Very Humble guy, namahloni. But Insizwa eyayizethemba kakhulu, izazi ukuth inamandla ebhubesi. Akekho oyeke afike kuMgqumeni... He was just talented nje ..NjengaboMessi , Ronaldinho ebholeni, oB.I.G,Tupac, Jay Z,Lil Wayne koHip Hop,etc. I'm speaking of God given talent. The Best Maskandi artist SA ever had.
Akekho oyofika lana he was the king of Maskandi,, awuuh kodwa Bhova lika dika dika walala ngempela ngsayidlala namanje ingoma zakho kwelakithi e Zimbabwe
Lala ngokuthula Qhawe lethu bhova likadikadika ey wawuzithobile nsizwa ,wawbeka kwelinye izinga umculo wesintu ,noma babekucindezela bt even now we still see your job
Very Humble guy, namahloni.
But Insizwa eyayizethemba kakhulu, izazi ukuth inamandla ebhubesi.
Akekho oyeke afike kuMgqumeni...
He was just talented nje ..NjengaboMessi , Ronaldinho ebholeni, oB.I.G,Tupac, Jay Z,Lil Wayne koHip Hop,etc. I'm speaking of God given talent. The Best Maskandi artist SA ever had.
Sengibone kahle ukube azange abe khona uMgqumeni ngabe into eyaphelela emoyeni umaskandi
Hahahahahahaha hawu Jobe lisemsulwa namanje iqiniso owalibhala
Ngabe wafa njengekwaito
vele
Ushokahle bafoe
Ngiyakufakaze mfoka Matshana
Namanje lomfana usahamba phambili nge Score🙌
Uthando lwakho alupheli kimi namanje zingoma zakho ngathi zintsha 💔💔💔
Feb 2020. Im still very much inlove with uMgqumeni😘😘
Even 2021 we still here 🔥❤️
@@mphorubens9467 we will be here forever futhi🙌❤
How I wish he had done more interviews or God kept him for a little while 😩😩😩😩
@@mphorubens9467 he died too soon😭 and I dont think my heart will ever find rest. I guess I wouldve been at much ease if he passed on at 40 atleast
Aw Mzilikazi, this guy was very humble, yet the best in what he did. sinjalo thina amaNtungwa
NQUTHU YAYBUSISEKE KAKHULU NGAWE QHAWE 🥰🙏🙏
Akekho oyofika kuwe mta ka Ngenzeni😭😭😭😭
2023 I bhova ngisalithanda kakhuuulu. Akekho oyofika kuwe
La-la Mgqumeni mfowethu siyohlezi sikukhumbula...♥
Akekho oyofika lana he was the king of Maskandi,, awuuh kodwa Bhova lika dika dika walala ngempela ngsayidlala namanje ingoma zakho kwelakithi e Zimbabwe
Wawuthi uyomyeka yini umcabangeleni wakhe heeee? Nansi inkosi YOMASKANDI phinde futhi ibe khona.
Sbusiso Mbhele ngyakvumela mfo
A very humble guy and well spoken 👏🏾🕊
wabishaaaaaaaa awusuka idlamanzi madoda kuyohamba insizwa kosala ibongo.Njengoba sekugcwele lamabhimbi ango Khuzani etc inkosi ezizibekayo ayi ngoba
2019 ngisahleli nawe qhawe lami
umgqumeni naku live show wayeshaya ingoma njengoba injalo hayi legenge yamanje iyabehlula ulive bavele bebhimbe nje
Ngeke balunge abafokazane yibhova leli lalilibi kakhulu👍😅
Awu kodwa salimala lana 🤞🤞🤞
auu ngeDlamanzi
Siyohlale sikukhumbula ,nango 2020 sinawe
one and only king of maskandi full stop 🛑
2020 ngsazinzile qhawe kuwe
Yey sasikhona isisoka la kulensizwa
Awu kodwa unkulunkulu unephutha, wayecangeni mhla ethatha lendoda
Mgqumeni RIP 😓😓mina phansi kwelakithi eMondlo ngyohlala ngikukhumbula mfo ophuma kwagxobanywo
Unkulunkulu wayesobukisa ngawe MaShobane
Im still deeply inluv with you mashobane😢
ibhova lika dika dika inkosi yomaskandi ngisho sebephelele noma ungphika kodwa unembeza wakho uyokutshela ukuthi ngiyinkosi yomaskandi noma inkosi yamasoka
dankie syabonga nkunzi 4 uploading umculo omnandi kangaka(ashiiiiiiiiiiiiiiii) au nkunzi awzame nale ngoma ethi qonywe intomb emhlombe ngizoshanda nayo mary godimmo yangbusisa leyongoma yebhova
tnkx dude...he was a real man
Asikuzwa uthini, uthi uDudu wenzeni manje
idlamanzi inkosi kamaskandi !!!!
aw ngoba ukufa kulinuku
Ukbenineqinis baculi ngabe unyka noyka nihmbisa okncane kbokakwakh Pho obni umhawu Kini.
Lala mashobane😢😢
Ibhova lethu namanje ngisabuka
Awuuu suka nini suka suka suka arhhhhhhhh
Emculweni kamaskandi akekho oyovala iskhala salendoda ngiyabona bakhona omaskandi abakhona nabo bayashaya ngendlela yabo bt akekho oyovala iskhala sikaMgqumeni
Thanks shenge number one qhawe
😭😭Ibhova lethu
Awuuuuuu ibhova likadikadika madoda,mhlaba uyafihla. Intsizwa eyayingenabo ubudlabha ikhuluma nje kahle policewoman ❤
Mfana KaMaqhawe hhawu, Idlamanzi ngempela madoda.... zolala izinsizwa madoda
Ladlala IBhova, uyazizwa kodwa leyo ntambo
Awu madoda shlahla yomnyezane 😢😢😢
Yayi mdlala Ulive le nsizwa
😭😭😭 Aw ngeDlamanzi lethu
bakhokhoba ngomnyama awu suka madoda wake wayimisa kabi ezinye ensizwa kodwa mfoka maqhawe siyakukhumbula mfwethu ulale kahle
Wenduku zaleNsizwa le zisele len eMsinga
Mana Nsizwa mana ngaz amagamakho ngusuka sambe mina wakhokhoba ngomnyama
king of maskandi akekho oyofana naye
Mmmm isisoka, 🔥🔥🔥aw sahanjelwa,
ingabe nizibiza ngamakhosi nje...ningakhava yini la kwiBhova..ngsakhala namanje..adliwe amandl' aleliqhawe... ngiyokulandela ngoze ngife.. Bhova!... dankie ngomcul' omnandi!!
😭😭😭😭
Ulal kahl qhawe lamaqhawe, inkosi kamaskandi ngempela hhai olokhunj
Wee kufa wasiphuca iciko lwethu.
uMaskandi udla ubhedu njeh iBhova.
Ibhova namanj kuwu2021 ngislithanda 🔥
Uyezwa noma ekhuluma ukuthi kasobhimbi ka fost kuyavuma nje kube wawungekho kube akasekho umaskand
Akaphoqi
Hambakahle Mgqumeni siyohlezi sikukhumbula
Hauuuu suku kulungile
🙏🙏15 years kodwa umculo wakho usaphila kanjalo negama lakho ubuqhaww abuthengwa kanjalo nobugagu lala Qhikiza lemnyekwane
2019 Mgqumeni ngisakthanda
MGqumeni is like Igcokama elisha
King Mfana ugqumo
Hawu nanti Idlamanzi
Mgqumeni kwaku yindoda enesiphiwo esimangalisayo
Lala ngokuthula Qhawe lethu bhova likadikadika ey wawuzithobile nsizwa ,wawbeka kwelinye izinga umculo wesintu ,noma babekucindezela bt even now we still see your job
mgqumeni.. nkunzi leya
Lala qhawe 2020
ayi chana uyangichaza kodwa masethi HE
2021-02-10 ngikhon neDlamanzi
Awu yinsizwa le nkosi yomaskandi sebephelele
ngibonga ukungaphaphi kwenu balandeli balendoda ngocela niwutshene wonke umhlaba ukuth yiyo euakhiqiza bonke labafana so uma bepiklelana basuke bencweka baphumandowonye lakwaphumakhona nalo omunye lingafihlwa iqiniso
Vivian Nkosikhona
2018 namanje sisakukhumbula dlamanzi.. Ulale uphumule qhawe lethu.
qhawe sisakhona ngo 2020
up bhova
Uyabona ugqoko lwaluhlupheka usizi lubhalwe emehlweni kulo😪😪😪
Wamvuma u jaiva
Hawu kungezi 07 December 2018 ngisayidlala namanje
Yinsizwa hayi umfanekiso
Ukufa ngabe ngiyazi la okuhlala khona bengizoya ukuyohlaselana nakho.
25 January 2021 sisayibuka namanje
ukufa😥😥😥
Ibhova liyamvuma uJaiva zimnike 🐓 lithi yinkunz and vele ngilapha ku2022
bayede ndabezitha
Ngsacela izinsimb la enomfilseni magubane izinsimb
Usegoli
2021 sisakthanda Bhova
Angibobni ukuthi ukhona oyothokozisa umoya wami njengo mgqumeni hayi bayongixolela omalunde
2021 still here
Mhlaba awunoni ngebhova kdwa
ngingayitholaphi lengoma "sungaze ukhethe ukuzibulala"
Easy come easy go
🤔Ey Kodwa mhlaba
Akekho umculi oyoba khona adlule lensizwa ngakho konke nje lensizwa ibikwaz ukuzehlisa noma ibona ukuth kudlalwa ngayo awuke nje ikhuluma inkulumo eclean kanjan
Impela mf2 lomuntu ubezihlonipha kabi uma ezokhuluma into ezolalelwa ngabantu ubengabhinqi
Awe
waphekwa lanake uJaiva
Gqumelashaaaaaaaaaaaaa
Uthisha bhovalikadikadika😭
Owu madoda continue rest in peace 😢
Lala ndoda yamadoda
Wahamba nazo zonke ingoma ,kodwa sisawudlala ukudlula laba abakhona umculo wale nsizwa
ngyawatha ama interviews ale ndoda yey
Cha yayiphiwe lendoda namanje sisawudlala umculo wakhe
2022 sisasho namanje sithi lala uphumule Donda
2021 NKR
😥❤