Inkomo kaMama | Impunga Yesintu TV

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 09. 2024
  • Awuyikhokhi uma ungazange uyidle

Komentáře • 63

  • @vuvufuzzy2594
    @vuvufuzzy2594 Před 8 měsíci

    Ingane iyafundiswa, iyalwe, kodwa bese kuba iyone eziphumel eceleni, akusilona icala like mama.

  • @sizwegabela1655
    @sizwegabela1655 Před 4 lety +6

    Lisenethini, siyabonga🙏...mina Mpunga Yesintu ngicela uke uxoxe ngalendaba yelobolo lezinkomo eziwu-11 ukuthi lisemthethweni yini, zona izibizo lezi, umembeso, nayo yonke lenyikinyiki esiyenzayo kusayikho yini okwesintu sethu.

  • @marcusking5482
    @marcusking5482 Před 11 měsíci

    Inkomo yoMqhoyiso akusiyo inkomo kaMama. Inkomo kaMama ibizwa ngokuthi iNgquthu.

  • @ingweemabalabala477
    @ingweemabalabala477 Před 4 lety +5

    Siyabonga mpunga, safa ilama second hand wama ntombazane afuna inkomo kamama

  • @aneleanele6447
    @aneleanele6447 Před 3 lety +2

    Mpunga yesintu mfowethu uyindoda emadodeni 🙌

  • @Simphiwe-fl9qm
    @Simphiwe-fl9qm Před 8 měsíci

    Inkomo kababa

  • @wonder_Tv
    @wonder_Tv Před 4 lety +2

    Educational thanks

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande Mpunga! Ungikhulusile namhlanje, makwande wakithi🙏

  • @josephmduduzi6366
    @josephmduduzi6366 Před 2 lety

    Siyabonga Mpunga yesintu awu imfundiso yakho iyasisiza kakhulu

  • @sandilemagwaza2671
    @sandilemagwaza2671 Před 4 lety +1

    Sawbona Mpunga Yesintu wathinta indaba ejulile syabonga

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 Před 4 lety +1

    ewu mpunga yesuntu, ngiyafisa ukhulume ngokusiselwa ngengane, yentombazane, if seyigana inkomo ziya ko nikwe ingane noma ziyakowayizalayo, sifisa usichazele

  • @vuvufuzzy2594
    @vuvufuzzy2594 Před 8 měsíci

    Ngiyayifuna inkomo kamama ku Vukani Zulu, isela elangilutha leba ubuntombi bami.

  • @sphamandlalamula9171
    @sphamandlalamula9171 Před 4 lety

    Syabonga Mpunga yesintu ulwazi osipha lona kodwa ke inkinga ilana maqondana nenkomo kamama,asibibikho isqiniseko sokuthi awuyificanga inkomo kamama ngaphandle intombi uma uyithole inomtwana

  • @AceDiCaprio
    @AceDiCaprio Před 4 lety +4

    Singadlala amantombazane phela...11 for what while uMabura kade ezitika mahala then kumele thina kumele sikhokhele into engekho!!

  • @Sazelom
    @Sazelom Před 4 lety

    Aw wayibeka mpunga. Injalo nje siyabonga kakhulu ngalolulwazi

  • @velijali4380
    @velijali4380 Před 4 lety +6

    Nduna kandaba ngicela ukhulume ngoku shada nomunt wolunye uhlanga(race)

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 Před 4 lety

    Ezami izincwadi zedlula eRustenburg Northwest cishe kusasa ngobe ngizicaphunela kuyo imiqulu lena. Siyabonga mnewethu

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 Před 4 lety +1

    Impungaaaaaaah

  • @lethuyende1771
    @lethuyende1771 Před 3 lety

    Syabonga! uma uMama engayikhulisanga ingane kwenziwani ngenkomo kaMama?

  • @candy23451
    @candy23451 Před 3 lety

    Ngiyabonga kodwa Ngicela ukubuza uyakwazi yini ukuzikhokhela Mpunga ubuntombi bakho. (inkomo)

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 Před 4 lety

    Siyathokoza Ndunakandaba🙏🙏🙏

  • @ninjanick5769
    @ninjanick5769 Před 4 lety +1

    Mpunga njengoba usho ukuthi kubalulekile ukuthi inkoma yentombi ibemsulwa ngicela usichazele ngabaqwayizi. Ukuthi ithonga lithini ngabo

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 Před 4 lety

    Iqiniso elngephikiswe syabonga mntakamkhulu

  • @dumisanindlakazi8464
    @dumisanindlakazi8464 Před 4 lety

    Nduna kandaba Ay Wayibeka lendaba, onendlebe makezwe

  • @aligatodhlamini3917
    @aligatodhlamini3917 Před 4 lety

    Yoooh bhuti wami kunjalo

  • @zaciswamdakane7327
    @zaciswamdakane7327 Před 4 lety

    Shwele Ndunakandaba walibeka njengoba linjal iqiniso.

  • @fehaymfekayi5893
    @fehaymfekayi5893 Před rokem

    Ngokwazi kwami, izinkomo ngesintu kahle kahle ziwu 6. lomunye u 5 was a form of oppression from the white ppl.

  • @vai_vai
    @vai_vai Před 4 lety

    Selonakala namuhla sebethi ikhiphe inqobo nje uma intombi ingena ngane. Mina kwake kwangenza , ngakhipha inkomo kamama eyayi hambisana neyombubuzo / isdiki ( unina wentombi walwa wathi uyifuna ngaleso sikhathi inkomoyakhe).

  • @msizindlela5003
    @msizindlela5003 Před 4 lety

    Muhle umsebenzi wakho. uyabeka angikhathali

  • @menelismthembu9044
    @menelismthembu9044 Před 4 lety

    Isihlala som'thole esihlezi kuso nodali entabeni yakaMsengeni sibuy kaBhengu

  • @thabanimthethwa8673
    @thabanimthethwa8673 Před 2 lety

    Ay nvyadideka bafouma kugana owesfazane kunenkomo ehlatshwayo okuyiyona okukhishwa kuyo inyongo okuchelwa ngayo owesifazane ibizwangan leyonkomo akuwona umqhoyiso

  • @bonginkosingcobo1196
    @bonginkosingcobo1196 Před 4 lety

    Mpunga ngabe kuyisintu yin ukuth kulotsholwe ngo11 wezinkomo noma mhlampe imikhuba nje.?

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 Před 4 lety

    Mpunga yesintu. Ake ngibuze la, kwenzeka njani uma insizwa ibilobola intombi. Kwase kufika iskhath la intombi ingasafuni ukuyogana la ebeyilotsholwa khona. Angikucacise ukuthi insizwa ibingakalali nentombi. Kfanele kwenzeke kanjani ngalezinkomo nezimpahla ebeseyizikhiphile insizwa?
    Ngiyabonga

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 Před 4 lety

    Mpunga yesizwe lwanzima loludaba ngoba kuba kuthiwa wuphinga umuzi. Ngicela ucacise ukuthi kwenzeka kanjani uma emithe before ashade noma atholwe esenenkonyana? Luyaluma loludaba

  • @fcroxatto
    @fcroxatto Před 2 lety

    chaza mkhulu, uzokwazi kanjani ukuthi intombi akuseyiyo intombi nto? uma ungayikhiphi uzonqaba ngaliphi?

  • @khulekanitshuma4012
    @khulekanitshuma4012 Před 3 lety

    Kuhle mpela

  • @siyabongagregory
    @siyabongagregory Před 2 lety

    Ngisenkingeni laah, Ngizama kukhokhela ingane yami kodwa bafuna ngikhokhe inkomo yamama ekubeni intombazane ngayifica ingaseyona intombi-nto...
    Umama wentombazane uyalazi iqiniso kodwa bafuna ikhokhwe yimina..
    Ngenzenjani , ngazengasenkingeni ngento engingayenzanga ?

  • @hlongwanehlongwane4950
    @hlongwanehlongwane4950 Před 4 lety +1

    Zitholaka kuphi lezincwadi?

  • @Sbucyyy
    @Sbucyyy Před 3 lety

    Ngsacela ukbuza ukuthi uyakwazi yini ukuykhokha wena kumama wakho mangabe umuntu owaythatha wakulahla?

  • @busin6388
    @busin6388 Před 2 lety +1

    Again le eyokuthi people have miscarriages because of this is a lie. Infertility is an actual illness, some men suffer from it as well due to low sperm count and sometimes it's the shape and speed of the sperm which makes it a challenge for his sperm to fertilize an egg. For umuntu wesimame, a pelvic scan and FSH blood test prior to getting married will give a woman an idea of how fertile she is. The problem is people don't do these checks... Then they think bashaywa yidlozi kanti nope, there is a perfectly logical medical explanation.

  • @asandamthembu6275
    @asandamthembu6275 Před 4 lety +3

    "ihlazo lokudiza ngomzimba emfaneni", this statement is SO wrong.You are perpertuating ukuthi its only women who are responsible when they lose their virginity.Kanti when will men take responsibility? ay suka.Lemfundiso yakho ayikho right

    • @velijali4380
      @velijali4380 Před 4 lety

      ay awusiyeke nale english yakho enukayo

    • @asandamthembu6275
      @asandamthembu6275 Před 4 lety +1

      @@velijali4380 Oksalayo iqiniso uyalazi qaba ndini

    • @lesliemabaso8974
      @lesliemabaso8974 Před 4 lety

      Lana kukhulunya iqiniso ukuthi lifika kanjani kuwe akungamuphathi kabi omunye umuntu owazinika amalungelo ngomzimba wakhe ,lesi isintu ngqo ongasifuni akaqhube nama Constitution wakhe akukhulunywa lana no ndiphethe inganezamalungelo.

    • @asandamthembu6275
      @asandamthembu6275 Před 4 lety +2

      @@lesliemabaso8974 iqiniso labani bhuti? You need to learn to use your brain to interpret into oyitshelwayo, ungahambi uthatha everything you hear as it is.Sibadala honestly, stop with the narrow mindedness.

    • @lesliemabaso8974
      @lesliemabaso8974 Před 4 lety

      @@asandamthembu6275 ngoyakuzwa kuyangokuthi ukhuliswe kanjani ngani kuphi wena wakuthatha kanjani mina ngithi liqiniso ngoba angikaze ngizwe ukuthi ingane inalungelo ngaphezu komzali wayo ,so loku wena okholelwa kuko hlala kuko kuyakusebenzela nami ngizohlala langikhona kuyangisebenzela case closed 1🥱👍

  • @asandamthembu6275
    @asandamthembu6275 Před 4 lety +1

    Women have had it hard for centuries and here you are in 2020, blaming a woman for what happens between two people bevumelene.

    • @ncamyd1218
      @ncamyd1218 Před 4 lety +1

      True to certain extent @Asanda
      But the reason why indaba ihlezi ingathi I think it because it the way imizimba yethu edalwe ngayo , sakhelwe ngaphakathi like a " home " so to allow anyone to invade in us like a hotel check-in and check-out ilapho eshayisana khona cc.

    • @asandamthembu6275
      @asandamthembu6275 Před 4 lety

      @@ncamyd1218 well articulated, ngikuzwa kahle sisi.Thank you for explaining

    • @ncamyd1218
      @ncamyd1218 Před 4 lety

      MaMthembu 🙏

    • @simangalisondlovu1628
      @simangalisondlovu1628 Před 2 lety +1

      @@ncamyd1218 khumbula yintombazane elotyolwayp iyokwendela komunye umuzi ngokwakha umuzi wakhona. Izinto singazenza sivumelane la emhlabeni kodwa kweliphakade bayabona so we've got no room to lie infront of our elders in the name of uthando because indaba imile awubreakwanga yimina ngabreakwa yiloyaya kwaze kwaba usuthandana nam seniyalobolana siyashada

    • @ncamyd1218
      @ncamyd1218 Před 2 lety

      @@simangalisondlovu1628 yebo