Umlando ngamakhosi esizwe samaZulu ngokwelamana kwawo

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 13. 03. 2021
  • Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #RIPKingZwelithini kuSocial Media.

Komentáře • 16

  • @FanyanaMkhize
    @FanyanaMkhize Před 2 měsíci

    Siyabonga.bahlonishwa.bengice.umlando.ngamakhosi.akaMkhize.kusuka.kuNkosiZihlandlangokulandelana.kwezindlu

  • @nazikalala
    @nazikalala Před 3 lety +3

    Siyabonga, kodwa akube kusahlolwa yini ngaphambi kokuthi kusakazwe? Lendoda efunda umlando ayibhedi ilala khona, uZulu noPhunga noNdaba bonke bazalwa ngo 1627. uSenzangakhona wakhothama ngo 1781 kodwa uShaka wazalwa ngo 1785.
    Kunephutha futhi kwi chart leli, uSenzangakhona akazalanga ngo 1727. Akekho uSomlando osho njalo. Uma ungathi 1757 ngingavuma

    • @tholendlovu1700
      @tholendlovu1700 Před 3 lety

      Nami ngimangele nje, kuyacaca ukuthi singbaantu asiwazi umlando wethu. Ubona nangawo lomdlalo ngoNodume Ehlezi kaMenzi, kuze kube kumanje akekho okewakhononda ngawo yize ungumbhedo 🤦‍♂️

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Před 4 měsíci

    Sengathi ungaphinda usiqophele Mtanenkosi ngoba akuzwakali kahle ukhulumela phansi siyabonga

  • @mziwendukuntsele671
    @mziwendukuntsele671 Před 3 lety +1

    Sinomlando lesizwe.

  • @user-ju9tm1eh5f
    @user-ju9tm1eh5f Před 5 měsíci

    #KINGOODWILLZWELITHINI

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Před 4 měsíci

    Cha bafowethu okuhle ukuba awagagule amagama amakhosi kuze sazi ukuthi ukhulume ngayiphi nkosi mina ngiyinzalo ka Slimana kaMkhungo kaMpande kaSenzangakhona

  • @user-ju9tm1eh5f
    @user-ju9tm1eh5f Před 6 měsíci

    UMLANDO NGAMKHOSI ESIZWE SAMA ZULU NGOKWELAMANA KWAWO MNGUNI LUZUMA MANDELA NTOMBEIA ZULU NKOSIKHULU QWABE SEZANGAKHONA JAMA NDABA MPANDE USHAKA DINGANE 1788 1840 MPANDE 1798 1872 SOLOMON NKHANYSHANA 1873 1933 1933 ARTHUR EDW MSHYENI CESTHAWAYO 1828 1884 SOLOMON NKHANYSHANA 1873 1933 ARTHUR EDW MSHYENI 1933 1948 NYANGAYEZWE CYPIAN MCYABEZENI ISREAL ZULU KING GOODWILL ZWELITHINI 1948 2021

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 Před 11 měsíci

    UMIANDO MNGUNI LUZUMA MANDEIA ZULU NKOSIKHULU QWABE MAGEBA 168 SOLOMON NKANYISHANA ARTHUR EDW MSHYENI NYANGENIZIZWE CYPIAN QUEEN DLAMINI ZULU MCAYIBENZENI ISRAEL ZULU KING GOODWILL ZWELITHINI

  • @selloletlalo5000
    @selloletlalo5000 Před 2 lety

    WAZE WA FANA NO NYANA WAKHO UVUSIMUZI NA SEBUSWENI NI YA FANA MPELAMPELA IGAZILAKHO SIBILI.

    • @khethazulu1905
      @khethazulu1905 Před rokem

      Ayikhona lapha kunenkinga mgamlando phunga noMageba ngolwazi bangamawele kodwa iminyaka yabo ihlukene kanjani

  • @emkay_4755
    @emkay_4755 Před 3 lety +1

    Lomuntu oGagula amaKhosi ungowaphi kodwa

  • @tholendlovu1700
    @tholendlovu1700 Před 3 lety

    Hhawu bakwethu, awaziwa ngempela umlando wethu singuZulu.
    Wumbhedo ke lo🤦‍♂️
    Into ebuhlungu futhi wukhuthi wona lombhedo wethulwe ngumsasazi womZulu kwizindaba zesiZulu

  • @sindiso_ndlovu
    @sindiso_ndlovu Před 2 lety

    Umsuzo womlando, khona abakhothama beno 150 years shuthi😡

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 Před 8 měsíci

    #KINGOODWILLZWELITHINI