Lala ngokuthula Qhawe lethu bhova likadikadika ey wawuzithobile nsizwa ,wawbeka kwelinye izinga umculo wesintu ,noma babekucindezela bt even now we still see your job
Very Humble guy, namahloni. But Insizwa eyayizethemba kakhulu, izazi ukuth inamandla ebhubesi. Akekho oyeke afike kuMgqumeni... He was just talented nje ..NjengaboMessi , Ronaldinho ebholeni, oB.I.G,Tupac, Jay Z,Lil Wayne koHip Hop,etc. I'm speaking of God given talent. The Best Maskandi artist SA ever had.
NGsavuma umuntu wacula umaskandi wawuvala ,yonke igoma yayikhona la neh style 🎶👑❤❤
Awu kodwa salimala lana 🤞🤞🤞
Uthando lwakho alupheli kimi namanje zingoma zakho ngathi zintsha 💔💔💔
2023 I bhova ngisalithanda kakhuuulu. Akekho oyofika kuwe
MGqumeni is like Igcokama elisha
Lol thani uyadlala akekh ofana noMgqumeni kuMaskandi
one and only king of maskandi full stop 🛑
Unkulunkulu wayesobukisa ngawe MaShobane
Lala mashobane😢😢
Ibhova likadikadika umuntu ekhathele ebuya okhuleni Thambo lembongolo endala emnyama enedlebe elodwa eyabhongel kweyaseeMangunini yenama Imhlambi yentwala egcwele emakhanda onyoko ngithe zicophe sosha vele imsebenzi yakho Uwena owangihlebelela wakhohlwa ukungigqiba maqede ngabikela izwe wonda wena womela othini njengentethe.
Im still deeply inluv with you mashobane😢
Ngeke balunge abafokazane yibhova leli lalilibi kakhulu👍😅
NQUTHU YAYBUSISEKE KAKHULU NGAWE QHAWE 🥰🙏🙏
Lala ngokuthula Qhawe lethu bhova likadikadika ey wawuzithobile nsizwa ,wawbeka kwelinye izinga umculo wesintu ,noma babekucindezela bt even now we still see your job
Owu madoda continue rest in peace 😢
🙏🙏15 years kodwa umculo wakho usaphila kanjalo negama lakho ubuqhaww abuthengwa kanjalo nobugagu lala Qhikiza lemnyekwane
Ukbenineqinis baculi ngabe unyka noyka nihmbisa okncane kbokakwakh Pho obni umhawu Kini.
Wahamba nazo zonke ingoma ,kodwa sisawudlala ukudlula laba abakhona umculo wale nsizwa
Uyabona ugqoko lwaluhlupheka usizi lubhalwe emehlweni kulo😪😪😪
Wee kufa wasiphuca iciko lwethu.
Yayi mdlala Ulive le nsizwa
Awuuuuuu ibhova likadikadika madoda,mhlaba uyafihla. Intsizwa eyayingenabo ubudlabha ikhuluma nje kahle policewoman ❤
Hauuuu suku kulungile
Ngsacela izinsimb la enomfilseni magubane izinsimb Usegoli
Kuhle kakhulu lokhu osigcinele khona
Very Humble guy, namahloni. But Insizwa eyayizethemba kakhulu, izazi ukuth inamandla ebhubesi. Akekho oyeke afike kuMgqumeni... He was just talented nje ..NjengaboMessi , Ronaldinho ebholeni, oB.I.G,Tupac, Jay Z,Lil Wayne koHip Hop,etc. I'm speaking of God given talent. The Best Maskandi artist SA ever had.
haibo wafana no Jaiva loka left?
Uyena
Akekho umculi oyoba khona adlule lensizwa ngakho konke nje lensizwa ibikwaz ukuzehlisa noma ibona ukuth kudlalwa ngayo awuke nje ikhuluma inkulumo eclean kanjan
Impela mf2 lomuntu ubezihlonipha kabi uma ezokhuluma into ezolalelwa ngabantu ubengabhinqi
Emculweni kamaskandi akekho oyovala iskhala salendoda ngiyabona bakhona omaskandi abakhona nabo bayashaya ngendlela yabo bt akekho oyovala iskhala sikaMgqumeni
uMaskandi udla ubhedu njeh iBhova.
Ibhova liyamvuma uJaiva zimnike 🐓 lithi yinkunz and vele ngilapha ku2022
2022 sisasho namanje sithi lala uphumule Donda
😭😭Ibhova lethu
A very humble guy and well spoken 👏🏾🕊
Lala ndoda yamadoda
Ibhova namanj kuwu2021 ngislithanda 🔥
lento eyenzeka ayamukeleki😤
mfoka maqhawe
Inkunzi
2021 April sila
Awu madoda shlahla yomnyezane 😢😢😢
2021 still here
Uyezwa noma ekhuluma ukuthi kasobhimbi ka fost kuyavuma nje kube wawungekho kube akasekho umaskand
Akaphoqi
Yey sasikhona isisoka la kulensizwa
2021 NKR
Ibhova lethu namanje ngisabuka
2021 sisakthanda Bhova
2021-02-10 ngikhon neDlamanzi
Aw Mzilikazi, this guy was very humble, yet the best in what he did. sinjalo thina amaNtungwa
Mgqumeni RIP 😓😓mina phansi kwelakithi eMondlo ngyohlala ngikukhumbula mfo ophuma kwagxobanywo
Hambakahle Mgqumeni siyohlezi sikukhumbula