Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Naaaaaaaaakhuya, nalento yokuthi umamezala uyathakatha bakhohlwe ukuthi bazele abafana okuzothi omakoti bathi bayathakatha kusasa
Ey Ngwane nami ngacishe ngawufaka ekhaya umswan'wembabala,langihlenga elakithi.Asibonge ngwane🙏
Kuningi engikufunda kuwe Ngwane
Babu Ngwane 🙏🙏🙏🙏
Wakhuluma indaba yabantu nokuthakatha namasonto wangikhumbuza esinye isibonakaliso engaboniswa sona. Esontweni labasindisiwe inkonzo ibanjwe ebumnyameni epulpit kushumayela umfundisi okade ashona. Futhi yeyi.
Washaya hlongwane abanye bathakatha ngeyinhliziyo
🤣🤣🤣 mfoka hlongwane ngiyakuzwa mina indoda yesagoma phela nomoya ophansi 🤣🤣🤣
Ngyakuzwa nkunzi cha kule yokuganwa umuntu onomona yake yangifica mfwethu ukuhamba kwakhe kwasuka umthwalo emahlombe ephikisa yonke into engifuna ukuyenza ekhaya.
Ngwane siganwe yibo ngoba baqala ngokusidlisa bese bedlula
😂😂😂 lombuzo wakho ushaye kwazwela ngwane
Umfaz mayethakatha isuke yaz indoda knye nomnden wayo ukt uyathakatha lomuntu..inking basuke bamvikele.. lento ifana nalena yokuth uthi intombi yakh ubungaz ukt iyafeba usuke ukhohlisa nje lapho akekh ongabon nom ongaz ukt uthandana nesfebe ukt nje usuke enethemba elingekho lokuth uzoshintsha.
Kuyaphengulwa uma usufuna ukuthatha. Waphunyula lapho, uyaxoshwa umfazi uma ethakatha, kepha amadoda angempela, amudla ngomkhonto lowo mfazi, ngokuvikela eminye imizi.
Ayokho engiyaziyo mfoka Hlongwane , wonke engiwaziyo zintothoviyane
Umona nakho ke ukufuna ukuganwa abafazi abaningi, kanti ke ngeke ubathande ngokulingana