Umntwana uMisuzulu iNgonyama entsha yamaZulu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 6. 05. 2021
  • Iyamenyezelwa njengamanje ingonyama yesizwe samazulu. Ake siphose izintambo esigodlweni kwakhethomthandayo sicoshe bukhoma isimemezelo.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.

Komentáře • 54

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 Před 3 lety +12

    May God and our Ancestors protect our King nawo wonke amazinyane esilo. Bayede...

  • @luckybhekisisalanga2576
    @luckybhekisisalanga2576 Před 3 lety +9

    Siyabonga Shenge sezwa ngawe ubuqhawe owabenza phambilini....singaka zalwa...namhlanje sibubona nga mehlo

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před 3 lety +2

    Buthelezi 🙌🙌🙌 Sokalisa, Ngqengelele....SIYABONGA KAKHULU NGOMSEBENZI OMUHLE, ASENZELE WONA SIYISIZWE SAMA Zulu🙌🙌🙌🙌🙌👏👏👏👏 wasiphathela kahle kakhulu izindaba zase Ndlunkulu.

  • @mduduzihadebe3519
    @mduduzihadebe3519 Před 3 lety +16

    Kodwa uShenge INDODA ONGAYETHEMBA ngempela

  • @SipheDlamini
    @SipheDlamini Před 3 lety +4

    Ndaba thatha izihlangu zakho ungene esibayeni ugiye, uwena ingonyama yethu... Bayeeeeeeede! Ndabezitha! Isilo uCetshwayo uvuke wama ngezinyawo! ❤️😍✊🌟🕺

  • @smangamthembu6442
    @smangamthembu6442 Před 3 lety +3

    Ngegalelo lika Shenge ka Zulu, ngisho esekhulile emdala ukuphumula akakutholi💔

  • @buzani3208
    @buzani3208 Před 3 lety +17

    Kmele ngabe konke lokhu ukusho ngesizulu , angiqondi senzela bani ukukhukuma isingisi🚶🏿‍♂️

    • @khayalethuqiniso1026
      @khayalethuqiniso1026 Před 3 lety +4

      Ungasho uliphinde

    • @simphiwedube406
      @simphiwedube406 Před 3 lety +4

      Inkulumo yakhe yonke kade ingesiZulu, uchazile ease exolisa ukuthi ama documents abhalwe ngesilungu..uze wacela ku Mntwana uButhelezi ukuthi uma engabakhona ozotolika avele..kodwake kwangenzeka. Hence eqhubeke wawafunda ngendlela abhalwe ngayo

    • @vuyanimaster2212
      @vuyanimaster2212 Před 3 lety +2

      my Nguni brothers,there is nothing wrong about so that the global community can attest to the bestowal of the Zulu King,nxee madoda!

    • @beatricendaba3282
      @beatricendaba3282 Před 3 lety

      Ibuhlungu lento ukuthi ulimi kwethu silubukela pansi. Infact nonke olwethu sikubu Lela pansi. Please maZulu asifundise izingane zethu isi Zulu. Phesheya Ama language abalulekile kabi!

  • @fannieemmanuel3820
    @fannieemmanuel3820 Před 3 lety +8

    Bayede Ndabezitha👏👏👏

  • @sontogumede989
    @sontogumede989 Před 3 lety +7

    Oh bakithi uShenge👏

  • @xoliemapee3684
    @xoliemapee3684 Před 3 lety +5

    Prince Buthelezi 😢

  • @albertmoela8901
    @albertmoela8901 Před 3 lety +3

    Congratulation Misuzulu ummise umkhulise uhloniphe abantu who were close to your bangabi zi opposition zakho uzeke kade umsindo ndoda siyavuya ngesisigqibo you majesty

  • @ladyjane2737
    @ladyjane2737 Před 3 lety +5

    BAYEDE MISUZULU!!!! NGONYAMA🙌

  • @ecomcyaa6872
    @ecomcyaa6872 Před 3 lety +3

    London UK 🇬🇧 approves🤝 bekumele kukhulunywe isiZulu all the way. Nevertheless sithi Bayede wena KaZulu.

  • @phindilemseleku2777
    @phindilemseleku2777 Před 3 lety +1

    🙌🙌Bayeeeede

  • @Maweh2809
    @Maweh2809 Před 3 lety +3

    Oh bakithi u Ngqengelele 👏👏

  • @ntuthukobuthelezi4599
    @ntuthukobuthelezi4599 Před 3 lety +3

    His name says it all siyabonga

  • @Amani_Mihlali
    @Amani_Mihlali Před 3 lety +5

    Camagu!! Masivume isizwe sakwaZulu🙌🏿

  • @siphesihlemchunu5979
    @siphesihlemchunu5979 Před 3 lety +6

    Praise to the KING.....

  • @zb182
    @zb182 Před 3 lety +4

    Bayede! Ndabezitha!

  • @siphumlilemcinga7782
    @siphumlilemcinga7782 Před 3 lety +4

    Bayedee ukuthula mzi kaZulu ukuthula beNguni

  • @nothandoshezi5096
    @nothandoshezi5096 Před 3 lety +5

    Shenge

  • @thembilesikhakhane1224
    @thembilesikhakhane1224 Před 3 lety +1

    Bayede! Ndabezitha

  • @oddn9ne
    @oddn9ne Před 3 lety +4

    Nge English pho 😂 ihlaya ke leli inkosi impela

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 Před 3 lety +1

    Alifusege lelimbuka engabe lukhuluma isizulu
    Engathi singaphila lesisilo okumangazayo kungani bengajabuli if kumemezelwa Igama laso mmmm

  • @mumsymaisela4424
    @mumsymaisela4424 Před 3 lety +2

    Bayede, singabakho Ndabezitha

  • @anafrican807
    @anafrican807 Před 3 lety +1

    Bayede.

  • @sphamandlapearce2460
    @sphamandlapearce2460 Před 3 lety +2

    Ndabezitha!

  • @zenandesitofu8962
    @zenandesitofu8962 Před 3 lety +3

    Bayede mntane gazi

  • @zithakeswa6277
    @zithakeswa6277 Před 3 lety +3

    wena weNdlovu

  • @the_times_of_Gods_salvation

    ZULU

  • @siyabongamkhwanazi5034
    @siyabongamkhwanazi5034 Před 3 lety +3

    Esani isingisi,ukuphapha nje.

    • @simphiwedube406
      @simphiwedube406 Před 3 lety +3

      Ukube uyibukile yonke inkulumo ubuzoqonda ukuthi isingisi singene bese kwenzenjani

    • @siyabongamkhwanazi5034
      @siyabongamkhwanazi5034 Před 3 lety +1

      Yingakho ke ngibuza?

    • @simphiwedube406
      @simphiwedube406 Před 3 lety +1

      @@siyabongamkhwanazi5034 umbuzo wakho kodwa ngane yakwethu awubange usezwakala,, usuvele was indezelwa ilamazwi anenhlabathi ovale ngawo.

    • @homemade_by_sibo
      @homemade_by_sibo Před 3 lety

      Angikaze ngizwe nje ukba amawill abhalwa ngolimi lwesintu kwiSouth Africa yonkana.
      Kube bekunjalo noTata ebeyoshiya eyakhe ibhaliwe ngeSixhosa, namanye amakhosi amanje kwezinye izizwe abhale ngolimi lwawo.
      Yini ke eyinkinga?

  • @mxolisisiphe7009
    @mxolisisiphe7009 Před 3 lety +2

    bayede

  • @December17wed
    @December17wed Před 3 lety

    I totally love tradition and culture. So what happens to his not being married?

    • @thabanindlovu4436
      @thabanindlovu4436 Před 3 lety +1

      King Shaka wasn't married but he assumed the role kkkk maybe things have changed we never know

    • @December17wed
      @December17wed Před 3 lety +1

      @@thabanindlovu4436 I thought the same when I first heard he has to marry before taking the to the throne. It would, however, reflect the underlying feminine power in our very patriarchal world.

    • @thabanindlovu4436
      @thabanindlovu4436 Před 3 lety

      @@December17wed During days of Shaka the requirement of being married wasn't a serious one as most kings soon after Shaka were not subjected to that.Kunzima.But usually these infightings withing the royal family are common remember Shaka killed to be king and so are his successors.I support the new king

    • @December17wed
      @December17wed Před 3 lety +1

      @@thabanindlovu4436 I'm not Zulu but am firm on my stance of the black nation returning to the soil and so support Kingdoms gagolo. From what I have heard wrt the royal proposal and Sobhuza's conditions of accepting the proposal, how Misuzulu was brought into the world (from the supposed leaked Rakgadi voicenote) then I totally support him too.

  • @sphuthandoermyeza8
    @sphuthandoermyeza8 Před 3 lety

    Ey how ironically the Zulu king is appointed in western language,lafa elikamthaniya💔

    • @siyabongamkhwanazi5034
      @siyabongamkhwanazi5034 Před 3 lety +1

      Mfwethu lento nje nami kangiyizwa kahle.Ehlalankosi pho,akukhomuntu wezizwe laphaya.

    • @mvumenimzimela3590
      @mvumenimzimela3590 Před 3 lety

      Reading of a Will, Akabekwa! Kuzokwehla izinkalo mhla ebekwa.

    • @sphuthandoermyeza8
      @sphuthandoermyeza8 Před 3 lety

      @vumeni still bekumele besebenzise olwebele esigodlweni pho.