kungani uphupha isikole

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • uyathwasiswa ephusheni, Lalelake

Komentáře • 426

  • @ZamaManci
    @ZamaManci Před měsícem +1

    Ave uchazakahle ngiyabongamina ungayeki❤

  • @ayandaayoh5768
    @ayandaayoh5768 Před 20 dny

    Amen gogo ngicela ungichazela ngephupho lase classin uthisha owayekufundisa ecela umbhemise ugwayi wamakhala🙏

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo4523 Před 2 měsíci +2

    Ngyabonga gogo futhi ngikuthulela isigqoko uyababazeka umsebenzi wakho muhle futhi ukhulile kakhulu kwelikamoya kuningi ongifundise khona futhi omkantshu bomvu kukona so ngithi qhubeka usisize ungapheli amandla uJehova akuohe imibyaka eminingi yokuphila gogo ngyakuthanda❤️🙏

  • @Vuvu329
    @Vuvu329 Před 5 měsíci +2

    Amen gogo Waze wabeka kahle🙏🙏🙏kodw ngicela ukubuza kulokhu Kade ukuchaza ukuth why suke bekubonisa ihhashi elihlala emanzini elimhlophe,futhi ikakhulukazi bahlale bengbonisa izimo zezi lwane ezihlonishwayo edamini elilodwa,kokunye kube inyoka enama khanda aw7 kokunye yey gogo nginenkinga ngicela ungilamulele njengoba uchaze washiya endleleni🙏🙏🙏

  • @rejoycemchunu6033
    @rejoycemchunu6033 Před 2 lety +23

    Indlela ochaza ngayo isezingeni eliphezulu. Siyabonga kakhulu Dadewethu khula 😍

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +3

      ngyabonga ntombenhle nkosi ikubusise ukhule size sibonane nawe ngelinye ilanga

    • @hazelboya4015
      @hazelboya4015 Před rokem +3

      Heyy cc ndyaytanda indlela ocacisa ngayo kuyavela kum ngk oko ndipupa ndise High skool kodwa andipasi wona amapupo kusa ndiwazi ndikwaz uwabalisa

    • @user-ki8yv3jr9k
      @user-ki8yv3jr9k Před 5 měsíci

      Mambotho uyapl uma uphupha ufake iwashi ungena kubo kwenyanga ubona kini kunamatende amhlophe kuhlatshwa inkomo emhlophe ngomkhonto ? ​@@hxmbotho3458

    • @eliasmogapi307
      @eliasmogapi307 Před 3 měsíci +1

      Thokoza,Siya Bonga sis Hle🙏

  • @user-tr4pj1rp9u
    @user-tr4pj1rp9u Před 5 měsíci +1

    Masibonge🙏🙏🙏Gogo Mbotho...ngiyabonga. Ngokuyazi okuthi mauphupha isikolo...abantu abadala bafuna oku kolungisa ...uyazi oko kholuma nabo🎉🎉

  • @SophieMabena-ti7yc
    @SophieMabena-ti7yc Před 6 měsíci +3

    Ngiyabingelela cc Hlengiwe kuchazani ukuphupha ugcoke izicathulo ezingafani ngihamba esgangeni ngihlatshwa ingodo enama hlabihlabi ngiyabonga usaphedula ma Mbotho

  • @user-lq5gm4tq8n
    @user-lq5gm4tq8n Před 9 měsíci +3

    ❤❤konke kwenzeka Kimi ndiyabonga Gogo

  • @thabanemkhize9228
    @thabanemkhize9228 Před měsícem

    Syabonga maMbhotho. Mina hlezi ngifika late eskoleni kade belindile abafundi, ngabe kushoni loko. Ngyabonga kakhulu

  • @CindyBekwa
    @CindyBekwa Před 5 měsíci +2

    Amen gogo Waze wangiphemdulela kahle ngiyabonga

  • @user-xe9cl7tq1t
    @user-xe9cl7tq1t Před rokem +1

    Amen gogo.konk kuyqinis okushoy.nhihlez ngiphup ngisehigh school.ngvel ngizitshel kut ingob ngayek iskol ngsathand ukugund ngangaqed.iqolo,intamo,amahlomb nekhand zknk lezint zyangigul ngish emzimben ngyakhulphal ngyazaca
    Syabong kakhul ngolwaz osip lon nkos ikubusise

  • @user-tr4pj1rp9u
    @user-tr4pj1rp9u Před 5 měsíci +1

    Ngiyabonga Gogo ...nami ngomunye oze waphupha isikolo....angikayi namanje ngoba a ngiyazi fanele ngiyenzeni

  • @user-gh6ib5qv8m
    @user-gh6ib5qv8m Před 6 měsíci +2

    Thokoza gogo ngyawaphupha lamaphupho owabalayo iskole izinyika ihhashi ngindiza nophephela uguqa zining ozibalayo ngyakhohlwa kokunye

  • @vusizimu905
    @vusizimu905 Před rokem +2

    Ngiyabonga Dadewethu, Ngise nkabisweni nami ngoba - Ngake nga phupha ngisesikoleni. Ziningi Izimanga ezenzeka empilweni yami - Ngiyabona ukuthi I Dlozi lami liyangifundisa.

  • @ntwenhlembanjwa6201
    @ntwenhlembanjwa6201 Před rokem +1

    Mmmmm siyabonga gogo wethu uqhubeke nje usifundise yazi elokugcina nje mina ngiphupha abantu engangi Funda nabo kungathi ngisabafica esikoleni eHigh school kungathi kodwa sebenomona wokuthi mina angisafundi bona basase sikoleni mina sengingapha esilungwini ngizama impilo. 👏🙌👏

  • @thulaningcingwana46
    @thulaningcingwana46 Před rokem +1

    I'm impressed maMyalo, Mtshikilana, Mazama, Sbasa Manzini kuvuthumlilo... makwande kube chosi kube Hele!!!

  • @mildredmtshiki3156
    @mildredmtshiki3156 Před rokem +1

    Ndiyabonga cc uyayichaza kahle into icace may God continue bless you

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 Před rokem +1

    Amen Gogo ngiphuphe ngise skolen e high skul thizeni kodwa u principal engilinde ngenduku ngoba ngifike lyt

  • @user-dd3hn3xs1p
    @user-dd3hn3xs1p Před 7 měsíci +1

    Ngyabonga kakhulu mama wayichaza ngendlela emnandi ejulile ❤️😃🙏

  • @nolwazihlabangane
    @nolwazihlabangane Před 8 měsíci +1

    Thokoza Gogo
    Kubonga mina for izincazelo zakho ezicacile
    Kwande👏🏾

  • @user-lp8hw5gs9v
    @user-lp8hw5gs9v Před 7 měsíci +1

    Amen Gogo Mbotho sya bonga ngolwazi inkosi ikubusise

  • @lethubuhlemkhize5946
    @lethubuhlemkhize5946 Před 2 lety +7

    Hawu sisi ngiyabonga kakhulu. Now everything makes sense. Sengize ngafika esigabeni samaphupho ngise University and even addressing students a few times. Wow okuningi okuchazayo impela kuyenzeka kimi futhi kakhulu. Thanks so much. You are a blessing

  • @user-zd4qy8vz2r
    @user-zd4qy8vz2r Před rokem +1

    Awww NkoCyam ❤️ Thokozaa 👏 Yaz ngagculiseka

  • @Vuvu329
    @Vuvu329 Před 5 měsíci +2

    Ngiyothokozo mawu ngangi phendula🙏🙏🙏

  • @pearlmathe7356
    @pearlmathe7356 Před rokem +2

    Thokoza gogo, ngikhuphe ngibhala iMaths kodwa bengingagqokile umfaniswano kodwa .

  • @Hope0194Hope
    @Hope0194Hope Před 2 dny

    Amani mina ngiphuphe ngibuyela esikoleni sigibele bus kodwa ligcine selimole kwakhona engixabana nabo kwalahleka iskhwama sami and alingiphathanga kahle ngoba ukulahlekelwa ngiyazi akulungile

  • @afikaamahlematandela4459

    Thokoza Mkhulu, sibonge ngezimfundiso zakho👏🏽👏🏽👏🏽👏🏽

  • @mazwimgwebi1096
    @mazwimgwebi1096 Před rokem +2

    All what you've explained yet is relevant to what is happening to me. Yinde lendlela esiyihambayo.

  • @malethabom_6945
    @malethabom_6945 Před 2 lety +2

    Yooooo Sisi,angazi nginga Bonga kanjani.waze wangivula amehlo bo....thank you so much for such an informative video.please keep on doing the great work.wow

  • @losthuphadlamini4541
    @losthuphadlamini4541 Před rokem +1

    Amen mntwane’zulu. Ngicela ukhulume ngedlozi lase lwandle 🌊

  • @user-cp1qz3zd3c
    @user-cp1qz3zd3c Před 10 měsíci +2

    Yabonga cc yo ngaze ngachazeleka kahle

  • @robertandlovu4555
    @robertandlovu4555 Před rokem

    Thokoza Gogo. Ngiyabonga incazelo. Isikole ngisiphupha insuku zonke kodwa ngise high school. Bengicabanga ukuthi ngisiphupha isikole ngoba nginguthitshala.kodwa kuze kwachacha sengi phupha izangoma esikolo ukuthi cha incazelo ayisiyo leyo. Ukulinda yiyo impendulo. Sibonge incazelo zakho ezichachile. Thokoza Gogo.

  • @thabisothusi-lm5pm
    @thabisothusi-lm5pm Před rokem

    Thokoza Gogo ❤️✊🌍🔥🙏🕯️
    Siyabonga usizo osinika Lona Gogo🙏🕯️ Mina ngihlushwa yiphupho njalo ngisesikoleni ngilokhu ngi hamba ngifuna something futhy kokunye ngise classini sifunda so mina Gogo liyangi dida lephupho ngoba vele ngiyafunda eskoleni so angazi Noma ukuthi ngisuke sengikhumbule so cela ungisiza Gogo 🙏🕯️

  • @rosemarytimber2831
    @rosemarytimber2831 Před rokem

    Ngiyabonga gogo. Ngiyasiphupha kakhulu impela isikole namajazi. Ngiyawathunga mina ngiwabeke emsamu. Siyabonga kakhulu🙏🙏

  • @buysilesihle5185
    @buysilesihle5185 Před 11 měsíci

    Thanks cc😚watching from eSwatini

  • @thandekamvelase
    @thandekamvelase Před 2 lety

    💞👌💯 uyawazi lomsebenzi hhah 💖sibonga uMvelinqangi ngokusiboleka uGogo onjengawe ngezimfundiso zakho ziyasithokozisa💝💕

  • @sindisiwembatha-p3m
    @sindisiwembatha-p3m Před měsícem

    Hhawuuu mntaneNkosi wangisiza besengifisa ukuziyela kothwasa ngenxa yokuvaleka kwezinto zami. Ngoba nami ngihlushwa iphupho lesikole njalo. Nkulunkulu nedlozi lakho likuvikele njalo

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj Před 2 měsíci

    Gogo kunzima kweyam impilo kodwa uyacjaza kakuhle ,onke ezizinto zindivelelayo. Kuvela konke. Isikolo ndisithonga almost every day. Amanzi ndiyathonga almost every day intaba. Ukuthonga umbona uUkubona okungekenzeki kuye kwenzeke 😢😢😢 Okubuhlu akunamntu ondincedayo ngako konke oko.😢😢

  • @CalimuziQ
    @CalimuziQ Před měsícem

    Siyabonga❤

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 Před 2 lety +11

    Fountain of Knowledge ⛲❤️🤗

  • @user-yj2em2wi2s
    @user-yj2em2wi2s Před 2 lety +23

    There’s no on this app that has properly explained dreaming of school like you have. Throughly enjoyed this video.
    Ke ya leboga 🙏, ngya bonga ( thank you very much)

  • @gladyspotsanyane3519
    @gladyspotsanyane3519 Před 3 měsíci +2

    Thokoza gogo ngiyabonga i started at primary school then high school now I dreamed of university. BUT when my lecture teach i listened very carefully but i ask for snuff and tissue paper

  • @nhlanhlenhlezulu6425
    @nhlanhlenhlezulu6425 Před 2 lety

    Kodwa Sisi Noma Gogo’ngithi angibonge kakhulu engathi nginga kuvakashela ulwazi oluganga

  • @PumzaManundu-sk2fj
    @PumzaManundu-sk2fj Před 2 měsíci

    Gogo nkosiyam ungathi ukhuluma Nam njengamanje Thixoo ndiyakulinda 😢😢😢😢😢

  • @user-id9ip2bg9g
    @user-id9ip2bg9g Před 5 měsíci

    Ndiyathokoza gogo ndobulela ngenkcazelo yesikolo.Kwelam iphupja bendiphuma esikolweni ndahlangana nesalukazi elithi liyandazi mna kodwa abazali bam alikababoni ...some ixesha a wathi uyahamba uzakuza Xa ebaci file ukuba bangobani...😮

  • @sophiasessy3272
    @sophiasessy3272 Před měsícem

    Mina ngiphupha ngehluleka ukyobhala itest always

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 Před 2 lety +1

    Unjan gogo ukuphupha usesikolen unyuka kube sengath lesikole sinesitezi ngifike khona kubuzwe umsebenzi kodwa kubi afrikaans bengyibhalile Avenue bashaywa bengayibhalile kuphinde nginikwa omnye usebenzi ruth we Enligosh ngivesana ngingaz lutho ngempela ngngax youth ngazbhala ini

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukiuthi unedlozi elifuna izinto zangempela yonke into yabo bayifuna ibe phezulu ngezinga labo ngoba nabo abazifuni izinto ezingacacile manje bakutshengisa ukuthi kunezinto okumele uziqonde ngempela futhi uzimisele ngempela kuyoyonke into oyenzayo

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety

      Ngyabonga gogo manje angaz kumele ngenze njan gogo ukuze kulunge

  • @vitodachef
    @vitodachef Před 2 lety

    Ekkhanyeni
    Ngiyaqala ngqo ukuzwa ungane kaMvelinqangi abeka udaba lwami ngokweqiniso.
    Makukhanye 🙏

  • @sphesihlebekezela5642

    Yoooi cc ngihlezi ngiphupha ngisesikoleni ngicula ngifunda ngicula kwesinye isikathi ngilahlekelwe yisikwama sezincwadi

  • @user-xf1qx9cz2u
    @user-xf1qx9cz2u Před 6 měsíci

    Mna gogo ndiye ndibone ndiseskolweni kodwa nasesi bhala iphepheni lam Kuba ngathi kune kungu ndingasaboni Kahle kodwa Abantu ebendihleli nabo ndiyeva ukuthi base khona inkinga andisaboni Kahle kuze kuphele iphupho ndikhalaza ukuthi yonke lento beyibhalwa ndiyayazi inkinga bendingaboni

  • @sithembilemavimbela5905

    Yoo sesi siyabonga mane nginenkinga mangiphupha umuntu ongasekho akasho lutho makungu Mama angimuphuphi.Washona 2008 kute angimuphuphi noma ngingamkhumbula ngize ngikhale kute akaveli yazi ngabe make wami uphi unjani.lakhona.

  • @ayandagumede6249
    @ayandagumede6249 Před rokem

    Wooow hlezi ngiphupha ngise primary... Ngikhohlwa amaphupho, hlezi ngiphupha bhala test but iam alway late, hlezi primary

  • @buhlengema742
    @buhlengema742 Před rokem

    Ngyabonga cc wami mina ngathwasa ngabuya kodwa still ngisaphupha isikole...namanj

  • @sihlukanisontshalintshali7475

    Thanks dadewethu ukhule njalo nje ungumelaphi wena wemiphefumulo yabanye abantu

  • @nhlanhlashebezanane2679
    @nhlanhlashebezanane2679 Před 2 lety +1

    Ngiyabonga sisi bengithi imina onenkani kanti cha nginalelithongo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      vele unenkani,😂😂ngyadlala .idlozi lakho lifuna into eqonde nqgo futhi yenzeke manje alilokhu lilinda uma umuntu engafuni ukuyenza noma ukuyilungisa livele lifune enye indlela leyonto ezogcina yenzeke ngayo ngyabonga

  • @malusimhleni
    @malusimhleni Před 2 lety

    MaMthombo 😭🔥❤️ulwazi osinika lona siyalubonga kakhulu Nkosi ikubusise

  • @esethuessieh2242
    @esethuessieh2242 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo🙏I guess m in the process ngihlezi ngiphupha ngise high-school okuningi kuyenzeka engikuphuphile thokoza gogoh for breaking these dreams on us🙌

  • @siphokhumalo8911
    @siphokhumalo8911 Před 2 lety

    Sinibona gogo bengicela incazelo yamaphupho esikolo esengiwaphuphile
    Ngiphuphe ngisesikolweni kodwa ngisatholi ukuthi bengihleli kuphi nendawo eklasini, ngicabanga ukuthi lokhu ngikuphuphe kambalwana.
    Ngaphinde ngaphupha ngiseklasini kulokhu ngilahlekelwe isikhwana sezincwadi

  • @eccotiztiz738
    @eccotiztiz738 Před rokem

    Unkulunkulu omdala wezinsuku akubusise sisi akwandisele izibusiso. Wachaza kwazwakala syabonga

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    🔥🔥🔥🔥❤️ngyakthada okwenzayo siswami
    Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha useskoleni engathi kodwa ungasafundi kubengath useClassin, lapho eclassin kukhon intombazan owawu funda nayo Bese isuka izakumin ihlale nam Bese kubengath syajola senza ezomujolo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ukhonjiswa ukuthi idlozi lakho liyakubona la ujola khona ukuthi kuphambene akumele yabo ngoba kadekwintombazane vele akufanele ingakho kuphambaniswa ukuthi isenzo somjolosiyaphambana nabo kuwe futhi uyaxwayiswa ukuthi nizifundiswa ukuthi kuhle ukujola nobulili obubodwa kodwa wena ungakwenzi mase kufikile lokho ngaleyondlela zigade ukuthi ulungile yini umjolo owenzayo kuwe nakubona

    • @mohatoletebajunior835
      @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

      Ngyabonga kodwa angiyi qondi iReply yakho lakhona othi khon kuhle ukujola nobulili obubodwa coz mina ngiwumfana ngeke ngikwazi ukujola nomunye umfana

  • @mbathasjula6997
    @mbathasjula6997 Před rokem

    Ngiphuphe ngisesikoleni ngingaqokaga umufaniswano wesikole ngihleli nje ngibuka izingane zindlula

  • @brendajackson13
    @brendajackson13 Před 2 lety +1

    Siyabonga ngenkulumo yakho Gogo🙏🏿 Mawulithola ithuba ngicela wenze ivideo ngokuphupha usesontweni. Ngiyabonga.

  • @SindisiweNonjabuloMthethwa
    @SindisiweNonjabuloMthethwa Před 3 měsíci

    Syabingelela bengicela ukbuza ukuth kusho ukthini ukphupha njalo useskoleni kda kuhlale kungath kunencwadi eyodwa eshodayo ngize ngiphaphame ngibheka yona

  • @ladyfairmkhwanazi2817
    @ladyfairmkhwanazi2817 Před 2 lety

    Syabonga mina selingihlaziyela ngisho amaphupho

  • @nandiphasango8966
    @nandiphasango8966 Před rokem

    Camagu mama, uNkulunkulu akwandisele ulwazi. You are really helping us

  • @user-hh6uf1vg1m
    @user-hh6uf1vg1m Před 4 měsíci

    Thokoza gogo ngihlushwa yileliphupho lesikole njalo kuzoba yindle ave ngiphupha indle tolet ngikhatheleke kuphupha masimba tyoo

  • @Mzwa7
    @Mzwa7 Před 2 lety

    Siyabonga...
    Mina ngijwayele ukuphupha ngi shay'wa or ngigolozela u thisha or ngiseskolweni kodwa ngididekile...amaphupho ami eskolo ajwayele ukubanzima...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kumele uzame ukubonisana nohlala nabo kini uvule inhliziyo yakho okwenzayo nikubambisane nabo uwuthathe umbono wabo ohlala nabo lisho njalo iphupho

  • @thanduxolodlamini4875
    @thanduxolodlamini4875 Před 2 lety +1

    🙏. Wachaza kwevakala. Ngiphuphhu ngaze ngafika lapho ngetfwesa sogcoko. Kodvwa ke emvakwaloko imphilo yabhedza mbamba. Ngikhuluma nje angati tintfo tami tibuyela emuva.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      lalela bafuna uqale ngokwa okwakho kuzolandela .Qala manje ukwenze ngoba izinto oziphuphayo ziba yizo, kodwa uhlezi nomsebenzi wabo awuwenzi bebe bekuthuma ingakho bemisa nowakho ngicela mawubona izinto zabanye abantu ubaxoxele ubazise futhi makufika izingxoxo ekhanda zilalele usukume uzezenze the more you work for your encestors the more they ll open your things yenzanjalo ke

    • @thanduxolodlamini4875
      @thanduxolodlamini4875 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu

  • @lindseymalinga6
    @lindseymalinga6 Před 2 lety

    Thanks to you dadewethu.nami ayipheli inyanga ngingaphuphanga iskolo kusuka kungikhathaze bcz I don't know what should I do

  • @maroxmysta
    @maroxmysta Před 2 lety

    Ngyakuvuma gogo👏👏👏uqedile

  • @jabulilemathenjwa6715
    @jabulilemathenjwa6715 Před 2 lety

    Thokoza gogo. Ngiyaphupha ngiseskoleni ngifunde kodwa mase kumele kubhalwe ukuhlola kokuphela konyaka ngivele ngiyeke eskoleni, ngingabe ngisabhala, ngisaba ukuthi angifundanga ngizofeyila

  • @phuthumilejanuarie9524
    @phuthumilejanuarie9524 Před 3 měsíci

    Siyabonga mamuUmbhotho❤❤❤❤

  • @sarahmabusela3797
    @sarahmabusela3797 Před 2 lety

    Thank you. I now know where I am going GOD bless you

  • @nomkhosii.vilakazii
    @nomkhosii.vilakazii Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngihlezi ngiphupha ngisesikoleni kuba njalo nomfana bengi Funda naye ESIKOLENI kuleli phupho njalo ngaphupha ngisesikoleni kubanaye eglasini njalo aze angikhulumise last time wathi mangimubolenke incwadi yami kodwa ngaqaba ngathi angibolekisani ngazo akwenzeki angabikho lisho ukuthini kodwa naye uyafunda...

  • @andriesmkhwanazi1547
    @andriesmkhwanazi1547 Před rokem

    Mina awpheli unyaka ngingaliphuphanga lephuphu, bengihlale ngiliphupha ngibuyele e high school, kamuva ngiphuphe ngiphasile khona e high school injabulo enganginayo.

  • @notembantuli7952
    @notembantuli7952 Před rokem

    Well explained, Camagu

  • @ZukileMbasani
    @ZukileMbasani Před 5 měsíci

    Ukuphupha amawele nemfusi ingathi bavela esikolweni kuchaza ukuthni

  • @mbongeniduze9666
    @mbongeniduze9666 Před 2 lety

    Amen sisi impela uchaza kahle ngikengiziphuphe ngise high school ayi shame kunjalo

  • @user-jg5lw4bx5f
    @user-jg5lw4bx5f Před 4 měsíci

    Siyabonga gogo enkosi👏👏👏

  • @dumazilemavundla4311
    @dumazilemavundla4311 Před 4 měsíci

    Siyabonga Gogo sengithole umuntu onolwazi ngokuphipha nesikole mina sekukaningi ngiphuphe ngifuna ngifake iuniform kodwa nghigaqedi kodwa kulokhu ngiphuphe ngifundauthisha abuze umuzo ngiphendule ngiqala ukugens esikoleni iuniform shirt white siketi blue kukusha

  • @sbonelosangweni2406
    @sbonelosangweni2406 Před 2 lety

    Yoo mina ngiphuphe ngiseskoleni ngilele ngenkathi kufundwa kodwa ngivuke ngakhona ukubhala konke obekufundwa

  • @ayandasimelane2628
    @ayandasimelane2628 Před rokem

    Thokoza Gogo
    Esimweni sokuphupha uya college owawufunda kuyo kodwa njalo kubekhona into ekulibazisayo ube late ushiywe itransport okumele uhambe ngayo. Njalo nje same situation ngigcina ngingafikanga ngiphelela endlini.

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 Před 2 lety +1

    Unjan gogo ukuphupha ubhala izibalo usesikolen kodwa isizulu usiphasile

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi uyakwazi ukukhuluma izinto koda manje bakukhombisa ukuthi kumele uziqhathanise kanjani izinto zibe nomyalezo owodwa uma uzikhuluma ubutshengiswa idlozi lakho ke

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety

      Ngyabonga gogo inkosi ikubusise🙏🏼🙏🏼

  • @sunrise7442
    @sunrise7442 Před rokem

    Thank you so much for this information, you've confirmed things I've been struggling with, bengathi uyangihlolela futhi, I've been in so many places they all say they can't help me or bayadideka because of kuvele izinto eziningi including ingelosi yaphezulu and bafuna kuzenzela and bayafihla information that why angisizeki

  • @YDakayoungDylan-sk5cz
    @YDakayoungDylan-sk5cz Před 3 měsíci

    Utshela mina cc,ngihleze ngiphupha ngiseskoleni😮

  • @leratomasigo-bf7vl
    @leratomasigo-bf7vl Před rokem

    Sawubona, I'm always dreaming ngise skoleni
    Nakhona ngsuke nginga fundi
    I'm not done with school kodwa

  • @NonkululekoNtombela-hz1xw
    @NonkululekoNtombela-hz1xw Před 2 měsíci

    Ngiyabonga ukuzwa ngesikole kdala lingihlupha,manje sengiphupha I University

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 Před 2 lety +1

    Unjan gogo uma uphupha ubhala izibalo esikoleni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      uzibonile izinamba noma isibalo ngizobuyela kuwe

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety +1

      Unjan gogo izibalo gogo izinamba ngzikhohliwe kodwa bezikhona izinamba

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kulungile,kusho ukuthi bebekufundisa ukuthi ukwazi uqhathanisa izinto ngezindlela ezihlukene mase kuphuma into eyodwa ezokusiza ngaleyondlela ubobukisisa izinto nhlangothi zonke ngaphambi kokuthi uyenze futhi kungasali okunye eceleni ngoba kwenza into yakho ingapheleli ngyabonga

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety

      ngyabonga gogo kakhulu 🙏🏼🙏🏼eve ungichaza kahle

  • @KhensaniMkhwanazi
    @KhensaniMkhwanazi Před 2 měsíci

    Gogo ngyabonga ngalenkulumo

  • @lwandomancotywa1053
    @lwandomancotywa1053 Před 2 lety +4

    Afternoon, ngiphuphe ngise varsity and I submitted my exams... When they came I passed with distinctions... And someone I can't tell but I think it was a teacher was even congratulating me... Ene izinto ezenzeka empilweni yami njengamanje ziyamangalisa...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      yebo likhombisa ukujabula ngawe idlozi bakukhombisa lokho ukuthi wenza kahle ingakho uzibone use varsity kuhle ukwenza kwakho izinto

    • @thandazileshabalala1212
      @thandazileshabalala1212 Před 2 lety

      Gogo uyaphila mawuphupha ugqoke uniform njalo ahlukene kodwa ephelele yesikole futhi uthole sengisesikoleni ama unser ngingawazi

  • @Fraizedevocalist
    @Fraizedevocalist Před 2 lety

    Sengiphume nanengi ngisesikolweni bt ngiphuphe singihlula, nginga understand loku lokufundzwako.

  • @khanyidube2247
    @khanyidube2247 Před 2 lety

    Sawubona. Uma uphupha ungutisha esikoleni

  • @casmacasma4441
    @casmacasma4441 Před 2 lety +2

    Thokoza nakimi lezimo ozichazayo zonke ziyenzeka nenhliziyo kakhulu nje Uma ngike ngadinwa ngakhala hhay ngike ngishawe nayikhanda okhakhayini lingenza kakhulu Uma ngike ngaya emngcwabeni ngangifa lishisa bhe ngaziphuza izinhlobo zamaphilisi kodwa kwafana nje kodwa Umasengilithela ngamanzi angenalitho lathula angathi alizange

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kubuhlungu mfethu ukugula ngaleyondlela kodwa kumele uyigweme nemingcwabo uye kweyomndeni kuphela ngoba idlozi like livele lihoshe izinto zalapho kusuke kwenzeke into ethize khona maselifisa engathi lingakhuluma ngayo leyonto kulowo mndeni ukusiza noma lapho kukhona khona abantu abaningi uma uzibambile yangenzeka loyonto kuba buhlungu kulona masekuze kuphumele kwizwele nasemzimbeni wakho ngoba lelodlozi liyazifeeler lizibone izinto

    • @casmacasma4441
      @casmacasma4441 Před 2 lety

      Ngyabonga kakhulu cc inkosi ikubusise

  • @user-qu9gn6cu7c
    @user-qu9gn6cu7c Před 9 měsíci

    Ummm wangelapha mawami.. zonke izinto ozishoyo zenzeka kimi.. i need another episode for this content

  • @thembikhumalo6836
    @thembikhumalo6836 Před 9 měsíci

    Ngiphuphe kuthiwa ngiphasile kodwa angizibonanga ngifunda noma ngibhala

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 Před 2 lety

    Danko my cster waybeka 👌👌👌

  • @danielvilakazi4200
    @danielvilakazi4200 Před 2 lety

    Awusemhle nje Hlengiwe Ku pink attire you are lovely

  • @ZamadinangweDlomo-js9mp
    @ZamadinangweDlomo-js9mp Před 2 měsíci

    Thokoza Gogo nginokuphupha isikole,sotimes kube amanzi nenyoka enkulu emanzini.

  • @thokozanehlongwane7378

    Ngiyabonga cc kakhulu kwande

  • @kennethmsibi9711
    @kennethmsibi9711 Před 5 měsíci

    Gogo ngiphuphe lilunywa ama tshekentshe anhithole ngidla inyama angazi asho ukuthini
    Elinye futhi ngiphuphe ngihlatshwa i nkomo emnyama kodwa izimpondo zayo zimise okwesihlala esihlabayo ngizojabula mawungangiphendula