Komentáře •

  • @thommasilo9145
    @thommasilo9145 Před rokem +3

    Dankie Mkhulu, thina siyayazi imisebenzi yakho. Lapho ondlulekhona kuyaphilwa.

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 Před 6 měsíci

    Syathokoza kakhulu mkhulu ngomsebenz omuhle kangaka owenzayo.uqhubeke nokusilamlele ezinkingeni esbhekene nazo.♥️♥️♥️♥️♥️🙏🙏🙏

  • @nomusachristina1914
    @nomusachristina1914 Před rokem

    Yuuuuh😢 mkhulu anginamagama ngale testimony zyakho 😢😢 kodwa iyangisza mina bengisakhaliswa ukuthi ngibizwa ngomthakathi, umbulali it's nothing compared to what you coming from.

  • @andyxandyx
    @andyxandyx Před rokem +4

    🕯️👏🏾I like such stories, ziyabasiza kakhulu abantu nabo abazithola sekuthiwa banobizo bengazi cos ekuqaleni it can be a very lonely process. Amen.

  • @sthabisojaca
    @sthabisojaca Před rokem +2

    Syabonga Mkhulu kodwa ungizwisa ubuhlungu ngenhlela impilo yakho yayingakhona futhi nginokwesa okukhulu ngempilo yami syabonga Mkhulu kwande ethongweni

  • @EdwardShongwe
    @EdwardShongwe Před rokem

    Ngiyabonga Mkhulu inkuthazo ngihluphekile kulomuzi asilali kugijima izinto phezukwendlu ngingumfundisi kwelinyelamasonto ibandla lingivukela amandla

  • @khethiwekhabule-dw1fh

    Umona mkhulu ngiyakuvuma nokubenkezela 🙏🙏🙏💯

  • @nokuphilamchunu7944
    @nokuphilamchunu7944 Před rokem

    Shuthi le Journey ayikho lula , syabonga ukusifundisa

  • @MkBasini-gw4ph
    @MkBasini-gw4ph Před rokem

    Amen Mkhulu vele kunjalo izitha sibanazo. Nami Mkhulu njengoba nginesithunywa izitha zingango lwandle. Aba Prophet nabafundisi bathi ngiyaloya and ngithatha iziphiwo zabantu. Abantu emphakathini ngimubi kodwa ngyazi kuthi idlozi nengilosi bakhona and bangibekile. Ngiyohamba lendlela ngokweqiniso. Amen

  • @phindyzeenah853
    @phindyzeenah853 Před rokem

    Syakubobongela mkhulu kwande unkulunkulu akugcine

  • @sisandabuthelezi
    @sisandabuthelezi Před rokem

    Siyabonga Mkhulu, umlando wakho unginika iThemba nami ngoba Kuningi esengidlule kukho yize ngisemncane kepha ngizohlala ethembeni lokuthi uMninimandla wonke nami uyongi khumbula angikhombise indlela. Ngisindisiwe, bengingakholelwa kulezinto zesintu nezeDlozi kepha namhlanje akusekho ukubaleka nokucasha. Kuningi engingakuUnderstand’i okwenzakalyo kepha ngizohlala ngigxile emkhulekweni.

  • @nobantukhorombi508
    @nobantukhorombi508 Před rokem

    Wangisiza.mkhulu gengulube.heyi.mkhuli ngiyayidla ingulube and ngiphupha ukufa mangidle ingulube

  • @mbongenicyril9631
    @mbongenicyril9631 Před rokem

    Mkhulu MLABA ngyabonga kulokho okuchazayo ngyakwaz ngam namanje kusanenkinga emndenini ngam kukhona abanginukayo nanamhlanje

  • @ngenzenikubheka4418
    @ngenzenikubheka4418 Před rokem

    Amen 🙏🙌 Mkhulu uNkulunkulu akwandisele,kwodwa izinyanga nabathandazi bayadlala ngathi

  • @nobuhlebiyela5037
    @nobuhlebiyela5037 Před rokem

    BabeMlaba ngiyakudinga ngingakuthola kanjani

  • @dorcasshongwe7679
    @dorcasshongwe7679 Před rokem

    Mkhulu konke okhuluma ngako nami kungehlele ngingenelwe abantu cishe kwaze kwaba kane bedubula ekhaya lami kanti futhi abantu bayangizonda bathi ngiyazigcaja futhi nginemali kodwa konke lokho anginakho ngihambile kodwa angilitholanga usizo ingabe umkhulu utholakala nini ngapha eGoli

  • @kholiwebuthelezi5302
    @kholiwebuthelezi5302 Před rokem

    mina mkhulu. mlaba nginenkinga yokushonelwa yizingane ngicela ungihlolele

  • @thapelomemela8482
    @thapelomemela8482 Před rokem +1

    Siyabonga mkhulu istory Sakho siyasikhuthaza futhi siyasifundisa thina esinemimoya.

  • @poppykhanyile7554
    @poppykhanyile7554 Před rokem

    Amen Mkhulu please ngisize nami nginenkinga fanayo but kude sengiyahluleka noku thandaza, ngiyakhala phakathi nkozweni

  • @thubelihleshangase8102

    Powerful and encouraging words... luqhubeke njalo ugcobo lwakho Mkhulu🙏

  • @thobanikhumalo-sw2ht
    @thobanikhumalo-sw2ht Před rokem

    🙏💙💙🕯️ siyabonga kakhulu Mkhulu mhlaba inhlungu inzima kakhulu mntomdala 🙌

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem +1

    Yamnandi lengoma ovala ngayo mfokaXimba 🙏

  • @khabosannie5896
    @khabosannie5896 Před rokem

    Iqiniso eliphelele Mkhulu isthunywa sibuhlungu ngagwazwa ngenxa yesithunywa azange kubelula God bless you 🙏

  • @SnelisoGamede-sb7tp
    @SnelisoGamede-sb7tp Před 9 měsíci

    Sbonge mkhulu unkulunkulu akucgine njalo

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 Před rokem +1

    Umdali akubusise kanye babantu abadala abakwembethe👏👏👏

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem

    Uphile njalo mfokaMlaba amandla ophiwe wona andlondlobale. Njalo aye phezulu, sbonge 🙏🙏🙏🙏

  • @dumisanimanyoni7827
    @dumisanimanyoni7827 Před rokem +1

    Yini isithunywa 2 isithunywa sithunywa sithunywa ubani isithunywa sisuke sithunywe ubani

  • @philemonmngomezulu4673

    Siyabonga mkhulu ukuzwa ngempilo yakho noma kunzima kepha ngokulalela umoya nabadala .
    Kuyiqiniso ukuthi indlela yomoya ayikho lula

  • @ntsikidambuza1998
    @ntsikidambuza1998 Před rokem

    Thanx for sharing

  • @petrusmnguni6737
    @petrusmnguni6737 Před rokem

    Yeyi walikhuluma iqiniso Mkhulu Mlaba 🙏🙏🤝

  • @phidanincube165
    @phidanincube165 Před rokem +1

    Amen 🙏 Mlaba please help me ngoba nxa uchaza impilo yakho ihambelani leyami eyokusukelwa ngabantu ulwiswa umdeni ukuhlamukele wonke ufakelwe ngumzalwani ipoison please help me

  • @yongamadova1347
    @yongamadova1347 Před rokem +1

    Ndyabulisa Qhawe!

  • @sibongilengubane2757
    @sibongilengubane2757 Před rokem +1

    Ey mkhulu yimina loyo😭😭

  • @bulelanimxolisi2210
    @bulelanimxolisi2210 Před rokem

    utholakalaph khehla

  • @sbusogcikiva4977
    @sbusogcikiva4977 Před rokem

    Mkhulu usho yona, Amen kuleyo ndawo

  • @mildrednqayi796
    @mildrednqayi796 Před rokem

    Amen mkhulu

  • @sakhilemvelase1439
    @sakhilemvelase1439 Před rokem

    Amen

  • @gcinilehlatshwayo3052

    🙏♥️

  • @esethulibala2490
    @esethulibala2490 Před rokem

    Amen 🙌🙏🙌🙏🙌🙏🙌

  • @marthamahlangu7555
    @marthamahlangu7555 Před rokem

    🙏🙏🙏

  • @khethiwekhabule-dw1fh

    🙌🙏🙏🙏

  • @evahmahlaela2526
    @evahmahlaela2526 Před rokem +2

    Please help me

  • @sikhumbuzontuli1324
    @sikhumbuzontuli1324 Před rokem +1

    Le video ngyohlez ngnayo

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 Před rokem

    Thanks for sharing your story Mkhulu Mlaba, thokoza Mkhulu 👏👏👏.

  • @thembaningwenya1620
    @thembaningwenya1620 Před rokem

    Ngithuswa yi ndaba yokuqala ukungeniswa i night shift ,kufika bantu bazohlasela bashise nendlu ukubonisa ukuqeda ngawe ,kanti kawukho ngaphakathi,Zinamandla izithunywa zakho mkhulu.

  • @sibongilengubane2757
    @sibongilengubane2757 Před rokem

    Mkhulu konke okushoyo kuyangikhathaza

  • @phidanincube165
    @phidanincube165 Před rokem

    Amen 🙏 Mlaba please help me ngoba nxa uchaza impilo yakho ihambelani leyami eyokusukelwa ngabantu ulwiswa umdeni ukuhlamukele wonke ufakelwe ngumzalwani ipoison please help me