Cha uDlubheke uyawushaya u live umona phansi Bantu bakithi kanti kufunekani ba active backing I ryt nesiginci sixoxa indaba ongamthandi kuphela ongagxeka
@@nickythegirl4620..wawu gud dear we love our music even nokuncweka ngokwezinsizwa but they must take us for granted..#singamabhinca kodwa asibhincanga negqondo.
This is the Best live I never heard before, It my first time listening to it. I love it
Cha uDlubheke uyawushaya u live umona phansi Bantu bakithi kanti kufunekani ba active backing I ryt nesiginci sixoxa indaba ongamthandi kuphela ongagxeka
ai ai ai bafethu phansi umona i minister u no one ngo live yah yah ne ngyavuma mina
uyabona uma kukhulunywa ngo live, ubashaya bonke uDlubheke
I had to come back here, perfection
21:23 Hhaayi khona ngichazeke kakhulu siyakhulunyiswa isiginci laphaya dankie MfokaNondindwa .Hlaza wonke kwesakwaCebekhulu eMpangeni uyavuma
@@siyabongachili94 mfokaChili into enhle iyanconywa mntakababa ubona izwe lonakele kanjena nje loniwa ngonhliziyombi abahlale bebheke okubi kodwa nalapho kungekho khona
Umaskandi ngiyawuthandah cz ungakhile ngiselusizini ngakhula ngayindodah nam ngabaryt nam ngahle ngiwucule cz likhona ilizwi elimnandi bt asazi Nkulunkulu ngcela ungigcine ngivezeh elam ikhono
Dankie camera man muhle umsebenzi wakho uclean isezingeni icamera yakho
Kutsho umntanam athi mama cela undikhalisele la ngoma ethi ndinothando lwakhe. up laphoooo
Imnandi leyo ngoma
Akekho oyofika kumfoka Nondindwa nge live performance
zakhala mfoka nondindwa zangkhumbuza ibhova udlala wedwa mfana ....sebozonda labo leading guitar , ixoxa indaba...best live ever
Mfokanondindwa wethu wethu has nkosi ka live 🇿🇦🔥🔥🔥🔥👌👌👏👏👏👇
Inhle Into kaDlubheke.!!!! 🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Kunento engiyibuke ekugcineni kubukeke sengathi ungizwe uyazisondeza kuDlubheke ngendlela engimbone ngayo udlubheke ebengenasikhathi sikangizwe ngimbuke kahle ubelokhu emziba ezinakisa ebathe uyamlandela engamnaki kuze kwaba ukuthi noma esemxhawula ebengenandaba nje yena
Iyasithintitha isiginxi lensizwa,ingikhumbuza izinsuku zeBhoza at Royal Show Grounds
Basekhona omaskandi nangu omunye wabo
Phansi umona uyawshaya mfana ulive
Ayi khona ungenhla udlubheke
Ndiyabawela abantu bake bayeke ezizinto bazitshayayo okanye baziselayo. Nithelekisa uDlubheke noPotso, ndicela niyokhangelela uPotso oontanga yakhe.
Yakhaaaal'leyontooo
uPotso inkuzi kuLive
yah umfana uyawudlala uLive if ungaqhathanisi no Potso ngoba uPotso udlala uLive kaBhekumuzi no Lucky Dube
Ay ubizelwe kulento aka force💃💃💃ngchazeka sekathi hallelujah
Dear baculi nonke
Masikhuluma ngoLive emculweni kamskandi sikhuluma ngalento ayi lento enihlale nisisenzela yona emicimbin sithule sinibuke ngoba siyanithand angith..
Uqinisile n mina into eyenza ngingawahambi ama festival neminye kamaskandi ngicikwa I lento yokulingisa abantu bengadlali ulive
kodwa suhayelani khona bafo
Good clean work Camera Men ✊😎
Inkosi kaLIVE uNONGOMA usuvumile
Wena ngizwe uwusihlama sonke lesikhath ungasho kuth udlubheke wasebenza nebhova kodwa manje ngoba ubedlala kusimo sakho esngasaz thina usuyamqhakambisa udakiwe uchelele imbali eqhakazile zikhone eyibunile.uDlumbeke kudala aduma usuzoqamba amanga uthi naye uyamzala .usiphoxe Nkandla lelidixa
Nansi into esiyifunayo ulive ai lento yokugaxa iyginci abantu balingise ❤️
kushoni lokhu ule nkinga no Potso
Inkinga yani sisho into eyiqiniso kumaskandi ambalwa ama artists akwazi uku Performa estage
Mfoka nondindwa uyazwakala ukuty unalesandla sakdala sokdlala ulive onenkosi phakathy, Khuphuka kakhuluke lapho sgodo esimnyama
Nkosi ka live...up minister up...awusenantanga kulomculo lo
Koda ngizwa umsind olokh uthi uph uKhuba💙💙
Badlale kamnandi abaculi inkinga uNgizwe upepeza kakhulu njalo uma kukhona odlalayo estage ukhuluma lezinkulumana zakhe zobuwula mna angizwani nomuntu ozenzangcono ngabanye kube kuyisikhohlakali okubuhlungu ithina balandeli bakamaskandi esithatheka kancane ngoba asikwazi ukbona umuntu noma esenza izilima kunalokho siya ngothando..yebo kuhle ukumeseka umuntu kodwa asingavuni ubuwula bakhe.
Hloniphani Ndlela ....you steal my words , you and I 'same WhatsApp group'🙋
@@nickythegirl4620..wawu gud dear we love our music even nokuncweka ngokwezinsizwa but they must take us for granted..#singamabhinca kodwa asibhincanga negqondo.
Hloniphani Ndlela ...😂😂😂😂😂uqinisile iNqondo yona ayibhincile😂😂😂😂Waze wang'hlekisa yezwa
@@nickythegirl4620..entertainment industry sifanele ikuhleka ngeke singahleki oNgizwe besukela dr 3sec nl seyagqilazeka manje nanku esethuka abaculi..lol
Hloniphani Ndlela ..lol indeed bhut wam, all we need is just for having fun in this industry, Thanks anyway that was a good chat 👏👏👏
Mnxm uDlu njengoba kade wabakhona endimeni yomculo wayelinde upotso ukuze azi ulive? Mnxm anisangani go
ai kodwa uphapha kuze kweqe akathuli ngani adedele mculi aziculele engadamane ngala uyangenelela fthi ongizwe bazokumangaza
Wiiiybo bengithi ngbona ngedwa😂😂😂
Ayi uyayixebula intambo mfana Ayi 🙌👏👏👏👌🤝😀
When I get into music industry hes gonna be one of my ft
Up minister🔥🔥
yeh yeey iya rehers le ndoda ayi into yokudlala
UyiNkunzi minister.. yaz ngathi udlala CD ube udlala uLive
Ay ubizelwe kulento Minister 👏👏👏👏
Eskhundleni sokubala uJaiva Chunu uzokhuluma ngoDlubheke akaze esebenza nje neBhova
🤣🤣🤣YAFIKA WENA MCULWENI MGQUMENI BESHAYELA DLUBHEKE ISIGINCI BEPHINDE BENZE AMABACKING NOBABILI
Udlubheke ningamqhathi namagidangoma opotso nimehlisa isthunzi
ngiyayivuma lensizwa iyasishaya isiginci
ai mfana ngyakhlonipha u live into yakho........up up minister up.....
12:20 hhay iyangbusisa lengoma nangendlela eshaywe ngakhona!
Ai wena NGIZWE uthatha isayidi nje ngoba wawungafuni indidane suzonda noPotso lomfana wamageza uLive uyawushaya ai ledemo osivumisayona ngezagila
Ngingubheka.
Mhlongo.waseshowe.kwazulu
Natal.ngifunde.ambanga.aphezulu.emlazi.nàsentumeni
Zazikhala ngempela la
Yayikhuphukile lensizwa
Aw madoda akekho noyedwa oyosibamba la kuwe mfana umjaivo
Miiiiiiiinister mangenjalo...😂😂😂💞💞🔥🔥🔥
inkosi yamakhosi up Dlu
Inkosi kalive minister yabo bonke makungenjalo kuyanyiwa up mkhaya
Udlubheke no potso kphela ekumele bedlale u live ngoba bayakwazi
NoBahubhe
Minister huye kuphela oshaya isginci kahle
Credit to Cameramen clean graphics and sound quality aswell
yes that true bafo
Ingabo ubhuti no sisi bazalla ubaba munye or ubaba abehlukene?
✌✌king of live
Hhhayi ngiyamvuma ngolive hhayi uhamba yedwa
Lo uyingozi ngolive
ay mfowakithi uyayishaya lengoma ingqongqo kudlala intambo nami ngiyajabula
Umsebenzi omuhle
Come eatbheke😃❤️
Ameen
niyakhohlisana i best ka live Amageza Lana nje bayaxokozelaaaaaaaaa
Kuwe
King of live
Ngihlezi ngimatasa kakuGqoza kumbalwa ukuth ngithole ithuba🤣
Dlala Minista
Nakubuhlungu ncese!!!dankie mfika Nondindwa
King Dluu
Ibhova lasebenza kuyiphi ulbum noDlubheke??
Album ethi Siqhathwe Nquthu ibhova lalikhona Kuma backings
King of liveeee
Bafe2 langoma yokuqala ngingayithola kuyiphi iAlbum? ......kade ngibheka
Ningabokwenzani 2015 track 01
ngiyamgcobhoza ku live
Khuphuka 🔥
Mfoka Nondindwa
Amen haleluya
Ingqongqo🔥🔥🔥🔥🔥
Minister yabo bonke!!!!
Kanti minister ububaselweni shiiid man usukhuphuka kakhulu phela manje namba wani mfana 🔥🔥🔥
Wangidlalela kakhulu la Mzala ungayeki Mnguni
👏👏👏👏
hhai eseskitaza udlubheke hhai ai ai suka inhle lento
kanti iphi ivideo kaJaiva
Akadlalanga u Jaiva, ngiyibhekile ayikho uxolo
upotso akalbon eldlalayo la
Namanga mawumncoma nje Dlubheka mncome ungamqhathi noPotso yingane ku Potso
Makunjalo awkwaz ukbona akekho umculi kamaskandi ongalunga Ku Potso ngo live
uyaphupha bhuti uPotso ungenhla kakhulu😂😂😂😂
Uyinkosi Ndlubheke aiy
Up up up minister ngiyakuvuma
U live yinto enje
Halelur
Good performance
Uyasazi isimo Sami loool khuphumuka Ngizwe
Akaculi kamnandi kodwa intambo uyayibetha
Unamandla
Dlubheke uyadlala boy but isginci asingathuli if ucula asikhale usidlale ,ulive siyawazi thina ungadlali ngathi la
Yazi bengingakunakile lokho Senzo Power!
why intambo ingezwakali ngoba sifuna ukuzwa intambo ihambisane nakuculayo musani kudlala ngathi la
Ngyabonga laph ayikho into kalon yen uyazam khon akufan
Mina ngiyayizwa
Away kuphi ukuthi awuzwa ezindlebeni,intambo iyona ezwakala kahle kabi lana.. inkinga,yakho,awumfuni nje
@@kwakhozainzalokamgedleni7211 Nami ngiyizwa kahle nje intambo, ixoxa indaba akudingi ukuthi aze acule ukuze uzwe ingoma ukuthi izothini
Intambo iyezwakala kahle nje ngaphandle makuphazamiseka lena e connector eypikheni
yakhala lonto ai uhambile uMfoka Nondindwa bafana bakithi
hayi mfoka Nondindwa mabakuyeke ...uyinkinga
Ayngek idlala kamnandi I minister.
Kudala ngakungcoba Mina ku- live uuphethe ungasayivumi lento yokuqhathwa uwena manje oqhathayo
Uposto commander 2021
ya kunzima kodwa ay upotso ungenhla kancane ngoba udlubheke uthembe ingqongqo yodwa kodwa umnandi mfana
UPotso yena akanangoma phelaungakhohlwa ezeNdidane uma engaziyeka ngeke azwakale sdalo ,, ngyakukhumbuza nje
@Khuzani Khumalo Ubothi uyadlala mbhem u Potso yamehlula qah Dlubheke
Cha bafwethu u POTSO ungehla kwa DLUBHEKE uma kuyiwa ku live!!
Khuluma iqiniso
ingoma ikhona ukuthi yena ufice umuzi wakhiwe kodwa no dlubheke akanayo ingoma enamandla zibaliwe kuma CD akhe
i can hear fans asking where's KHUBA?
PHANSI ENKANDLA SYAVUMA HAAI UYINKINGA KING OF.....
Wheres nkulunkulu of maskandi vele🔥🔥💙💙💙💙
Bayazi ukuthi ulaphi abayanga ngani lakakhona
akawuyeke umculo lo ayi uchula ikaka akagcine ngaso isiginci njee qha
Manje nawe nsumpa suhamba ngeynduku uksizile umKhathazi
Is not