Ukuphupha ugibele ibhayisikili, indlu engurondo, abantu asebashona bejabule, uphakela abangasekho,

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 6. 04. 2022
  • Ukuphupha ugibele ibhayisikili, indlu engurondo, abantu asebashona bejabule, uphakela abangasekho
    #DreamMeaning #DreamTeam #Nufliq

Komentáře • 26

  • @melokuhleesethu4315
    @melokuhleesethu4315 Před rokem +1

    Thakoza pastor ngiphuphe ngigibele bhiyisekile engathi siwahlalela ezintabeni kanye nabelungu

  • @jabulanintshalintshali437

    Akwande Pastor 🙏. Ngisacela ukubuza la iphupho lika mama:- uthi uphuphe esekhaya kubo ehleli kwangena omama ahamba nabo I society engabalindele, wayesesukuma ukuze abenzele okudliwayo. Mayevula I fridge ngenhloso yokukhipha inyama ebomvu ebesiphekiwe akangayithola, udadewabo ongumamncane wami wayesethi kuye: "inyama yakho ngiyikhiphile efridgini ngiyifake kwi walldrope ekamereni futhi esho ephambana naye asho nokuthi I fridge yami le" umama Uma eya ekamereni ufica I ngane kamamncane wami yentombazane eyingumelaphi wendabuko iguqile ekamereni iphethe I snuif iphahla. Ngakwesokudla kwayo kwakunamaqhude amabili kanti ngakwesinxele kunezikhukhukazi ezimbili. Lezinkukhu zonke zazimile zinganyakazi nhlobo. Umama Uma ethi uyalela ukuthi I ngane kamamncane iphahla ithini, uthi yayingazwakali ukuthi ithini kodwa kwangathi yayihumuzela nje. Umama acasuke esesephupheni azibuze ukuthi kungani I ngane kamamncane no mamncane benza umsebenzi bangazange basho, kodwa akazange aphimise ngomlomo wakhe umama. Okunye uthi umama indodakazi kamamncane beyiphahla ifake ilokwe elimhlophe Eli transparent. Ngicela ungisize ngaleli phupho Pastor ukuthi lichazani 🙏

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 Před 2 lety +1

    Thanks pastor 👏

  • @ntombenhleMkhulise-iq9zd
    @ntombenhleMkhulise-iq9zd Před měsícem

    Sawbona baba ng celukbuza uma uphupha umuntu othandananaye akha urondo kubo kuchazani

  • @tammydlamini3481
    @tammydlamini3481 Před rokem

    Sawbona pastor
    Elami iphupho bekunathi usuku lokuhlukanisa unyaka ngiya e edolobheni eliseduze kuyahambeka ngezinyawo kusebsuku njengoba ngihamba nje uma sengibuyela emuva sekune road block yamasosha ngavele ngesaba ngjika ngababuyela kwi direction ebheke edolobheni

  • @cindyjamamathema1415
    @cindyjamamathema1415 Před 10 měsíci

    You are the best of the best sar

  • @nonhlanhlahlophe2346
    @nonhlanhlahlophe2346 Před rokem

    Ngyabingelelq pastor ngphuphe kuvela umuntu ongajwayelekile uvela phakathi kwelanga(sun)umzimba wakhe iyilanga uya brighter evela ekameleni langilala khona makathi uphakamisa isandla ufuna ukukhuluma ngamemeza ngaze ngaphaphama ngthukile ngaphaphama ngimemeza bavuka bonke endlini bamangazwa ukumemeza kwami

  • @zandiledlamini2808
    @zandiledlamini2808 Před měsícem

    Ukuphupha izulu elinamandla liphephula indlu yangasenhla

  • @tammydlamini3481
    @tammydlamini3481 Před rokem

    Pastor ngyabingelela futhi nephupho lesibili
    Ngiphupha.ngisolwandle ngihlezi esihlabathi kunabantu laphaya emanzini bayabhukuda kuthe kusenjalo kwawa (wafa)owesilisa kulaba ababhukudayo wahudulwa yinto engabonakali imhudulela ngaphandle kwamanzi yamshiya ngala ngihlezi khona esihlabathini kusenjalo kwenzeka esifanayo komunye futhi but sekungowesifazane naye wahuduleka but ayibonakali lento ebahudulayo .ngicela incazelo

  • @TebohoKubutu
    @TebohoKubutu Před 27 dny

    Uma uphupha ugibele ibhayisikili elinama break wemoto

  • @user-tq4zw5nj5r
    @user-tq4zw5nj5r Před 7 měsíci

    Mawuphupha inguwe owakhelwa lo rondo lonto leyo ithetha into enye ?

  • @snakhokonkemthokozisi6548

    Ukuphupha ugibele isithuthu kusho ini

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      1. *Uma uphupha isithuthuthu;* wuphawu oluyaye kwesinye isikhathi luchaze ukwembathwa yisithunywa.
      2. *Uma uphupha isithuthuthu;* wuphawu oluhle uma usigibele olungakhombisa inhlanhla ezayo nokuthi ungase uphumelele ngokushesha kokwenzayo kungekudala.
      3. *Uma uphupha isithuthuthu;* wuphawu oluhle uma usigibele olungakhombisa ukuthi unamandla, umfutho, isibindi, nomdlandla, ozokwenza ukuthi uthole impumelelo, inqubekelaphambili, nentuthuko ngesivinini esingalindelekile.
      4. Kodwa-ke, *Uma uphupha isithuthuthu;* wuphawu olubi uma usigibele kepha sikuwise;* kusho ukuthi uzobhekana nokukhathazeka, ukudumala, ukwehluleka, ubunzima futhi uphinde ungakwazi ukufeza izifiso zakho.
      Please in future buza ngendlela efanele, bingelela, uphinde ucele. ungaveli ubuze.

    • @snakhokonkemthokozisi6548
      @snakhokonkemthokozisi6548 Před rokem

      @@NufliqOnline thanks Ukuthin bengikhathazekile nje kodwa ngyabongakakhulu ngyathembisa ngeke kuphinde mkhulu .
      Asingiwisanga sona ukuthi besigijima kakhulu yabon.
      Mkhulu elinye iphupho elingihluphayo kakhulu
      1. Ngivame ukuphupha ingane yomfana benginika nom beyletha ekhaya lengane banginik incane iyangokukhulu ngephupho laqala 2021 kumanje sekuyingane esikwaziyo ukuhamba nokukhuluma Kant kuqal banginik isebhayini

  • @temalangenizandiledlamini9914

    Sawbona Mfundisi ngicela kubuta kubona emabhayisikili langu more than thousands like they are about to start a race

  • @bangiwemalunga4717
    @bangiwemalunga4717 Před 2 lety

    Sawubona Pastor,
    Umngane washona ngokuthi awe ezitebhisini endlini yakhe , after 3 weeks ebekiwe endaweni yakhe yokuphumla ,ngase ngimphupha ethi ucela ngimbonise la a phelele khona , sahamba ngase ngiyambonisa, maqede wakhixa isililo ekhala kakhulu ngathuka ngase ngiyaphaphama.
    Lisho ukuthini ?
    Makwande🙏🙏

  • @sibongisenimgxaji3644
    @sibongisenimgxaji3644 Před 2 lety +2

    Pastor. Ndicela ukuba le Bank.Account Number yakho uyibhale apha ekugcineni. Ayibonakali kahle kwi yellow background with white numbers. May be ungatshintsha background ibemnyama. I want to contribute.

    • @vukanidlamini7693
      @vukanidlamini7693 Před 2 lety +1

      Nami bengingayiboni..

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 2 lety

      Acc: 10 081 745 417
      Acc.Holdr: XE Nkosi
      Standard Bank.
      INkosi ithel'umusa
      Stay blessed,

  • @bhekienxumalo
    @bhekienxumalo Před 2 lety +1

    Ukuphupha uhamba ensimini yomfino oluhlaza

    • @kilekile2346
      @kilekile2346 Před 2 lety

      Unjani pastor cela ukubuza kushoni ukuphupha untshontsha ibhayisikili ulifihle eduze kofula uligumbele phasi but umgodi wakhona lingakwani Kahle even ngilihlukanisi lagcina selibonakele ngabaleka lomgane wangishiya ngcina sesephipini elikulu elihamba amanzi phambili sekumyama kakulu plus mbone sehleli egodini Eli ngeko deal like picnic lomuntu wesifazi ingathi siyathandana

  • @SibusisoDumakude
    @SibusisoDumakude Před rokem

    Ukuphupha uwela emanzini ancolile

  • @zakhelendwandwe3053
    @zakhelendwandwe3053 Před 2 lety +1

    Lekelela mkhulu, ukuphupha isikhumba senkomo esimnyama sesibolile, ngabe kuvhazani?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 2 lety +1

      *Uma uphupha isikhumba senkomo esesonakele;* wuphawu olusho ubuthakathaka, ukudumala nokuphoxeka ngenxa yesimo esithile empilweni.

    • @zakhelendwandwe3053
      @zakhelendwandwe3053 Před 2 lety

      😅 Engabe wawafundelaphi amaphupho. Kade ngilele phansi ukugula. Sekomele ngwaqaphele amaphupho ami, amaningi awo ashaya emhlolweni. Ngyabonga kakhulu pastor.