uMbhishobhi uNkambule bazisa umlaleli ngesimo sikaZanele Mbokazi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 05. 2024
  • UMphathisteshi womsakazo Ukhozi FM uNksz Sbongi Ngcobo kanye noMbhishobhi uNkambule bazisa umlaleli ngesimo sikaZanele Mbokazi ongumsakazi woKhozi FM.
  • Zábava

Komentáře • 159

  • @annemokwena8883
    @annemokwena8883 Před hodinou

    Nkulunkulu wethu, Mdali wentozonke sibhekisa amehlo ethu nemithadandazo yethu Kuwe Baba, ukuthi umamZanele Mbokazi aphile ngegama elinamandla lika Jesu UKrestu!!! Amen and Amen ❤❤❤❤❤

  • @user-jy7oo7mv2d
    @user-jy7oo7mv2d Před 25 dny +20

    There is nothing impossible with God. You are healed sister

  • @zanelezwane4004
    @zanelezwane4004 Před 21 dnem +4

    Sinenyanga ENKULU IGAMA LAYO UJESU OWANQOBA IZIFO ZETHU ,,,WE LOVE YOU ZANELE,,sikhuphukel Eshilo nawe sthandwa Sezulu 🙌

  • @mavismavuso3876
    @mavismavuso3876 Před 22 dny +6

    It really brave and an honor to give such sensitive information siyabonga kakhulu and we are all in prayer from Eswatini...we declare healing in the name of the Almighty 😢

  • @vuyiswamaqabasa5959
    @vuyiswamaqabasa5959 Před 23 dny +6

    I speak healing to Zanele ngegama likaYesu, ngemivumbo ka Yesu uphilisiwe.

  • @lydiatasana5750
    @lydiatasana5750 Před 24 dny +5

    Simthembile owethembisile,ukuthi ngemivimbo kaYesu Kristu thina saphiliswa ,we claim that healing over mam'Zanele Mbokazi ,in the name of Jesus, Amen

  • @GloriaNdlazilwane
    @GloriaNdlazilwane Před 10 dny +1

    Ngegama likaYesu Chrestu sephilile umaZz❤

  • @JabulisileDhlamini
    @JabulisileDhlamini Před 22 dny +3

    Uyabetfwala labangebakhe abahole endleleni,Endleleni yonkhe kunguJesu losincobelako...setsemba emandla engati yaKrestu Jesu.Thabitha kumi ngelibito laJesu!! Amen

  • @busisiwezulu7200
    @busisiwezulu7200 Před 25 dny +9

    This is very sensitive information. Siyabonga Bishop. Your pain is our pian We respect your courage to consider us as family & update us . Our is able to excel even in this situation. Zanele you're healed in Jesus name. Victory is yours today. "Victory is mine today, I've told satan get thee behind, Victory is mine today" singing on you behalf.

  • @angelsikota5777
    @angelsikota5777 Před 25 dny +5

    Okungenzeki kubantu kuThixo kuyenzeka our God is omniscient is above all everything she will rise again

  • @dudugladys3572
    @dudugladys3572 Před 25 dny +6

    Ngemivimbo yakhe thina siphilisiwe get well soon nothing is impossible with God ❤

  • @user-wv2ti7ye1j
    @user-wv2ti7ye1j Před 23 dny +4

    Phila sis zanele ngegama lika jesu ❤❤❤uthandwa yithina

  • @Titi_26
    @Titi_26 Před 21 dnem +2

    Hallelujah Jehovah wemihlola sicela wenze imimangaliso yakho Kumkani weKumkani, uyaphila sisi ngegazi nangomoya oyingcwele, phaaakama kulondawo ukuyo wenze odume ngazo kuyatshabala okusegazini lakho okungavanele in the name of Jesus Amen

  • @AnneDlulisa
    @AnneDlulisa Před 22 dny +4

    God we served cc Zanele is heal every diseases I declare now in the name of Jesus you are healed PSALM 103 VERSE 3

  • @ZonkeMthembu-yp5hb
    @ZonkeMthembu-yp5hb Před 19 dny

    Received ukuphila in Jesus name , we pray to God sizoqhubeka sime eskhaleni ukugula akunamandla in Jesus Name

  • @ThenjiweNonhlanhla-xp1gg
    @ThenjiweNonhlanhla-xp1gg Před 24 dny +2

    Ungukuphilayena yedwa. Uyinyanga enkulu, u. Jesu krestu.❤ u cc.

  • @thulendlovu5628
    @thulendlovu5628 Před 25 dny +5

    Nkulunkulu abe nawe Mazet. Siyamethemba. Qina ntombazane uhlale usqinisa.❤❤

  • @nondumisonala8898
    @nondumisonala8898 Před 23 dny +3

    Lokgula aksikho okokufa but okokuthi adunyiswe uJehova esethula ubfakazi 🤗

  • @NompumezoSiyana
    @NompumezoSiyana Před 13 dny

    Okungenzeki kuthi, kuwe kuyenzeka,sibiza kuwe mdala weentsuku nanku mntana wakho mphilise nkosi yenza ngawakho amandla in Jesus name Amen

  • @LeleSangweni
    @LeleSangweni Před 14 dny

    Nkulunkulu onomusa Alfa Omega sibiza wena sonini nanini sibeka nayinceku yakho ngegama lokho siqalekisa lesisifo ngegama likaJesu uzosinda amen 🙏🙏🙏🙏

  • @DumsileSibiya
    @DumsileSibiya Před 13 dny

    Unkulunkulu wethembekile noma kunjena usengujehova namanje mama uZanele ngikufisela ukululama okusheshayo..

  • @phindileshongwe2671
    @phindileshongwe2671 Před 24 dny +2

    Usuphilile mam Zanele ngegama nangegazi likaJesu Kristu waseNazaretha,Amen❤

  • @user-iw6nv7le1e
    @user-iw6nv7le1e Před 20 dny

    Our God is Faithful. Siyamkholwa uNkulunkulu konke akushilo ezwini lakhe uyakwenza

  • @asandampambani6210
    @asandampambani6210 Před 24 dny +2

    I speak total healing to you Mam Zan in Jesus name amen 🙏 Akukho sifo u Thixo angakwazi ukusiphilisa. Sethembe u Thixo ngempilo yakho🙌🙌

  • @Lungileshinga
    @Lungileshinga Před 25 dny +2

    Mum Nkambule sinawe emkhulekweni ,imvimbo kaJesu iyimpiliso kithi nawe sis nothing impossible usuphilile in Jesus name ,we love you ❤❤ eMzansi

  • @vickynhlengethwa3242
    @vickynhlengethwa3242 Před 24 dny +2

    Ngemivimbo yakhe siphilisiwe, get well soon Sisi, siyakuthanda ❤🎉

  • @bongiwecynthia9678
    @bongiwecynthia9678 Před 25 dny +3

    Masingasuka singayaphi ,siyakwethemba Baba 'uzosinda Ma z,z👃👃

  • @tnxumalo9813
    @tnxumalo9813 Před 21 dnem +1

    Sikubeka kuThixo mamZanele uThixo uyokwelulamisa ngokumethemba esinakho..you are healed in the name of the son the father and the holy spirit.Amen

  • @user-jv3rp5qr9n
    @user-jv3rp5qr9n Před 21 dnem +1

    Ameni babe Nkhambule
    Makalulame umama Zanele siyakhuphukela naye eshilo
    Speed recovery make Nkhambule

  • @user-kd7bi4rr6j
    @user-kd7bi4rr6j Před 25 dny +2

    MaZ izimpi zethu bewusilekelela ukuzilwa ukuthi zizinqobe nginawe in.prayers cc ,uJehova alahlulwa litho.sibheke entabeni lapho usizo lwethu luvela khona .Yima cc uqine God is on your side

  • @user-iu8lg9zl3b
    @user-iu8lg9zl3b Před 19 dny

    Uzophila in the name of Jesus Christ ungu ayikho engenzeki kuwe osandla sakhe singafinyeziwe ukuba singasindisa ngethemba syakukusindisa namanje in the name of Jesus 👏👏👏😭🙏

  • @NtombizodwaZodwa-nr6il
    @NtombizodwaZodwa-nr6il Před 25 dny +7

    Sithemba wena Nkulunkulu wami ❤️🙏🏿

  • @thabisilezondo649
    @thabisilezondo649 Před 24 dny +1

    Wishing umam Zanele a speedy recovery. Unkulunkulu amfokamele ngaphansi kwephiko lakhe

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu1307 Před 24 dny +2

    Ooh unkulunkulu uthixo ambambe ngezozandla zakhe zingazange zenza okubi . Siyakuthandazela ma Zet zoba rite dear ❤

  • @Zanele24
    @Zanele24 Před 24 dny +3

    UnguNkulunkulu othembekile asikho isimo esimahlulayo, uzolulama usisi Zanele

  • @bongingidi4920
    @bongingidi4920 Před 24 dny +1

    Ube ngcono Zanele unkulunkulu ukhona ithemba lethu likuyen 🙏🏻🙏🏻🙏🏻❤️

  • @OnkeMasika
    @OnkeMasika Před 25 dny +3

    This is sad and I was praying that it must not be it the day I had she is losing the voice 😭💔 that is a very painful sickness i hate cancer, please God intervine awohlulwa lutho ngobomi buka sisi Zanele ungavumi 😭😭😭

  • @user-gq4ly1nq2t
    @user-gq4ly1nq2t Před 19 dny

    With THE ALMIGHTY GOD THE RE'S NOTHING IMPOSSIBLE MAMA ZANELE 💕🙏🙌WE LOVE YOU SO MUCH ❤️

  • @sibonxumalo1110
    @sibonxumalo1110 Před 25 dny +1

    Hallelujah , God is gracious and kind .
    Get well Ma Mbokazi .
    We are supporting you and family in prayers .
    Amen

  • @user-jo3cb9wr1y
    @user-jo3cb9wr1y Před 19 dny

    Syamethemba uNkulunkulu ukuthi usuyaphila ngegama likaJesu🙏🏻🧎🏻🙏🏻🙌🏻

  • @pepsitshotetsi8728
    @pepsitshotetsi8728 Před 22 dny

    Be healed completely pastor Zanele Mbokazi

  • @julietndaba4517
    @julietndaba4517 Před 22 dny

    We thank you very much baba uBishop for giving us that clarity ,Sis maNgcobo kwanzimaa 😭😭 .Oh Cancer we hate you.Fire by force empilweni kaSisi Zanele.Nkosyethu Uthe izwi lakho linamandla liphunzisa izimbaba la liqiphule nemsedari yase Lebanon.Oh Lord we Pray .Amahubo 103 VS 3 Nkosyam Uthe ezwini lakho nkosyam welapha zonke izifo ngenelela Nkosyam empilweni kaSisi Zanele.We pray oh God 🙌🙌

  • @user-ih5se3jy8i
    @user-ih5se3jy8i Před 25 dny +1

    Jehova oyigcwele simakade hawu nkulunkulu wami qinani mndeni ngaze ngaphoxeka kufanele nishaqake isimangake lesi mmmmmm baze bonakala ubusuku bami

  • @dorahmtsweni5579
    @dorahmtsweni5579 Před 21 dnem

    UNkulunkulu akazikhazimulise ngo Zanele ngoba akunasifo esimehlulayo uJehova into nje we limit God but Amandla ka Nkulunkulu ayapheleliswa ebuthakathakeni be healed Woman of God rise and shine ,God is able come and testify Uhambo lwakho no Nkulunkulu kulesimo

  • @user-jo3cb9wr1y
    @user-jo3cb9wr1y Před 19 dny

    Amen syabonga Baba simfisela ukuphila okusheshayo Cc ❤

  • @innocentndimande5165
    @innocentndimande5165 Před 25 dny +4

    uJesu uyinkosi ephilayo uzosinda uSisi Zanele

  • @junersangweni3126
    @junersangweni3126 Před 19 dny

    Hawu uJehova uthembekile uzophila ngegama lika Jesu Christu. Amen 🎉❤

  • @user-mv2xg6hs9x
    @user-mv2xg6hs9x Před 18 dny

    We pray for healing for sis Zanele in Jesus Christ Mighty name 🙏

  • @NtombileNgwekazi
    @NtombileNgwekazi Před 24 dny +1

    Skhuluma ukuphila kumam Zanele ngegama likaJesu Amen

  • @khayelihlethevocalistebuhleni

    Ukhozi lulalelwa izizwe eziningi manise nje kusenzima😢

  • @LindiweGumbi
    @LindiweGumbi Před 19 dny

    U upholile nge gama lika Jesus🙏

  • @user-vg8ur3he3x
    @user-vg8ur3he3x Před 25 dny +5

    Devi is a liar , siphakamisela amehlo ethu lapho usizo lwethu luvela khona, she is healed in Jesus name❤

  • @NtombileKhuzwayo
    @NtombileKhuzwayo Před 24 dny

    Akukho uJesu angeke akulungise suphilile Zanele Mbokazi sithemba indoda yempi Jesu Kristu igama layo konke kuyenzeka egameni nasegazini likaJesu Amen

  • @zanelemaniza4010
    @zanelemaniza4010 Před 25 dny

    Siyamethemba uNkulunkulu Mazet, izimangaliso ayezenza emaphakadeni, usazenza namanje, uzozenza nasempilweni yakho, in Jesus mighty name, Amen!!

  • @Titimbatibusiso-qm3wy
    @Titimbatibusiso-qm3wy Před 21 dnem

    Wish you speedy recovery our mother mom Zanele kugula natsi simaswati. But God is God of miracles you will heal mom we love you❤

  • @ZamaniZondi-oi1vb
    @ZamaniZondi-oi1vb Před 22 dny

    Get well soon mam Zanele phakamisa amehle kuye nkulunkulu

  • @doriskgoete
    @doriskgoete Před 23 dny

    Zanele we are praying for u sisiwami siphakamisela amehlo ethu ezintabeni I will be heal by the Grace of God siyakukhumbula eshilo uphole sisi❤😅

  • @Thandi-hf1wh
    @Thandi-hf1wh Před 22 dny

    Amen masiphakamisele amehlo ethi kujehova Uma unkulunkulu engakithi akekho ongamelana Nathi uzophola Umama UZanele Amen

  • @thokojoyce3491
    @thokojoyce3491 Před 25 dny

    Nge gama lenkosi usepholile uzanenele mbokazi unkulunkulu akahlukeki uyabanakekela abantwana bakhe.simfisela ukuba ashe she alulame.gelihle igama Amen

  • @user-cp1qe5gx7b
    @user-cp1qe5gx7b Před 24 dny

    Siyamthemba uNkulunkulu ngemvimbo kaKrestu saphiliswa. NoZanele usephilisiwe in the mighty name of Jesus Christ Amen 🙏🏿

  • @zanelentuli3635
    @zanelentuli3635 Před 25 dny +1

    Speak healing upon Mama Zanele, our God heals🙏❤️

  • @bazibileNtshangase
    @bazibileNtshangase Před 24 dny

    Ngegama likaJesu you are healed.

  • @lydiazondo635
    @lydiazondo635 Před 22 dny

    Uye kuphela owaziyo.Ube ngcono Zanele.

  • @saralukhombo7472
    @saralukhombo7472 Před 22 dny

    U NkuluNkulu uthembekile kuzozonke izimo siyakhuleka kuJehova uMom Zanele uzolulama umkhuleko unamandla siyamthanda kakhulu God is faithful .

  • @BonisiweMvelase-wg4ci
    @BonisiweMvelase-wg4ci Před 22 dny

    Ngegama lika,Jesu uyaphila, ngiyayishisa leyokhensa ngegama likaJesu 🙇🙇🙇🙇🙇🙌🙌🙌🙌🙌🙌 unkulunkulu wezimanga

  • @bonisilemthembu3782
    @bonisilemthembu3782 Před 25 dny

    Get well soo siyakuthanda ❤❤ nami ngomunye wabo une breast cancer Unkulunkulu akahlulwa yilutho uzophila ngegama lika Jesu Amen 🙏🙏

  • @phazimabuffalophaz6545

    We pray 4 Mom Zanny to be healed emmidiately we thanking God for he healing in advance trusting and knowing God will heal her she was healing us emotionally ngo hlelo lwakhe no Weapon Formed Against You MamZee that will Prosper the devil is a Liar we pray for U and u Bab Nkambule no Mndeni wakhe U Mamzee we love U so much wherever La e khona aka cwansi wonke U mhlobo Uya wu hlonipha no kusi treata nge ndlela e fanayo we pray for your healing Mamzee in Jesus Mighty Name Amen 💙 ❤ 😢

  • @user-yl3tq4eq8v
    @user-yl3tq4eq8v Před 22 dny

    Luke 1verse 37 uthi"Akukho lutho okungenzeke ku Nkulunkulu".Ukuphila siyakukhulula ku Zanele egameni lika Jesu.

  • @asemahlekala7200
    @asemahlekala7200 Před 21 dnem

    Phila ntombentle yakwaMbokazi uThixo usakudinga uzomsebenzela❤

  • @zoliswaluciamkosana9464
    @zoliswaluciamkosana9464 Před 21 dnem

    I speak healing in your body cc Zanele in Jesus name God of signs and wonders will make a m miracle

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Před 25 dny

    Yaz kuphela amazwi uma kunje!Jehova sicela usikhumbule kungaphezulu kwamandla konke sikubeka kuwena baba uthembekile, okungenzeki kubantu kuwena Mdali wethu kuyenzeka ithemba sibeka kuwe. Uyasinda lomthwalo usikhumbule Jehova 😢😢angeke siphele amandla. Babusisiwe othemba labo eliku Jehova

  • @zenzotshabangu396
    @zenzotshabangu396 Před 24 dny +1

    Mum Zanele God is with u nomakunje we pray for you

  • @earljay2074
    @earljay2074 Před 25 dny +1

    Konke sikudlulisela ezandleni zomdala wezinsuku, umkhuleko unamandla uma sikhuleka ngokukholwa 🙏

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni2059 Před 24 dny

    Nkulunkulu muhle Zanele , naku leso simo usase nawe cc akashiyani noba singena ezimeni . Uyovuka ubuyele emsebenzini wakho ngoba sithanda iphimbo lakho mawu hambisa ivangeli likaJehova .

  • @nontumbaleki9406
    @nontumbaleki9406 Před 25 dny

    Egameni eliphakene likaJesu, uphile MaMbokazi, ESHILO akukho ngeke akulungise, uJehova asilondeke wena ncekukazi🙏

  • @SabathNMasina
    @SabathNMasina Před 20 dny

    Isandla sikaJehova kasifinyeziwe ukuba singasidisi sizokusindisa nawe Zanele

  • @nononomvume746
    @nononomvume746 Před 15 dny

    Be healed Mama Zan in Jesus Name

  • @promisevilakazi1339
    @promisevilakazi1339 Před 24 dny

    Sesinqobele uJesu Kristu sephile in the name of Jesus ❤

  • @user-ld8oj7fb6r
    @user-ld8oj7fb6r Před 24 dny

    Phila cc zanele mbokazi nklunkulu aphamise sandla phezu kwakho❤

  • @busimathews5873
    @busimathews5873 Před 24 dny

    Yelula isandla sakho Baba! Wethembekile ngezikhathi zonke!

  • @nolwazizondi4894
    @nolwazizondi4894 Před 24 dny

    Angeke siwasuse amehlo ethu kuThixo yena uyimpendulo ezimeni zethu

  • @mfundomhlaba4015
    @mfundomhlaba4015 Před 21 dnem

    Izwi likaMroza today lafana kangaka Nkosiyami🤔🤔🤔😭

  • @user-um4ej5zj4c
    @user-um4ej5zj4c Před 25 dny

    We love you Zanele Mbokazi,our prayers are with you.God is able to do exceedingly,abundantly and above all that we can ask for..She is healed in Jesus name.

  • @user-mf7ze2ps9t
    @user-mf7ze2ps9t Před 19 dny

    Syamcelisa enkosini uThixo abemuhle asinde alapheke ngoba sekutholakele

  • @pepesimelanethisissowonder8601

    Phila makoti wemaswati we love you mom.

  • @zodwamagwaza-rk5jr
    @zodwamagwaza-rk5jr Před 24 dny

    UJEHOVA ukhona. Amen

  • @user-wb6ut2sq1n
    @user-wb6ut2sq1n Před 22 dny

    Kunjalo nje weZanele angith uyaz wenzani kuFikile Mlomo

  • @user-zy2gv2wy6d
    @user-zy2gv2wy6d Před 24 dny

    Our God is always able Bishop...we shall over come this situation too

  • @blessingjebison
    @blessingjebison Před 24 dny

    Receive your healing and wholeness in the mighty name of Jesus mum Zanele.

  • @user-ux3xv7du7f
    @user-ux3xv7du7f Před 24 dny

    Sengathi UNkulunkulu angamphilisa uMama wakwa Nkambule. ❤🙏

  • @ElvisNgubani
    @ElvisNgubani Před 23 dny

    Be well cc God is gud

  • @HenryNtshangase
    @HenryNtshangase Před 22 dny

    I wish a speed recovery cc Zanele

  • @user-bp9hb7mh6q
    @user-bp9hb7mh6q Před 22 dny

    The enemy is trying her,but there is no weapon formed against Her shall prosper in Jesus name.🙏🙏🙏

  • @zandamkhulisi3437
    @zandamkhulisi3437 Před 25 dny

    Kwakubi lokhu esikuzwayo. Inkosi ibe noSis Zanele nomndeni 🙏🙏🙏

  • @user-zk8dy3sl5s
    @user-zk8dy3sl5s Před 25 dny

    Ngakubuyisela konje iGold-Plated Pen ka Mama owangiboleka yona eLecture Hall? I recall being unable to neither speak nor write coherently.. but wena mzala.. yu stepped ryt in...

  • @NomvuyisoUnathi
    @NomvuyisoUnathi Před 20 dny

    Phila Mamzo we love you ❤

  • @Nondumisomolepo123
    @Nondumisomolepo123 Před 19 dny

    Mama anele sowuphilile siyamethemba owasekalvari

  • @NetworkMarketingCreatesMillion

    Kade ngakuthanda from 2004 when u had an office le Gospel gold epitoli

  • @nellynkosi1714
    @nellynkosi1714 Před 25 dny +1

    UThixo uyaphila Sisi Zanele size akuyekela sinawe emkhulekweni ❤️ siyakuthanda ❤️uThixo unawe 🙌🙏Ngemivimbo kaJese uphilisiwe 🙌🙏

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Před 24 dny

    Kwaze kwabuhlungu engathi angalulama bakithi🙏🙏