Dr Mkhulu Mlaba IMPEPHO

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 18. 09. 2022
  • u Dr Mkhulu Mlaba ucacisa ngomthetho wokushiswa kwempepho ekhaya.

Komentáře • 9

  • @dorothykhawula9118
    @dorothykhawula9118 Před rokem

    Ngithenge impepho kaMkhulu ngayishisa ngakhuluma kwenzeka ismanga indlu yami yathengwa kade ingafunwa muntu, futhi ixosha ubuthongo obenziwa imimoya emibi efika uma uthi uyathadaza, ngiyamphakamisa umkhulu Mlaba Masbonge uJehova ngokusipha yena Amen.

  • @thamigumede664
    @thamigumede664 Před rokem

    Siyabonga Mkhulu. Sicela ujule nge Topic yokufeyila kwezingane esikoleni kanye nokulungisa lenkinga esuke ibhekene nomntwana ofeyila kuphindelela

  • @charmainekhawula1488
    @charmainekhawula1488 Před rokem

    Siyabonga Mkhulu. Kusho ukuthini makuvele unukelwe impepho uhleli nje emini abanye bengayizwa.

  • @ntsikidambuza1998
    @ntsikidambuza1998 Před rokem

    Thokoza kehla syabonga amavedeo

  • @nqubekonxumalo6020
    @nqubekonxumalo6020 Před rokem

    Siyabonga mkhulu. Onendlebe uzwile

  • @khethouhlentokozo8361

    Waybeka mkhulu syabonga 👏

  • @thokozanintanzi6890
    @thokozanintanzi6890 Před rokem

    Subonga kakhulu izandla zedlula ikhanda siyacosha ngoba ngempela silahlekile

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 Před rokem

    what about in the rdp house if u r the owner