His Holyness Lord A.K Shembe

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 24. 05. 2011
  • INkosi iNyanga yeZulu ngoJuly 1985, emzini oyingcwele waseBuhleni

Komentáře • 25

  • @noziphomantengu8961
    @noziphomantengu8961 Před 5 lety +11

    These videos need to be preserved for the future generation.

  • @khulekaniwellcomembatha4177

    NANGU KE ESIMAZIYO OSASEBENZA NANAMHLANJE .ABANTU ABAYEKE UKUHAMBA BEKHONZA NJE NOMA YINI.U BHOMBELA,ILANGA,INYANGA YEZULU,U THINGO LOKUBATHIYA NO NYAZI KUPHELA LAPHO.

  • @dumisanikhuzwayo6828
    @dumisanikhuzwayo6828 Před 5 lety +4

    Hhahh😇 yaze yajula intshumayelo ibe imnandi futhi iyafundisa; siyabonga kakhulu uShembe abusise ukulalelwa kwezwi lakhe.

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 11 měsíci

    Lo uNkulunkulu wangempela 🤞 UJehovah westhathu INyangayezulu 🌙🙏 kwakukhulunywa kuhlatshelelwa uze usikhumbule nkosiyamakhosi 🙏

    • @MagicZakhe
      @MagicZakhe Před 11 měsíci +1

      Uthi uShembe Dumisani uJehova nigcine imiyalelo yakhe anilobela yona ngenceku yakhe uMose, akashongo ukuthi Dumisani uShembe.

  • @justirembongwa6737
    @justirembongwa6737 Před 10 lety +3

    ngiyaqala ukuzwa inkosi inyanga yezulu....ngiyabonga ..ameeeeen

  • @mttmaaa9433
    @mttmaaa9433 Před 2 lety

    Haaaaaaaaaah kwathi andivumephe zulu nam, sukaah

  • @vumilegazu9114
    @vumilegazu9114 Před 9 lety

    Umshaayi wezkhova ezmbhili ngesagila sisinye ushaye u cannet kanye nomkakhe ugloria in tomb yasemawotana ungalo since azlingananga nezamaphekula

  • @siphomthembeninxumalo6622

    umuzi wamanazaretha,,,,ukhazibula ngaphazu kwenyanga ne-langa..auuu madoda,,yahlabelela inkosi,,wahlabelela uthizo, wahlabelela umvelinqangi..yangivuselela inkosi,,,from 5% to 100%

  • @thabanmncube3777
    @thabanmncube3777 Před 7 lety +2

    Aw madoda lihle nezwi lakho akabhekeki ungu JEHOVA

  • @senzogwala1607
    @senzogwala1607 Před 2 lety

    Inkosi yomusa

  • @lungisanimasosha9654
    @lungisanimasosha9654 Před 3 lety +1

    Sikhumbule Shembe oyingcwele

  • @siphiwesibiya5747
    @siphiwesibiya5747 Před 7 lety +1

    Nkosiyezulu nomhlaba

  • @thembaningwenya1620
    @thembaningwenya1620 Před 5 lety

    Oh Nkosi ayesahlangene amanazaretha

  • @sibonisowisyrorkesdriftesh4641

    Syabonga ngalomsebenzi omuhle kangaka

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 Před 11 lety

    me too ngikhliwe kakhulu

  • @MagicZakhe
    @MagicZakhe Před 2 lety +1

    Ngibonga ukucaciselwa ukuthi uShembe wayengumuntu waseZululwi ayi ukuthi unguNkulunkulu

    • @khekhelezinyosimakhekhe5919
      @khekhelezinyosimakhekhe5919 Před 2 lety +1

      Uyilalele kahle lapha ku 4:15-4:30mins

    • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
      @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 11 měsíci

      Ngicela ukukuphikisa uShembe UnguNkulunkulu inkinga akazishayi isifuba athi uNkulunkulu uyazehlisa azibeke kwi level yabantu nje abafana nami nawe indaba kaShembe ifuna wibuke ngeso likamoya hayi ngeso lenyama indaba kaShembe ifuna ujule ngomqondo uShembe wayevese ekhona eZulwini konke kungakabibikho ewunkulunkulu uthe uma esefuna ukuza emhlabeni wasebenzisa inyama efana neyami nawe kungashona ilanga uma ngichaza ngoShembe

    • @MagicZakhe
      @MagicZakhe Před 11 měsíci +1

      @@MthokozisiNgcobo-yu5xw Uma singalungisana kwinkulumo ethi mina ngiqonde uNkulunkulu onguJehova, lona owatshela uShembe umqali wendlela ukuthi abahlangane eNhlangakazi. Angisiyena umNazeretha kodwa ngiyazifunda izihlabelelo. Uma ungafunda lesi esithi Wangidala wenankosi zingakaqini izintaba ngasengizelwe uzoyiqonda into yokuthi wadalwa uNkulunkulu ayi ukuthi yena unguNkulunkulu. Kukhona lapho afundisa khona ukuthi Dumisani uJehova. Ukube wayenguNkulunkuku wayezothi Dumisani uShembe.

    • @luyandazulu7395
      @luyandazulu7395 Před 4 měsíci

      @@MthokozisiNgcobo-yu5xw ngamanye amazwi uyakuphikisa okshiwo inkosi iNyanga YeZulu bhuti?