Uyimsamo eminingi uwedwa, yazi ophethe inhlanhla yakho ucele kuwo konke kuzolunga

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 09. 2024
  • www.impungayesintu.co.za

Komentáře • 62

  • @Dasepodj
    @Dasepodj Před 7 měsíci +5

    "ithongo liyagezwa bese liyazikhulumela" uMkhulu womkhulu akwandisele umusa Mkhulu🙌

    • @nomusacebekulu8338
      @nomusacebekulu8338 Před 7 měsíci

      Please explain ligezwa kanjani?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      ​@@nomusacebekulu8338Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @captainjam1683
    @captainjam1683 Před 7 měsíci +2

    Siyabonga Mpumga ngemfundiso ezintle🙏

  • @siphamandlabrian6476
    @siphamandlabrian6476 Před 7 měsíci +3

    Inamandla kakhulu lena siyabonga siyafunda kulombele ogwansile.

  • @beanbenny7264
    @beanbenny7264 Před 7 měsíci +1

    Siyabonga Mkhulu ngamazwi akho ahlakaniphile ohlala njani usipha wona, nokusifisela okuhle kulonyaka. Inkosi mayihlale ikubusise njalo njalo

  • @thumbanimabaso-tc6hq
    @thumbanimabaso-tc6hq Před 7 měsíci +2

    Sanibonani,inamandla lenkulumo ka 2024 isiqalile iyagqilaza.mina ngikuzwa kahle Mpunga!!!!!!!!!

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @suncode_159
    @suncode_159 Před 7 měsíci +1

    Iculo ephuma ngalo iMpunga Yesintu lihlahlosile futhi nginesiqiniseko sibaningi esifisa ukuba nalo. Mhlawumbe iMpunga ingalifaka lidayise kwiwebsite.

  • @ThembaniGedeni
    @ThembaniGedeni Před 4 dny

    Uzomazi kanjani

  • @BishopNkosi
    @BishopNkosi Před 2 měsíci

    Impungaaaaa

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 Před 7 měsíci +1

    Baba wena wathunyelwamina emhlabeni sengibonekahle

  • @monwabisidambuza6547
    @monwabisidambuza6547 Před 7 měsíci

    Camagu Mpunga 🙏🕯️🕯️

  • @maqabah
    @maqabah Před 7 měsíci +1

    Siyabonga kwimpunga ngokusicobelela ngolwazi

  • @siyaxaba4699
    @siyaxaba4699 Před 7 měsíci +1

    Incwadi zakho ziyangibusisa Mpunga Yesintu. Kodwa benginescelo sokuthi usenzele umfoniswano oqoshiwe womlanjwana oganelwa koninalume 🙏🙏🙏🙏

    • @thandazileshange2282
      @thandazileshange2282 Před 7 měsíci

      Iso lomoya tv;Isanusi Zakhewena Mazibuko

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      ​@@thandazileshange2282Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @sithembisophakathi2603
    @sithembisophakathi2603 Před 7 měsíci +1

    Siyabonga mkhulu🙏🙏🙏

  • @scelondlovu8861
    @scelondlovu8861 Před 7 měsíci +1

    Siyabonga Mpunga Yesintu🙏

  • @vuyosithole5487
    @vuyosithole5487 Před 7 měsíci +1

    Siyabonga impunga yesintu 🙏🏼

  • @user-nc4mt2ez2l
    @user-nc4mt2ez2l Před 7 měsíci +1

    Sibingelele makhehleni makhulu niyaphila mkhulu🙌🙏

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 Před 7 měsíci +1

    Siyabingelela Mkhulu.Inkulumo yanamuhla ijule kakhulu ngoba ifakazela izinto engavezelwa zona kuthi abantu abaphethe into zami bako Malume kepha umuntu ophethe inhlanhla nengcebo phezu kwami uko Malume kaBaba.Okusho kuthi kusadingeka kuthi ngiphahla ngiphinde ngenze umkhuba ngicele ethongweni kuthi lingiphe lenhlanhla elingiphathele yona.

  • @VusiNigro-lv9hy
    @VusiNigro-lv9hy Před 7 měsíci +1

    Siyabonga baba

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 Před 7 měsíci +1

    Sibonge mkhulu🙏💓

  • @zanokuhleblessing1568
    @zanokuhleblessing1568 Před 7 měsíci +2

    Kusuke kwenzenjani Uma usubangwa ngabantu abadala kodwa abakhabo baba wakho sebezilethile inkomo zokuhlenga futhi uhlawuliwe ?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu3151 Před 7 měsíci +1

    ngikuzwa kahle mina Nduna kaNdaba, ijulile impela ke le oyithinta namuhla, vele ke inqawe yoFuze ihlezi ishunqa ulwazi olujulile, sengathi ngizoke ngixoxe nje nawe ngithole umhlahlandlela wempilo yami ukuze nginganhlanhlathi.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 Před 7 měsíci +1

    Makabongwe 👍🙏🙏🙏🙏

  • @nkosikhonamadonsela3923
    @nkosikhonamadonsela3923 Před 7 měsíci +1

    Uma wazi ukuthi inhlahla yakho iphethwe ngubani uyicela kanjani entabeni?

  • @tmpireagri6166
    @tmpireagri6166 Před 7 měsíci +2

    Inhle kakhulu I website, eyncwadini ngcela umbala westhombe sencwadi ungafani namagama abhaliwe akbonakali

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Před 7 měsíci

      Syabonga

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      ​@@impungayesintutvAmadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @SandileMzinyane-o7j
    @SandileMzinyane-o7j Před 7 měsíci +1

    Ngaze ngalapheka yooh, ukuthi abantu bami endleleni eyodwa yokwenza nokucabanga, mina ngiPhethwe koMalume but iThongo elikhulumayo elaKithi la engizalwa khona.. imiyalezo yabo ngiyibona ngqo iphelele

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @SandileMzinyane-o7j
      @SandileMzinyane-o7j Před měsícem

      @@vusimngomezulu2500 idlozi lihlala kuwena egazini, okok qala kumele uzazi ukuthi into yakho ithini okunye nokunye kuyalandela, asihlupheki thina, kuhlupheka laba abasiphethe kuze kugcine engathi nathi sinenkinga kanti lutho

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      @@SandileMzinyane-o7j Death is the opposite of life like dak is the opposite of light, so nisho kanjani ukuthi umuntu osefile uyaphila kanti usefile?

    • @SandileMzinyane-o7j
      @SandileMzinyane-o7j Před 29 dny

      @@vusimngomezulu2500 Akukho lana esithi khona uyaphila sithi thina uMoya wakhe ophilayo thru wena, The Body is a house that is kept by uMoya alive and functioning once that Moya/Spirit dies uhlukana neMnyama it ascends to live eMoyeni with no body to house it anymore and that were living thru us comes in

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Před 7 měsíci +1

    Kuzwakele mkhulu wesizwe

  • @nontandosikhosana4016
    @nontandosikhosana4016 Před 7 měsíci +1

    Sawubona baba Mpunga yesintu , ngithunyelwe kuwe abadala ngisegoli ngifisa ukufika kuwe njengokomlayezo enginikwe wona ephusheni 🙏🙏

  • @AbelM123
    @AbelM123 Před 7 měsíci +1

    Siyabonga Impunga yesintu. Amen

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Před 7 měsíci +1

  • @Treysamz
    @Treysamz Před 7 měsíci

    Hello uncle i just spoke with some old people they came into my room and sat on my bed they were about 6 and they told me i have to fix the family chain but im only 22 i dont even know how will i start course my family treat me like a loney tune (madperson), my family dont even have umsamo i dont even know whats that.

  • @fanelemkhize2612
    @fanelemkhize2612 Před 7 měsíci +1

    IMpunga iSebenza kanjani ???

  • @nomusacebekulu8338
    @nomusacebekulu8338 Před 7 měsíci

    Thokoza mkhulu. Ngicela ukubuza ukuthi uthola kanjani ngethongo elikuphethe nangethongoelikupha inhlanhla. Kumele uyohlola yini?

  • @nomgqibelolekala245
    @nomgqibelolekala245 Před 7 měsíci

    Ngiyabonga Mpunga ngiyajabula ngoba ngiyzbona ukuthi usizo sizolithola ngoba Nami agizazi ukuthi ngihamba nama thonga maphi ngoba u Baba no Mama bashada sengikhona futhi bashed lomshado wesilungu.Abasekho bona uma ngibuza kubabe mncane uthi asengikhona kwalosholwa kepha ekhabo mama uma kumele babaphe imvuma okwakwiyi Mvu yalahleka meaning kwa Nhlapo azange bavume abakhwenyana kodwa bakwa Mlangeni bona babapha abakwa Nhlapo imvuma manje ngiyashayeka akulungi lutho.

  • @fx_syafunda-ICT
    @fx_syafunda-ICT Před 7 měsíci +1

    Mpunga, kuchazani ngiphupha ngihleli phakath kwabantu abaningi NGIGQOKE IMVUNULO kodwa uma bengithuma ngiyayikhumula imvunulu ngihambe ngeBoxer/Trunk... Kwenzeke kwaze kaba kabuli ngithunywa ngiyikhumule...?

    • @CryptoGuy95
      @CryptoGuy95 Před 7 měsíci

      Kwi Gagasi Fm ngolwesthathu ngo 19h00-20h00 ubofona ubuze

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před měsícem

      ​@@CryptoGuy95Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @CryptoGuy95
      @CryptoGuy95 Před měsícem

      @@vusimngomezulu2500 buza i bible leli elnabantu bonke asebafa kodwa nisabafunda. Ibizwa ngan leyo?

  • @lindondosh2437
    @lindondosh2437 Před 7 měsíci +2

    How can I get the books am in Swaziland

  • @fanelemkhize2612
    @fanelemkhize2612 Před 7 měsíci +1

    IMpunga iSebenza kanjani ???

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Před 7 měsíci +1

      Impunga ayihloli iyaxoxa nomuntu imnike umhlahlandlela uma ikhambi sinalo lokukusiza syakusiza uma lingekho uya kwabanalo