Video není dostupné.
Omlouváme se.

Wayewehola R8000 esebenza ezindlini ngo 2005

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 03. 2024

Komentáře • 245

  • @julietncube4562
    @julietncube4562 Před 14 hodinami +1

    So sweet so inspiring indeed ❤vele cc ma usebenza ezindlini lanto encane oyenzile basuke baphawule ukuthi uyithole kanjani banjalo abantu bakhohlwe ukuthi GOD FOR US ALL

  • @MakhoMfen-nc2qd
    @MakhoMfen-nc2qd Před 5 měsíci +27

    Big up mbokodo I'm earning 9000& I bought a house 2022 last year I bought a site and this year I want to buy another site because of broom and mop phambili mashelas

    • @turudube5404
      @turudube5404 Před 4 měsíci +1

      God is so good

    • @ntokomazungus789
      @ntokomazungus789 Před 4 měsíci

      Cha siyabonga ..kodwa inkinga Mina enginayo ngisebenza iminyaka enguleven. Kodwa angikho registered fr Department of labor...imali engiholayo 4.500..ngenzenjani

  • @vuyokazimzinyati6475
    @vuyokazimzinyati6475 Před 5 měsíci +6

    This is such an inspirational story. Thanks for featuring Jabu 🙏❤️

  • @user-ki6jl2ix7j
    @user-ki6jl2ix7j Před 5 měsíci +7

    She's so sweet and beautiful.God is faithful cc yho it wasn't easy but it was worth it❤

  • @thobekashange2602
    @thobekashange2602 Před 5 měsíci +7

    My mom was a domestic work engiyikho manje ikhishi, umlungu kamama enginakekela nomdeni wethu kumanje ngifundile ngi ryt ngenca yekhishi, namanje usanginakeke uBev and uyangi Thanda nengane yami ne family

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 Před 5 měsíci +11

    Yaskhuthaza cc NAMI ngyabona langiyakhona but abelungu bami bangiholela uR3500 but uNkulunkulu ungphile ukuhlakanipha ngyasavior imali ngizokwakha soon

  • @user-go3ix2gj8r
    @user-go3ix2gj8r Před 5 měsíci +6

    Ngyaxolisa ukusho. Ngyamthanda lomama. ❤ She is 2 years older than me, but she looks 20 years younger than me.

  • @NtombikayiseDahile-db1jm
    @NtombikayiseDahile-db1jm Před 5 měsíci +27

    Syabonga Mam Jabu ukuzwa ngohambo lwakho.isfundo engistholile namhlanje,izinto zika Nkulunkulu ziyalindwa❤❤❤

    • @user-xr4tf7uj4t
      @user-xr4tf7uj4t Před 5 měsíci +2

      Siyabonga gokusi khuthazha

    • @nokuthulaprecious6641
      @nokuthulaprecious6641 Před 3 měsíci +1

      Zyalindwa ngampela nkosyam yooooo ngaze ngathonteka ngendaba kamama mina sa hola 3000ngafika 2016namanje 3000ngisalindile hlez cela kuth nkulunkulu namathonga wam aze angiphe lomsebenz engucelayo ongcono ngisho epokwetheni

  • @marciansibeko6430
    @marciansibeko6430 Před 5 měsíci +11

    Uyabathwala abakhe abahole endleleni big up mama❤❤❤

  • @elizabethlitabe5427
    @elizabethlitabe5427 Před 5 měsíci +4

    Glory be to God, we really serve the living God. I am also a domestic worker but not dom. God has done great things here emakhishini. U kubekezela kuno mfuzo

  • @faychakaunya8709
    @faychakaunya8709 Před 5 měsíci +4

    My sister Jabu deserve a doctrine, we can call her Dr Jabu she did well in this industry what I love the most the is God's hand in her lovely story, still looking young and beautiful thank you this is a wonderful testimony it will help others ❤Dr Jabu❤

  • @VuyoBonyongo-fl4hc
    @VuyoBonyongo-fl4hc Před 5 měsíci +14

    Mmmmm kwaze kwangikhuthaza ke mama lokhu okukhulumayo, siyabonga Mama ❤❤

  • @nomthandazoradebe6481
    @nomthandazoradebe6481 Před 5 měsíci +3

    Muhle Jehova dadewethu nami ngingumsebenzi wasekhishini kodwa angikho Dom❤❤❤❤my sister

  • @busisiwesigcau9474
    @busisiwesigcau9474 Před 4 měsíci +3

    Wow I don't know what to say ss 😭 nam ndiya cleaner abantu babona nje umntu ongelutho kodwa ke ndiyanayo matric futhi no N6 kuba ungekho ke umsebenzi ndiyacleaner futhi nam ndinamandla njengawe ,uyandikhuthaza kakhulu ss ndiyabonga

  • @mfanwenkosimathebula9736
    @mfanwenkosimathebula9736 Před 5 měsíci +1

    Wow, sisi uhambo lwakhe lwaze lwakhuthaza nkosyami. Nkulunkulu abe nawe dadewethu, aphinde akubusise. Luyakha luhlelo lwakho sisi Zanele

  • @RoseHlabane
    @RoseHlabane Před 3 měsíci

    Iyo!!what a good lesson about undermining peoples ngokomsebenzi abawanzayo,onendlebe akezwe,okumnandi uthenga izomoto ngokheshi bona labadegree baffle zikweletu sma bond. Ngibonga nomoya wakho wokuzithoba uyasiphilisa Sesi. God bless you

  • @user-br6ls6dv2m
    @user-br6ls6dv2m Před 5 měsíci +2

    Ngakuzwa mhla usokhozini ngomgqibelo siyakubongela cc ngempumelelo yakho🙌🙌🙌🎉🎉🎉🎉🎉

  • @GUGUMbatha-ex5zp
    @GUGUMbatha-ex5zp Před 3 dny

    Mmmh cc jabu inamandla and yaskhuthaza yaz ngiba 👌

  • @jabulilesukati6193
    @jabulilesukati6193 Před 4 měsíci

    I'm happy for you Jabu, my name is Jabu too! God is good all the time🙏🙌🙌

  • @mapasekaclara4689
    @mapasekaclara4689 Před 5 měsíci +2

    Haa jabu izinto zikankulunkulu ziya lindwa ngiyakwazi lokho nami Uma ngibheka emuva cc,,,,,,emakhwishinini,,,,,,siyabonga jesuuu

  • @user-lm1rl9st2n
    @user-lm1rl9st2n Před 4 měsíci

    Syabonga mam jabu ngokulalela istory sakho kuyangakha kuyangi gqugquzela ngob istory sam sithi masifane nesakho ngyabonga..❤❤❤❤❤

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před 5 měsíci +2

    Awu madoda imbokodo yakhuluma ngendaba ezothumela umlayezo omuhle kuwona wonke umuntu ophilayo💪💪
    Siyabonga kakhulu

  • @happykhumalo5881
    @happykhumalo5881 Před 5 měsíci +1

    Isandla phezulu dadewethu nami ngiyaye ngithi yes I 'm a domestic worker but angikho DOMU and izimali zethu ziyefana nezinye kazibhaliwe ,waze wangivuselela sengizoziqhenya kakhulu ngomsebenzi wami and nami ngiyawuthanda❤ cos ungikhulisele abantwana bami,okusho ukuthi mina ngangikhalela ubala mina ngaqala ngo R400,ngo 1994,yayikhuphuka ngoR50, kodwa namuhla ngiyaziqhenya cos kuningi engikwenzile ngayo lemali yasezindlini,namanje ngisekuwo lomndeni sengisebenza kuyingane yabo manje engafika ifunda grade 10 ngo 1994😊😅😊kuhle ukubekezela

  • @user-cj5rm4lc1u
    @user-cj5rm4lc1u Před 5 měsíci +1

    Amen cc ngike ngadlula kuleso simo esinzima , usebenza ngoba uphoqwa yisimo sasekhaya ungawuthandi lowo msebenzi

  • @nokuthulamavuso3252
    @nokuthulamavuso3252 Před 4 měsíci +1

    UNGUJEHOVA IGAMA LAKHE WALONDA U ISRAELI AKOZELI AKALALI UJEHOVA WESIKHATHI NGIBIZE NGOSUKU LWENHLUPHEKO NGIYAKUKHULUA WRNA UNGIDUMISE SIYABONGA KOMDALA WEZINSUKU UKUZIBONAKALISA

  • @user-vu1xu9yw9m
    @user-vu1xu9yw9m Před 2 dny

    Saze sakheka cc, syabonga ❤

  • @lindiwendebele7818
    @lindiwendebele7818 Před 5 měsíci +7

    Was also born 13 July 1971❤❤❤❤

  • @user-lu7gq6zg4n
    @user-lu7gq6zg4n Před 5 měsíci +1

    Eyi cc uNkulunkulu yasebenza dibaningi sivela ezimweni ezinzima othi uma ubheka emuva umangale kut law ukhona ufike kanjani.Umbonge njalo uNkulunkulu ungayeki.Amen

  • @ThandiTshikitsha
    @ThandiTshikitsha Před 4 měsíci

    Sabongela ekuhlupekeni u Nkulunkulu wakuphendula zasukela inyembezi ,mina owam umama wasebenza emakhishini waqala erhola u R50 .ngenyanga ebathola beqeda shada ,indoda iyi manager umfazi engu nesi one qualifications, bathola abantwana wabakhulisa umama wase rhola R200,ngenyanga bakhula baya e high school ,waserhola R400 ihleli skathi eside kulo R400 ,before ithi R800, bashada abantwana babelungu ,yahlala ke lapo kuthwa abantwana abaseko ,kodwa e washa epheka e clean a ,bathutha abelungu no mama baya Cumakala ,bafika lapo bayehlisa bathi Izobuyela ku R400 ,wala umama esithi incinci kwa R800, for iminyaka engaka ,kulapo bafuna mntu abazomnika R400 ,waphelelwa umama ,bamlaxaza nje ma finyela after26 years engenanto .ako kwamali awayitholayo abambekela yona ,thina bantwana babengafuni nosibona,umama usebenze emncinci kubo waze waguga nabo ,Thixo cc wena waba nawe

  • @user-bb9sz4sj1q
    @user-bb9sz4sj1q Před 4 měsíci

    Izinto zikaNkulunkulu ziyalindwa, thank you ccJabu for the powerful lesson, I'll treasure that

  • @lynettenene9218
    @lynettenene9218 Před 5 měsíci +5

    Waze wawalaya amandiya basale newashini yabo

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg Před 5 měsíci +3

    Inamandla cc ngavele ngabusiseka kuty ithemba alilahlwa noma kunganzima kanjani 🙏🙏💙

  • @bongingidi4920
    @bongingidi4920 Před 4 měsíci

    Sanibona zithandwa eyi inkulumo yenu ivusa amanxeba wonke umuntu une story sakhe unkulunkulu muhle ngezikhathi zonke uyathwalana singa suki kuyen siyabonga sis Jabu sis Zanele siyalapheka Siphakamisa UDumo 🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙌🙌🙌❤❤❤❤❤😊

  • @nomusaharriet7997
    @nomusaharriet7997 Před 4 měsíci

    Yaze yehla kamnandi le interview nami ngisebenza ngaba ntwana. Uma senza izinto bayakhuluma abakuthandayo ngathi. ❤❤ umusa ka Jehova ngiyawubonga kakhulu

  • @noluthandolimaphi1719
    @noluthandolimaphi1719 Před 5 měsíci

    Wooow! Ave nginithanda lapho. Masonto onke uma ngikhona ekhaya ngiyalulalela loluhlelo. Ave ngiyithanda indlela obabuza ngayo abantu abeze kuwe mamuZanele 😊😊😍😘😘😘

  • @user-by3yy9jx7c
    @user-by3yy9jx7c Před 5 měsíci

    Mndeni cc😢 ngiwazi kahle cc .Qualified Social Work but ngathola msebenzi engingawufundelanga family ingihleka kodwa ngakha ekhaya kodwa bathi ngangingakha kanjan ngomsebenz obhedayo indlu enje so family iyona eyinkinga .God is great👑❤

  • @user-do9rp8kr6x
    @user-do9rp8kr6x Před 5 měsíci

    Yhòooo mama I thank God ngobungqina bakho ngoJehovah u reminding me of my journey as a domestic worker or family assistant

  • @phililefaithnyambose4268
    @phililefaithnyambose4268 Před 5 měsíci +1

    Waaaaw thanks cc...I happy for u and we share same year same date and month

  • @happinessnzuza8716
    @happinessnzuza8716 Před 5 měsíci +2

    Ai nkosi ziyalindwa ezikajehova❤

  • @mashamase2784
    @mashamase2784 Před 5 měsíci +3

    I love you Mam' Jabu I'm motivated ❤

  • @jabulilenkosi1065
    @jabulilenkosi1065 Před 4 měsíci

    Ngaze ngakhutsateka ngingumsebenti wasendlini😢timo lesisebenta ngaphasi kwato timatima litsemba lelikhulu lisenkosini🙏🏽❤️❤️❤️

  • @user-mz3yk1bc5r
    @user-mz3yk1bc5r Před 5 měsíci +1

    Wow siyakubongela cc Jabu, uThixo uthembekile

  • @user-if5zx2df3s
    @user-if5zx2df3s Před 4 měsíci

    Big up sis,i grow up my mom was working as a domestic worker, n i told myself i wont ,but as i speak im a security guard, n also security job ppl think they didn't go to school....

  • @veronicasithole2445
    @veronicasithole2445 Před 5 měsíci

    I love the spirit n inspiration u have Mum Jabu❤

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 Před 5 měsíci

    Wow wow uhambo lwakho dear very interesting and I love that u persevere azikhale ke💃💃💃😂😂😂

  • @NostheshTshona
    @NostheshTshona Před 3 měsíci

    Halala cc jabu wandiphakamisa besendizibukela phantsi ngexa yamangama yabantu❤

  • @turudube5404
    @turudube5404 Před 4 měsíci

    Thank you Mam Nkambule, Msuthu for this program

  • @lugongolotv
    @lugongolotv Před 5 měsíci

    Heyi cc nam ndinestorry escishe sifane nesisakho cc wow kwaze kwabhlungu kodwa kwaphinde kwakuhle ndiyamhlonipha unkulunkulu nkosi yakho makaqhubeke akubusise❤❤❤

  • @user-ll7jq3fj1n
    @user-ll7jq3fj1n Před 4 měsíci

    Wahoo that was a long geny ❤Dr jabu rea leboga kgotlelelo ya gago ngwaneso gobane setlare se segolo sa gofetola bophelo ke Thapelo

  • @zamagceba-ti5ry
    @zamagceba-ti5ry Před 5 měsíci

    Syabonga cc Jabu for sharing your story it's so inspirational ❤ and yes it's true maningi ama domestic workers afundile and abanye babo banama qualifications asema varsity

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 5 měsíci +4

    Am a domestic worker but angokho DOM 💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾

  • @user-uc2eq2jf4s
    @user-uc2eq2jf4s Před 5 měsíci +2

    Yebo Cc izinto zikaNkulunkulu ziyalindwa lamazwi angivuselela ithemba ezinkingeni zonke engibhekene nazo😢😢

  • @akhonavongwe2069
    @akhonavongwe2069 Před měsícem

    Eish cc😢😢😢 kwaze kwakubi undivuselela ezam izilonda 😢

  • @user-pc2ho6mv4g
    @user-pc2ho6mv4g Před 4 měsíci

    Wooow wangkhuthaza kuyimanje zyehla izinyembezi ngiwumsebenzi wasendlin onethemba kuthi ngelinye ilanga ngyophendulwa imkhuleko yami

  • @LungileNdaba-nu4uf
    @LungileNdaba-nu4uf Před 4 měsíci

    Ayii cc Jabu ngiyakubongisa xeim yooo 🙏 kimi kunzima 💔💔 umlungu akangikhuphuleli imali and senginyanya nokumbuka emehlweni💔💔

  • @ZonkeBiyela-bw2hj
    @ZonkeBiyela-bw2hj Před 3 měsíci

    Mmm yajabula nam ngyafisa ukuthola umsebenz ongangiholela imali éngaka 😢

  • @NoziphoChili
    @NoziphoChili Před 5 měsíci +2

    Ave kubalulekile ukukhuleka noku linda❤👌

  • @mphosiwela965
    @mphosiwela965 Před 5 měsíci

    I love how she narrates her story and for believing in God

  • @dianamade7621
    @dianamade7621 Před 4 měsíci

    Thank you, Lord, this amazing 👏 ❤️

  • @phumezamandzingana3464
    @phumezamandzingana3464 Před 4 měsíci +1

    Wow that's great 🙏

  • @CathrinemamaLekhuleni-up6bo
    @CathrinemamaLekhuleni-up6bo Před 5 měsíci +9

    Very encouraging story. Siyakujabulela sisi.

  • @nomathembamoeketsi8183
    @nomathembamoeketsi8183 Před 4 měsíci

    Wow! Unkulunkulu uyawuphendula umkhululeko siyakubongela Ntombi ❤

  • @zinhlemkhwanazi5962
    @zinhlemkhwanazi5962 Před 4 měsíci

    Yoooh Nkulunkulu wethu uphakeme , siyabonga cc mama Jabu kuningi esikufundile , ey Moya ongcwele siphe ukubekezela

  • @Mamntungwashezi83
    @Mamntungwashezi83 Před 4 měsíci

    Ooh wooww cc mukhulu uNkulunkulu mmmm ngyakbongisa likhulu ithremba makith kuyolunga😢

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 5 měsíci

    Sis Jabu I shilaz singama Shilaz a mom Dudu Khoza sibusiseke kabi ngomsebenzi wethu sakha imizi sifundisa izingane zethu Lima malti schools sithenga izimoto 💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾

  • @user-wi8cq3md9r
    @user-wi8cq3md9r Před 4 měsíci

    Siyabonga cc ngesibali lakho ungukhumbuta ngicala kusebenta emakhishini ngikhuluma singing nsibhunu ngesikhatsi lesisodwa Mara ngekubeketela ngisebenta kahle manje konke kuhamba kahle

  • @user-zz7rs1ju9t
    @user-zz7rs1ju9t Před 5 měsíci +3

    Ukubekezela kuzala impumelelo syabonga ukusikhuthaza nami ngiyibambe khona

  • @user-cw2rp4zp2l
    @user-cw2rp4zp2l Před 3 měsíci

    Amen sikhulekela Zanele umdali akamthwale ambiyele amzungeze alulame esibhendlela anqabe nompefumulo wakhe Amen

  • @Kwinanamatilda
    @Kwinanamatilda Před 4 měsíci

    ❤❤jabu ndiyakubongela mna andiyazi lomali ngisho u3500 angikaze ndiyakubongela 1991 namanje angiholi

  • @nomcebophili7342
    @nomcebophili7342 Před 5 měsíci +1

    Yoh. Ngyamthanda loCc❤

  • @nokuthulanontethelelo5808
    @nokuthulanontethelelo5808 Před 5 měsíci

    Ngaze ngakheka Sisi Zanele no sisi Jabu ngampela amazwi angamahle abhekiswa kithi esimeni esidlula kuzo ayasigqugquzela ukth siyephambili🙏🙏🙏

  • @ThobekileNkala-og3dy
    @ThobekileNkala-og3dy Před 4 měsíci

    Wow my sister saze sangithinta istory sakho sisi.God is faithful

  • @zandilemthethwa8079
    @zandilemthethwa8079 Před 4 měsíci

    Sawbona cc wam ngiyakubongela ngokubekezela nokuhlala emkhilekwen cc Jabu uqhubekejalo ❤

  • @user-zq5pf7bz2e
    @user-zq5pf7bz2e Před 5 měsíci +2

    Syabonga cc kusikhutsata tsine sisebenta endlini

  • @nhlanhlagumede408
    @nhlanhlagumede408 Před 5 měsíci

    Mmmmmm mam jabu wangikhuthaza ngohambo lwakho kuthi simthembe unkulunkulu siqubeke sithandaze simlinde ngoba,zaka nkulunkulu ziyalindwa wabuyisa ithemba kumina🙌🏾ubufakazi bakho buyakhana🙏🏾

  • @phokipheku5243
    @phokipheku5243 Před 5 měsíci

    This is amazing 😍😍😍 God is good all the time ❤

  • @noziphosibiya9617
    @noziphosibiya9617 Před 4 měsíci

    Siyabonga kakhulu Jabu, lwaze lwamangalisa uhambo lwakho ❤

  • @garfield_xx_
    @garfield_xx_ Před 5 měsíci

    Siyakubongela Jabu, u Nkulunkulu ube muhle empilweni yakho, kodwa singayaphi uuma sisuka kuye. Makabongwe

  • @makhosazanaduma5257
    @makhosazanaduma5257 Před 5 měsíci

    Syabonga u Nkulunkulu ngawe dade wethu uthatha into engelutho ayihlalise namakhosi amen

  • @user-qh7iw4yb4k
    @user-qh7iw4yb4k Před 4 měsíci

    Ngiyabonga ukuzwa lnkulumo yakho cc siyahlukumezeka asitholi usizo lapho sizokhalakhona please ngiyacela 😢😢😢😢 thina siyakuphi ama office akhulumela abasebenze basezindlini😢😢😢😢

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 Před 5 měsíci

    Siyabonga cc jabu ujehova akamshiyi owakhe uyisibonelo esihle kithi singamakhosikazi

  • @user-my4md6ln9t
    @user-my4md6ln9t Před 4 měsíci

    Siyambonga uNkulunkulu ngobufakazi ukuthi uyayiphendula imikhuleko,nangokuthi wazembula kuBaba ezinsukwini zokugcina wadlula esemamukele njengeNkosi nomsindisi kuvuka lelizwi elithi akafisi namunye ukuthi aye ekubhujisweni,nokuthi ngale kwethuna akukho ukuphenduka, ubaba esaphila wathola ithuba

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Před 5 měsíci

    Wayehola kangcono uR8000 a month ngasosikhathi abasebenzi basezindlini babe hola ihlazo behola o R1000 ababehola kangcno babe hola oR2500 give glory to God 🙏 my sister

    • @DinahSimangeleMakhubo
      @DinahSimangeleMakhubo Před 4 měsíci

      Syabonga cc omncane haa ukusebenza emakhishini kunzima ngigugela kuwo ngawaqala kudalo kodwa heyi sisaxhashazwa sbekezeka ngoba ayikho esingayenza amagama ashisayo ayaqinisa cc vele asbonakali singabantu abanomqondo

  • @user-sn8wh8hk3l
    @user-sn8wh8hk3l Před 5 měsíci

    Cc ngibona umdali wezulu nomhlaba ngokubekezela kwakho,nami ngihamba ezinyathelweni zakho, ingathi khuluma nami ngiyawubona uMusa nothando lwakhe🎉🎉🎉

  • @thandimcanyana5351
    @thandimcanyana5351 Před 5 měsíci

    Syakubongela cc jabula ungayeki ukumkhonza ujehova wanginika ithemba ukthi kuyalindwa

  • @turudube5404
    @turudube5404 Před 4 měsíci

    Her skin is so smooth 😊

  • @nomsamercy2077
    @nomsamercy2077 Před 4 měsíci

    Wow big up mbokondo this is my job kodwa abantu basithathela phansi yoo

  • @user-wj7wx2zj5c
    @user-wj7wx2zj5c Před 5 měsíci +2

    Umuhle sthandwa Sami kwaze kwamnandi ukuthemba uNkulunkulu

  • @BawinileMsomi-mb1vj
    @BawinileMsomi-mb1vj Před 4 měsíci

    Ayy ngyambongela ucc eyy kunzima emakhishini 😢 mna ngihlukunyezwa uhlobo lwam kodwa nami khala ngyaphambili 6 yrs manje ngibekezele kulomuzi wabo hlampe nami nkulunkulu uyongiphendula

  • @Brook-nx4rb
    @Brook-nx4rb Před 4 měsíci

    Cc Jabu siyabonga lomyalezo wakho ngingomunye wamakhishi ,,umshayelo ne moop kungibeke kwelinye izinga ,, Siyabonga ukukhuthazwa ngoba sibukeleka phansi

  • @user-ru3hj2sh2f
    @user-ru3hj2sh2f Před 4 měsíci

    Siyabonga kakhulu Waze wangivuselela besengiphelelwe yithemba kunkulunkulu ngiyosebenza ngamandla

  • @joycegubula8840
    @joycegubula8840 Před 5 měsíci

    Sanibonazanele ngiyabongisa namingisebenzalomsebenzi ungabinamahloni ngomsebenziwakho asicelimntwini❤❤

  • @patriciatshabalala800
    @patriciatshabalala800 Před 5 měsíci +1

    Amen God is faithful siyabonga

  • @MmemaGumbi
    @MmemaGumbi Před 4 měsíci

    Sabona ss siyabongela nhlala kujesu munhle uyatshitsha impilo🎉❤

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Před 5 měsíci +2

    Siyakubongisa Sisi Jabu kuhle ukubekezela nokuhlalaku Jehova

  • @lethiwevilakazi7145
    @lethiwevilakazi7145 Před 5 měsíci

    Siyabonga cc Jabu waze wasikhuthaza❤❤🙌

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 Před 4 měsíci

    yeah ssi unkulunkulu uyazihlela izinto zakhe ngidlule kulesisimo esicoshe sifane nalesi sakho umdali uyayazi inkongo yakhe ngathi

  • @pinkiemteshane3363
    @pinkiemteshane3363 Před 5 měsíci +2

    Siyakubongela cc

  • @ThokoNgema-hz3ht
    @ThokoNgema-hz3ht Před 5 měsíci +1

    Ngyakbongela cc mina it's more than 15years ngzama ngthandaza bt it's getting worse everyday uqhubeke njalo cc umkhonze uJehova wakho omkhonzayo mtakababa

    • @NtombizodwaZodwa-nr6il
      @NtombizodwaZodwa-nr6il Před 5 měsíci +1

      Kuzokulungela nawe sisi ngelinye ilanga, and uzomangala cos wonke umuntu uku waiting list 🙏🏿❤️

  • @ThulisileHlophe-ix6vt
    @ThulisileHlophe-ix6vt Před 4 měsíci

    Jikelele wethu❤❤❤❤❤kunzim mama bt sibekezele