Trending Video: ethuka uShembe uNyazi Zizwele 👉👉👉

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 10. 05. 2023

Komentáře • 435

  • @NoziphoZikhali
    @NoziphoZikhali Před 6 měsíci +11

    Kodwa zingane zethu iphi inhlonipho Jehova yazi mina ngiyi sayoni kodwa inkonzo yase Nazareth ngiyihlonipha kakhulu aww mntanami ngyadabuka ngoba awukufundiswanga abazali lokhu

  • @user-so1cz4ti1s
    @user-so1cz4ti1s Před 8 měsíci +6

    Yah kunzima khon 🙏 emhlabeni esphila kuwo u Shembe ngya uyafana nebunyanga kahle kahl masubuka kahle uryt ngoba lzwe uyalilungisa.... kahle kahl lsintu asilahleki kubantu ukuba umzulu akuphumi noma ukuba umswati so Shembe uryt ngoba uyafundisa kuthi kuze ubenetintfo takho emhlabeni ☝️ uyathandaza kuze uphumelele ryt okunye kunonye ningakhuluma nje khon 🙏 qhiniso umkhulu uyaphila end uyabaphilisa abantu 🤞 Dokotela Thokoza 🙏 🙏🙏🙏

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Uryt keph, is he only for Swati and Zulu people,what kind of doctrine does he teach? If so then ain't nothing right here everything is written on the Bible, it's up to you whether you read it or you don't. Bible is for every tribe / nation!

  • @ntobekonobetsiki8306
    @ntobekonobetsiki8306 Před 8 měsíci +4

    Ebehleli engangeni ndawu uYesu kulento uyithethayo. Uyamfaka nje kuba ufuna ukumenyelisa engangeni ndawo. Thetha ngonyazi lwakho qha uhlukane noYesu.

  • @noyisecynthia5860
    @noyisecynthia5860 Před rokem +10

    khipha u Jesu kulendaba webabawabo pls mtomdala qondana nomfana khipha inkosi yamakhosi ngiyakuncenga

    • @sthembisodlamini856
      @sthembisodlamini856 Před rokem

      Mxm niyathanda ukubukwa ngento engenasidingo

    • @mjakadash1159
      @mjakadash1159 Před rokem +1

      Kodwa ke uqinisile lombhemu seningakhukuma nje

    • @ThabisoYaka
      @ThabisoYaka Před 21 dnem

      Ungadinwa muntu weNkosi, singamaNazaretha uJesu siyamkhonza futhi nemthetho yakhe siyayigcina

  • @sphilakhambule387
    @sphilakhambule387 Před rokem +22

    Azihlonipheni inkolo zethu zase Africa 🙏🙏🙏

  • @isaacsiphonene2431
    @isaacsiphonene2431 Před rokem +3

    Amen baba kubuhlungu esikuzwa kulomfana into embi kunakho konke lesono sesehlele nabakubo akumele ukhulume kabi inkosi unyazi Lwezulu ngoba uzoba nekinga if ungamthandi akube ihliziyilo yakho kuphela ungakhombis kubantu

  • @mpenduloedwardmtshali8567
    @mpenduloedwardmtshali8567 Před 10 měsíci +6

    Mina ngiyadideka iminyalelo elishumi ithi ungabinabanye onkulunkulu shuthi ngiya cabanga ukuthi naye shembe akakaze azibize ngomvelinqangi pho yini abantu bathi uwunkulunkulu okokuqala shembe soze akutshela ukuthi ufanini kodwa usimakade wazi usuku nesikhathi neminithi so Nami ngithi unkulunkulu wakho khehla ndini

    • @user-cg4xz8sx2c
      @user-cg4xz8sx2c Před 3 měsíci +1

      Hamba ebuhleni Noma ekhaya lemphefumulo uzoyithola impendulo ngaphandle kokubuza umuntu

    • @bathwamdladla5700
      @bathwamdladla5700 Před 14 dny

      Useke washo wathi uwunkulunkulu yena ama video akhona

  • @sibusisomfeka8917
    @sibusisomfeka8917 Před 3 dny

    Eyiiih isenkingeni lensizwa ngiyayizwela🤞🤞🤞🤞🤞🤞🙏🙏🙏🙏idlale Kabi ayenziwa lento eyenzile weeeeeh Nkosi

  • @mfanelomkhize7926
    @mfanelomkhize7926 Před 11 dny

    Abantu abamthandi uShembe.. Kodwa yena uyabathanda.. Ngfisa lensizwa ibe nenhlanhla uShembe uNkulunkulu uNyazi ayifhe Inhliziyo yokuzisola imkhonze igcine isabatha.... Nezidalwa zakubo ezafa ziyiziwula zikhishwe esgodin sosizi Amen Bantwana boNyazi. ❤🎉.. Asenze okuphembene.. Abasizonde... Sibathande... Ngaleyondlela bayo Funda. Bakholwe ngenxa yethu

  • @senzobhengu2362
    @senzobhengu2362 Před rokem +7

    Unenhlanhla lobhuti unkulunkulu usazozibonakalisa kuyena ingilosi kaShembe isebenza ngaye angeke ebe namashwa kodwa uzoba ufakazi ngamandla kaShembe kusasa

  • @solwazidlamini4426
    @solwazidlamini4426 Před 6 měsíci +3

    Uthuka Ubaba uShembe, nje. Ukone ngani. Ngiyavuma NAMI uNyazi unkulunkulu. Akekho umuntu ongasukela umuntu Omuhle Kanje amuthuke .

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Yin uNkulunkulu... Ngath naw ulahlekile Nje. wadala ini lonkulunkulu wakho. Umthuke wathini? ngoba ukhuluma iqiniso nj futh

    • @nkululekoemmanuel-lq2lj
      @nkululekoemmanuel-lq2lj Před 26 dny

      Abantu baka sathane ngisho kumazwe angaphandle balwisana nonkulunkulu angikusoli mfethu udukile ngiyafisa wambulelwe

  • @vusumuzivolly
    @vusumuzivolly Před 9 měsíci +2

    Mkhulu bonke abalandela uShembe , basesi hogweni
    Unyazi akuyena UNkulunkulu ..
    Futhi angeke aba uNkulunkulu ...
    Mkhulu chubeka ushone ePreschool uyococela izingane

  • @nompilongcobo5860
    @nompilongcobo5860 Před rokem +5

    Uthe mgibe awukwazi ukuphila ungenakuphila okuhle na bazalibakho kanti unyazi luyini kuwe ungikhubile mgibe xolela unyazi alunacala Mina lwangivusa ngifile lwangifaka inhliziyo sebeyikhiphile esibhedlela namuhla ngiyphila nginenhliziyo enstha eyakhishwa endala yini usmelane nothixo bathini kodwa abakini.

    • @mpumemtebeni979
      @mpumemtebeni979 Před 7 měsíci

      Wawksiphisbhedlela?
      Ubuye abe udokotela yini kanti khona nathi sizoke syocelusizo mekwazudila nenhliziyo

  • @nomsashongwe5147
    @nomsashongwe5147 Před 3 měsíci +1

    Angiwona umNazaretha mina. Kodwa ngafundiswa inhlonipho. Ukuhlonipha noma yimuphi umholi wanoma yiliphina ibandla.

    • @ThandekaZinhle-vi7xp
      @ThandekaZinhle-vi7xp Před měsícem

      Ngyayithanda indlela ophendula ngayo ikhombisa ukukhula nenhlonipho ngimncane kodwa iyangikhulisa

  • @user-hi4zz2rk9y
    @user-hi4zz2rk9y Před 5 měsíci +3

    Respect comes first ngyabonga

  • @SSM_S
    @SSM_S Před rokem +5

    Ukuthinta igama leNkosi kubi kodwa ukuthi iyaya endlini encane iqiniso and minabafazi nayo iyaya ocansini. Angisho kabi ungizwe kahle, inhlamba bingekho lapha kphela nje fanele sihloniphe ukubiza amagama abaholi bamabandla esidlangalaleni ngabe uShembe ngabe uJesu noma igama nje laNkulunkulu.
    Amen ngyabonga 🙏

    • @minenhlekhumalo433
      @minenhlekhumalo433 Před rokem

      Ubothandaza ngaphambi kokuba ulale. kukhona oksina kukjeqeza mfanakithi.

    • @SSM_S
      @SSM_S Před rokem +1

      @@minenhlekhumalo433 ayi mkhulu ungangisabisi njeee .... Angenze lutho futhi angethuki muntu bekuwumbono wena musuthi angothandaza sekokunye. Ngisho nayo iNkosi angeke ikusho lokho ngesizathu engibeke kahle ngayo inkulumo. Sanajwayela ukwethusa nokwethuka, kahle khehla kahleee njeee😂😂🤞
      Bayede

    • @minenhlekhumalo433
      @minenhlekhumalo433 Před rokem

      @@SSM_S Ngizokuthandazisa.

  • @bongekilentombela8817
    @bongekilentombela8817 Před rokem +5

    iNkosi Jesu wathi, baba bathethelele abakwazi abakwenzayo,kodwa ngizwa lezinsongo ezingaka
    Mina ngazi ukuthi uBaba uShembe ukhipha isibusiso kuphela, manje nasenimpenda ngomunye upende,kungabe kukhona okunye enikwenzayo ebumnyameni naviva kangaka intethelelo aninayo
    Musani ukukhuluma kabi ubabuShembe
    Munye umahluleli uNkulunkulu uMdali weZulu noMhlaba

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před rokem +1

      Mina nginguwe bengizothula akaze vele u Shembe athi inkosi ikuqalekise kodwa Kona ukuthi inkosi ikubusise Kuyakubusisa ngalokhu okutshalayo lona lebhayibheli ofakaza Ngalo linazo iziqalekiso ezazishiwo inkosi yesabatha u Jesu Ngokucasuka kuka Nkulunkulu kuthukwe indodana yakhe njenganawe ziningi izinto ezikucasulayo udinwe to much hlampe uze ufise ukuthi afe umuntu Engingakusho bheka eyakho indlela Hlampe lo uyamthuka u Shembe kodwa indlela abizwa ngayo Uyophenduka esenengozi noma engeke esakhuluma angafi kufe amazwi omlomo Ngakho ungaseki into engabuya ngawe kodwa Uma ungakhuzeki futhi ungalaleli uzokweseka isiqalekiso u Shembe akaze asukele muntu yibo abamsukelayo behole Loko abakukhulume ngaye Ngiyema Lapho Sobahle

    • @zingisanondolongo1273
      @zingisanondolongo1273 Před 9 měsíci

      Uqinisile Bongekile,thank you sisi

    • @zingisanondolongo1273
      @zingisanondolongo1273 Před 9 měsíci +1

      @@somkhandainyosi hay cha mina angikaze ngidinwe ngize ngifisele umntu ukufa,never! Leyo yintliziyo ekhohlakele engcolile,nedinga uJesu umnikazi wayo

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před 9 měsíci

      Izimpendulo zakho ziveza inhliziyo yakho Akekho umuntu ophathelwa inhliziyo kodwa ikuye bese umlomo wakhe uziveze izinhliziyo zabo abanikazi bazo Inkosi enkulu u JESU ayikaze iphathele muntu inhliziyo futhi aykaze iyidale inhliziyo kodwa Inkosi Yethu u Jesu yaba inkosi enamandla yabangumuntu phakathi kwabantu basebeyithuka beyithela nangamathi yangaphendula Lokhu engikushoyo ngikuthola emazwini ababemthanda abangafananga no Petro owathi uyofa lakufakhona u Inkosi But uma isiyobethelwa wayiphika kwaze kwaba ikathathu kwasho Yona njalo Yathi Petro uyongiphika kuze kubekathathu O buka nje ngoba yayizondwa awekho amazwi Ayo ngisho e Bhayibhelini akukho lakuthi ngokuka Jesu kodwa kukhona abaxoxa ngayo nabaxoxa amazwi akubo Kodwa bona bengesibo abendlu yakhe Njenganani enilwa izimpi eziyonixaka uma kufika umhlawokuphela hlampe ungakafiki imvama u Shembe isinamuva uyakunika intambo wedelele kodwa kugcina yena akugcini umuntu Ebengingakusho kuwe phuma ekufakazeni izindaba ezizokulethela izibi zempilo obungenazo Mtaka Jehova Ngiyakusiza Sisi noma Nsizwa uxole angikwazi okuyisibongo negamalakho noma isiduko sakho kulemininingwane yakho evelayo

  • @mlungisichonco2196
    @mlungisichonco2196 Před 9 měsíci +7

    Ngoba belingeke lingaputshuki elika JESU😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @thulanimethuko6333
    @thulanimethuko6333 Před 11 měsíci +15

    Andikukhuthazi ukuthuka kodwa shembe soze wabangu Thixo naphakade onendlebe zokuzwa makezwe

    • @georgememela-uf4ng
      @georgememela-uf4ng Před 10 měsíci +3

      Ungu Nkulunkulu phela kwabakholelwa kuye ngoba nawe ukholelwa kulo ongamazi manje musa ke ukuphawula ushidi if awazi uzothini valumlomo s'hlama

    • @buhlebubububu5599
      @buhlebubububu5599 Před 10 měsíci

      Uwuthixo kith cz siyayazi imisebenz yakh

    • @zingisanondolongo1273
      @zingisanondolongo1273 Před 9 měsíci

      Amen Thulani,but nizofa yinduku nenhlamba naba sebeqalile ukubiza izihlama,
      Yhoo hay yibandla lenhlamba;Thulani guys plis let it slide away plis

    • @vusumuzivolly
      @vusumuzivolly Před 9 měsíci

      Wena Geoge wakhona , uyabheda mfana ayikho into oyikhulumayo , ibolile into ephuma la kulomo wakho
      UShembe ulele nomkakhe kuyimanje , ukhathele
      UShembe asoze avuke anguNkulunkulu asoze khohlwa mfana
      Uma uphika inkani , yazi loku isihogo silinde abafana nawe kanye nalo Shembe wakho mfana ayikho indaba yenu

    • @vusumuzivolly
      @vusumuzivolly Před 9 měsíci

      Buhlebuuu :LoShembe akasoze aba nguNkulunkulu khohlwani bafana lapho
      Chubekani niphuphe
      Munye umlamuleli phakathi kwabantu u Krestu Jesu
      UShembe ubhebhana nomkakhe le
      Ulele kuku manje ..
      Manenza kanje isihogo sinilindile kanye noShembe ongumdukisi

  • @lucas_majola
    @lucas_majola Před 4 měsíci +2

    Truth hurts!
    Vele uqinisile if not ngabe akanangane and futhi ngabe akadli 😂😂😂

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      He's also registered futhi e home affairs like you and I 😂

  • @sekopaul9253
    @sekopaul9253 Před 3 měsíci +1

    Ay kodwa eqinisweni besingekho isdingo esenziwe ilensizwa kodwa ngeke ufanise uShembe noNkulunkulu.

  • @busisiwemabusi-sm8ju
    @busisiwemabusi-sm8ju Před 9 měsíci +1

    Shembe wathi ningangilweli🙌🙌🙌

  • @phaphamanimandla
    @phaphamanimandla Před dnem

    Ngiyazwelana naloyabhuti kaze uzomthethelela yini. Ngoba uma engalutholile uxolo ayih impela ngiyazwelana naye.

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h Před 9 měsíci +1

    Khohlwa UZOPHUMELELA KAKHULU ngoba ususa ulwembu emehlweni walabo ABADUKILE.Mina ngithi wenza kahle KAKHULU

  • @sikhumbuzosokhela7533
    @sikhumbuzosokhela7533 Před 10 měsíci +2

    Yebo kunjalo baba nam ngvumelana mawe🙏🙏

  • @thethelelanimasuku-kr9cb
    @thethelelanimasuku-kr9cb Před 11 měsíci +2

    Mina ke angisilo iNazaretha kodwa lomfana uyedelela uShembe ubaba ongayizala lengane kusho okungekho yinhlonipho qha

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 Před 5 měsíci +1

    Kahleee baba ...wentshebe..uyedwa unkilunkulu

  • @nsikelelomagoso7920
    @nsikelelomagoso7920 Před rokem +2

    Ungabokhuluma amagama amabi Uma ungenakho ukuqonda ngokubonayo ngoba okulandelayo kuba ukuzisola

  • @zanelem3622
    @zanelem3622 Před rokem +1

    Nkosi Yami uze ukhumbule abantwana bethu bangaweli ogibeni ngenxa yokungahloniphi 💔ngibuhlungu kakhulu ngoba sasemncane mfana wami kodwa jehova akukhumbule kulunge ngelinye ilanga

  • @ndumisomajola8043
    @ndumisomajola8043 Před 9 měsíci +1

    Manje uma umuntu eke wakhuluma kabi ngoShembe uvelelw okubi?
    Bese nithi uNkulunkulu enilindele kuye okuhle loyo, ohamba e punisher abantu ngoba nje bekhulume kabi ngaye.....
    Ay niyazithanda izinganekwane kuleli sonto.....Kucacile akuyena uNkulunkulu. Umuntu nje wasemhlabeni ongafuni ukubhedelwa njengabanye, umehluko ukuth yena uthwele qha, wathinta yena uzothumela izinto zakhe ziseb2nze ngawe....

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 Před rokem +1

    AZIHLEHLE IZIKHUNI.Uvuthiwe Mfana

  • @user-ot3hw6sy3e
    @user-ot3hw6sy3e Před 10 měsíci +1

    Ngoba uqinisile nje usho izinto azenzayo nezenziwa iwona wonke umuntu ophila phansi komthunzi welanga, umthuka ngakuphi?

  • @luckymbusi5955
    @luckymbusi5955 Před rokem +2

    Udelele umuntu wrong mfana we wsh u luck

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 Před 5 měsíci +1

    Iqiniso leloooo.....injalo nje.....

  • @mshushisimandla6807
    @mshushisimandla6807 Před rokem +4

    Usaphapha ngoba phela abantu bonke bafuna ukuTrenda kodwa uthinte kabi wathinta uNyazi shuthi kawatholanga amathoyizi okudlala lona uyozisola eyedwa hhayi ngoba esafuna ukubukwa okwamanje.

    • @ruudmbeje50
      @ruudmbeje50 Před 10 měsíci

      Weleleeeee

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Stop threatening the guy... Everything that he said are indeed facts

  • @cyrilmthembu5635
    @cyrilmthembu5635 Před 9 měsíci +1

    Noma sikubeke eceleni okokuthi uwu Nkulunkulu ngokwamakholwa
    Wakewezwaphi ingane ithuka umtomdala bese iyaphumelela inhlonipho mdala lobaba

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Umthuke wathin ngob ukhuluma iqiniso njeh! Unepasi futhi lonkulunkulu wenu😂

  • @user-pw9qd9xw2h
    @user-pw9qd9xw2h Před 11 měsíci +1

    Nkosi thethelela labo abangamthumanga anginendaba naye ungabona wena nkosi ukuthi wenzani ngaye

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h Před 9 měsíci +1

    Into abayaziyo UKUSONGELA gede !!!

  • @thobelenintombifuthi8560
    @thobelenintombifuthi8560 Před 6 měsíci +1

    Mfana wami usemcane kakhulu ufuna kubukwa nje mfwe2 nekhala elikhulu unyazi unkulunkulu is izwe esimnyama sikhululeke kanjena nje ngenxa kashembe uzofa umncane kakhulu udlalela etsheni efayo bhuti wabantu ufune kubukwa ngento ewrong wena

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      He's your god not my God... And I guess we all have one God the creator not the person who own an identity book like you and I! Talking about the Trinity God the Son and the Holy Spirit

  • @nemyamaburu5375
    @nemyamaburu5375 Před rokem +1

    Haa 😕😳kyoksiza ukzehlisa uxolise mfanakithi 🤞coz mmm... Usemncane...🤞Kuzoma u 2 pole kini🤞khuzeka wenzeni u Shembe kwena🤔

  • @boluwatifeayomidesalawudee2226

    Ukhona yini owaziyo muphi? Uright kodwa?😂😂😂 " AAA NKOOOOSI YAAAASEKUPHAKAMENI, MAWUNGIBIZE NAMI"

  • @NonhlanhlaMirriamMchunu

    Mmmm waz walahlwa umthefunukbukwa

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 Před 11 měsíci +1

    Chah lo bhuti users gula akaphilile lona wenzeni ubaba ushembe kuye

  • @siphamandlapanuel4891
    @siphamandlapanuel4891 Před 10 měsíci

    Awww Koda mfowakithi yasiphoxa inkulumo yakho. 🙏

  • @user-et2ie7kh3f
    @user-et2ie7kh3f Před rokem

    Hhawu Jehova Kodwa lensizwa icabangeni!!!

  • @mdumisenifunokwakhe7079
    @mdumisenifunokwakhe7079 Před rokem +3

    Ameeeeen
    Hallelujah 🤞🤞

  • @mphumzenimphumzeni6876
    @mphumzenimphumzeni6876 Před rokem +2

    Lomfana ubedakiwe, wena othi ubaba akaye ujesu yini embi ayshilo ngo jesu

    • @swelukubongasithole9586
      @swelukubongasithole9586 Před rokem

      Unjani mfwethu levideo ayiqali lana lomfo uqale ethuke uJesu kuqala bese eza ngo Shembe

  • @philaniblessingmemela7568
    @philaniblessingmemela7568 Před 5 měsíci +1

    UJesu yenake Mkhulu usengena kanjani kulento yenu ?????

  • @siphomichael5190
    @siphomichael5190 Před 10 měsíci +7

    😂😂😂😂 Ave bengihlekisa sebesabisa abantu ngokuthi bazoshaywa luNyazi,uNyazi ngunkulunkulu weeee bhatata phaphama wempunga liyashona ilanga niyeke ukuphupha emini😂😂😂

    • @buhlebubububu5599
      @buhlebubububu5599 Před 10 měsíci +2

      Kwaze kakude phambili bhuti kith uwunkulunkul siyayazi imisebenz

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 Před 10 měsíci +1

      😂thank n ubekhuluma Iqiniso akamthukanga uShembe umuntu nje uyaqhanyelwa vele that's true

    • @zingisanondolongo1273
      @zingisanondolongo1273 Před 9 měsíci

      Kodwa Sipho🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @sbongakonkesimphiwe7647
      @sbongakonkesimphiwe7647 Před 8 měsíci

      Sometimes ukhlakanipha noblima bomuntu ububona ngokuth avule umlomo usually it quite difficult to judge ukuth islima les or yin if umuntu ethule. If uth abaphaphaphame balele yin,lana knamakhehla amadala abakhona hlampe ungakakabi bikho ngisho esbelethwen sikanyoko ayoktshela ukuth ahlanganaphi nonyaz okuwenza athi luwunkulunkulu okany linobunkulunkulu. Knezngane ezncane ezinye zbuya kma varsity aphezulu kakhulu and zyoktshela ukuth lengilos kashembe zaybona kanjan & you won't believe so in short akuy ngablima nakhlakanipha klento kashembe amen!

    • @pumezatokota3047
      @pumezatokota3047 Před 6 měsíci +1

      ​@@buhlebubububu5599njengam ndiyayazi imisebenzi yakhe , Nkosi yam ndihlupheka wavela kum unyazi esiza kancinci , hai ke apho Mmmmm ndiyaphila kamnandi nangoku ngenxa yoNyazi 🙏🙏💪💪

  • @godfreynyembe252
    @godfreynyembe252 Před rokem +2

    Angilona i Nazaretha kodwa akukhona ukuhlonipha kulengane ayikhuliswanga kahle. Inkosi uNyazi ithe iseGibisila uma kufika uhlanya emizini yenu maNazaretha niluphakele. Uhlanya nalolu

  • @slindilemngadi6636
    @slindilemngadi6636 Před rokem +4

    Uqisile lobaba Nami ngakhuluma kabi ngoThingo ngalimala kabuhlungu xolisa bhuti onyazini

    • @SilindeleNxumalo
      @SilindeleNxumalo Před rokem +3

      Wawuvele uzolimala cc akayena.uNkulunkulu

    • @mbongenitibe4814
      @mbongenitibe4814 Před 8 měsíci +1

      Wawuvele uzolimala u Shembe wumuntu not Unkulunkulu owadala izulu nomhlaba nakho konke okukhona Musan ukfanisa Unkulunkulu nabantu i wrong leyonto

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před rokem

    Unebhadi ufuna udumo udumo luyasetshenzelwa ngeke ulale uvuke ubusuthi ufuna ukuvela ngoNyazi noma ungathi uyagula wena uneshwa

  • @zintomkhize1779
    @zintomkhize1779 Před rokem +1

    Hi nsizwakithi lnksi uShembe wenzani kuwe na?? Awuzuphila iskhathi eside insuku zakho sezibaliwe ngashonjalo nakuMisebe yelanga uVela ngathi uhlupha uNyazi insuku zakhe zibaliwe kwenzekani??nawe usendleleni uyahamba uya aply bye

  • @nonkuthazocorina2046
    @nonkuthazocorina2046 Před rokem

    Heyi lomuntu lona angazi nje ukuthi uphila kowuphi umhlaba ukuluma into enje ngomuntu omdala nje angazi ukhuliswe njani seriously

  • @mlungisimathew7291
    @mlungisimathew7291 Před 3 měsíci

    EY yabona ndoda usuthinta abangathintwa ke manje ngibe mfana usuyaphambuka khehla basop

  • @user-ep5dc4lg1m
    @user-ep5dc4lg1m Před 8 měsíci

    Uyasabisa Wena mdala ushembe wamasimba awuzwe mbongolo usukhohlwe amathonga akini usubiza ushembe ngonkulunkulu wakho uyabhayiza mdala

  • @user-qe6bz6el1k
    @user-qe6bz6el1k Před 10 měsíci

    😂😂😂 haaay uyagula lomfana Tata ungamnaki

  • @sthembisocele9153
    @sthembisocele9153 Před rokem +1

    Umuntu onebhadi webhuti uwena lomuntu uthuke uShembe but wena uyaqhubeka uyayisabalalisa kento uyenza itrende uyisakaza yonke indawo but ngikufisela inhlanhla emsebenzini wakho wonke uphumelele

  • @PrettyMtsweni
    @PrettyMtsweni Před 4 měsíci

    Noma ngabe ubengesiyo iNkosi ubaba uShembe ukukhuluma kabi ukuthuka umuntu omdala kunesicalekiso esibi uyozisola umfana angazi ngoba usezozala loku akukhuluma kulendoda endala uyokubona kwenziwa ngabantwabakhe kuye iNkosi ikubusise boy

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h Před 9 měsíci

    Kancane,kancane abantu SEBEYIBONILE lendaba yalo shembe ukuthi AYIKHO.amampunge uqobo lwawo

  • @user-ep5dc4lg1m
    @user-ep5dc4lg1m Před 8 měsíci

    Mina angiphethwe amathonga akomnye umuzi ngiphethwe awasekhaya kithi Kwa qhweza nawase Khaya komama

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela Před rokem

    mmmmmhhhhh kwaze kwanzima koda ke asinandaba sihamba no Nyazi thina

  • @ntombiyomzulu7010
    @ntombiyomzulu7010 Před rokem +1

    Laba abaluvunayo loluhlanya bayafana nalo,intoyokuqala angagxeki abantu abasontayo ngobayena engasonti,yonkelento ebeyikhuluma udoti,akahloniphi total

  • @happynessbusisiwe7595
    @happynessbusisiwe7595 Před rokem +1

    Yaze yangabayinhle lenkulumo yalomfethu and zozisola

  • @Ntombizakithi-gj1hg
    @Ntombizakithi-gj1hg Před 5 měsíci

    waqala izithabwaluthinta ushaba lezwe wolucima ngani ngyadabuka wazymbela umgodi omnya kazy uyophuma kanjani wena mubizah.

  • @sthenjiwemakhaye7164
    @sthenjiwemakhaye7164 Před 3 měsíci

    Asazi Mgibe weyfebe ukuthi wacabanga kanjani nokuthula uShambe

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 Před rokem +1

    Yesenzo esibi lesi esikhulunwa yilensizwa akumele ivunyelwe inkulumo yikuhlambalaza abaholi bamabandla kanye nabalaphi bendabuko.
    Ozithobayo: Mfundisi
    C Mhlongo Njomane Hashi Elimhlophe

  • @luckythupane4391
    @luckythupane4391 Před 8 měsíci +1

    Ay Mina ngizikhonzela ujesu wami 🤐

  • @zandilemazet1519
    @zandilemazet1519 Před rokem

    Xolela nyazi lwezulu lithi ibhayibheli asibaxolele abasonayo 🙌🙌🙌

    • @ruudmbeje50
      @ruudmbeje50 Před 10 měsíci

      Ibhay'bheli elamaKrestu akusilo elenu

    • @sabathamtshali6620
      @sabathamtshali6620 Před 10 měsíci

      @@ruudmbeje50 🤣🤣🤣awusinike ivesi elisho njalo

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Ikuphi ungamanga kulento ishiwo yilomjita? Kwi video

  • @user-zd8ld8fo9h
    @user-zd8ld8fo9h Před 11 měsíci +13

    Unkulunkulu wakho baba ayisonke Amen

  • @user-of4dr2om9g
    @user-of4dr2om9g Před 10 měsíci

    Hheyi lomfo umsuka ngani ngampela Nyazi Mfana wenzani ugibela bhayisikile ndlini zolimala

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h Před 9 měsíci

    Hey,amanga kulabantu.Angeke kuvele lutho.Niyathanda UKUSONGELA abantu nina boshembe.Cha ake NIKHULE emqondweni.Hey

  • @monicasimelane5106
    @monicasimelane5106 Před rokem

    Uzobulawa bakubo lo. Ngebamxolele ngoba ubafake kwesimnyama isihogo. Noma ngawesese kanganani noma ngawuyathengeka mani but ungaweli oNyazini. Sikhalela lendlu okwazalwa kuyo lomfana

  • @libembengwekazi509
    @libembengwekazi509 Před rokem

    Hawww lengane bakithi

  • @khayelihlendlovu9560
    @khayelihlendlovu9560 Před 2 dny

    Kodwake lezinto ay'shoyo vele unyazi uyazenza

  • @bavuyilemramba8067
    @bavuyilemramba8067 Před 8 měsíci

    Nidukisa izwe ushambe Unkulunkulu manje yoh

  • @lungilembona4737
    @lungilembona4737 Před rokem

    Hhay uneshwa lomfana uzozibonela sezikhala kuye kungcono ukuba uvele wathula wangashonto

  • @gcinaminenhle432
    @gcinaminenhle432 Před 8 měsíci

    Uzithwese idombolo elishisayo mawuthuka uShembe uyomgcazela ngelinyi ilanga ukuty wenzeni kuwe kuyobeseku ngasasinekwa njengoba usasinekanje uyobe usufisa ukufa nokufa kobaleka

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu Před 2 měsíci

    🤭🤭🤭🤭Lo uyagula uzobulawa abantu bese eyazisola yini udakwe ihunga yini phela nayo iyahlanyisa

  • @bhekibhengu337
    @bhekibhengu337 Před rokem

    Uyambona udidekile nje naye lothukayo,kumnyama empilweni yakhe,so; seqedile ngempilo yakhe asimbuke nje

  • @philaphoswa5034
    @philaphoswa5034 Před 8 měsíci

    Islima lesi okokuqala nje usazoke ashawe isqalekiso sokuthi uthuka umntomdala. Baphinde ashawe esokuthi ibandla lonke liyamqalekisa. Ngeke nje aqgashule kfana nokuzihenga lento yakhe

  • @user-ji3mg1ic1h
    @user-ji3mg1ic1h Před 6 měsíci

    Kahle kahle Mina angizwisisi kuthi umcabange ngani ushambe Eze ecabange ukunthuka ekbeni ushembe ezibhekele abantu bakhe

  • @SamkeloNhlanhlaNgcobo
    @SamkeloNhlanhlaNgcobo Před 9 měsíci

    UJesu washawa wafa😅 kwayileyo inganekwane....so nje... Mufuna iqiniso asizelanga ukusonta emhlabeni .....ngoba uzohlupheka nazo izithombe zonkulunkulu wenze amathwalo ugcine uthakakatha.... Abantu ukukhanya akube nabo Amitaba

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      UJesu wafela izono zakho bhuti not labonkulunkulu abacikwa iqiniso

  • @syabongagumede1921
    @syabongagumede1921 Před rokem

    Shembe sengathi ungaskhumbula singafani nalo mfana .inkinga ngidabukela inzalo yakho esazothwala ubunzima ngecala engalazi

  • @zanelem3622
    @zanelem3622 Před rokem

    Uhlulwe ukuhlonipha abazali bakhe Waze wadlula hloniphani izinkolo zabantu mangabe unenkinga phuman kuloyo muntu ongamthandi

  • @mbongenitibe4814
    @mbongenitibe4814 Před 8 měsíci

    Yena umgibe uphaphalazile ubab Shembe mdala engamzala so sngakbeka kucace ukuth inhlonipho ayibanga khona lithi i bible respect uyihlo nonyoko ukuze insuku zakho zokphila zizokwanda ezweni bese ngiphikisa lendoda ethi u bab Shembe uwunkulunkulu ai ngeke angvumi mkhulu kakhulu umenzi wezulu nomhlaba nabantu nakho konke okukhona, ngeke alingane nomuntu

  • @prosibambo4236
    @prosibambo4236 Před 11 měsíci +33

    Let Shembe fight for himself if he is god

    • @sabathamtshali6620
      @sabathamtshali6620 Před 11 měsíci +3

      Amazwi kaJesu esekuvivinyweni(ungamulingi uNkulunkulu),Mina ngithi never mock God,ekugcineni,ngeke ikati lalenza Lutho ithambo elehlule inja,Uma wehlule ekhaya angeke walunga ngaphandle,peace, love and respect

    • @nonkqubelasam
      @nonkqubelasam Před 10 měsíci +7

      So true if shembe is"god" he must fight for himself

    • @sabathamtshali6620
      @sabathamtshali6620 Před 10 měsíci +6

      @@nonkqubelasam 🤣🤣inkinga ifike Ibe lapha,most of us asiyazi lensizwa,maybe God has already won the fight in his life,just that we don't know it yet🤣🤣.maybe he got a curse or insindiso,but I wish ukuth athole insindiso avuleke amehlo.

    • @buhlebubububu5599
      @buhlebubububu5599 Před 10 měsíci +2

      Ngazenganizwel

    • @nonkqubelasam
      @nonkqubelasam Před 10 měsíci +6

      @@buhlebubububu5599 usizwelani ngoba if The God Almighty is for us who can be AGAINST US Jesus Christ is fighting our battles WE Worship a LIVING GOD NOT a DEAD "god"

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 Před 25 dny

    Ezinye izizwe ziyasihleka kodwa siyolunga nini

  • @sakhumziakhumzi6093
    @sakhumziakhumzi6093 Před 10 měsíci

    Angisonti kwashembe anginandabafuthinaye bt abantu abayekekuthuka abantabadala pls. Inhlambalena ayishokulobaba, angicabangifuthikuth'angayisholento kubabwakhe omzalayo

  • @ntethelelonzuza6557
    @ntethelelonzuza6557 Před rokem +1

    Angimfiseli okubi kodw fisa ahloniphe ayeke ukudelela

  • @calebmyburg4185
    @calebmyburg4185 Před měsícem

    UYABONA NJENGOBA UTHUKA UNYAZI KANJENA UYOMFICA KWELIZAYO🤞

  • @user-fs9nl5xm2c
    @user-fs9nl5xm2c Před 8 měsíci

    Abantu basebumnyameni mnye kuphela onelungelo ntwini nguThixo dali wento zonke qobo ushembe loyo udalwe nguye vukani bantu kungekabi late

  • @zigishezi237
    @zigishezi237 Před 9 měsíci

    Uyahhema lomuntu baba akayazi into akhuluma ngayo mawubgambuza nje ukuthi inhospitable yenkulumo yayo ibhekephi yilapho ozobona khona ukuthi umlomo osebenza ngendlela ebhedayo

  • @siphozulu2808
    @siphozulu2808 Před rokem +1

    Ngale nje kokuthi wuNyazi umuntu omdala lothukwayo onezingane nabazukulu

    • @lucas_majola
      @lucas_majola Před 4 měsíci

      Ikuphi pho ukthuka kulento ekhulunwe la? Ngoba naw uyash ukuth uneyngane nabazukulu 😂

  • @user-fj4oh6ri1j
    @user-fj4oh6ri1j Před rokem +1

    Muyekeni zobona ngelinye Langa zojikelwa dlozi lakhe

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem +1

      UNkulunkulu wathi umuntu osefile akasaphili, Genesis 3:19,umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?

    • @ThembamchunuThembamchunu
      @ThembamchunuThembamchunu Před 4 měsíci

      Washophi aluqonde ulimi

  • @ziningimkhize3318
    @ziningimkhize3318 Před rokem +1

    Ngyakzwela muntu womuntu

  • @mfanafuthimfanahphoswa9621

    Isilima lesi ngiyasidabukela😭😭😭

  • @muhlemkhize4076
    @muhlemkhize4076 Před rokem

    Mina anginendaba naye lomuntu ngilimele ngabazali bakhe abamuletha emhlabeni sibi lesisqalekiso azithwesesona bt asithembe ukuthi akazenzi uyahlanya

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 Před rokem

    Ave ningamaxoki 😂

  • @lolo_0312
    @lolo_0312 Před 29 dny

    Iphi yona manje? Asiyibone phela nangalonyaka...iphepheza