Ubungozi Ngamaphupho

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Bhasobhani amaphupho obumnyama, akuwona wonke amaphupho ayimibiko esuka emathongweni amanye ayakhiwa ngenhloso yokucekela phansi

Komentáře • 72

  • @QueenOfSheba_
    @QueenOfSheba_ Před rokem +9

    Siyabonga Mkhulu 🙏 Ngiyatshengiswa ngamaphupho, ngiyawabhala phansi. Ngiyalinda ukuthi iphupho liphinde futhi, ukuthi ngilikholwe. Ngiyavuma lokho okushoyo.
    UGogo Bathini uyakhuluma nge zincwadi zakho. 🙌🙌

    • @slindilemantengu4331
      @slindilemantengu4331 Před měsícem

      Mina ngyaphupha ngze ngphatheke kabi kodw ngyakhohlwa nokuthi bengiphupheni

  • @nzimandemandisa7583
    @nzimandemandisa7583 Před rokem +5

    yey we mkhulu,lalela,mina ngake ngaya kumama thizeni wathi mele ngimise amagobongo, emvakwalokho ngangingamphuphi kanje umama wabantu esekhaya ezongmisela, ngokungazike ngawamisa lawo magobongo,azibhedanga kanje izinto zam, ngamtshela ukuthi angiphothuli ngoba umehluko awukho, wayengfonela engincenga, ngamu blocka yey ukungazi,ngyamzonda lowa mama

  • @sinegugunyathi1312
    @sinegugunyathi1312 Před rokem +2

    Siyabonga mpunga nami ngomunye ophupha zonki nsuku, singajabula kakhulu mungase usitholele yena afike lapho kuwena simuzwe. Syabonga

  • @nkosikhonandlela1114
    @nkosikhonandlela1114 Před rokem +6

    Amen Mkhulu, Imepla amaphupho ayingozi and adinga ukuhlolisiswa serious ngoba umuntu engasangana ikhanda

  • @phillipmsomi6888
    @phillipmsomi6888 Před rokem +5

    Asbonge Baba... Pho... SiO kwenza njani ngoba abatholakali abafana nawe

  • @user-hq5te2jg5r
    @user-hq5te2jg5r Před 3 měsíci

    Njan baba mina nginenkinga ngikhulelwe kodwa ingane ayiphendukile esiswin ngcel ukbuz kwenziwa yin and yini okmele ngikwenze

  • @uhambonemfihlokamoya
    @uhambonemfihlokamoya Před rokem +5

    AMEN BAKHANYISELE NKABIYAMI PHAKAMA NGONYAMA AMAPHUPHO AJULILE ADINGA UKUJULELWA AMEN

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Před rokem

      Manake Nkabi yami, wenze njani ngesonto 😄 Zakhala 🤣🤣

    • @uhambonemfihlokamoya
      @uhambonemfihlokamoya Před rokem +1

      @@impungayesintutv Ngizovela KUSASA NKABIYAMI NGISUKE NGAMATASA NGILAPHO AMEN

  • @LYDIAMalindi
    @LYDIAMalindi Před měsícem

    Ngicela usizo ngiguliswa amaphupho

  • @mthokozisikhanyezi4890
    @mthokozisikhanyezi4890 Před rokem +1

    Siyabonga mpunga yesintu 🙏🙏🙏🙏 true be told 🤞🤞🤞🤞🤞 ey baphelile abantu bendla abantu

  • @user-fv1sf2el3f
    @user-fv1sf2el3f Před rokem

    Washaya khona mkhulu❤

  • @lungilemhlanga5242
    @lungilemhlanga5242 Před rokem

    Siyabonga safa amanga

  • @user-cw2rp4zp2l
    @user-cw2rp4zp2l Před rokem

    Amen mkhulu ngihlala emqashweni abangasiphethe kahle ngoba ngisakhelwa abantwana umuzi kuthe ngeli ye ilanga ngacela kumasitende ukwenzza ukhanjana wavuma masesilungile isizulu singakaphuzwa kwafika umakhelwane nje walapho engakhe khona wacela ukuba ngimthelele ujeke uyena wokuqala owaphuza lobutshwala ngathi akahlale eduze komqasho wami esaphuza ke ngezwa esethi Nampa abantu bakho sebefikile kanti isithwalambiza esibrown sihlele kuyena engalweni yakaleft sihlale kuyena isikhathi sindize sihlale phambi komnyango womqasho athi yena angisithathe ngisibeke lakukhona utshwala ngisithathe ngisibeke sihlalendawonye singanyakazi kuthi ngakusasa mangivula ngisibheka sifile bengingashisanga mpepho ngiphahlile njengabeka ukudla neboxer nesnuff nogologo nobeer nedrink bengicela ukubuza ukuthi mhlambe kuchani lokhu ngoba lomuntu kuyabikwa ukuthi uzwana nabantu abagangile lapha engihlala khona ngiyabonga mkhulu

  • @ForeignWifeZA
    @ForeignWifeZA Před rokem +3

    Siyabonga Mkhulu❤ ncela confirm uba unyanisile! Iphupho soze ungalazi uba what it means qa sometimes asifuni ukholwa yinyani esiyaziyo so sihlala sifuna olunye ulwazi kwabantu.
    January ndiphuphe ndivula umnyango ndabona inyanga elihle(full moon) phandle ebusuku. Ndajabula nyani ukulibona lihle ligqamile. Xa ndibheka ngemva ndibiza sthandwa sam... jiki jiki akasekho unyamelele ekamereni.
    Eliphupho kum lichaza future yam is bright phambile! Qa lendoda ndijola naye is not my future. And nyani after a week we broke up.
    Camagu ❤

  • @mphomthembu469
    @mphomthembu469 Před rokem

    Yimi lowo mkhulu...

  • @selulekolethumtshali2150

    cha wakhuluma namuhla ekhaya wahluka umuzi waphela nya ngazo izangoma zokudlala namanje akubhekwana syabonga

  • @itsallabouttime1564
    @itsallabouttime1564 Před rokem

    Siyabonga kakhulu mkhulu ngencazela... Ngicela undisize ngiphupha amaqala aluhlaza bengekho kulento iwangcinayo I kakhulu kuvele lendawo iYelllow asesityeni

  • @jacknkosi8309
    @jacknkosi8309 Před rokem

    Yooooooo wathinta inkinga uyabona amaphupha engiwaphupha kulensuku angibangela stress kanjan ei uyabona kuzosa kube inamhlanje ngiphuphe ngenqa ejele ngijahwa amaphoyisa kabi

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 Před rokem +1

    Mpunga Uma ungasaphuphi lutho lokho kusho ukuthini futhi kungalungiswa kanjani 🙏

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 Před rokem +4

    Powerful statement...Know Thy Self💕💕💕💕💕💕

  • @mntwan_wamakhosi
    @mntwan_wamakhosi Před rokem

    Syabonga Mpunga Yesuntu sacela usithintela lezinto ozifake ekhanda Mpunga ngabe kuchazani ngob ngaphupha uGogo no Mkhulu bahlez nje uGogo enginika iva leli elisekhanda ngase ngalamukela sacela usithintela lendaba kuthi ngabe kuchazani ngiyabonga Mpunga kwande……

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před rokem +1

    Eyi uhlakaniphile Mpunga siyabonga ulwazi

  • @nonsikelelomthethwa5594

    Siyabonga, mina ezinsukwini ngikuphuphile, iphupho elingalihle hle. Ngaphaphama ngakhuleka kanti ngizophinde ngizumeke usubuya uzongihlaziyela iphupho lasekuqaleni ususho ukuthi kunemimoya edinga ukuhlanjululwa waqhubeka wangihlaziyela kahle ephupheni.ingithusile leyanto

  • @user-gm8oi2lh4j
    @user-gm8oi2lh4j Před rokem

    Ngiyabonga yazi ngibenalo leliphupho ngamzonda umuntu wami

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před rokem

    MKHULU INJALO MKHULU KUGANGIWE NGATHI MKHULU MINANJE SENGIJIKELAPHO

  • @mlungisimbanjwa7526
    @mlungisimbanjwa7526 Před rokem

    Mina nginokuphupha ngivakashelwa amakhehla amane

  • @ndumisomkhatshwa7706
    @ndumisomkhatshwa7706 Před rokem +2

    Lenkhulumo ijule kakhulu

  • @sibonisontanda1394
    @sibonisontanda1394 Před rokem

    Dankie Mpunga YeSintu.
    Ngicela uphinde wengeze ngokuth Uma ukhulele kubo kababa udla impuphu yakhona ube sewenzenjani-ke futhi.
    Ngabe ubonga kanajni.

  • @esthermalepa5084
    @esthermalepa5084 Před rokem +1

    Thanks for your teaching.

  • @portiantokozo979
    @portiantokozo979 Před rokem

    Yebo iciniso mkhulu ungathi Unga khuluma kakhulu abakuzwa abantu nkos yam syabonga mfo ka mbanjwa wayibeka ngco

  • @user-yl6pj2pi8q
    @user-yl6pj2pi8q Před rokem

    Wow amen syabonga kusfundisa ngamaphupho

  • @richmanshangase4355
    @richmanshangase4355 Před rokem

    Baba Mbhanjwa. Mina ngicela ungisize kusho ukuthini ukuphupha ubhala u Metric cishe ka 5 times koda ngyaphasa kubuye kuthiwe angiqale phansi, ngibuye ngiqale futhi ngiphase

  • @syandamathenjwa6872
    @syandamathenjwa6872 Před rokem

    Asbonge 🙏 baba senabela

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Před rokem +1

    Inzima lento yamaphupho nokphupha njalo nje akukuhle neze

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 Před rokem

    Hay impela kunjalo walibeka iqiniso siyabonga kwande

  • @insightinginc.5051
    @insightinginc.5051 Před rokem

    Owakithi wena😊😊

  • @thandekasibisi1103
    @thandekasibisi1103 Před rokem

    Qinisile Mpunga❤❤❤❤❤

  • @kimvilakazi6677
    @kimvilakazi6677 Před rokem +1

    Kwande Mpunga ngokusiqwashisa. Sesphelile kudlalwa ngathi. Kwande 👏

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 Před rokem

    kumjalo mkhulu

  • @tshegofatsotlhoaele1530

    I needed to hear this. Ngiyabonga🙏

  • @siphesihlecaweni8188
    @siphesihlecaweni8188 Před 10 měsíci

    Inamandla khehla lami mina ngicela ukubuz ngabe kushukuthi ukuphupha muntu oshonile kodwa usaphila ??

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 Před rokem

    Thank u mkhulu for your teachings

  • @Ikhona-l6m
    @Ikhona-l6m Před 29 dny

    Sibatholaphi abahlaziyi abathembekile?

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Před rokem

    Siyabonga ngolwazi 🙌

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Před rokem +1

    Siyabulela mpunga yesintu

  • @babesmaq6433
    @babesmaq6433 Před rokem

    Sabonga mkhulu yhoo waze wayibeka indaba. Kwande khehla

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před rokem

    Wiyibeka mkhulu indaba enkulu

  • @muhlenxumalo5309
    @muhlenxumalo5309 Před rokem

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @siyabongahlatshwayo8321

    Kunjalo Mpunga

  • @mxobhungane143
    @mxobhungane143 Před rokem

    Ngiyaphupha impela kodwa mpunga konke ngikugcina kumina. Not expose anything

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem

    Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile?

    • @pottersngwadla1195
      @pottersngwadla1195 Před rokem

      Isintu Mngomezulu siyndlela yokphila yethu thina bampisholo abangakasontwa imiqondo ngezinto zakentshonalanga. Siyabasiza kakhulu abasilandelayo.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      ​@@pottersngwadla1195 Awuphenduli umbuzo wami olula pottrs, ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

    • @pottersngwadla1195
      @pottersngwadla1195 Před rokem

      Lalelake Vusi impendulo yam kuwe ilula kakhulu & igabe ngokuba iqiniso. Yebo isintu siyamhlonipha kakhulu uMkhuluwomkhulu. Isintu sinazo izixazululo kuzona zonke izinkinga abantu abampisholo ababhekana nazo.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      ​@@pottersngwadla1195 Ngikuzwa ngawe loko potters, ngisacela ungibonise ubufakazi balokho okushoyo please.

    • @lindokuhlelindor9803
      @lindokuhlelindor9803 Před rokem +2

      ​@@pottersngwadla1195 we bhuti umuntu onjenga lomfo kamngomezulu awuphenduli kakhulu ngoba uza ngezinhloso zakhe Nolwazi lwakhe . Ubojwayela ukuvumelana naye.