Shembe: INkosi ILanga (Hlala nathi Nkosi yethu-89)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 30. 04. 2016
  • "Phakamisa wena Nkosi, Lokhu Kuphakama"

Komentáře • 39

  • @sfundongcobo4090
    @sfundongcobo4090 Před rokem +5

    ❤❤ ifa lethu esalinikwa jehovah wethu baba mkhulu

  • @sfundongcobo4090
    @sfundongcobo4090 Před 11 měsíci +3

    Ayikho into enhle njengobunazaretha mhabeni wonke jikelele❤

  • @sakhilemthethwa3802
    @sakhilemthethwa3802 Před 4 lety +7

    INkosi yami. Yathi kimi anginyathele la inyathela khona. Kunjalo nje angisuki. Siyabonga Nyazi lweZulu. Uma nginyathela la kunyathele wena Baba, nginyathele la kwasho khona ukhokho wami iLanga.

  • @khulekaniradebe2188
    @khulekaniradebe2188 Před 4 lety +4

    Kunyakaza imimoya, kuvuka ukuphila. Wahlabelele uJehova. Banenhlanhla abanye abantu

  • @Khanyisani_Bill
    @Khanyisani_Bill Před 6 lety +13

    I-harmony esebandleni iyamangalisa. I-rhythm ngathi khona obhidisayo. Ayecula kahle ama-Nazaretha kdala kunathi.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před 4 lety +5

    Hha asho amaNazaretha bangcwele kwananela intaba,kwangathi bekungananeleka nakithi ezinhliziyweni,ezinqondweni lukhule udumo lokuMthanda uShembe okhona...inkosi ayibusise esikuzwilekho

  • @mbongenibidi
    @mbongenibidi Před rokem +1

    Abukhule ubuNazaretha Nkosi yomusa. Bume ingunaphakade njengokusho Kwakho Somnganise.

  • @phindilesithole4902
    @phindilesithole4902 Před 7 lety +11

    umdali wezulu shembe 😢😢 ngibona amazulu akho baba

  • @nonikutta6743
    @nonikutta6743 Před 2 lety +1

    I never listen took time to listen to followers of Tatu Shembe, only today I have listen to his story. What can tell u, is one of the true prophets, God sent. He never lived for himself, he came to deliver the message, how God wants people to be saved from their sins.
    That proves that all those who call themselves prophets currently, they are not even close... He is an epitone of a prophet, and u can tell not from people but from God himself, may all his followers start to walk according to the book of law, meaning the way of the Cross.
    Because who is given much, much is expected. Everyone who has ever listen or head his teachings you will be judged more(listen to Nosipho and Nozipho s testimony).
    If u have nt change I don't know. May the good Lord bless u all. 💖💖

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 7 lety +10

    YAHLABELELELA IGUQUGUQU UMHLABA UYAPHENDUKA UMUNTU OWAYEMUHLE YEDWA EMHLABENI

  • @amavhungandze1146
    @amavhungandze1146 Před 6 lety +8

    Mmmh anginawo amaningi Kodwa indlela engbusiseka ngayo mengizwa lomhlabelelo ayichazeki

  • @bhekimtolo_sa9970
    @bhekimtolo_sa9970 Před 11 měsíci +1

    Baba Langa lokukhanya !!!

  • @gregnzuza4332
    @gregnzuza4332 Před 4 lety +4

    Nakhu thina esikwaziyo kusadliwa ngoludala emzini omdala osiwaziyo

  • @buhleperlican1926
    @buhleperlican1926 Před 5 lety +6

    shembe is the way

  • @zakhemgenge4568
    @zakhemgenge4568 Před 3 lety +1

    Ngahlabelela lesi Hlabelelo ngaloshuni eThempeleni lakithi eShowe waphaka uMshumayeli wathi ngyabhimba ngzohlekwa omama nhlahla leyo sasisesifungweni mmh! ngaswela umgodi wokucasha

    • @muzihlongwane3240
      @muzihlongwane3240 Před rokem

      Loooool hw umshumayeli mxolele wenziwa ukungazi .ukuhlabelela kwakudala nokwamanje akufani

  • @muzikayiseamonngubane5502

    Ingunqunguqu umhlaba uyaphenduka nhlanzi

  • @southafricanmusicjoy.
    @southafricanmusicjoy. Před 6 lety +7

    Shembe is the way

  • @sbongakonkegcaba3846
    @sbongakonkegcaba3846 Před 3 lety +2

    Washo madoda umuntu wasezulwini

  • @favouritelindiwe9024
    @favouritelindiwe9024 Před 5 lety +5

    Yabusisa lesihlabelelo

  • @nontokozobuthelezi2791
    @nontokozobuthelezi2791 Před 6 lety +7

    Mhmm Shembe💖

  • @Nduduzo12
    @Nduduzo12 Před 5 lety +4

    Hlala nathi nkosi yethu

  • @bhekimtolo4029
    @bhekimtolo4029 Před 2 lety

    Kuyezwakala malihlabelela iLanga ukth umuntu waseZulwini, into ayihlabelelayo ingena ngeziqu zoboya futhi kumnandi nokulalela uzwa umuntu wase Zulwini.

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 Před rokem

      Yasho iNgungu mahlombe use ungithande nami Nkosi yethu

  • @siphiwesibiya5747
    @siphiwesibiya5747 Před 7 lety +7

    uLangaphuma sikothe nabalothayo liyabahangula ingungumahlombe ngokuthwalizono zethu ukhakhayilweynkomozakithi eMkhayiden

  • @siphiwesibiya5747
    @siphiwesibiya5747 Před 7 lety +7

    mmm Nkosiyezulu nomhlaba

    • @ntuthukoshezi2782
      @ntuthukoshezi2782 Před 5 lety +2

      aw kuhlabelela bani yena mmmmm UJIKELELE,,,,bayadela abambona

  • @Brizzynash94
    @Brizzynash94 Před 7 lety +3

    syabonga ngsacela ningifakele Mshu Makhathini

  • @sifisojetromthethwa3377
    @sifisojetromthethwa3377 Před 7 lety +2

    ngisacela ningifakela inkonzo lapho khona inkosi UThingo lukhuluma khona ngokuthi sebefuna ukubeka umfowabo esihlalweni sakhe uma ngingaphosisi kwakusegibisila

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 7 lety

    Kunzima okwakho Nlosi kulikhuni use umkhumbule Moosi

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 Před rokem

    💯💯💯💯💯❤️🙌🙏🙏

  • @gregnzuza4332
    @gregnzuza4332 Před 4 lety

    Ngabe kuhle kakhulu ukube umona awufikanga basa sontela e Kuphakameni emzini esiwaziyo esahlakaniphel ukhona....suka wafika u mona kwama amaqembu qembu kodwa thina esazi umlando syalaz iqiniso but asihlangene coz yonk imizi inezindaba zayo