Ukhozi FM TV
Ukhozi FM TV
  • 348
  • 2 440 841
Uhambo noNkulunkulu: Impilo kaZanele Mbokazi-Nkambule
Uhlelo olukhethekile lokuhlonipha uZanele Mbokazi-Nkambule.
Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, kuyaye kuthiwa umuntu ukhulunyelwa imisebenzi. Sithole ithuba lokuba nengxoxo noKitty kanye noNini abamazi kangcono uZanele Mbokazi-Nkambule.
Kulesiqephu sikhuluma ngempilo kaZanele, kusukela esayintombazanyana nokuthi uqale kanjani ukuba ngusomabhizinisi.
#ZaneleMbokaziNkambule #UkhoziFMTV #UhamboNoNkulunkulu #ImbokodoInamandla #UkhoziFM #Eshilo #Uhambo
zhlédnutí: 8 198

Video

#ImbokodoInamandla - Sibungaza usuku lwabesifazane
zhlédnutí 388Před 23 hodinami
Ngosuku olubungazwa njengosuku lwabantu besifazane eNingizimu Afrika, umhlaka 09 uNcwaba, uhlelo i-Jabul’ujule lwaba nohlelo olukhethekile lokubungaza lolusuku. Indikimba yalolusuku yayithi “qhakaza mbokodo, kwezamaCiko” lapho abamema khona amaciko ahlukahlukene edudelana enkundleni enandisa. Ukhozi FM TV lwalukhona lwaqopha lendumezulu eyayisezindlini zomsakazo eSABC M1. #JabuluJule #UkhoziFMT...
Inkonzo Yesikhumbuzo - Zanele Mbokazi Nkambule
zhlédnutí 8KPřed dnem
NgoLwesine Ukhozi FM belunenkonzo yesikhumbuzo kaZanele Mbokazi-Nkambule, obengumsakazi wohlelo #Eshilo, osesishiyile emhlabeni. Abasakazi, abangane kanye namaciko athole nethuba lokubhonga emswaneni Uma waphuthelwa inkonzo yesikhumbuzo kaMaZet Zet, thamela lesiqephu. Sithi lala uphumule MaMbokazi-Nkambule, uyohlezi usezinhlizweni zethu #RIPZaneleMbokazi #UkhoziFM
Uhambo noNonkulunkulu: Zanele Dlalisa
zhlédnutí 2,6KPřed dnem
Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, namhlanje sixoxa noZanele Dlalisa ngohambo lwakhe. Ukhozi FM TV belumenyiwe ohlelweni #Eshilo oludlala njalo ngeSonto kusukela ngo 09h00 - 12h00 olushayelwa uThembeka Zondo-Cele ngaphansi kwengosi ethi #UhambonoNkulunkulu. Kulesiqephu uZanele Dlalisa usixoxela ngohambo lwakhe Kuningi abaxoxa ngakho kulesiqephu, thola kabanzi ngalokhu ngokubukela lesiqephu. #Eshil...
Lala uphumule MaMbokazi-Nkambule, uyohlezi usezinhlizweni zethu.
zhlédnutí 1,5KPřed dnem
Lala uphumule MaMbokazi-Nkambule, uyohlezi usezinhlizweni zethu #RIPZaneleMbokazi #UkhoziFM
Ukhozi FM TV: Simon 'Mabhunu' Sabela Lecture 2024
zhlédnutí 367Před 14 dny
Ukhozi FM TV lwalumenyiwe ngenyanga ka Ntulikazi ukuyothamela Isifundo, esabasegameni lika baba uSimon Mabhunu Sabela. Lesifundo senzeka minyaka yonke, kumenywe izikhulumi ezahlukahlukene. Kulonyaka bekumenywe uLeleti Khumalo okungumlingisi onamagalelo amakhulu endimeni yezokulingisa. Thamela lesifundo uzwe uMama uLeleti eqwashisa intsha engena endimeni kamabonakude. #SimonMabhunuLecture2024 #L...
Ukhozi FM TV: Celeste Ntuli
zhlédnutí 1,1KPřed 14 dny
Ukhozi FM TV lubenengxoxo nengqalabutho yosomahlaya wesifazane uCeleste Ntuli. Kulenyanga ka-Ncwaba sizimisele ukuqhakambisa abantu besifazane abenza kahle endimeni abasebenza kuyo. Kulesiqephu simazi kangcono uCeleste, ukukhula kwakhe kanti futhi sihleke saze sayophela lesiqephu, ngempela uCeleste ungusomahlaya. Kulengxoxo usilandisa nange show yakhe azoyenza eICC ebizwa ngokuthi "Celeste and ...
#ImbokodoInamanda - Sibungaza abantu besifazane: Siphumelele Fortune Madlala
zhlédnutí 245Před 21 dnem
Inyanga ka-Ncwaba yaziwa njengenyanga yabantu besifazane eNingizimu Afrika, ingakho kulenyanga sibunganza abantu besifazane. USiphumelele Fortune Madlala ungomunye wabantu besifazane esibabungazayo nesibachoma uphaphe legwalagwala ngeqhaza abalibambile emiphakathini, nasekukhuliseni isizwe. UFortune kulesiqephu usilandisa ngempilo yakhe ekhula nangomkhakha asebenza kuwo, umkhakha wokukhuluma no...
Ukhozi FM TV: Sibungaza i-Mandela Day
zhlédnutí 176Před 21 dnem
Kulonyaka Ukhozi FM lubungaze lolusuku ngokuvakashela indawo ehlala izingane ezihlukumezekile, nezingenawo amakhaya endaweni yaseMsahweni eningizimu yeTheku. Usuku lwango mhlaka 18 kuNtulikazi usuku olubalulekile futhi olubungazwa minyaka yonke eNingizimu Afrika. Lolu usuku lokuzalwa lwalo owayenguMongameli uNelson Mandela, usuku oluqhakambiswa kakhulu eNingizimu Afrika. Lolusuku lubungazwa nge...
Ukhozi FM TV: Dundee July & Dundee July Experience 2024
zhlédnutí 1,3KPřed 21 dnem
Ukhozi FM TV: Dundee July & Dundee July Experience 2024
Simon 'Mabhunu' Sabela Film and Television Awards 2024🏆
zhlédnutí 338Před 28 dny
Simon 'Mabhunu' Sabela Film and Television Awards 2024🏆
Ukhozi FM TV: Sixoxa noBab'uPhuzekhemisi
zhlédnutí 28KPřed měsícem
Ukhozi FM TV: Sixoxa noBab'uPhuzekhemisi
#Ezaselawini no Dr Mthembu: Male Hormones
zhlédnutí 5KPřed měsícem
#Ezaselawini no Dr Mthembu: Male Hormones
Ukhozi FM TV: Yini kahle hle i-Politiki?
zhlédnutí 821Před měsícem
Ukhozi FM TV: Yini kahle hle i-Politiki?
Ukhozi FM TV: DR Gcina Mhlophe
zhlédnutí 346Před měsícem
Ukhozi FM TV: DR Gcina Mhlophe
Kuvulwe ngokusemthethweni inkundla ye-Basketball🏀 eThekwini, Florida Road
zhlédnutí 130Před měsícem
Kuvulwe ngokusemthethweni inkundla ye-Basketball🏀 eThekwini, Florida Road
Ukhozi FM TV: Hollywoodbets Durban July 2024 - Ride the wave
zhlédnutí 621Před měsícem
Ukhozi FM TV: Hollywoodbets Durban July 2024 - Ride the wave
Ukhozi FM TV beluvakashele eK-CAP
zhlédnutí 319Před měsícem
Ukhozi FM TV beluvakashele eK-CAP
Uhambo noNonkulunkulu: Sthabile Nxumalo
zhlédnutí 1,6KPřed měsícem
Uhambo noNonkulunkulu: Sthabile Nxumalo
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:4 [Youth Month Dialogues]
zhlédnutí 9KPřed měsícem
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:4 [Youth Month Dialogues]
Uhambo noNonkulunkulu: Abongile Mangala
zhlédnutí 2,7KPřed 2 měsíci
Uhambo noNonkulunkulu: Abongile Mangala
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:3 [Youth Month Dialogues]
zhlédnutí 302Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:3 [Youth Month Dialogues]
Ukhozi FM TV: Dr Sipho Sithole [American Students Exchange Program]
zhlédnutí 683Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV: Dr Sipho Sithole [American Students Exchange Program]
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:2 [Youth Month Dialogues]
zhlédnutí 2,4KPřed 2 měsíci
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:2 [Youth Month Dialogues]
Ukhozi FM TV beluvakashele uDkt Lu Mhlongo umnikazi weNuma Medical Aesthetics
zhlédnutí 772Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV beluvakashele uDkt Lu Mhlongo umnikazi weNuma Medical Aesthetics
Ukhozi FM TV: Big 5 Agrics
zhlédnutí 398Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV: Big 5 Agrics
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:1 [Youth Month Dialogues]
zhlédnutí 568Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV: Sihleli Ekhoneni EP:1 [Youth Month Dialogues]
Ukhozi FM TV lwavakashela uDr Sindiwe Magona
zhlédnutí 665Před 2 měsíci
Ukhozi FM TV lwavakashela uDr Sindiwe Magona
Ukhozi FM umsakazo wakho owuthandayo ubungaza iminyaka engamashumi ayisithupha nane (64).
zhlédnutí 587Před 2 měsíci
Ukhozi FM umsakazo wakho owuthandayo ubungaza iminyaka engamashumi ayisithupha nane (64).
Sibungaza i-Afrika Day!
zhlédnutí 411Před 2 měsíci
Sibungaza i-Afrika Day!

Komentáře

  • @user-ju9tm1eh5f
    @user-ju9tm1eh5f Před 13 hodinami

    #BIGNUZFTDJYAMZANGEKE #DJKOTINIFTBIGNUZMSHAYIMRTHELAHELLO DJ KOTINI FT BIG NUZ MSHAYI MR THELA HELLO UMLIO SHAYI

  • @zodwafridda2730
    @zodwafridda2730 Před 15 hodinami

    I love uThembeka Zondo❤

  • @sporthourtv4240
    @sporthourtv4240 Před 18 hodinami

    Ngibone kuFacebook ngazela uZawadi Yamungu special ❤

  • @mrs.bongiwezulu5378
    @mrs.bongiwezulu5378 Před 18 hodinami

    such colleagues😭😭😭😭😭😭kubuhlungu kithi, even worse kini, anithwale uJesu

  • @user-nt5px7mo8t
    @user-nt5px7mo8t Před 19 hodinami

    Qinani Thembeka no Sibongile,Mina ngizitshela ukuthi lo oyisho komunye Umuntu, Yilokhu wena oyiko.Umuntu owenzelwe neState Funeral ,ekaze mina, uMuntu othandwe yizwe kangaka,oHlakaniphile,Oqale isikole @5 yrs phakathi nonyaka.Hayi Bo💔

  • @user-xt7ge1vw1v
    @user-xt7ge1vw1v Před dnem

    Mazet ufezile wakho umsebenzi, she fought a good fight and finished the race

  • @user-th1cg1xc6y
    @user-th1cg1xc6y Před 2 dny

    Mmmmm 💔💔💔😭😭😭kazi sifike kanjan lana baba ai ubuhlungu day by day akukakhohlakala kazi sophola nin vele mazet zet

  • @RejoiceKhumaloRejoice

    Kuzodlula bafethu indlela yethu sonke akujwayeleki kumele silindeni akujwayeleki khona kunini lokhu dikhalile kodwa akuvumi singakhali

  • @saneledlamini7861
    @saneledlamini7861 Před 2 dny

    Sibuhlungu kakhulu ngok’dlula kuka Mama emhlabeni. Impilo yakhe was so inspirational. Sifunde kukhulu ngempilo yakhe. Syamethemba uNkulunkulu we nduduzo ukuthi Uzowupha amandla umndeni wakhe kanye nabo bonke abebesebenza nabekade besondelene naye. Alikhohleki lela phimbo lakhe elimnandi.

  • @sihlemtirara2788
    @sihlemtirara2788 Před 2 dny

    Rip Mazana so sad God has Given u Bishop bt now God has taken your Loving Wife it means u shring her with God Ngxe man of God Zanele is in gud hands mhmmAmen

  • @winilepatel1813
    @winilepatel1813 Před 2 dny

    I love her a lot 😢😢😢

  • @nolakhizangwa
    @nolakhizangwa Před 2 dny

    I never been so hurt in my life 💔💔💔njengoba sezwa ekuseni Monday ukuthi akasekho ugal ngesonto I was missing her voice on air hoping that she is recovering ngangena kuFB ngifuna ukubona ukuthi akakabuyi yini emsakazweni Abe live as usual,,,I was so disappointed not to see her,ngalala uma ngivuka ekuseni sengibona ngooRIP balomuntu ebengimkhumbula before ngilale kusocial media 😭😭angikholwanga ngavula uKhozi🥺hawu kanti yiqiniso🙆💔💔💔😭...May her soul continue rest in peace sobonana kwelizayo uma senze kahle ebusweni beNkosi🙏

  • @lindiwentuli649
    @lindiwentuli649 Před 2 dny

    Siyabonga umsebenzi wakhe ubumuhle🙏🙏

  • @angelsikota5777
    @angelsikota5777 Před 2 dny

    Ma stashi nawe thembeka nomndeni wokhozi ngicela nikhumbule umam Nkambule ekhumbula ngenacisist

  • @angelsikota5777
    @angelsikota5777 Před 3 dny

    Jesuuuuu ngibona ulisha no elija usele nengubo MACELE uzokuthwala UThixo hamba ngalawomandla onawo Amen

  • @LubalaloTsotetsi
    @LubalaloTsotetsi Před 3 dny

    Awusemhle you look young❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @LubalaloTsotetsi
    @LubalaloTsotetsi Před 3 dny

    Ushilo u cc wakhe ukuth ubenehaba u gal ngokuthanda izingubo ezinkulu😂😂😂 we miss you it still hurts to think ngeke sisakubona 💔💔💔rip queen 🕊️🕊️🕊️

  • @ThobaniDlamini-q4r
    @ThobaniDlamini-q4r Před 3 dny

    Cela I tender yoku shintsha ispontshi se mike

  • @ThobaniDlamini-q4r
    @ThobaniDlamini-q4r Před 3 dny

    Iqothukile le Mike cela u

  • @lwazimkhonta
    @lwazimkhonta Před 3 dny

    Shem Manqoba...💔💔💔waba bold lobhuti..wakhuluma from the deep of his heart ngeMufi..how kubuhlungu guys shem..kakhulu yooooh...phephisani nonke!!💔💔

  • @nonozi4147
    @nonozi4147 Před 3 dny

    Futhi ngeke siphole😭😭😭

  • @Nono-ih3fu
    @Nono-ih3fu Před 3 dny

    I come from way back noMazet yoo, i remember when she had topics talking about satanism nd it was my first time being informed by it nd i was so young nd got so informed..den we met up again now eShilo what a heavenly healing annoonted show that was. I listened when i knocked off from work. Sometimes i would download nd listen later

  • @ZaneleNtsondo
    @ZaneleNtsondo Před 3 dny

    Yoh sis thembeka Waze wakhuluma nje ngaye mam Zanele. May god Grant you and all khozi FM family ❤

  • @siyandankosi9050
    @siyandankosi9050 Před 4 dny

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔my heart is broken 💔 that she gone Eish 💔 Mama Zanele mbokazi God please bless the family and be with them 😭 😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @madelinelebereki9722

    I remember finding out about her demise that Monday morning…my heart 💔💔💔😭😭😭 Only work kept me busy but inside I was broken till this day I’m lost…why so soon?My hope and prayers were she will overcome the battle but unfortunately God had other plans ..

  • @Busisiwwphakathwayo-zs4yd

    lala uphumule mama ukwenzile okuhle😢

  • @lwazimabena9486
    @lwazimabena9486 Před 4 dny

    😭😭😭💔💔

  • @lwazimabena9486
    @lwazimabena9486 Před 4 dny

    😢😢😢😢i love you family.....yohMaZet😭😭😭bandla it's hurting namanje

  • @SolomziNongogo
    @SolomziNongogo Před 4 dny

    😭😭😭♥️eyy Jehovah. Kodwa Mam Zanele, akukholeleki konke nje loku. Ngathi uzovela nje mama ngephimbo lakho elimtoti naleso smile sakho❤❤❤Phumula LaMbokazi Nkambule

  • @SlindileZamahlase
    @SlindileZamahlase Před 4 dny

    Thembheka uzokhula Sisi kubuhlungu kodwa siyacela uKhozi sicela labeled wena ♥ ❤ ngoba uyazama ukliphatha njengaye dudu bafethu

  • @magugumkhwanazi5840

    Sonke silimele njengomndeni waseshilo

  • @phelosikhakhane
    @phelosikhakhane Před 4 dny

    I am so sorry family, we will miss her. The last time I saw her was at ICC, in the leadership summit, my friend and I stood by the door because we were waiting for TD Jakes, I was attending an event which was going to start after the summit, but I was hoping to see TD Jakes, only to find that he had used the back door, as we waited by the door, Bishop Nkambule came out of the door and hugged my friend and I, then out came Ma' Zanele, she hugged us with so much passion, It was like a dream, then Khaya Mthethwa hugged us, and Pushy Dunn, I never forgot that day! When I went to the funeral on Saturday I was too sad because the last time I saw her was the same place she came in a coffin. May God let her soul rest in eternal peace. I loved, loved, loved her!

  • @NondumisoMalinga-gk9mb

    Waze wakhala Thembeka cc😭😭😭😭😭uNkulunkulu akuqinise cc🫂🫂🫂🫂🫂🫂🫂❤️❤️❤️❤️❤️

  • @barbarangcobo3888
    @barbarangcobo3888 Před 4 dny

    Siyabonga Cebolethu

  • @NoziphoGwala-h6n
    @NoziphoGwala-h6n Před 4 dny

    Yoo sis Thembeka Waze wakhala😢

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f Před 4 dny

    UKiitty uyangichazi uyahlekisa ngathi uZaleka lapha kbo Mampintsha bakithi

  • @sphepheloxulu8954
    @sphepheloxulu8954 Před 4 dny

    Kodwa uKhithi ukuhlekisa noma ungathandi😅😅😅

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f Před 4 dny

    Lala uphumule Mazet bakithi konke kuzodlula

  • @ericnkosi1381
    @ericnkosi1381 Před 4 dny

    Syabonga babu Mnyandu ngokukhuluma ngotjwala bungumbulalazwe

  • @nozzimbutuma7926
    @nozzimbutuma7926 Před 4 dny

    Kwaze kabuhlungu ngo MamZanele 😭😭😭

  • @ZinhleMkhize-ij4qu
    @ZinhleMkhize-ij4qu Před 4 dny

    Ey uThixo aqhubeke njalo aniqinise...aqinise nje isizwe sonke..silahlekelwe..

  • @user-th1cg1xc6y
    @user-th1cg1xc6y Před 4 dny

    It shall pass yes it painful

  • @jijiandrias3210
    @jijiandrias3210 Před 4 dny

    😂😂😂😂😂😂😂😂😅

  • @RebecaDelisile
    @RebecaDelisile Před 4 dny

    Namanje sisakala Jehova💔

  • @londiwemsane2975
    @londiwemsane2975 Před 4 dny

    Mina sengikhaliswa nakubona uManqoba umfana nobhuti wami naye osishiye kulenyanga nesmile sakhe

  • @LubalaloTsotetsi
    @LubalaloTsotetsi Před 4 dny

    Ave ngikuthanda❤❤❤❤❤❤

  • @nomkhosincokwane7928

    Nalokhu kuzodlula

  • @user-sd8nw4mw9k
    @user-sd8nw4mw9k Před 4 dny

    Eyi kuyakhaleka Jehova siduduze nhemduduzo kaMoya ongvwele

  • @Zine-dt3tb
    @Zine-dt3tb Před 5 dny

    Sibonga uNkll ngempilo kaZanele,ube ukukhaya ezweni, waba ngu sawoti womhlaba.Math,5v13-16.akagcinananga ngokulikhuluma IZwi liaNkll kodwa uliphilile .madenze njalo nathi esithi silamukele ivangeli,sine yonvwadi egu ekayo,Kubo nonke abantu siqale emindenini yethu Bede siphumela ezweni.Phumula Zanele embedeni Wakho,usebenzile.Goodnight Ntombazana Sikuthandille,singabalali bohambo,nabenkonzo yase Shiloh.

  • @user-yk3ke5so9e
    @user-yk3ke5so9e Před 6 dny

    That healing voice 😍 😢akukakholakali namanje