UHAMBO NONTOMBI NDLELA OWABULAWELWA INGANE EZIMBILI NGUMYENI WAKHE😭😭UKHOZI FM NOZANELE MBOKAZI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024
  • #fullepisode
    #Ukhozifm
    #Eshilo
    #NtombiNdlela
    #healmywound
    #ZaneleMbokaziKhambule

Komentáře • 47

  • @silungilemthi2700
    @silungilemthi2700 Před 10 měsíci +1

    I was crying ngesikhathi ebalisa u cc elibali lakhe yhooo

  • @silindiledladla2173
    @silindiledladla2173 Před 10 měsíci +1

    Ohh Msindisi womhlaba, abanye abantu bovutha emlilweni ongapheli😢😢

  • @nonhlanhlabizarro5011
    @nonhlanhlabizarro5011 Před 11 měsíci +1

    Hawu Nkosi ye Zulu 😭😭😭mara sesi

  • @snqomchunu6983
    @snqomchunu6983 Před 10 měsíci

    Siyakuthanda dadewethu uJehova aqhubeke akubiyele akwenze uqini uqhubeke uphilisabantu ngokusibamba nathi sikanyenawe❤qina sthandwasami kwazekwabuhlungu.

  • @senzongobese2455
    @senzongobese2455 Před 10 měsíci

    Be strong Sisi, you're an inspiration to many......With God's grace you're not a victim, you're a Survivor

  • @thandazileabigail7881
    @thandazileabigail7881 Před 11 měsíci +2

    Phola ntombazane ka mama UNkulunkulu abe nawe cc ngphelelwe amazwi kwaze kwabuhlungu mntaka mama😢💔💔💔💔😢Ukholiwe mntwana wabantu uNkulunkulu wayekhona nangeskhathi abantwana bakho bebulawa ngesihluku....Izwi leNkosi lithi siyokwahlulelwa ngokwemisebenzi yethu akasisize uNkulunkulu 😭😭

  • @user-vc8ux4rv8c
    @user-vc8ux4rv8c Před 9 měsíci

    Yhoo💔lesistori sika cc Ntombi sifana nqho nesam, umehluko nje Mina ngangingenazo ingane wayezama ukubulala Mina, ngasizwa kuko ukubaleka ngimshiye kulowomshado.

  • @bongekajele
    @bongekajele Před 10 měsíci

    Yhooo ibuhlungu sisi if yayenzeke komnye umntu ubunga soze ucope ntuu

  • @user-ps8qs5wh2h
    @user-ps8qs5wh2h Před 10 měsíci

    Yhoo cc shemm kwaze kwabihlungu, nxesi

  • @user-ue4gz7eu4v
    @user-ue4gz7eu4v Před 10 měsíci

    Ooh thixoo kazi ngingaba yini uqine cc 😭😭😭

  • @phumulanimlondo6043
    @phumulanimlondo6043 Před 11 měsíci +1

    I know this guy, i used to work with him... a whole justice worker

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j Před 9 měsíci

    Mina ngeke. A person killing my children bede ngiyamzwela

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j Před 9 měsíci

    Oh my goodness. Kanti yini kangaka. So much evilness. Tjo this man.

  • @GladwellKwezi-uq1so
    @GladwellKwezi-uq1so Před 2 měsíci

    Hayi yintsomi zabuhlungu iindaba yakhohlakala ndoda😭🤔

  • @user-jp4fe2sc2j
    @user-jp4fe2sc2j Před 5 měsíci

    Lamadoda awalungile ay shame ngyawabonga mina

  • @thandekagonya248
    @thandekagonya248 Před 10 měsíci

    Yhooo nkosi😂😂😂

  • @user-yc7lh6od3w
    @user-yc7lh6od3w Před 10 měsíci

    Sorry Sisi hhey kubuhlungu shame

  • @Smindo79
    @Smindo79 Před 6 měsíci

    💔😭😭😭😭

  • @methymothol30
    @methymothol30 Před 10 měsíci

    Sorry cc 🎉🎉❤❤one thing l like about you accepted Jesus Christ as your Lord and saviour. Those who called by his name nothing shall harm them . 1:49

  • @zamambomkize-li4vt
    @zamambomkize-li4vt Před 10 měsíci

    Kwanzima cc askies 😢😢😢😢

  • @nokuthulanontethelelo5808
    @nokuthulanontethelelo5808 Před 11 měsíci

    Lobhuti kwakumele asinde bese ubuyele kweyakhe indawo angabe eseshaya imithetho engenasodingo😊

  • @user-sb8ek9cy8z
    @user-sb8ek9cy8z Před 11 měsíci

    Mhh lwanzima😢uhambo😅

  • @malefaradebe1333
    @malefaradebe1333 Před 11 měsíci +1

    Wayemsebenzile ngeke yooh into ebuhlungu kanjena and yet usacabangela yena noma esatoka.

  • @ThulisileSikhakhane
    @ThulisileSikhakhane Před 11 měsíci

    Ungathi kunesimo somoya omubi ulandela ushado wen but ngibonga ukuth ungumama enesbindi❤

  • @user-so9qx5sv6y
    @user-so9qx5sv6y Před 11 měsíci

    Ay nalokungafuni kulalelana emabandlen....sigijimele ukusivimba ngamavesi ay!!! Ay!!!!

  • @goldcue99
    @goldcue99 Před 11 měsíci

    Unkulunkulu uthe angeke asishiye, akakushiyanga cc, usahamba nawe, kubuhlungu ukuhlukana nabantwana bakho

  • @zanelebhengu7326
    @zanelebhengu7326 Před 11 měsíci

    Inhlungu engiyizwayo usakhala cc but ubukeka enesibindi

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j Před 9 měsíci

    Bazalwane can be evil sometimes

  • @thobekamkhwanazi6421
    @thobekamkhwanazi6421 Před 11 měsíci

    Mmmm wayesilwane wayedinga udilika jele

  • @khosijudithmathebula3508
    @khosijudithmathebula3508 Před 11 měsíci +1

    Une Skhwele

  • @PhindileSithabiso-yo5qk
    @PhindileSithabiso-yo5qk Před 11 měsíci

    Sorry Cc, Kaz s'khathi sini lesi Nkosyam 😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @zanelebhengu7326
    @zanelebhengu7326 Před 11 měsíci

    Mmmm ayi😭

  • @ayandawendy4503
    @ayandawendy4503 Před 11 měsíci

    😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔
    Aiiii ngeke bafe2 crc

  • @busisiwezondi9514
    @busisiwezondi9514 Před 11 měsíci

    Yaze yabuhlungu into ai kunzima emhlabeni

  • @thandekamthiyane7694
    @thandekamthiyane7694 Před 11 měsíci

    Ey angboni ukuthi ngingadlula kulesisimo. Sinzima

  • @PhindileSithabiso-yo5qk
    @PhindileSithabiso-yo5qk Před 11 měsíci

    Kodwa Nkosyam 😭😭😭😭

  • @SibongileNzimande-hh1cf
    @SibongileNzimande-hh1cf Před 11 měsíci

    Kubuhlungu cc

  • @angelkgabo8046
    @angelkgabo8046 Před 11 měsíci

    Ibhlungu lendaba 😢

  • @nokubongabongs2937
    @nokubongabongs2937 Před 11 měsíci

    Ei lo cc uke wabuzwa ubuhlungu 😢

  • @mlungisimlambo3731
    @mlungisimlambo3731 Před 10 měsíci +1

    Eyi.nkosysm kwsze kwababuhlungu nkosyami.phephisa cc wami

    • @lindacawe6055
      @lindacawe6055 Před 10 měsíci

      Ukukubulala cc uthixo emuhle akavumanga ilento eyayimushushisa ithi akenze ikhuluma emadlebeni akhe yayifuna igazi lakhe cc waziyeka izingane ukwi festival ubusuku bonke wafika yabuza ubayekeleni kunzima cc uthixo kuphela ongapholusa lamanxeba

    • @lindacawe6055
      @lindacawe6055 Před 10 měsíci

      Uxolo ntombi mntanaml wayethwele umyeni wakho wayekubuka ephethe umcamelo wayefuna

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j Před 9 měsíci

    He must just rot in hell son of the devil