Video není dostupné.
Omlouváme se.

Iyatrenda levideo👉:INhlalisuthu yakwa Shembe ishumayela eStimeleni Zizwele 👉👉👉

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 19. 08. 2024

Komentáře • 78

  • @mkhabolengayondodemnyama8418

    Uyabona makukhulunywa ngenkonzo yeqiniso emhlabeni kusuke kushiwolena ayikho edlula lena mawngakholwa wongbuzungphale ulimi

    • @user-xr8wd4yi7v
      @user-xr8wd4yi7v Před rokem

      UJesu Nguyen yedwa inkosi.ayikho enye.nikela impilo yakho kuye ngoba uyakuthanda.

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 Před rokem +3

      Uyabona masngangena ebhaybhelini baningi abangagaxela ngoba yabuza inkosi Jesu ukuthi ningibizelani ngokuthi nkosi nkosi Uma ningakwenzi engikushoyo uthiyena wathunyelwa endlini ka Israel kuphela akathunyelwanga kwabanye futhi thina silahla okwethu snamathele kokwabezizwe kwamanyamazwe inkolo yobuKristu ayikho ngb akholelwa kowawo uNkulunkulu futhi okuhle uShembe akaphikisani noJesu ngoba uJesu indodana ka Nkulunkulu mina bonke ngyabahlonipha ngoba abaseZulwini inkinga angikwazi ukshumayela bengizonishumayeza nami ngangisindisiwe uJesu ngmuzwa ngaphakathi yingakhonje ngingagxeki ngangnikela okweshumi imali eyaydliwa abafundisi mhlambe ukube ngselaphaya angabenami senguMfundisi ngoba esasnabo sebeyibona inkinga masihlabile abayidli inyamayethu bathi eyamadimoni kodwa bazbiza ngezibongo zawo amadimoni

    • @sabelomajola7221
      @sabelomajola7221 Před rokem +1

      ​@@nemyamaburu5375 futhi ngeke abhalwe yaz why ngoba akafi uhlezi ekhona uyohlez ekhona ingunaphakade .isizathu sokut babhalwe laba ababhalwe ebhaybhelin ingoba abasekho bangcwatshwa😂😂 aaii ake siphaphameni ndlu emnyama

    • @thembisilemathonsi8767
      @thembisilemathonsi8767 Před rokem +2

      @@nemyamaburu5375 uwena ongakaze umuzwe esho...ngoba unenzondo engeke ikuyise ndawo. Awuke ucele bakuphe intshumayelo yase Swatini uyilalele bese ubuya. UShembe uNkulunkulu Dear

    • @chief9462
      @chief9462 Před 4 dny

      ​@@user-xr8wd4yi7vukuba amangisi awazange afike lana e Africa uyazi ukuthi uJesu ngabe awumazi!

  • @lungilembona4737
    @lungilembona4737 Před rokem +3

    angiliboni iphutha la ngoba la behlangene khona ababili nabathathu naye uyoba khona phakathi kwabo UJEHOVA

  • @user-ph1gz9zj8u
    @user-ph1gz9zj8u Před rokem +8

    Liveleke iqiniso limuncu kodwa lobhuti ukhuluma iqiniso abenza amaphutha Baz ukuth bahlosen bazodinwa kodwa khona abazocosha khona nabazokhula ngalezinkulumo big up bhuti

  • @sthandazilemoyo9645
    @sthandazilemoyo9645 Před rokem +3

    Akekho wrong uy afundisa Uma unenqondo ngeke uze umthuke kumbe uphendule kabi amen 🙏 baba

  • @thembinxele76
    @thembinxele76 Před rokem +10

    yakhuluma lensizwa kamkhulu❤️❤️

    • @user-xr8wd4yi7v
      @user-xr8wd4yi7v Před rokem

      Ujesu yedwa inkosi.wafela izono zakho .kumule usindiswe umenze inkosi nomsindisi wakho

    • @carocarolific3185
      @carocarolific3185 Před rokem +1

      ​@@user-xr8wd4yi7v ukuthathaphi ukuthi wafela izono zethu?

  • @miyankamvikeleni3806
    @miyankamvikeleni3806 Před rokem +7

    Ngiyalithanda leliqiniso♥️♥️♥️alande iqiniso noma lihlaba kabuhlungu linjalo

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před rokem +5

    nongayithand lendoda ozaythande ngob nicabang ukut kiphelela kulokh enikubona ngamehlo enyama

  • @siphesihledlomo8458
    @siphesihledlomo8458 Před rokem +1

    Ohhh sukanini madoda. 22 16

  • @zwaneskhumbuzo
    @zwaneskhumbuzo Před rokem +6

    Kunjalo Ndosi isiminya lesi

  • @LuckyMthethwa-iu6wz
    @LuckyMthethwa-iu6wz Před 10 měsíci

    I lapho indaba yiqiniso elimsulwa nobani akazinuke amakhwapha .ngiyakuzwa mfoka Khoza ngingaqali

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 11 měsíci

    Uqinisile 🤞 lensizwa izwe life nje abantu badukiswa ngaye loJesu abantu abazishaya isfuba ngaye bengatshelwa iqiniso. Ndaba yokuthi asikholwe uJesu yinto efile leyo uma umuntu akumele ukholwe yinto ongayazi ulokhu udlala abanye abafana bekutshela nabo ngento abangayazi nawe ubalalele akuhambi kahle ekhanda lakho uma unjalo uma kukhulunywa ngoShembe kukhulunywa ngento ephathekayo hayi inganekwane

  • @sizwehadebe8469
    @sizwehadebe8469 Před rokem +5

    Umbuzo umile.

  • @ziningimkhize3318
    @ziningimkhize3318 Před rokem +5

    Umbuzo umile

  • @user-dv4iw8zm2f
    @user-dv4iw8zm2f Před 10 měsíci

    Iqiniso limile 🙏

  • @sakhilezulusakhilezulu5316

    Ingwenya le ndoda

  • @lindilendzimande224
    @lindilendzimande224 Před rokem

    Ei bhuti wabantu wangshayisa ngovaloke manje

  • @siphosethujim
    @siphosethujim Před 8 měsíci

    I love him❤

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 Před rokem +1

    Eyani inhlamba igama lomnikazi wes onto selingenaphi ngoba sekukhulunywa ngokoniwa kwezingane zabantu bese zishiwa

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 Před rokem +1

    Hhay Hhay bakwethu kanti umqhoyiso bakithi
    Kubuhlungu mase sbheda isiZulu kanjena

    • @lindelaniphungula7917
      @lindelaniphungula7917 Před rokem

      Cha akasibhedile dadewethu
      Ezweni lakubo akhulele kulo lenkomo ibizwa kanje

    • @thabisilemakhoba4758
      @thabisilemakhoba4758 Před rokem

      @@lindelaniphungula7917 umqhoyiso uwodwa nje esiZulwini
      Zikhona ezinye izinto ezike zehluke ngezindawo kodwa hhay umqhoyiso nokunye

  • @buhle_emdee9787
    @buhle_emdee9787 Před rokem +5

    Uyabona indaba yesonto igcwele amanga odwa nje, kodwa uma ungayilandela imithetho yakhona uyiphile you won't go wrong empilweni. Angifuni ukukhuluma ngendaba yezulu nesihogo, akekho owazi lokho. Mangithi uma ungalandela imithetho yakhona you won't go wrong ngikhuluma ngamasonto anabafundisi abashumayela ngenhloso yokwakha, ay lawa ekuqolwa kiwo abantu kwenziwe imisebenzi yenkohlakalo. So inceku le iyakha uma uyilalela kahle ungazondi ngoba nibanga namasonto ninjalo nje, nenza ngathi nazi kakhulu ngoNkulunkulu umngani wenu enixoxa naye.

  • @nompumeleloxhoko8719
    @nompumeleloxhoko8719 Před rokem +2

    EY ongamzwanga lobaba kumnyama kuye kuze kube phakade

  • @GuguShandu-yj4tm
    @GuguShandu-yj4tm Před rokem +1

    Uqinisile

  • @sikhumbuzosokhela7533
    @sikhumbuzosokhela7533 Před rokem +1

    Lona lyababa iqiniso

  • @ayabulelamazongolo3117

    ♥️♥️

  • @lindelwanothandongcobo8863

    ❤️

  • @johannesmakhetha5001
    @johannesmakhetha5001 Před rokem +1

    Makaguquke kwayena afune u Jesus uqobolwakhe .yenakee usakhonza umonti ,uvusa abantu abafile athakathe ngabo u propheta ngethunzela lowo muntu ,usebenzisana neinyoka zamanzi ushembe .asikwesabi Thina ungayithumela nezilwane zakho. Ushembe uya fufa (flying)usebenza ngamadimone akhee, inkonzo yakhe yeyase underworld vulekani amehlo uyaloya😮

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 Před rokem

    😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮..... .

  • @user-xr8wd4yi7v
    @user-xr8wd4yi7v Před rokem +1

    Jesus is the only one who saves.uyeyedwa inkosi

    • @sabathasfundo9009
      @sabathasfundo9009 Před rokem

      You're missing the point lah, akuphikiswa lokhu okushoyo kodwa sikhunjuzwa indlela yokuphila singabantu abampisholo.

    • @princessbuthelezi2525
      @princessbuthelezi2525 Před rokem

      Why are you here umamela intshumayelo yamaNazaretha while you believe in Jesus? Ngoba nakuye u Jesu wakho iqiniso lisho ukuthi ungazoni nomunye umuntu ungamoni Uma ulilandela ibhayibheli.

    • @sphesihlesimelane1619
      @sphesihlesimelane1619 Před rokem +1

      Nanokuthi besinga mbuzanga🤞🏾

  • @nhlanhlagwamanda6273
    @nhlanhlagwamanda6273 Před rokem

    UNyazi luthe abayiyeke lento yokushumayela ezitimeleni.

    • @mandlamthembu1705
      @mandlamthembu1705 Před rokem

      NgangseBuhleni amasonto onke angikaze ngiluzwe Unyaz luthi yekan ukushumayeka etimelen

  • @senzokunene
    @senzokunene Před rokem

    Lento abantu izulu ayiko isthombo nje esekhiwe abangcindezeli bethu

  • @thisiscolbert3007
    @thisiscolbert3007 Před rokem

    😂😂😂😂😂

  • @bonganisibeko3892
    @bonganisibeko3892 Před rokem

    Siyabhebhana thina, asinaso iskhathi somsangano.

    • @mbalingcobo8434
      @mbalingcobo8434 Před rokem

      🤣🤣🤣

    • @bonganimagawula6844
      @bonganimagawula6844 Před rokem

      Lol ayibo impendulo eluhlaza kanje

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      Uyabafundisa nabantwana bakho loko?

    • @user-xr8wd4yi7v
      @user-xr8wd4yi7v Před rokem +1

      Nobani okuJesu Christu uyisidalwa esisha.okudala kudlulile nikela impilo yakho kuJesu. Plz insindiso ibalulekile empilweni yomuntu. Impiloh ayphelele ngaphandle kwaJesu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      @@user-xr8wd4yi7v Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula Madiba, niyokwenzani ezulwini ngoba UNkulunkulu usiphe umhlaba njengekhaya lethu? Please 37:11,29,115:16,Isaiah 45:18.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem +1

    Konje niyokwenzani ezulwini? Psalms 37:11,29,115:16.

  • @khulekaninyuswa721
    @khulekaninyuswa721 Před rokem +7

    Guys you don't need to believe in this God or Ancestors people talk about... The only thing you need to do is do right and treat people how you'd like to be treated!!!! That's it fam!

    • @ndabezinhledladla873
      @ndabezinhledladla873 Před rokem

      ,uqedile

    • @kingsnest6584
      @kingsnest6584 Před rokem +11

      Weeeee zikhohliseni nje ngalenfundo yase nshonalanga enibusayo emakhanda , isiko mpilo lethu simpisholo kuzogcina lona kod

    • @ndabezinhledladla873
      @ndabezinhledladla873 Před rokem +1

      @@kingsnest6584 😂😂😂 wena usangene nje kwaphela buka nomsangano owubhalayo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      ​@@kingsnest6584 Amasiko abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

    • @kingsnest6584
      @kingsnest6584 Před rokem +3

      @@vusimngomezulu2500 if wake wawagcina after that impilo yakho yangaya phambili id say kshuthi wenza a wrong abantu engibaziyo abenza a right impilo yabo iyaya phambili

  • @ntsikelelogiwu-7625
    @ntsikelelogiwu-7625 Před rokem

    Kunani kule zazitsha ezithwalwa makuyiwa eNhlangakazi?🤔

    • @user-xr8wd4yi7v
      @user-xr8wd4yi7v Před rokem

      Bathwele laba basuke beyosacrificer

    • @ntsikelelogiwu-7625
      @ntsikelelogiwu-7625 Před rokem

      @@user-xr8wd4yi7v 😆🤣

    • @mnqobimhlongo6291
      @mnqobimhlongo6291 Před rokem

      Ubohamba uyobamisa or uyos9ndela eduze ubabuze.. loool

    • @ntsikelelogiwu-7625
      @ntsikelelogiwu-7625 Před rokem

      @Mnqobi. Hahaha🤣🤣ngisakuthanda ukuphila Mina .nenduku ngiyayisaba

    • @user-zh6te8bm7w
      @user-zh6te8bm7w Před 9 měsíci

      😂😂😂Shuthi kuyiiniso ukuthi uJesu igama lokudlalwa ngayo mawusaba ukufa.Wena themba uJesu bese uyahamba uyobuza ngezitsha ungalokhu uzenza umprofeshana.