Ukhozi FM TV: King SomNala

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 27. 08. 2024
  • Uhlelo #PhuzaEmthonjeni olushayelwa uDkt Lucky Nkosi beluvakashelwe iNkosi yamaPlentians uKing SomNala obemulandisa kabanzi ngenkolo yakhe yokuba yi Plentiologist. UKing SomNala odume kakhulu ngebandla lakhe lobuNala kanye nezinkulumo ezincike ngaphansi kwenkolelo ethi "World of plenty" okuyimfundiso yakhe.
    Kulengxoxo uKing SomNala uchaza kabanzi ngokuhluka kwebandla lakhe nebandla likaKrestu kanye namanye amabandla akhona emhlabeni ekubalelwa kuwo inkolo yamaMuslim, Jews, Hinduism noma Buddism.
    Ukuzihlangula : kulenkulumo angeke sagqugquzela abasheshayo ukuzwela ngezinkolo zabo ukuthi bayibuke.
    #UkhoziFMTV #KingSomNala #ThePlentiologist #WorldofPlenty #PhuzaEmthonjeni #DktLuckyNkosi #UMnala

Komentáře • 17

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 Před 10 měsíci +4

    Ave uyigaxa imibuzo enzima Mphazima. Waphendula kahle King Somnala...

  • @erickumalo2372
    @erickumalo2372 Před měsícem

    Cha kodwa nawo semaningi lama king,I king iyodwa u bhaka loyo

  • @MonengLintsa
    @MonengLintsa Před měsícem

    Enaleni Nkosi.

  • @PretteYBawinile
    @PretteYBawinile Před měsícem

    Amen bayede konke kuhle

  • @user-sn7xb1dd6p
    @user-sn7xb1dd6p Před 9 měsíci +3

    Abantu abase nkolweni bambalwa abaneqiniso njengo Dokotela Nala.

  • @erickumalo2372
    @erickumalo2372 Před měsícem

    Sicela ukhozi lubuyisele izinga laloluhlelo ,alusenawo umsoco manje,lwalungangiphutheli kodwa manje ayii

  • @Sibusiso_Ntuli
    @Sibusiso_Ntuli Před 10 měsíci +2

    Ukhozi always deliver informative knowledge. Can you now upgrade the studio and the furniture to match your output.

  • @ntombizonkengcobo104
    @ntombizonkengcobo104 Před 5 měsíci +1

    Konke kuhle siyaphinda siyabonga kuLucky nakukhozi fm ngenkosi yethu

  • @erickumalo2372
    @erickumalo2372 Před měsícem

    Siphuza emthonjeni ayii cha ngeke beseluwelwa I value seriously, manje at least seluyabuyela ezingeni esilaziyo

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před 9 měsíci +1

    Uphethe inkalakatha

  • @lubabalomgewu5189
    @lubabalomgewu5189 Před 10 měsíci +1

    Truth be told, We need more men like Him in our Nation, What is his official channel on CZcams?

  • @nduzuma4101
    @nduzuma4101 Před 3 měsíci +1

    Mr Nala this that 😂 angisonti ka Nala bt ngithi abasonta khona they are lucky ! Mr Nala has gone his journey in doing proper research and find d exit in ds big lie yeChristianity ! Konke aniphakele khona as ibandla lakhe kuwukuphila and kuzoniphaphamisa kunivule ihlo lesithathu ❤ unikhipha ekudukeni unibuyisela esiZulwini "tradition n culture" amangisi adlalile ngathi bt isikhathi sesifikile ukuthi sibe free . Lunceleni nisuthe lolulwazi bese nilidlulisele phambili ! Mr Nala hamba nabo 😅 bakhokhe futhi kodwa iqiniso balithole ngoba abakithi n umdali ukukhethile ukuthi ubalekelele baphaphame .

  • @user-vy6oo5qh6x
    @user-vy6oo5qh6x Před 10 měsíci

    UWENA UMSEBENZI WAKHO BABA NKOSI IMIBUZO YAKHO IYA SIVEZELA UKUTHI AKAYAZI INTO AKHULUMA NGAYO

  • @user-cj4du2fg1e
    @user-cj4du2fg1e Před 6 měsíci

    Ngicela kuqedelwe i debate ka bab Nala no bab Dube njengoba yagcine ingaphelanga. Siyacela okhozini njengoba udaba lwaqala lwangaphela ohlelweni oluthi uNkulunkulu nom'ntomusha.

  • @sibusisolindokuhle9231
    @sibusisolindokuhle9231 Před 7 měsíci

    Uphi u vusi dube

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Před 4 měsíci

    Usayelapha yini I HIV+ ?