Asikhulume | Ukuphathwa koHulumeni baseKhaya

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 09. 2024
  • UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uVelenkosini Hlabisa, uthi uhulumeni kazwelonke uzoqala ukuqinisa isandla komasipala abangaphethwe kahle.UHlabisa uthi uMnyango unezinhlelo eziningi zokungenelela okuhlanganisa nokubeka omasipala ngaphansi kweso lomlawuli noma kuhlakazwe imikhandlu.Njengoba uNgqongqoshe uHlabisa engena kulelihovisi ubhekene nezinselele eziningi. Lokhu kubandakanya izinhlekelele zemvelo zakamuva , omasipala abadonsa kanzima ngenxa yokugqoza kwezidingongqangi.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.

Komentáře •