Ukuvalwa kwesikhumbuzo_Abavangeli!!

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 03. 2022
  • Mvangeli Xaba ekhuluma ngeSimanga sikaShembe eNingizimu!!
    #Shembe #eBuhleni

Komentáře • 34

  • @michaeldlomo1424
    @michaeldlomo1424 Před rokem +1

    Amen Mvangeli weNkosi uNkulunkulu onguShembe asigcinele wena sisakudinga Baba ungumgcotshwa wena wasezulwini.

  • @nhlanhlamaxwell5941
    @nhlanhlamaxwell5941 Před rokem +2

    Inhlal.suthi yakwanxumalo emfongosi siyabonga mvangeli wenkosi yamnandi indaba kashembe uthixo akuphilise kuphele nesfuba amen

  • @celimpilombatha7039
    @celimpilombatha7039 Před 2 lety +11

    abantu balibala ukuhleka nokunyaza umuntu omdala balahlekelwa ilomlando uma ungabuza ubethini abazi nje ngoba ngempela ungaba sendlini kaJehova kodwa ukhona ngokwenyama umoya wakho awukho ungaphandle yini ehlekisayo la

  • @lillyrow8288
    @lillyrow8288 Před rokem

    Siyacela kuyekwe ukuhleka enkonzweni edume ngenhlonipho kangaka masibe senkonzweni,siyabonga Baba mvangeli UNKULUNKULU akugcine

  • @zi-buddies9211
    @zi-buddies9211 Před rokem +1

    ijulile lendaba exoxwa uMzangeli , uyixoxa indaba , kubengathi uyibona ngamehlo

  • @thabanimthethwa8673
    @thabanimthethwa8673 Před rokem +1

    Kuyiqiniso bafe2 ukt Shembe ungumnikazi wezinto zonke syabonga kubaba ngobufakazi obungaka sengat uNyazi lungamupha izinsuku zokuphila nesfuba esimxinayo uJehova asiqede AMEN 🙏

  • @n.hmahlaba465
    @n.hmahlaba465 Před rokem +1

    Siyabonga Mvangeli we Nkosi umlando ongaka Nyazi LweZulu lukwandisele imihla 🙏🙏

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 Před 2 lety +3

    Ngakhumbula ubaba ongizalayo😢😢😢.uShembe akubeke Mvangeli Ngiyakuthanda😢

  • @skhuliledumisa5408
    @skhuliledumisa5408 Před 2 lety +1

    Ushembe unkulunkulu wonkulunkulu sihlulwa ukukholwa nje🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥wadela umabhovula🙌🙌🙌

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 Před 2 lety +5

    Awu sukani madoda uNyazi LweZulu uNkulunkulu waBantu uqobo lwakhe ngempela siyabonga Nkosi yamaKhosi Nkulunkulu omuhle onothando ongahlulwa lutho Nyazi lwethu ma Africa amahle umkhukhu Shembe siyakuthanda Nkulunkulu wethu Nyazi olunamandla amakhulu eMhlabeni nangaphansi koMhlaba eManzini nase Zulwini.
    UShembe akuphe eminye eminingi iminyaka Mkhulu uphile khehla

  • @sbonelosilangwe5553
    @sbonelosilangwe5553 Před 2 lety +4

    IsiBhaca sithi masifane nesiSwati

  • @mhlonishwalatha247
    @mhlonishwalatha247 Před 2 lety +2

    Amen 🙏🏿 baba

  • @zthonkomo1453
    @zthonkomo1453 Před 2 lety +1

    Uyesabeka Nkosi yamakhosi sasiyobonga bani ngaphandle kwakho 👏👏👏

  • @sphephilembuthu418
    @sphephilembuthu418 Před 2 lety +1

    "Akuyiwe ku Airtime" 🤣🤣haaaaaaa
    Aikhona leNkonzo kaMvangeli 🔥🔥🔥🔥

  • @sliedust8400
    @sliedust8400 Před 2 lety +4

    Ekaze njengoba kuhleka abantu abadala nje ebandleni izingane bazifundisani,impela inhlonipho isilahlekele sizwe esimnyama ilanga lishonile kodwa oksalayo umuntu uyovuna akutshalile

  • @lwazosaneledlamini3973
    @lwazosaneledlamini3973 Před 2 lety +1

    Bahlekani abantu 😞 inhlonipho ayisekho

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Před 2 lety +1

    Amen uyesabeka

  • @yandisancayiyana4325
    @yandisancayiyana4325 Před 2 lety +2

    Haaaa lasilandisa iBhaca lakithi. Nawe Mzimkhulu awumncinyane uNkulunkulu wabantu bonke wakukhumbula. Ngezinye zezinto ezinkulu ezenza sithi Shembe Nyazi Lwezulu uwuNkulunkulu wethu 🙏

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 Před 2 lety +3

    Bengicela ke nenze interview noMvangeli kuningi akuphethe .siyamdinga kakhulu

  • @wonderboymkhize2756
    @wonderboymkhize2756 Před 2 lety +2

    Hhhha ngiyalazi leli khehla sukaa

  • @nonhlanhlambokazi4291
    @nonhlanhlambokazi4291 Před 2 lety +1

    Olwethu uNyaka