ukuphupha umlungu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 30. 05. 2022
  • isilwane ngobani?

Komentáře • 204

  • @isabellakhoza3964
    @isabellakhoza3964 Před rokem +19

    Mina mangi phupha umlungu ,yi nhlanhla ngoba last i dreamed a white person saying y am i crying ,i must stop crying n gave me papers ,card n car keys then the following month i was permanently emoloyed

    • @julynhlapo3732
      @julynhlapo3732 Před rokem +4

      Nami ngazi ukuthi inhlanhla

    • @maseratithandy2291
      @maseratithandy2291 Před 6 měsíci

      Wow ❤

    • @pearlmbokazi3988
      @pearlmbokazi3988 Před 2 měsíci +1

      Yes it's delend ukuthi bekanjano cz umlungu yabs islwane aphinde Abe isthunywa samanzi a foreign spirit

    • @SiwaphiweSiwaphiwe-oq5tu
      @SiwaphiweSiwaphiwe-oq5tu Před 17 dny

      Okwami kuhlukile ngibaphuphe bebabini ngomncane nomunye okwi age yam besihleli siyixoxela manje I nkinga besibhema nensangu

    • @isaacafrika3295
      @isaacafrika3295 Před 7 dny

      Mina Sisi ngihlala ngiphupha Umlungu engisebenza naye sihlala silwa ephupheni, na Saterday ngiphuphile futhi silwa

  • @gladysmaluka8504
    @gladysmaluka8504 Před rokem +11

    Thokozani gogo, ukusiye wonke umlungu oyisilwane, kwesinye isilhathi kiba yedlozi loMdawe

  • @user-hv7hj7hf6l
    @user-hv7hj7hf6l Před 5 měsíci +2

    Sawbona gogo ngcela ukbuza ukphupha izmbuzi ezimhlophe ngizidonsa ngiza nazo ekhaya ezimbili.....ngiphinde ngaphupha izinkomo ezingi ziqhutshwa abafana abagibele amahhashi zingena ekhaya esbayeni ....elokgcina ngiphuphe abantu bevunule bevunulele umemulo ngathi bangena esbayeni ekhaya bazogida njer bafake izdwaba ngyacela unghlaziyele🙌

  • @thulisilenhlapo4683
    @thulisilenhlapo4683 Před 7 měsíci +1

    Ngiyabingelela👏👏ngivuka ngephupho lapha" ngisebenzela abelungu ngokugada umntwana wabo" ubaba wengane angithume iChicken" ngiphume ngiyoyifuna ngiyithole ama piece ay2..ngiphaphame

  • @mahlangujacob1537
    @mahlangujacob1537 Před rokem +5

    Thokoza gogo ngiphuphe umlungu angjtshela ukuthi umngane wami akalungile

  • @bssimelane
    @bssimelane Před rokem +1

    Siyabonga. Ngiphuphe ngihamba nezingane kungathi zisondelene nami ephushweni kodwa angibazi empilweni. Besiya ku fun event. Ezimbili bekwezabelungu. Eyodwa eyentombazana enye eyomfana. Lezingane bezihlupha ngithetha isikhathi esiningi. Le eyomfana womlungu ibuhlupha kakhulu engathi iyahlanya. Ngize ngayibamba ngayilalisa phansi ngayigodla ngizama ukwehlisa ukuhlupha, yagcina ingilalelile. Angizazi zonke lezingane kodwa ephushweni bekungathi sisondelene. Indida le!

  • @poppykhanyile5492
    @poppykhanyile5492 Před 2 lety +1

    Amen cc mina ngphuphe Mkhulu, evula mnyango kamelweni lami ngilele phethe khalibhothi linezinto phakathi wangi xhaga ngengalo ngaphakama but ngamemeza ngathi nangushtoshta ngaphaphama

  • @hlengiwembatha5126
    @hlengiwembatha5126 Před rokem

    Amen ngicela ungichazele nami nali iphupho
    Ngiphupha ngisemthonjeni ngikha amanzi mangizama ukuphuma phansi komthombo ngibone sekunento engigubezele sampheme engongaphansi kwawo bengisaba kakhulu ngaze ngazishiya ngithe mangisula amakaka lawa sengishidaba ngabona abelungu abaningi abanqunu bengithethisa kakhulu ngabe lichazani

  • @carishmacarish9945
    @carishmacarish9945 Před 4 měsíci +2

    Ngphuphe isangoma somlungu savukwa Moya sangibiza phakathi kwabantu sangishaya izandla ngeshoba saqede sahamba nami sangitshela izinto engizaziyo

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 Před 2 lety +1

    Siyabonga sisi wame ukusivula amehlo

  • @nhlanhlagumede8156
    @nhlanhlagumede8156 Před rokem +2

    Ukuphupha udlala nabelungu emanzini asOlwandle something like playing 🏄 surfing

  • @sindisiwembatha-p3m
    @sindisiwembatha-p3m Před 11 hodinami

    Syabonga kakhulu.

  • @luyandankambule8083
    @luyandankambule8083 Před 2 lety

    Sanibonani Mama
    Bengicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha usebenza esitolo ngendiya, noma ukuphupha ngendiya. Okwamanje angisebenzi. Ngiyabonga incazelo.

  • @prohgumede9375
    @prohgumede9375 Před 11 měsíci +1

    Siyabonga ukulele unesiphiwo sokuchaza amaphupho

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 2 lety +2

    Siyabonga gogo manje ma uhlezi uphupha usenza ucansi lomglungu engimsebenzayo kutshoni gogo

  • @mathabolorrainemkhwanazi9550
    @mathabolorrainemkhwanazi9550 Před 5 měsíci +2

    Thokoza gogo.... Ukuphupha mlungu eqgoke ijazi elimhlophe futhi ephethe iPen nencwadi lubikani 🙇🙇

  • @rosientozini
    @rosientozini Před 6 měsíci

    Ndiphuphe ngathi mlungu inndipha I bag entsha

  • @EmmahXaba
    @EmmahXaba Před měsícem

    Ngiphuphe umlungu engangimsebrnza ethutha engipha ama toyisi nezimbali ekuqineni sesiyalwa ungiqokisa I Jean yakhe

  • @lindokuhlendlovu1488
    @lindokuhlendlovu1488 Před rokem

    Saw'bona ngiphuphe ngiphuma etempelini lakwa Shembe ngihambisana nomlungu ehleka kancane engibuka ..nami ngiyiNazaretha ngyabonga

  • @hloniphilenkambule4604
    @hloniphilenkambule4604 Před 2 lety +1

    Gogo kunjani..ngiphuphe ngihamba odakeni kepha kwavela umlungu wagikhipha wangigibeta emotweni..

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi bekuzoba nesifo kini esidalwe isitha kodwa lo obekwenzile wakushintsha ngoba akukona ukuthi ubefuna nife kodwa befuna ukunihluphekisa nje okwesikhashana hhayi nife mayebona ukuthi nizofa wabe esekushintsha lokho

  • @sanonozadawu7084
    @sanonozadawu7084 Před 2 lety

    Siyabonga gogo mina ngilokuphupha izangoma njalo nje noma i Zion angazi kushoni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukuthi uhlanganise idlozi nesithunywa kuwe ngokomoya wakho manje njengoba uziphupha uyathwasiswa ukhushulwa umoya wakho wokuthi uzibone izinto zabantu

    • @sanonozadawu7084
      @sanonozadawu7084 Před 2 lety +1

      Ngiyabonga gogo 👏

  • @SelloRamotholo
    @SelloRamotholo Před 28 dny

    Mina ngaphupha umlungu engiphuca umshini ewunika omunye kodwa engangitsheli kwaba njalo ngempela ngaphucwa umshini kwathiwa angenze omunye umsebenzi khona etokhwen

  • @CyahBhengu-tm1lz
    @CyahBhengu-tm1lz Před rokem +2

    Hauuuu ai Cha ayakuhlula amaphupho sisi ngabe uyayeka

  • @sliendlovundlovu8994
    @sliendlovundlovu8994 Před rokem

    Molweni gogo,ngcela ukubuza kucazani ukuphupha ingane eyisishawa ngyabonga...

  • @olgamagozana9309
    @olgamagozana9309 Před rokem

    Ukuphupha umlungu ongisebenza naye ngikhuluma naye angangijabuleli,nangisuka kuye ngibone abanye bengisebenza nabo kodwa abasasebinzi nami kodwa bangihleka ngibonge gogo nolwazi enisipha lona xem

  • @lindandevu597
    @lindandevu597 Před rokem

    Ndibulela cc nam ndiyamphupha umlungu ondimazi okogqibela ndimphuphe ndmbaleka ingathi ufuna undibona mna ndiyambaleka andifuni andibone ndothuka

  • @thuzythulz9034
    @thuzythulz9034 Před 3 měsíci

    Uma uphupa umlungu akhanyiwe amanzi

  • @nokwandangubane3928
    @nokwandangubane3928 Před 2 lety +1

    Ngyabonga cc ngencazelo yakho coz recently ngiphuphe umlungu engisebenza naye engiqabula but now I know ukuth there's someone owenza something kimi...... I'll keep praying because i think I know ukuth uban owenza lokho

  • @alancharlies6505
    @alancharlies6505 Před rokem +1

    Sakubona gogo 🤝 mina ngiphuphe ngibona inhlwathi eyellow Ingaphansi kwe bed kuthe kusenjalo ngazibona sengiphandle emagcekeni kwaseku qhamuka eluhlaza njalo inhlwathi kodwa keyona ibilekhanda elimhlophe Ibiza ishesha Kakhulu ngasengiyayi ngabamba ekhanda samuntu olwayo kwabakho izwi lomuntu ongikhuzayo ukuthi ngishiyeke Kanti angiboni ukuthi lidlozi ngesengiyaqala ukudlala layo ngiyiphulula ikhanda

    • @senzonkabinde5020
      @senzonkabinde5020 Před rokem

      Mina ngiphuphe mlungu ezimele kwakhe engibuka kodwa akashongo lutho ube esesuka ehamba kodwake ubengagqokile ubesele nge underwear.

  • @alnetmatsea3711
    @alnetmatsea3711 Před 2 lety

    Gogo kunjani ,mina ngiphupha abelungu engibasebezelayo ngibaphupha beyi family nginabo, kwesinye isikhathi ngibaphuphe beletha ukundla e.g grocery, kwesinye isikhsthi ngi cleaner na bo bengibonisa ukungcola kwendlu

  • @tasmiyamthombeni3447
    @tasmiyamthombeni3447 Před rokem

    Sawubona gogo kusho kuthini mawuphupha abantwana babelungu bengakhulumi bemoyizela nje

  • @BuyisileMnguni
    @BuyisileMnguni Před 3 měsíci

    Thokoza gogo kuchaza ukuphupha udutshulwa

  • @PhilaMemela
    @PhilaMemela Před měsícem

    Ayy ngyala njr

  • @NdodaNhlenyama-uh2ss
    @NdodaNhlenyama-uh2ss Před rokem

    Ngicela ukubuza ukuth ukuphupha abelungu bexabana bodwa bebanga ipulazi noma indawo ngyabonga

  • @NosiphoRasmen
    @NosiphoRasmen Před měsícem

    camagu gogo,ukuphupha intsimbi eyimibala emibini

  • @zethungcobo5092
    @zethungcobo5092 Před 2 lety

    Siyabonga ukusi chazela .siyadinga ukwazi ngabantu abangasekho. Kodwa dade wethu nabo babuye bathathe ngesi nxele izinto.njengk kuthi baphambanise izinto. Njengokuthi uma nizelwe ekhaya abafana nama ntombazane bafune ama ntombazane agade imizi yoyise khukhona amadodana ashadile intombazane kuthiwe ayigade. Intombazane yadalelwa ukuthi yende bona ba phambanise hhayi leyo iya xaka

    • @winilehlongwane7832
      @winilehlongwane7832 Před 2 lety

      Leyo ntombazane Sisi ethongweni isuke ifana nomfana or umuntu wesilisa ngokwengqondo namandla anikezwe wona. Ingakho besuke befuna lwyo ntombazane kube yiyo egada ikhaya. Umfana or abafana labo basuke bengabafana nje kodwa ethongweni abanikiwe lamandla lentombazane esuke iphiwe wona.

  • @daviddlamini9256
    @daviddlamini9256 Před 6 měsíci

    Gogo sawbona , ngicela kubuta kuphupha umlungu sihamba ngesi dududu ashayela mlesidududu mine ngiyi passenger kuleis dududu

  • @HelphisMLukhele
    @HelphisMLukhele Před měsícem

    Mine ngiphuphe ngikhandze ngelibala kani angisuye umuntu okhanyayo

  • @user-fv2mu1tp6j
    @user-fv2mu1tp6j Před 3 měsíci +1

    Anga understand tuu

  • @user-uu2uo8iy4u
    @user-uu2uo8iy4u Před 5 měsíci

    Ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha usinka usthani bokufulela indlu

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 Před rokem

    yooh ngivuke nalo namhlanje

  • @albertkuboni6023
    @albertkuboni6023 Před rokem

    Ukuphupha umlungu uyisangoma

  • @innocentmchunu7661
    @innocentmchunu7661 Před rokem

    THOKOZA GOGO CELA UKBUZA CAZANI UKPHUPHA UYSANGOMA ESINABALOZI

  • @guananmoon7627
    @guananmoon7627 Před 2 lety +2

    gogo mina ngi phuphe ngilala nemfazi wemlungu ngimkhotha isitho sakhe

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      ubumbathiswa isilwane lapho ,ngicela uma kwenzeka kuvuka umnomzane wakho ungamsizi ngesandla noma inini ngoba kuzobe sekufike loyonto kodwa ubothola amanzi wathandazele uvele uwathele kusuka ekhanda kuyaphansi abandayo mase uyowachitha ngaphandle komuzi mase uthi buyela kumnikazi wakho ngyabonga

    • @guananmoon7627
      @guananmoon7627 Před 2 lety

      ngiyabonga gogo..kodwa mina ngimfazi kumele ngi yedze jalo

  • @sindielucia2050
    @sindielucia2050 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ukuphupha umlungu angipha imali lengu R10 ingabe kusho kuthini

  • @kutlwanomlambo1141
    @kutlwanomlambo1141 Před rokem

    Gogo ukuphupha umuntu elwela ukukuvulela umnyango wakho ngeskhiye sakho kusho ukuthini

  • @nomzamolankierasmente4071
    @nomzamolankierasmente4071 Před měsícem

    Hi gogo unjan
    Mina ngiphuphe ngithandana nomlungu and ingathi manje uzama ukungifaka emsebenzin, ingathi ikude lendawo ngizayosebwnzela kuyona so ingathi ungi Bookele iHotel to sleep over with my cousin and my cousin was do excited for me and ephethe the hotel ticket ngesandla

  • @buyisiwecarmen-maud7387

    Siyabonga Gogo ngencazelo amathongo akwandisele.
    Mina ngiphupha ngisedolobheni ngasekhaya then all of sudden ngibona ugogo womlungu oshayiswe imoto(van) elele phakathi nendlela, besengiyakuye ngiyomsiza, ngifike ngimhlole imilenze yomibili ngibheka ukuthi ayiphukile. Ngimtshele ukuthi akaphukile, wabeseyangiphendula ngolwimi lweSeSotho athi kimi nibosisiza uma sifika esibhedlela, wabe esehamba kanjalo ethathwa iAmbulance.
    Ngabe lephupho lichazani?

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Před 2 lety +3

    Ntombi emhlophe njengezihlabathi zolwandle ay uyawachaza qhubeka usichazele siyafunda kakhulu 🙏🙏🙏

  • @talietalie5412
    @talietalie5412 Před 6 měsíci

    Kahle kahle umlungu islwane..😢abanye bathi umoya we Mndawu 🤔

  • @lungilemhlanga5242
    @lungilemhlanga5242 Před 9 měsíci

    Thokoza gogo ngicela ukubuza Uma uphupha ama china nokuphupha ukwelinye izwe

  • @user-gb4vl5pg4b
    @user-gb4vl5pg4b Před 10 měsíci

    Vella umlungo usebeza nawe

  • @user-bf5xn3nd7g
    @user-bf5xn3nd7g Před 7 měsíci

    Tokoza gogo ndingasekho la emhlabeni

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 2 lety +7

    You the best mummy.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngyabonga

    • @rodneymoore8413
      @rodneymoore8413 Před 2 lety

      Uma uphupha amadoda abelungu kubuswa nabo kuhlatshiwe kukhona nogogo ongasekho kujatshulwa kuthiwani

    • @nonzwakazindlotyeni
      @nonzwakazindlotyeni Před rokem

      Hay ndicela ukubuza ndiphupha ndisenza ucantsi nogogo kutsho ukuthini

  • @sibonginkosimdluli4183

    Ngiyakuva mama uma uphupha uwasha Nome ucleaner endlini

  • @wisemanwiseman4135
    @wisemanwiseman4135 Před rokem

    Camagu sisi ndineliphupha ukuphupha kukho ilizwi lomntu esithi ukuphela kwalenkungu kuzokhanya ndicela ukuhlalutyelwa

  • @busisiwemichelle5391
    @busisiwemichelle5391 Před rokem

    Ngiphuphe mina umlungu oyintombazana ngimthola endlini yami engathi ujola lomyeni wami ngoba ngithe ngibuza ukuba ugunani lapha endlini kwaphenduka umyeni wami esembhedi wathi akasamguni lowo ntombazana wabaleka ke untombi womlungu mina ngasengeqela.umyeni wami ngamklinya ngikhuluma ngezinto engizicelayo kuye ezingafezwa noma ezingamamelwa nguye ngiphendule ma

  • @noyolomdaweni5653
    @noyolomdaweni5653 Před rokem

    Sawubona Sisi, Uma umlungu engisiza ngisukume ngiwile...kuchazani?
    Ngibonge sisi

  • @pretty4423
    @pretty4423 Před rokem

    Uma uupupa bebaningi abelungu futhi uningi labo ngibaziyo

  • @user-rq5xo3nf4g
    @user-rq5xo3nf4g Před 2 měsíci

    Thokoza gogo uma uphupha umlungu ekunika u R10 kutsho ukuthini Noziphiwo lona

  • @PrincessMnculwane
    @PrincessMnculwane Před rokem

    thokoza gogo ngiphuphe ngibhukuda nabelungu

  • @skhumbuzowezzymoya756

    Sawubona sisi kushoni ukuphupha umlungu omaziyo edakiwe

  • @user-sh4nn2ce6d
    @user-sh4nn2ce6d Před 5 měsíci

    Sawubona cc makhosi ngihlaselwe amaphupho ngama china ngidlala ngisho nezingane zakhona engibelesele ukusa kwanamhlanje ngiphuphe ngisechina

  • @bucymanyatela
    @bucymanyatela Před 9 měsíci

    Ukuphupha ingane YeAlbino

  • @jacobethtshabalala6640
    @jacobethtshabalala6640 Před 7 měsíci

    Mina ngiphuphe angipha izimphadla

  • @EvelynChele-kd3hb
    @EvelynChele-kd3hb Před 4 měsíci

    Thokoza gogo , mena ngame phupha umlungu e hlondla u tjwala emsebenzini lange sebenza khona e nxetisana no mama wame futhe se nxetisana konye saze sa cleana nomoshini o khepha imale e bank lo mulungu axoke e roke elemonyama netuku ele mhlope lana ekhalwene exoke ephenefo ele mhlope esemanga lo mlungu ngesebeza naye lana e bank ejabulile ngaze buza ukuthe lokhu kusukwe kuxaza ene ngoba lomusebenzi woko cleana ewame and utjwala obu vova emo sebenzini boxhazane

  • @patiencembongwe8444
    @patiencembongwe8444 Před rokem

    Thokoza Gogo, ngisanda kuohupha umlungu ngihamba naye singena e e erestaurant engathi umuntu wami engithandana naye, mesihlala phansi mina ngihlale kwi side elingcolile elinukayo ngase ngiphaphama, emva kwezinsuku ngase ngihlushwa amanzi ngaphansi, ngahanjwa umnyeni lento vele kade yangihlupha esakhoma waze wahamba

  • @thandazonkosi6802
    @thandazonkosi6802 Před 2 lety

    Seswam sbonga musa chubeka njalo sesi usifundzise kuhle loko losentela kona but la seswam nginembuto mine ngiphuphe belungu lababili wesilisa nawesifazane badlala emantini olwandle

  • @njabulozulu4449
    @njabulozulu4449 Před 8 měsíci

    Miss Mbotho
    Ngiphupha ngihujwa uhlanya lifuna ukungishaya ngebhodlela le beer, lingikhetha phakathi kwabantu ngoba besibaningi nyana nje, lize laphindelela kathathu leliphupho lingihumba loluhlanya

  • @User06709
    @User06709 Před 2 lety

    Ndiyabulisa nam. Thank you for continuously helping resolve our challenges Gogo.
    How can we contact you?

  • @bukekancetani3913
    @bukekancetani3913 Před rokem

    Sawubona gogo.
    I recently just had a dream about. Umlungu ekseni namhlanje . Umlungu engangimsebenzela from 2018-2020. Ingathi ngfika kwakhe ngizobona uMa engangisebenza kunye naye. When I got there, lomlungu offered me bread with butter and coffee but angikhumbulii ngikudla lokokudla. Ngothuka lapho. Ingabe kuchaza ukthin loko? Because it's today's dream eksenii nje. Kindly please respond. 🙏

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda Před 5 měsíci

    Mina mangipupe umlungu into Zam zivele zihambe kahle

  • @user-xv3uu9ec9v
    @user-xv3uu9ec9v Před 4 měsíci

    Thokoza gogo, ngcela lichazani lephupho , ngiphuphe umuntu engangisenenza naye, wangibuza ukuthi sengi sebenza kuphi, ngathi angisebenzi, ngase ngimcela ukuthi angikhulumele nomlungu ophethe ukuthi angiqashe emsebenzini, umlungu wathi uzongi testa umshini kuqala abone ukuthi ngiyawazi yini, emva kokutesta, wathatha amaphepha okungathi amaCV wam neContract, watshela isupervisor ukuthi ingiqashe, futhi ingibonese lapho engizosebenzela khona. Ngase ngiyaphaphama.

  • @sasambhele9059
    @sasambhele9059 Před 2 lety

    Hi cc
    Mine ngiphuphe umlungu ezongikhulumisa ngendaba zothando nomuntu wami. He was like he want to give advices to me and have my views. He was having one arm and we were outside a house and my girlfriend was washing. Inside the house there was a mother sleeping in bed but I couldn't recognize her kutsi ubani but ahe was looking at us

  • @lihleemkhonto
    @lihleemkhonto Před rokem

    Sawubona cc ngabe kuchazan ukuphupha ubona umzila wenyoka Kodwa futh ekugcinen igcine ibonakele inyoka eyellow ngiyithanda indlela ochaza ngayo amaphupho you make it clear ngendlela yokut ungishiya ngingena mbuzo

  • @BSJoint8908
    @BSJoint8908 Před rokem

    Sanibonani Ngicela ukubuza ngiphuphe uMalume omncane osashona engiqabula isandla sokudla ngemumva kwalokho okungixakile nengikushilo ngithe sengathi uphila ngampela. Kodwa mese ngiphapheme umuzwa enginawo sengathi omunye umuntu ophezulu ngokwesihlalo ekade ehlezi kuso angazi kuhamba kanjani kuloluhlelo sengiyozwa kuwe Ngiyabonga

  • @SiphiwoMayaya-qo6yt
    @SiphiwoMayaya-qo6yt Před 8 měsíci

    Sanibonani gogo ndiphuphe amanzi ancolile ephuma emaweni ngabakusho ukuthini

  • @gracemasina8972
    @gracemasina8972 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ukuphupha umlungu omsebenzayo ngabe kusho ukuthini?

  • @nkululekoshongwe7300
    @nkululekoshongwe7300 Před rokem

    Hy sis cela kubuza kuthi kusho kuthini ukuphupha ama sim card amaningi

  • @rosekitcher2950
    @rosekitcher2950 Před rokem

    Sawubona Gogo mina ngingumuntu othandana nabelungu kantifuthi nginehlahla yabo bayangithanda sengishadile nomunye wabo,Gogo nginokuphupha umlungu he was my ex boyfriend years ago but now his also married

  • @dladlasphiwe6526
    @dladlasphiwe6526 Před 2 lety +2

    Amen Gogo 🙏 wavele wayibeka yacaca bha,lokho kuyikho engathi kunganda inkosi ikubusise ikwandisele njalo .

  • @zakithimadlala8825
    @zakithimadlala8825 Před 2 lety

    Ngiphuphe ngixoxa nabelungu abangamakhehla abathathu ngathi besinenxoxo emnandi kodwa angiyikhumbuli nxoxo.Kusho ukuthini lokhu

  • @xolilenzama1020
    @xolilenzama1020 Před rokem

    Thokoza gogo cela ukubuza ukuphupha uhamba nabelungu ngetekisi kuhlekwa nje kodwa angibazi

  • @dottiazwane7842
    @dottiazwane7842 Před 2 lety

    Thokoza gogo kuchazani ukuphupha umlungu engimsebenzelayo engivezela itoto

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunalo ofisa ukukuchitha ngesilwane

  • @masabatamnwana374
    @masabatamnwana374 Před rokem

    Hi sis ukuphupha ushiywa yimoto?

  • @nkosikhonakhabingca
    @nkosikhonakhabingca Před 2 měsíci

    Ukuphupha unemoto entsha kugcaza ntoni cc?

  • @mpumifani1131
    @mpumifani1131 Před 2 lety

    Gogo khowenu utatokhulu ungumlungu wenza njani

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ijulile leyo ngoba ihlanganise amagazi kfanele iqale khona nje ngyoyixoxa ngelinye ilanga kwi video

  • @SakhiseniEmmanuel-mk8xy

    Unjan ngicel ukubuzukthi kushoni ukuphupha albino

  • @user-rl4wx1ww3l
    @user-rl4wx1ww3l Před 8 měsíci

    Cela ukubuza kuthethani ukuphupha usemsebenzin or uhlamba uzoya emsebenzin?

  • @THOKOZILEKHUMALO-pl5ij
    @THOKOZILEKHUMALO-pl5ij Před 2 měsíci

    Uma uphupha unikeza uthisha wakho omthandazo u lift wambeka endawe yokukhanda imoto

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Před 2 lety

    Thokoza mntwana weThonga, ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha inkomazi ebomvu enganazimpondo izala umntwana woMlungu womfana ongathi useno 3/4 yrs. But Uma ezalwa lomntwana ugcwele ulaka amehlo akhe agcwele imbani bese evuka eqonda Kimi. Thokoza

  • @sibusisosithole1982
    @sibusisosithole1982 Před 2 lety

    Ngiyabingelela, ngicela incazelo. Ngiphuphe ngibona umlungu oyisangoma sihlezi ne ex yami endlini...

    • @monde1708
      @monde1708 Před rokem

      Thokoza gogo ndicelubuza xa uphupha ubona umlungu emnka namanzi bese uyamsiza ...athi mase umsizile ndiyabulela ndikufisela inhlanhla ...bese kuvela ikhehla lisolusa iibhokhwe ezininzi ...lincume lithi ndiyabulela mzukulu ...wenze njalo nakwabanye

  • @user-tb8dy9ux5o
    @user-tb8dy9ux5o Před 11 měsíci

    Kuyini ukuphupha izangoma eziningi zabelungu kuphela, zivunule zigida egcekeni lakho. Kuze kunomkhukhu lapho zigidela khona futhi kuphekiwe kunjeya. Empeleni anginawo mina umkhukhu egcekeni.

  • @mosesdlamini2165
    @mosesdlamini2165 Před 2 lety

    Kuphupha umuntu efuna kukukhunga intamo usuke ukhunge yena kucala

  • @gracemaruma4982
    @gracemaruma4982 Před 2 lety

    What does it mean dreaming taking care of a newborn, i was sleeping on the floor and an unknown whie man entered the room and call me, i told him to go out sothat i must put on my clothes and he did that and wait outside.

  • @jabulosfiso
    @jabulosfiso Před rokem

    Ingabe kuchazani ukuphupha utshani ohlaza emvakwalokho Uma uhambahamba ubone sekomile awusekho utshani

  • @FezilePjsteelo-tr7qr
    @FezilePjsteelo-tr7qr Před rokem

    Aman ngiphuphe abelungu owesilisa Kanye nowesimame nowesimame ukhipha imali eskwhameni unika owesilisa ukuthi agibele ngayo ubese cela ukuthi smyalele lapho kugitshelwa khona Kodwa manje kumele sinqamule ehlathini masiqeda ihlathi lapho sizothola khona izinto zokuhamba transport.

  • @mpumiqwabe5990
    @mpumiqwabe5990 Před 2 lety +1

    Yebo cc, ngicela ukubuza Uma uphupha ugoqwe yinyoka emzimbeni kodwa ingakuzwisi ubuhlungu, usabheke loko kuqhamuke ogogo bafike bagibele imoto eme eduze kwaleyo nyoka. Emva kwaloko bese kunyamalala yonke into, Mina nalenyoka Kanye nabogogo nemoto

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ukhonjiswa okufiswa yidlozi kuwe ukuthi wena lakukhethela ukuthi uyobasiza ubenzele izinto abazifisayo zabo uyobakhulumela nokhokho abahamba phambilini ukuze nabo bethole inqubekela phambili ,uma ngase ubaxhumanele nalokhokho okuwe ubacelele imvume kuye yokuthi bakhulume abakufisayo bakwazi ukukukhuluma mase kuyenzeka nmayevuma kuyo sebeyasizakala ngoba ngibona ukhokhowakho engumuntu ongafuni basondele eduze nawe ngoba bona abakwenzanga okuhle kuye besaphila nowayekufuna ,kumele ubacelele nokuhi baveze ukuthi ithini inkinga eyenzeka

  • @ayandambonjwa21
    @ayandambonjwa21 Před 2 lety

    Sawubona sisi ayaikhulisakakhulu ngezingcebesozakho nsacelukbuza Uma ungaphuphi kutshukuthini or uphuphe emvakweskhathi eside

  • @tebushezi9677
    @tebushezi9677 Před 2 lety +1

    Ngiphuphe umlungu engikhotha isitho sangasese, angikaze ngivukelwe imizwa ngaleyandlela gogo ngisho ngiphaphama ngangisasizwa isitho sami sinyakaza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      wawuvakashelwe isilwane

    • @ndaboh74biyela45
      @ndaboh74biyela45 Před 2 lety

      Amaphph ngek uwachaz onk sis ngob ining law akilo inqiniso lempumelelo umlungu uyamphuph Kati kwathathwa inhlabath yomlungu so nivele nith inhlahla ukuphuph umulung