Bhekisisa Umuntu Ohamba Kuye Noma Ozokusiza Kwezokwelapha.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 3. 10. 2022
  • uDR Mkhulu Mlaba uxwayisa ngabazenzisi belaphi abaqola abantu izimali zabo bethi bayelapha kanti lutho.

Komentáře • 14

  • @khabosannie5896
    @khabosannie5896 Před rokem +1

    Mkhulu Mlaba ngiyakuzwa ngihambe kwaphela izicathulo

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande Khehla , ngokusvula amehlo. Impela sibhekene nenkemba kulezonsuku🙏

  • @thefeathersoftfamily8078

    Siyabonga kakhulu mkhulu yonke lento oyikhulumayo sihlupheka yiqiniso kunjalo mpela siyabonga

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před rokem

    Asibonge mkhulu yeyi sesidliwe saphela

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande Mkhulu 🙏

  • @thukumthakathimanzini4371

    Ngiyakhumbula impela Mkhulu uMlaba uyikhuluma lento yezigubhu futhi wawucikekile mkhulu.Umuntu omnyamake wadaleka kabi ngoba udela ngokubona izehlo sezimehlela ukuthi kanti laba ebebemkhuza bebeqinisile.Ngihlala eduze kwakheke mina umuntu olaphaya kodwa akakaze aye kothwasa.Ayikho nje ake ayesikhombisa ukuthi unobizo.Abazali bakhe bafika endaweni naye,akazalelwanga la.Kuhlezi kugcwele khona.Isidonso siyasebenza kodwa wena odinga usizo awusizakali.

  • @virginiasangcozi5874
    @virginiasangcozi5874 Před rokem

    Sawubona mkhulu,siyabonga konke okukhulumayo kukhona,sidlale izinyanga iminyaka kungabonakali lutho,imali zaphela,ngoba badlalile ngathi

  • @thembaningwenya1620
    @thembaningwenya1620 Před rokem

    Siyabonga mkhulu Mlaba ngoku sivula mehlo.

  • @nomthandazonxele159
    @nomthandazonxele159 Před rokem

    Syabonga mkhulu thixo akubusise

  • @nqubekonxumalo6020
    @nqubekonxumalo6020 Před rokem

    Siyabonga mkhulu Mlaba

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem

    Mlaba omkhulu syabonga baba 🙏🙏

  • @thandekandlela7564
    @thandekandlela7564 Před rokem

    asibonge mkhulu

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 Před rokem

    Sibonge mkhulu

  • @mfanafuthimkize9859
    @mfanafuthimkize9859 Před rokem

    Wathinta indaba enkulu mkhulu eyi