Dr Khehlelezi uprofethe ngabasakazi abazoshona ku Khozi Fm

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 05. 2024

Komentáře • 383

  • @nokuthulamthethwa3636
    @nokuthulamthethwa3636 Před 8 dny +12

    We trust God uzophila uZanele iam a walking testimony. Iam recovering from stage 3 colon cancer. Izimpilo zethu ziphethwe UJehova

  • @qedezakhemkhwanazi8664
    @qedezakhemkhwanazi8664 Před 10 dny +36

    Abantu abahlukanise izwi like Jehova nezwi lemimoya yasemkhathini.bazalwane bhasobhani abefundisi abayizinyanga ngoba bazonidida ngalemimoya yabo

    • @TerenceSpsibanda
      @TerenceSpsibanda Před 5 dny +4

      Ngeynsuku zokugcina kuyakuba khona abafundisi bamanga, Nabathandi mali..... Izwi likucacisile

    • @gospelallthewaymlilo5783
      @gospelallthewaymlilo5783 Před 5 dny

      ​@@TerenceSpsibandangoKhehlelezi umfana wasesi Kalangeni

    • @bhekekezakhesylvestermbong8562
      @bhekekezakhesylvestermbong8562 Před 5 dny +1

      Kunjalo akuhlangani uThixo nezangoma

    • @user-ho2ed2hs8c
      @user-ho2ed2hs8c Před 4 hodinami

      Kunabantu abacabanga ukuthi uNkulunkulu ungowabo bodwa , uMdali is the owner of light n darkness that's why we have day n night.

  • @sicelomvdmedia7705
    @sicelomvdmedia7705 Před 11 dny +40

    Uma ibhayibheli likhuluma ngomqambimanga lisuke lisho uKhehlelezi nosathane. UJehova uthe , umuntu eqamb' amanga la😂

  • @nhlanhlaboniface3826
    @nhlanhlaboniface3826 Před 8 dny +9

    GOD will never talk to someone who worship other gods ...He's GOD ALMIGHTY.

  • @phindilezimbazimba
    @phindilezimbazimba Před 11 dny +13

    Imihloloo nkosiyami baba Nkulunkulu sisize nanku umoya wedimoni ukhuluma

  • @user-pl6if4nh6w
    @user-pl6if4nh6w Před 11 dny +29

    Hayi washo uBhaka uyi Skem ngampela wena vele uZanele uyagula futhi uzosinda ngegama lenkosi Amen

    • @nondumiso2127
      @nondumiso2127 Před 11 dny +1

      Kodwa usgujana ungenelwe hini nkosi yami 🤦🤦

    • @nkululekofreddy5745
      @nkululekofreddy5745 Před 9 dny +2

      Cha kodwa uKhehlelezi unamandla sentimental kaningi khathi kuzoshona uBthelezi wamfica lomoya washo wathi iKzn uyibona izogubhazelwa ifu elimnyama kodwa Nina ningaqhubeka nimjaje

    • @somnyamantshokovaneongenam2346
      @somnyamantshokovaneongenam2346 Před 7 dny +1

      Nina niyakuthanda nokuphikisa lomjita akayisho into ingenzeki

    • @thembinkosiazwane5489
      @thembinkosiazwane5489 Před 4 dny

      Unamanga lomuntu

  • @doctormkhize778
    @doctormkhize778 Před 11 dny +13

    Uyanya wena. Zanele is not going anywhere ngegama likaJesu. She will live to glorify God in the name of Jesus.

  • @KnKhumalo
    @KnKhumalo Před 9 dny +7

    Mina owami umbono uthi ngicela okhozini bakuthathe crc lokhu okushiwo u doctor khehlelezi ngoba vele kumanje sizibuza imibuzo ngabasakazi bethu bokhozi ukuth kanti kwenzalani okhozini khona kubukeka engathi ikhona into ekhona bayashona nje mahlayeni abanye bayagula mina ngibona sengath kuyiqiniso elimsulwa nje ikhona inkinga o khozini abasukumele phezulu konakele impela 😢😢

  • @user-ct2yt2md9c
    @user-ct2yt2md9c Před 7 dny +5

    Ngiyacela Nkosi yami kabathandazi izangoma izinyanga Amazayoni ,shembe niyohlambulula emsakazweni ukhozi bayaphela abasakazi bethu esibathandayo Kazi konakelephi💔💔💔😭😭😭🙏

  • @thandokheswa1240
    @thandokheswa1240 Před 8 dny +6

    Usunamanga Dr Khehlelezi , vele asisathembi

  • @user-ig8pf9wd6i
    @user-ig8pf9wd6i Před 8 dny +5

    UZanele uzophila ngegama likaYesu wena khehlelezi yimimoya le yakho I the name of Jesus with pray

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 Před 2 dny

    Jesu sethembe wena wedwa kukho konke nqaba nabantwna bakho Smakade Sezuulu🙌

  • @Mkadebona
    @Mkadebona Před 10 dny +7

    Lento wubufakazi bokuthi abantu bayazondana abafiselani okuhle ungayikhuluma kanjani into Enjena umuntu egula why engakhulumanga before Zanele agule ezinye inyanga noma zingaboshwa angeke zikwazi nokuzikhulula

  • @user-mo1ve8lp4f
    @user-mo1ve8lp4f Před 9 dny +6

    Useshilo uKhehlelezi ningamthathi kancane uyabona lomuntu ningamdleli umona lento ayikhulumayo iliqiniso futhi izokwenzeka uma bengamlaleli nibofunda ukuhlukanisa isprofethi somuntu wesalamuzi nomuntu okhuluma ngesphiwo sesthunywa sakhe nizosho futhi ukuthi washo

  • @lonwabozweni3611
    @lonwabozweni3611 Před 6 dny +3

    I wish ukhozi can take him crc bcz I know,on prophecy he is the best ❤

  • @SibusisoErnest-qr3mm
    @SibusisoErnest-qr3mm Před 8 dny +5

    Izangoma nezinyanga zihlanganaphi nomoya ongcwelwe...shwele Jesu

  • @user-bs9js5my1w
    @user-bs9js5my1w Před 10 dny +7

    Amanga wakho khehlelezi akekho ongeke ashone gede ngamanga usukhuluma ngezibhobo ngoba uyizwile indoda ka Mazetzet isho njalo mnxm

  • @ThembinkosiMthembu-hm5kh
    @ThembinkosiMthembu-hm5kh Před 11 dny +10

    ey inamanga lenja fuseg man,ngoba nakhu kugula i Zanele Mbokazi

    • @nondumiso2127
      @nondumiso2127 Před 11 dny +2

      Mboneni ke lo sgujana

    • @user-ed9mc4es7w
      @user-ed9mc4es7w Před 10 dny +2

      Yadakwa lenjaaa uthin family kazanel isebunzimen kulenja

    • @Bubu521
      @Bubu521 Před 8 dny

      Ushembe,izAngoma😂😂😂

  • @nosindisosdudla3317
    @nosindisosdudla3317 Před 11 dny +5

    Noma bengakthuka Khehla onendlebe uzwile thina eskholelwa kuwe sizwile syawaz amandlakho angiwangabaz ...ngithukenike ngb nizele kona la

    • @Nunuhkheswa509
      @Nunuhkheswa509 Před 10 dny +1

      @nosindisosdudla3317😀😀😀fuseki ngempela ke manje aai ngyakthuka ke😀😀😀

  • @dudubuthelezi2159
    @dudubuthelezi2159 Před 9 dny +4

    UKhehlelezi idimoni elihamba ngezinyawo. In Jesus name kuzofa yena, hhay abasakazi boKhozi. Ukufa sikubuyisela kuye umnikazi wakho in Jesus name of Nazareth.

  • @sibongiseniinnocent3417
    @sibongiseniinnocent3417 Před 10 dny +7

    Waze wayikhuluma imbudane,inyimfinyimfi ufuna udumo nje kwaphela

  • @user-gb1lt1rv8q
    @user-gb1lt1rv8q Před 10 dny +5

    Mxm unamanga Lo!!! Kokuqala nje nezigubhu zakhe ziwumbombayi

  • @PeacefulMavovo
    @PeacefulMavovo Před 11 dny +17

    we all going to die anyway...

  • @FREEDOCUMENTARY-AFRICATO-ir2kp

    🤣😅LENYANGA MBUMBULU IDUME NGOMBHEDO NJE AYIDUMILE NGOKWELAPAHA...LELI QOLA LA SGUJANA USAZOBAQEDA ABANTU🤣🤣

  • @nonhlanhlamsibi1129
    @nonhlanhlamsibi1129 Před 11 dny +3

    The Holy Spirit and ancestral worship will never be on the same camp. You have sold yourself out, right there

  • @mankonjenimafu-rv5mv
    @mankonjenimafu-rv5mv Před 11 dny +7

    Amen abaphile osekubonakele kunqotshiwe

  • @thokozanithwala8569
    @thokozanithwala8569 Před 8 dny +3

    we condemn the Spirit of death in the mighty name of Jesus Christ

    • @mccularhcoolax5553
      @mccularhcoolax5553 Před 7 dny

      Yebanaketfu kunabantu abakwati ukuhlala NoNkulunkulu bekhulume naye thina simdinga kangaka bakwethu 🙄🤷‍♂️

  • @musa_dlamin
    @musa_dlamin Před 4 dny

    Abaprofethi bamanga. Mam zanele will suddenly recover in the name living God. Fire

  • @nompumelelomdlalose9556
    @nompumelelomdlalose9556 Před 11 dny +4

    Yini sengathi vele less profetho usisho evele uzanele Mbokazi esegula futhi ese admitiwe esbhedlela... Akasishongo before ahlabeke uzanele Mbokazi... Hhai I'm not convinced... Hhai kabi.

  • @user-cp1qe5gx7b
    @user-cp1qe5gx7b Před 2 dny

    This comes straight from the pit of hell. I fear iskhali sikasathane asisebenzisayo ukuthi usuke kwiposition UNkulunkulu akubeke kuyo. Ngegama likaJesu no weapon formed against people of shall prosper in Jesus Christ's name Amen 🙏🏿🙇🏿❤❤

  • @sibusisoholyart6998
    @sibusisoholyart6998 Před 10 dny +8

    Udakiwe lomsangano, igama likaJehova akudlalelwa kulona, uzokubona okwabonwa usawule Wena sdididi🤞

  • @user-hf8ix3of2z
    @user-hf8ix3of2z Před 2 dny

    I wish Khozi FM umamele and nimthathe I seriously u Mkhulu 🙏🙏🙏🙏

  • @PhumezaMiyaTheAdvocate-vg3gl

    Kodwa lobaba ungenelwe yin ngampela 🤦

  • @winstonparkies7142
    @winstonparkies7142 Před 8 dny +1

    In Jesus's name of Nazareth. Mme zanele mbokazi will heal and come back with testimony on Jesus name.

  • @sabelongema4958
    @sabelongema4958 Před 10 dny +6

    Hhay lomuntu seyabheda manje, akasiyeke thina manazaretha asihlangani nezangoma nezinyanga hamba wena uye khona, zomangala zanele evuka ekuguleni ngoba suhlekisa ngaye wena, le zimbabwe lifuna kusiphatha manje

  • @user-wo5cz7mj1p
    @user-wo5cz7mj1p Před 11 dny +16

    Awusathenjwa kakhulu wena ngoba usagijima kwipolitiki nje kant vele sasesingakuthembi vele usuzwe kthiwa uZanele Mbokazi uyagula sewukhuluma kanje

    • @FREEDOCUMENTARY-AFRICATO-ir2kp
      @FREEDOCUMENTARY-AFRICATO-ir2kp Před 11 dny +2

      EY NGOBA LELIQOLA LIWUSOMATHUBA...USAFUNA UKUQHUBEKA AQOLE ABANTU ELOKHU EZENZA UMPROFETHI NYANGA ABUYE ABE POLITICAL ACTIVIST...USENESKHATHI EGULA UZANELE AND UTHOLAKALE NE CANCER EYINGOZI LOKHO SEKUYAZIWA

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 Před 10 dny +2

      Uyahlupha serious uKhehlelezi😒😒

    • @lufefendavuza8112
      @lufefendavuza8112 Před 10 dny +1

      Ewe uqinisile sele evile Uba uyagula uzanele

    • @thabondlovu6688
      @thabondlovu6688 Před 10 dny +1

      Eish laba basazoshaywa nguJehovah🚮

  • @oxfordgatereception
    @oxfordgatereception Před 3 dny

    Eiy kwakubi ke seniphika nonke, kodwa ukhozi FM nabaphathi abake bayilalele lendaba bese beyeka ukubheka umuntu okhulumayo ngoba kuyenzeka uprofethw ngumuntu odakiwe. Kodwa ukhozi FM alucubulunge lombiko luyeke imizwa yabanye abant. Khona kuyonakal kuyaphambili okhozini 🙏🙏🙏

  • @thulanindlovu-wi3kb
    @thulanindlovu-wi3kb Před 8 dny +2

    Ei anothi zithi ilwane zami angenze ukthi,ngiyeke njalo usebenzisa uNkulunkulu coz nina nisebenza ngezilwane😢

  • @user-qj3vt6ux1s
    @user-qj3vt6ux1s Před 11 dny +6

    Manje njengoba ukhuluma into oyaziyo ukt kukhona ogulayo vele okhozini sekuyisiprofetho leso hai Musa ukuqamba amanga isiprofetho uprofetha into engakenzeki Musa ukufosa wena😮

    • @lungilezwane-ro5ww
      @lungilezwane-ro5ww Před 11 dny

      😂😂😂😂

    • @FREEDOCUMENTARY-AFRICATO-ir2kp
      @FREEDOCUMENTARY-AFRICATO-ir2kp Před 11 dny +1

      LELI QOLA LENYANGA LIWUSOMATHUBA...USEFUNA UKUTHI UYENA OWAPHROFETHA LENTO KUBE KUVELE SEKWAZIWA UKUTHI UZANELE UYAGULA AND KUBI ESBHEDLEA...LENYNGA ISIDAKWE ILOMKHONTO WAYO

    • @johannesmakhetha5001
      @johannesmakhetha5001 Před 11 dny +2

      No akaprifeti lobaba , futhi akezwanha Ku Jehovah or uthixo , ayikho into enjalo, yena Kahle Kahle umazelaphi.umoya oyingwele naaa, odibanisa impepho, izangoma ,inyanga , mhlaube uzwe kwi Nkosi yakhe lee ayithandazayo . Ninga dideki loowo myalezo auveli kuthixo tuuuuu. Eweee ukuthakatha bukhona ekhozini EFM bathakatha Abantu bakathixo phaa but sizokuleka.

    • @user-fp2qe7xi5j
      @user-fp2qe7xi5j Před 10 dny +1

      Sonke siyazi ukuthi kukhona ogulayo ushilo nomyeni wakhe ukuthi uyagula nje

  • @SibusisoNyembe-gb6rp
    @SibusisoNyembe-gb6rp Před 10 dny +3

    idimoni nje elikuphethe Khehlelezi, singaqambeli unkulunkulu amanga 🤦

  • @zethembisogibson6839
    @zethembisogibson6839 Před 8 dny +3

    Useqalile lomkhohlis namikhub yezithwalo zakhe...ayikh lent oyishoy wen

  • @user-ej2rj6xu3c
    @user-ej2rj6xu3c Před 11 dny +6

    Uyabheda wena. Akukho moya ongcwele la. Umoya omubi lo okade ekhuluma nawe futhi awuprofethi ukhuluma into esiyaziyo😮

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Před 11 dny +1

      Syayaz lento umunt akalandwa emsebenzin ulandwa lapho esuke uphumel khon mphefumulo

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Před 11 dny +2

      Sinezinkinga eziningi laSouth Africa okmel ngabe ilezinyang zishay khon umhlahlo kodwa zigijima zize ko CZcams

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Před 11 dny +1

      Awuyanga ngan e station uwobatshela ngesbonakaliso,khona isbonakaliso sivele sishiwo nje sidlangalaleni😢😢😢😢

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Před 11 dny +1

      nina enisangena ngalezinyanga niyodela mhla nazbona ninekelwa izwe kuthiwa beniyokhendla

  • @nkosithandilezinhledladla4136

    Ukuba bewukubone before uBK ashone no Zanele agula bengizokukholwa kodwa manje umuzi womuntu thize yini kanti ukhozi sekuzoshiswa nezimpepho ay mfo khuleka lapho uyozwakala nowakho uwedwa

  • @user-ln3ye5sz1j
    @user-ln3ye5sz1j Před 11 dny +5

    Ukuba uthe akukhulekelwe abasebenzi bokhozi FM ngabe ngizwa kangcono mina. Ukufa siyaz Sonke sizofa

    • @ThandekilegloriaSibiya
      @ThandekilegloriaSibiya Před 6 dny

      Akenithule nilalele nijule niyeke inzondo nokuhlambalaza vele ikhona lento oKhoIzini uNkulunkulu kuphela owaziyo kudlala um akhekhw laphaya emsakazweni

  • @thabomoyo7768
    @thabomoyo7768 Před 10 dny +4

    Unkulunkulu uhlanganaphi nezangoma nezinyanga .

  • @cynthiacele3959
    @cynthiacele3959 Před 11 dny +3

    Mòÿoyingcwele thatha indawo yakho onezindlebe zokuzwa makezwe🙏

  • @user-rv9nu2np8w
    @user-rv9nu2np8w Před 4 dny

    Esh I don't know but we hope konke kuzovikwa ngegama lika yesu 🙏🙏

  • @thembelihlemnguni3696
    @thembelihlemnguni3696 Před 8 dny +1

    Okubonakele kusuke sekunqotshiwe in the name of Jesus amen

  • @user-oe6lr2hu8y
    @user-oe6lr2hu8y Před 11 dny +3

    Yenzani pho ulindeni ngoba nguwena ofikelwe umoya hamba uyothandaza😉

  • @thabisilemoshoeu8516
    @thabisilemoshoeu8516 Před 10 dny +2

    Ubona sekwenzekile noma ubona kungakenzeki, yikona kuphi njengoba ususho manje?🤔🤦‍♀️🤷‍♀️

  • @nosiphonomlilo5680
    @nosiphonomlilo5680 Před 8 dny +1

    If ukubonile lokho as a man of God why don’t you pray, bcz we believe that masekuvelile lokho we believe that akusenalutho oluzokwenzeka, ngowuphi lomoya wakho nje hayi suka, siyakhuleka mamu Zanele uphilisisiwe ngegama likaJesu waseNazarete🙏

  • @MikeSibiya
    @MikeSibiya Před 11 dny

    Hampshire mkhulu nuyokhuleka nkosyami🙏🙏🙏akwenziwe esekubonakele🙏🙏🙏

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před 10 dny +2

    Eyi kunezithwalo ezibhedayo ezivele zikwenze ihlaya zikubukise ngezwe maseziphuphile uKhozi akusiwo umsangano lunjalo nje luyakhiphana ekhukhini mawulizela ngobuso😂😂😂

  • @gugukhumalo3617
    @gugukhumalo3617 Před 11 dny +4

    Ayi akame lo akasize ufikile mlomo usembalekele manje kade kunguye oculayo enkonzweni yakhe

    • @BossKemang-qp7sg
      @BossKemang-qp7sg Před 11 dny

      Osho nje ngeke ayenze umzo leyo yokulahla ufikile mlobo bazwana kakhulu, nami ngake ngabona la jhb enkonzweni ka fire. Hayi bo nasenimgxeka nonke mzo, nisho ukuthi akusekho okuhle akwenzile. Futhi naye umzo bafethu ungumuntu naye la emhlabeni. Heyi indoda umzo into nje hayi esigodlweni sakhe akanaso isikhathi. Kodwa kuwo lama minutes asihlolela ngawo, uyanela ushaya emhlolweni lensizwa. Lapho ekuhloleni ngiyamvuma ukhehlekhehle. Mina ngiyafisa ukuhlala naye phansi umzo angicathulisa kancane ngempilo. Hayi nina enijaha ukuthwala nemali nokuthwala. Ziningi izindlela zokuphumelela ozalwe nazo ukuthi uphile nawe. Mzo Mina ngiyalivuma idlozi elakungena cha linamandla. Umkhulu umanikiniki. Nale salukuzi esinempandla hayi banawe. Bayoze bakuvume mzo

  • @FikileDuma-mp6pw
    @FikileDuma-mp6pw Před 6 hodinami

    Unkulunkulu owazi nkonke ziphi izigubhu zamanga udlala ngabantu yooo💔

  • @ThembanipamelaSangweni
    @ThembanipamelaSangweni Před 10 dny +2

    Ngimnyanya kabi lomfana unamanga too much nd uzanele uzosinda ngegama lika jesu wasenazaretha

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 Před 11 dny

    Kodwa ngiike ngayisola lento yokshona kwabasakazi kangaka okhozini 😮 lekelelani bo Mkhulu akungabe kusenzeka ngegama lomfeli wethu uJesu Krestu Amen

  • @user-by5tf1ju3z
    @user-by5tf1ju3z Před 10 dny +2

    Kzokwenzeka nin ke since wena ubona ifuture usile lomfana

  • @user-dl5zx8xu8x
    @user-dl5zx8xu8x Před 5 dny

    Oqambela uMoya Ongcwele amanga akayikuthethelelwa naphakade Khehlelezi khuzeka baba

  • @KhethaMpanza-fp6yp
    @KhethaMpanza-fp6yp Před 5 dny +1

    Labantu baprofetha ngezilwane not ngomoya oyingcwele kaJehove be careful Bantu bakith ngabaphrofeth bamanga kodwa ke siyaya kubaba ekugcineni

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 Před 11 dny

    Wow hayke waze wayiqala dokotela indaba and wazi kahle ukuti kunenyanga ezokwenza eyayo video ku live izokhuluma lendaba uyikhulumayo ngeyayo indlela qha nje nami angifuni kubiza magama enyangi or wabantu

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela Před 11 dny +2

    mmmh Dr Khehlelezi mina ngiyakuzwa mina weeeh mkhuleko yadingeka

  • @user-zz6jq5bu3q
    @user-zz6jq5bu3q Před 11 dny +1

    Amen🙏

  • @user-uf5ui8xk4b
    @user-uf5ui8xk4b Před 11 dny +3

    Amen khehlelezi kodwa nezinto ezenzekakhona zixaka abaningi nenhlamba ezimbi okhozini ayi uvese ungazi ukuthikwenzekani

  • @user-dl5zx8xu8x
    @user-dl5zx8xu8x Před 5 dny

    Weee uqambela uNkulunkuku ananga angathi enanandla okwelapha ngokwakhe abesevethi Landa izangoma 😢😢

  • @nicholasmavumengwana6621

    God does'nt want to be amalgamated with other gods, He is a jealous God and He tolerates no rivals..God has no competitor He is one and only...

  • @injebomvu
    @injebomvu Před 10 dny +1

    Aw yehheeeeeeen😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 uNkulunkulu waphi lona ohambela izigodlo manje hhay Dokotela professor konke😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @zandilezah3404
    @zandilezah3404 Před 10 dny +2

    Imbudaneke le cha minake angikuzwa

  • @ayandamzolo7981
    @ayandamzolo7981 Před 2 dny

    Ngyazesaba izibonakaliso zikaKhehlelezi ngoba azishayi eceleni😢

  • @MfaniseniSosibo-kw8fp
    @MfaniseniSosibo-kw8fp Před 11 dny

    Baphephise Dr ngamadla ophiwe wona 🙏

  • @NoziphoMkhize-pp6vn
    @NoziphoMkhize-pp6vn Před 9 dny +1

    Haibo yena uKhehlelezi uyinsimbi yini nawe uzofa...sonke siphilela khona ukufa ngelinye ilanga...Saze sasha ilabaprofethi bamanga bawonontanda kubukwa ngezimo esidlula kuzo...Kulungile kusayisikhathi sakho nawe waze wangiphoxa sewufuna kuduma ngoKhozi fm ...Ngijabhile yazi...uyavuya wena ngeke ufe weKhehlelezi...

  • @sithuleleluyanda1214
    @sithuleleluyanda1214 Před 10 dny +1

    Kuzosuke kushone wena😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @Nunuhkheswa509
    @Nunuhkheswa509 Před 10 dny +1

    Sithini isiprofetho futh ;sithi wena ushona nini ??

    • @samelihle
      @samelihle Před 6 dny +1

      Asikuvezi kshuthi okuhlangene naye nakhu akazisho yn yena ukuthi ufa nini

  • @Zodwa-ry5bn
    @Zodwa-ry5bn Před 4 dny +1

    Moya ncwele ...shembe+ sangoma+inyanga akuhlangani

  • @LungeloMwelase-px8yi

    cha yekela uJesu, wena shono nje ukuth khona abasebenza okhozini owabathwalisa nge contract sebefika ekpheleni kweminyaka yabo

  • @prettynxumalo8388
    @prettynxumalo8388 Před 11 dny +1

    Khona kuyabonakala ukuthi kukhona okungahambi kahle kulesasteshi sithi Nkosi balekelele noma ngabe yini elaphaya ngenelela nabazoha kokhuleka khona ubenabo ubaphe amandla uhambe phambili beze ngemuva bona egameni lenkosi ameni 👋👋

  • @SmilingBeignets-oy8ux
    @SmilingBeignets-oy8ux Před 10 dny +2

    Umoya ongcwele enyangeni? Hayibo!

  • @Victormlangeni-mg4nu
    @Victormlangeni-mg4nu Před 5 dny

    Kodwa khehlelezi mana manje mfe2 sesi ryt ngawe
    Khehlelezi why wenza lento yakho yokudlala ngabantu😢😢😢😢

  • @user-ed9mc4es7w
    @user-ed9mc4es7w Před 10 dny +2

    Yn biyenza ungay okhozin uzixoxa la fusek nxx nawe nokuthwala kwakho

  • @jjdlamini7056
    @jjdlamini7056 Před 10 dny +1

    God does not need a prayer for him to resolve an issue. How can God direct prayer as a solution to a problem I dentified by him?
    That is how you people control other people by creating and instilling fear first , there after manipulate the easily

  • @lonwabozweni3611
    @lonwabozweni3611 Před 6 dny

    Thanks a lot ❤ for your love

  • @ntombifuthimlambo6005
    @ntombifuthimlambo6005 Před 11 dny +3

    Uphi Nsika bafethu azolungisa kade sisaphumule

  • @user-ed9mc4es7w
    @user-ed9mc4es7w Před 10 dny +2

    Akafuseke sesizakele

  • @zandilebuthelezi2117
    @zandilebuthelezi2117 Před 11 dny

    Thina syamethemba uJesu kristu owalenga esphambanweni hay okunye .uJesu uyabuya masinyane .Bayaphila bonke egameni likaJesu kristu

  • @ThuliswaSOKHIYA
    @ThuliswaSOKHIYA Před 9 dny +1

    Uyabhora yhazi awuziboni na wena ulixoki kwedini

  • @thembelakhuzwayo547
    @thembelakhuzwayo547 Před 11 dny +2

    Kubabuhlungu ukuzwa umuntu ekhuluma kanje kuvele kugula umsakazi, akasho ngani ukuthi laba abangesekho babulawa yini. Uma ekhona umthakathi oKhozini kusho ukuthi uyamazi, futhi ukhendla kuye.

  • @user-zy2gd8bh4k
    @user-zy2gd8bh4k Před 10 dny +1

    Nguphi lowo Nkulunkulu nalowo Moya oyigcwele ngoba Nkulunkulu owadala izulu nomhlaba kasebenzisani nezangoma

  • @SNIKIWEMDLETSHE
    @SNIKIWEMDLETSHE Před 10 dny +1

    Yonke nje into ephuma emlonyeni walona yamanga khathele kudla imali zabantu seqamba amanga yena ufa nini vele ebona abazofa nje

  • @ntombenhleregina1972
    @ntombenhleregina1972 Před 10 dny +1

    🤣🤣🤣🤣🤣 Ngaze ngahleka ezweni nansi inganekwane bo

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb Před 10 dny +1

    I wonder kungani exoka ukhehlelezi.lixhwele elitheni eli ezizinto athetha ngazo azidibani qha abantu ngenxa yoswela ulwazi bazothi unyanisile uthixo akabhuli.

  • @ZonkeSibiya-du9zo
    @ZonkeSibiya-du9zo Před 11 dny +4

    Siyakuzwa Mkhulu

  • @sakhilemnkandla9412
    @sakhilemnkandla9412 Před 11 dny +1

    Weee Jesu ngenelela

  • @bongumusadavidbuthelezi2004

    Bafowethu.. Do we know ukuthi ukuprofetha isiphiwo and lokho akusho ukuthi wena usungcwele or usungumngani kaThixo. Kuyafana nje nokuhlabela nokushumayela. So ngyacela abaprofethayo abangazididi becabange ukuthi sebengcwele or bona basondele kakhulu kuthixo. Isbonelo nje. Abanye bayagcaba for ukuprofetha. Ingaba lokho kusesengumoya ongcwele?

  • @shitshaguluva7402
    @shitshaguluva7402 Před 9 dny +1

    Linamanga leli lifuna udumo ngoKhozi fm

  • @user-sj9pf4df5n
    @user-sj9pf4df5n Před 10 dny +1

    Ngempela Dr khehlelezi kufuneka umthandazo okhozini

  • @nhlosenhlesibiya7139
    @nhlosenhlesibiya7139 Před 10 dny +1

    Fokofu wen Somkhehleee🤣🤣🤣🤣

  • @skhumbuzondlovu7132

    Uryt khehlelezi kumele kukhulekwele impilo yabasakazi bethu bakithi enough is enough, asisafuni ngalaba abasele ,Nkulunkulu akabavikele

  • @Shopperfect1
    @Shopperfect1 Před 4 dny

    Agaah awsuse lezibuko ezikwenza upopayi nxa

  • @BonisileGumede-yk7zt
    @BonisileGumede-yk7zt Před 11 dny

    Amen baba sebephilile

  • @Coma1zn
    @Coma1zn Před 8 dny +1

    Udakiwe ke manje ukhehlelezi ufuna ukuthi kwenziwe umkhuleko ngegama lakhe, zuningi iz8ndlela zokufuna ukunakwa