1. *Uma uphupha umuntu ekuqlekisa;* wuphawu oluhle oluvame ukusho ukuthi uzophumelela, futhi usimame uphinde ujabule naphezu kwezingqinamba ozohlangabezana nazo. Deuteronomy 23:5 Nevertheless, the Lord your God was not willing to listen to Balaam, but the Lord your God turned the curse into a blessing for you because the Lord your God loves you. 2. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu oluhle uma ekusukela ekuqalekisa, lusho ukuthi khululeka, umsulwa, futhi uzophumelela ngoba akukho siqalekiso esizokulandela esingenasisekelo nakuba kunezimfamona ezikuzungezile. Proverbs 26:2 Like a sparrow in its flitting, like a swallow in its flying, so a curse without cause does not alight. 3. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu oluyisixwayiso, nolusho ukuthi uzohlale udumele, udangele, ukhathazekile, futhi uphoxekile uma uqhubeka nokuthanda ukulalela abanye abantu. Ecclesiastes 7:21 Also, do not take seriously all words which are spoken, so that you will not hear your servant cursing you. 4. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu olubi nolusho ukuthi uzokwehlelwa yizishayo, nezijeziso ezinzima uma uqhubeka nokuduka, ukuphambuka nokungahambi ngenkambo kaNkulunkulu, futhi wehluleka ukwenza intando yakhe. Jeremiah 48:10 “Cursed be the one who does the Lord’s work negligently, and cursed be the one who restrains his sword from blood. 5. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu uma lomuntu umazi futhi ekhonza, olusho ukuthi usedukile, noma usephambukile futhi akasahambi ngezimiso zikaNkulunkulu kudingeka umkhulekise. James 3:10 from the same mouth come both blessing and cursing. My brethren, these things ought not to be this way. 6. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu uma lomuntu ungamazi, olusho ukuthi kumele uqaphele futhi ukhuleke ngoba kunomuntu ofisa ukuthi ungabi nenqubekela phambili, ungaphumeleli, kepha uthwale kanzima empilweni.
May Almighty God bless you man of God
thank you, ngane yakwethu.
Stay blessed.
Syabonga kakhulu ngsacela ukbuza if unesfiso soknikela wenza kanjani
Acc: 10 081 745 417
X.E Nkosi
Standard Bank
or you can use any other method.
Stay blessed
Siyabonga Pastor. You really have made my life easy because im a dreamer. Bengisacela lingincede kuleli phupho engibe labo, ngiphuphe ngibhukutsha ku swimming pool labantu abangamadoda ababili engibaziyo esakhula sonke as neighbours. Ngase ngibona ngiphakama emanzini ngase ngicina ngihamba phezu kwamanzi njengo Peter wase bible ngamangala ngase ngithi kulo omunye kaphakame adonse phakathi kwakhe umoya wokumenza aphakame. Kuthe kunjalo sabw siphuma emanzini ngase ngibona omunye ubhudi engimaziyo engagqokanga ngabona isitho sakhe kodwa ubengangitshengisi kodwa ngitshayisane laye enjalo.
Amen pastor wethu cela ukubuza ngiphuphe ngiwela emanzini amanengi ngigiginyiswa ngumntu ongu mlungu kungathi uyangikinya ngamhlaba ngejetshini kodwa Wala lokhe elwa lami kwaphele kunjalo
Amen...ndicela ukubuza iacount yakho ndifuna ukunikela
Acc. No: 10081 745 417
Bank: Standard Bank
Code: 051001
Acc.Hlder: X.E Nkosi
Thank you.
INkosi ikweznele okuhle.
Thank your for explaining Mina ngiphuphe ngiwela emugodini ona manzi
Amen
Amen,
Stay blessed.
ngiphuphe ngiwela emanzini ane crocodile efuna ukungidla
May the almighty bless u Pastor
Thank you, Zama.
Stay blessed
Good bless you my man.
You do Great work you
I appreciate that.
Thanks to you too.
Good day, kusho K'thini ukuphuoha Umneke uzala amaqanda. I was so happy when I saw this.
1. *Uma uphupha umnenke;* wuphawu olubi oluvame ukuchaza isichitho, nesigcwagcwa, osuke uthakathwa ngaso.
2. *Uma uphupha umnenke;* wuphawu olubi uma umnenke umnyama olusho ukuthi kumele uqaphele uphinde uthole nosizo ngoba unesitha noma imbangi ekuzama ngesinyama, noma ngesichitho esizokwenza ungathandeki kubantu nakumlingani wakho.
3. *Uma uphupha umnenke;* wuphawu olubi uma uwubona kusho kumele unyuse amasokisi futhi usebenze ngokuphindiwe ukuze uphumelele ngoba okwamanje impilo imile noma ihamba ngolonwabu.
4. *Uma uphupha umnenke;* wuphawu oluhle uma uhamba olusho ukuthi uzophumelela uphinde ubenenqubekela phambili kepha ngemuva kwesikhathi eside sozabalazo, ukuzimisela nokubekezela.
5. Futhi *Uma uphupha umnenke;* wuphawu olungabuye lusho ukuthi kumele uqaphele ngoba uzobhekana nesimo esizokuthela ngehlazo, sikushiye udangele.
6. *Uma uphupha umnenke;* wuphawu olubi uma umnenke uzala ngoba kusho ukwanda kwezinkinga, izinsiza nezinhlupheko.
7. Kodwa kwesinye isikhathi *uphupha umnenke;* wuphawu olungasho impumelelo engajwayelekile futhi ezoqhamuka lapho ungalindele khona.
Syabonga paster mina bengiwela umfula ngibelethe omunye ugogo wasefemelini yam osashona ngamshiya ngaphesbaya komfula kushoni
😂 siyabonga babe kusichacha nge maphupho amen
Thanks to you as well, be blessed.
Like u pastor
Sanibona pastor Bengisacela ukubuza Uma ngabe uphupha ubaba wakho ongasekho ekugezisa izandla emsamo ngamanzii asendishini em'hlophe amanzii a clean kusho ukuthinii lokho pastor
Mkhulu amen cela kubuza kuchazan ukuphupha umlungu efaka ubuhlalo yellow n white
Siyabonga 🙏🙏
God bless you
Thanks,
stay blessed as well.
Molweni pastor Mna ndiphupha umama wam sekatshona esithi mandimnikeze ityiwa ngimnikeze Abe sekeyi faka kuye emlonyeni kanje ngababatu abafaka is nefu emlonyeni ebukeka nje ngomntu ogulayo Thokoza
Sawubona mfundi ngiphuphe amafu
ayibhubesi ,amahashi, iskhova ne nyoni ingabe kuchazani
Ngisacela ukubuza ukuphupha ugogo engingamazi egqoke izinto zakwa Shembe ethi uyangiqalekisa ngicela ningisize
1. *Uma uphupha umuntu ekuqlekisa;* wuphawu oluhle oluvame ukusho ukuthi uzophumelela, futhi usimame uphinde ujabule naphezu kwezingqinamba ozohlangabezana nazo.
Deuteronomy 23:5 Nevertheless, the Lord your God was not willing to listen to Balaam, but the Lord your God turned the curse into a blessing for you because the Lord your God loves you.
2. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu oluhle uma ekusukela ekuqalekisa, lusho ukuthi khululeka, umsulwa, futhi uzophumelela ngoba akukho siqalekiso esizokulandela esingenasisekelo nakuba kunezimfamona ezikuzungezile.
Proverbs 26:2 Like a sparrow in its flitting, like a swallow in its flying, so a curse without cause does not alight.
3. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu oluyisixwayiso, nolusho ukuthi uzohlale udumele, udangele, ukhathazekile, futhi uphoxekile uma uqhubeka nokuthanda ukulalela abanye abantu.
Ecclesiastes 7:21 Also, do not take seriously all words which are spoken, so that you will not hear your servant cursing you.
4. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu olubi nolusho ukuthi uzokwehlelwa yizishayo, nezijeziso ezinzima uma uqhubeka nokuduka, ukuphambuka nokungahambi ngenkambo kaNkulunkulu, futhi wehluleka ukwenza intando yakhe.
Jeremiah 48:10 “Cursed be the one who does the Lord’s work negligently, and cursed be the one who restrains his sword from blood.
5. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu uma lomuntu umazi futhi ekhonza, olusho ukuthi usedukile, noma usephambukile futhi akasahambi ngezimiso zikaNkulunkulu kudingeka umkhulekise.
James 3:10 from the same mouth come both blessing and cursing. My brethren, these things ought not to be this way.
6. *Uma uphupha umuntu ekuqalekisa;* wuphawu uma lomuntu ungamazi, olusho ukuthi kumele uqaphele futhi ukhuleke ngoba kunomuntu ofisa ukuthi ungabi nenqubekela phambili, ungaphumeleli, kepha uthwale kanzima empilweni.
Angibingele profesa ngicela ukubuza nanka amaphupho ngiphuphe siwela umfula ongcolile obonvu ngino mzala bami abawu2 besilisa lomfula bewugijima sawela ngokushesha sibhukuda uma sesingaphesheya sakhuphuka intaba emanzi enodaka kodwa mina bengisekugcineni kuthe kusenjalo ngazibona sengingedwa ngibhukuda emfuleni omhlophe ngibhukuda sakuwelela ngaohesheya kodwa bekukhona into ebikhona kulomfula nayo inyakazisa amanzi kodwa ngaphansi ngaze ngazizwa ngethukile ngizitshela ukuthi inyoka Yamanzi
Sawubona pasta weningi. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugibele top of roof wehlise izitja zokudlela. Uphinde uphuphe imvula ingena endlini. Ngiyabonga
Uma bekuphuphela Ubhukuda eMfuleni ude uwele bese ubaXwayise
Ameni pasta
Thanks Sebe, Stay blessed
Ngiyabingelela nceku yeNkosi kutsho ukuthini ukuphupha uhamba emfuleni uthi usuphakathi kwawo ubusungenisa amanzi angcolile ube ungasaboni ukuthi uphume kuphi amanzi esegcwele indawo yonke kungathi lulwandle
Dank ngane yakwethu
You're welcome, kubonga mina.
INKosi ikulonde,
Ngyabingelela...Ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha uhamba emfuleni oshile phakathi uze ufinyelele lapho uzwa khona ukuthi uyasaba besekusenjalo ngyabona izinyoni ezimbili neqandaphakathi kwazo....mangivusa amehlo phesheya komfula ngibone amabhubesi amabili sekungathi ngyathamdaza
Mina umnenke ngiphuphe ngiwudla😢
Ukuphupha uwela amanzi amgcolile. Kubenzima ukudlula noma ukuwela kuwo kodwa ugcine uwelile. Kusho ukithini uma uwawelile ugijima ngoba uwabona ukuthi angcolile
Ngiyabingelela poster weningi
Ngiphuphe ngingena estolo thizeni umnikazi stole ebala imali within animals umyango kuze abantu bengaboni meqeda wangiphaR220,mangiphuma lapho kubukeka ngathi bekunemvula eenkulu but alisani kunekhukhula ezinodak excellent komgwaqo engihamba kuw
Sawbona Pastor weningi ngisacela ukubuza ngiphuphe isthwalambisa lesi esiluhlaza sengathi sinqamuke phakathi nendawo manje angisakhumbuli ukuthi ubushawe yni ngizama ukukhumbula kodwa angsakhumbuli manje lento ingiphethe kabuhlungu
Pastor weningi ngyabingelela ngicelanukubuza ngiphuphe ngibangula ameva enyaweni kuphuma umonvu olunengi ngisithi kusisi wami bheka ameva lawa macane kanjani kodwa ubomvu olunengi kanje
Please check this video
It might be helpful.
Filename
Ukuphupha ameva
Video link
czcams.com/video/7bErDBFqveU/video.html
Stay blessed.
Ngyabonga pastor
Thankyou so much
Most welcome 😊
Stay blessed
Ngiphuphe amanzi anekati phakathi ngicela ungicazele
Thokoza Mkhulu mawuphupha umntu ogalela amanzi phezu kwetafile
If uphupha uwela umfula ocwebile unezingwenya but zizilalele uze uphumele phesheya,bese ufica kunokudla kwestokfela kuthiwe okwakho kuchazani??
Ukuphupha uhamba emanzini angcolile ngathi uyamuka abantu bengakusizi
Ngyabingelela Pastor....
Bengicela ukubuza iphupho elingihluphayo izikhathi eziningana....Ngiphupha ngishelelela ngiwele emfuleni...uma ngiphakathi ngize ngigwilize .
Ngyabonga
Ukuphupha ukha amanzi epopini
*Uma uphupha ukha amanzi empompini noma emthonjeni;* wuphawu lokuchuma okukhulu, inqubekelaphambili, impumelelo, ukuvuselelwa kanye nezibusiso
Good day pastor....min ngiphuphe ngiwela umfula but ngindiza if sengingaphesheya ngazibona sengigqoke ibring e silver's.....ngucela ungihlaziyele
sawbona poster ingane kasisi ithe ingephuphe ngikhulelwe ufishi angazi kusho ukuthini and kungiphethekabi
Kusho kuthini kuphupha uwela umfula