SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngamdlisa ngase ngamfakela i PRETECTION ORDER | S1 - EP110
Vložit
- čas přidán 24. 04. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo - Zábava
Umuntu odlisa umuntu uyathakatha loyomuntu finish
Abanidlise ngoba masinithanda ngeqiniso niyfeba, ningashloniphi. Abadlise Nina basyeke ngeychitho
Ubani akathi uthando lulungiswa nge KOROBELA futhi bekungalona uthando lolu bekunguMjolo nje🤔
U girl ulambile nje usekhumbula I soft life
😂@@saniamashaba2313
Indoda iyohlezi ifeba kuyindalo leyo Kodwa mikthanda ngampela kumele ikwazi ukufihlela kungaveli lokho kuwe futhi into ongeke uyibalekele leyo@@zamamkhwanazi2441
We are all students of life we learn by mistakes.amen
Ayisuka Ungabo mvuna umthakathi lowu😢😢
🙆🙆
Uyalivuma nje iphutha and uyaxolisa.
Loud and clear she was wrong but we all make mistakes and learn from them
I wish this gentleman could find a space in his heart because she is sincerely sorry shame,I mean once a person confess it's finish
This woman is not sorry, she wants to hurt this guy again...she needs therapy big time...This guy needs to move on..once a women cheat and take her back, she will never respect you again....
Anihlukane nemithi please 🥺 ayisahlekisi lento,alukho uthando lomuthi 🤞.
😂😂😂😂😂😂 kuyazwakala ukuba ucasukile
Ibuhlungu lento yokudlisa indoda ngoba umuntu udlisa nendoda yomuntu ngoba efosta izinto
@@sjavakhamuver7706 😂😂😂 kakhulu futhi
Awubatshele mfe2..
Mina Ngeke ngsakwaz bandla sengsale kaningi Abantu ebengibathanda azikhale nje manje haa koba nini ngidrayelwa isketi ngphinde ngikhulphale😂😂😂
Musa kuncishana stuffuza phuzisa omunye idrink
Yebo abamuthelele Phela naye isiphuzo
I'm very much touched by the guy's voice , so polite , awu kodwa silinyazwa silunge sinjalo
Manje isivakashi asitholi isphuzo
Ungidumazile Stufuza ngokusola ubhuti kuphela lona wesifazane awugxili kuye umgxeke ngalento ayenzile yokudlisa indoda ngoba phela kungenzeka ukuthi yilo idliso elase limjikela usisi ukuthi ashaywe yindoda
Ako peace uzoyifumana apa dlisa mtana bantu.ujikelwa bubugqwira obu unabo.mantombazana niyasihlaza mani
I wish ube interview er ngu Lungstar, lowasisi takes no sides and is asking relevant questions.
U girl ulambile nje udinga ukondliwa u guy
😂😂😂udlalelani ngeqiniso👍
Pho ubumdliselani uNfana ngoba uyasho ukuthi ubekthanda and ekwenzela yonke into kodwa uyinja shame,
Engathi uyasho ukuthi wadudana nomngani
Mina angiyizwa eyokududana nomngani...thina sigcina sigula ngawo amadliso lawa futhi siyaboshwa ngoba sigcina singakwaz ukuzi control
Love conqures all❤❤
Yebo usis wonile but uyatshengisa ukuzisola.
Siyambongela. Luhle uthando lwabo
Nami nje uma ngingathola othi ngisakuthanda, yoh ❤❤❤
😢
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe....lukhule loluthando ngaphandle kweyinqginamba.❤❤❤
Uma udliza umuntu yazi ukuba uyislima, uyisduphunga, uyisdinkoli, uyisdwedwe, uyiskhohlali, uyiphukuphuku uyisahluleki SENTOMBI/INSIZWA finish
Into embi kakhulu
@@zeemali4369 kunzima
@@HappyBiscuits-uv2my kunjalo nje
Ngeke ayeke ukumshaya ngoba wafakwa idliso
Siyakbonela cc uthando lwenu lumile ngoba benikhumbulana ngenkathi niqhelelene💯
STUFUTUDU KAMAMKHIZE yes you deed it ntombazane WOW these couple are meant to be together. I pray for forever happiness cause they really live one another. Bobhuti hlukanani nokuxhaphaza amantombazana imbi lento eniyenzayo. But inthis case this young lady she listened to a evil friend. Yekani imithi mantombazane musani ukusidlisa nizosbulala and aniyeki nani ma outy musani ukudlisa iyngane zabantu. Bathakathi ake niyeke ukuthakatha nize nithakathise neyngane zabantu. Bukhona ubulawu bokuthi umuntu athandwke hayi lezinunu zenu amadliso. Mina kade ngidliswa ngisadliswa namnje. Kodwa unkulunku nethonga lami bayawakhipha lamadliso kimi kube sekuphela uthandwana ngoba akusilo uthando mase ena uzongenza isididi sakho ngihlekwe kuthiwe umdlisile kanti vele kunjalo. Blaqlife TV you are champions thank you for providing us ngo STUFUZA no LUNGSTAR. Bonke labamtu abakhipha izimfihlo ngyabsthanda mina ngoba banobunkulunkulu irrespective ukuty abenzanga kahle kodwa onembeza babo bayaphila ngoba kukhona abafunga ukuthi bayoze bamgene nazo ethuneni izimfihlo zabo. I love them all those who are brave enough to confess akuyondlwana iyanetha ukuzilahla ngecala ungakhonjwanga ngasbhamu. VIVA BLAQLIFE TV VIVA. AMANDLA.............
Ukhohlakele ukufosa ukuthi umuntu akuthande
Bafowethu imithi yokudlisa amadoda niyiyeke izolihlupa
Ncooooh sounds very interesting my sister...all the best.
Kusakhuluma idliso la ayikho lento angithi alikakokhishwa nje. Amen
😂😂
😂😂😂😂😂ngoba lisekhona klk alikakhishwa sekocaca after umphalazo
Nami Bafo ngibona ukuthi kuse uwona plastic 😂
😂😂😂😂
KZN Ai nginithulela isigcoko konke ukuthwala ukuglisa amadoda futhi kuningi nje hhai niyazenza iziga🙆
Love wins 🎉🎉🎉
Uma ningayeka ukuloya kungahamba kahle
😂😂
Ooo shame kusakuluma idliso yekani imithi sisters, thanks bye.
Aybo we cc....once wamkhipha idliso uyokunyanyela ukufa😢
We are coming on the 10 May Pavilion Hotel 🎉🥳🎉🥳
Ave nihlekisa uze uyeke umsebenzi pho anifuni kuzimela naziyona imithi
uyabona leyo yenyanyisa xeme umumtfu ofunaku setjentelwa uyinja
Ufuna imali yakhe wesifebe 😢
Yah sifunda ngama mistakes empilweni bt cc usifundile isifundo bengifisa ubhuti amxolele cc uyazisola ngempela ngiyafisa manilungisa izinto kuhambe kahle konke othandweni lenu nijabhise izitha into enhle nisathandana nobabili
Kusakhuluma idliso 😂
Yebo waliphalaza nje idliso kobe kuphelile
😂😂😂😂😂😂🙌🏾
Bamphalazisa nje zizobuya ingqondo kuphele nyaaa cz uzocinga kuninzi asengakwenza futhi
Sisi ufunde ukuziphatha ngeke ushiye owesilisa usiya ematshwaleni.Umuthi uya expire dear,inatural love iyadingeka.
Maye unomoya omuhle lobhuti nkosiyam ntombazana hlukana nedliso maaan.abekulaya lokukushaya dodi
Pho lelidliso belingamfuci ngani akulandzele .angiyikholwa le yelidliso.aseniyekele lo sathane we nkhosi.ngini bosathane.
Angimsoli nakancane uguy ngokukubhonya sisi wena bewuphendukelwa iledliso owamfaka lona,hlukanani nokudlisa amadoda.
Kusho ukuth lomunt owamunika idliso wadlala ngaye wamnika ischitho😂
Ngeke ulingen izulu ngalo busatan owabenza
NIYEKE UMUTHI EMJOLWENI 😢😫😩
True
Kodwa xa abanye bengawuphathi abanye bewuphatha kubanzima kulo ongawuphathiyo masiwuphathe sonke kunyiwe once
Why bomdlisa ekuthanda
Maybe locc uyafeba
Ischitho strait lesi
Yila friend yakhe yathi makanikwe ischitho
Ngiyakuzwa konke okushoyo 😊❤
Uyahlupha stufuza studio u lungster akanyakaz nakancane awzame kuziphatha kahle gal
Ubezifunela iLove back nje lodoti
Akusazukhutshwa kwadliso apha 😂
Yes ayngoba efuna kukhuluma nje ukuthi usamfuna yikho phela amdlisa yadlisa ngoba engfuni kuqela kuye so seyabona mnj ukuthi kubhedile bhuti hambe nomphela mnj ufuna love back je
Lomfana naye bekemele amyeke losisi ngoba nje izomgibela ekhanda ayi 😢😢😢
Manje mina ngisaba ukuthi uzomudlisa futhi angikuthembi Kabi wena usile 😂😂😂😂😂
“Ngiyaxolisa babukeli…ukwenza iynkinga zami ezenu” 😂😂😂 love wami
Uhlekani yini ehlekisayo ,snamumnamu
Sengyakhumbula uBig Zulu ekhalazela itiye lakhe kaMorning breakfast show😢😢
Naniphila kamnandi ungakamdlisi ,uyabona ukulalela abangani ,liphelile manje usazoshaywa cc,ngiyathemba ufundile isifundo angeke uphinde
Idliso elinjani kanti leli elenza ukuth akushaye niphinde niqhelelane😢
Mina ngiphuma kulo ngaze ngaphoshwa Nami ngaboshelwa khona ukubeka isandla angikaze ngabeka umuntu isandla but lo
Usuke ekuzonda umuntu okudlisayo straight cabanaga umuntu akujike indlela oyiyona nocabanga ngayo
Kusho ukuthi umuntu okudlisayo usuke ekubulala uphila ngoba nokuboshwa kula kuwe enye engayiqaphelayo idliso alizwani notshwala umuntu masekudlisile akafuni uphuze,kodwa angikhathali ngisho bangathini abelaphi idliso ubuthakathi kwaphela ngoba ama murders ezithandani adalwa yilamadliso abawanika abantu.
Uma uyisigangi uyisigangi, yeka ukufaka ubaba wengane, ungaviki ngaye. Ungumthakathi kuphela nje
Ngeke engalwi edliSiwe.vele idliso libanga ulaka..
Amathuba okuthi amuyeke emva kokulikhipha maningi
Kunzima. Even if you dont believe ezintweni zesintu ( like some people abasindisiwe)... these things exist, and they work. It's so sad
Ave nincishana why ningamunikanga usisi idrink yena
Water wabaphansi umjita cela inombolo ka bhutiza.🇸🇿
Cela number yakho Nam funa kubuza smtng pls
@@NtobekoWiseman 🇸🇿🇸🇿
Wasumdliselani yazi bakithi abantu sikhohlakele hay
Amathanga ahlanzela abangenabhodwe inkosi impela 😢
Amantombazane akhathazile😮
Xem uyaloya sesi haaaaaaa no 😢
She is here to finish him. 🙆🏿♂️🤣🤣🤣
Mmmm lapho si single khona amantombazane la ngaphandle adlala ngabafana enjalo awaneli bayadlisa 😢
Uyathandwa cc ngyathemba ufundile ephuthen n lomfethu uyakuthanda nyathdna nje nginikhulekela ukuthi kubenoxolo n sibindi sakh cc wenze kahle ukukhuluma iqiniso nomnfethu asizakale nibambabe nje khiphani kakhulu abangani Ezindabeni zenu❤
Plus ziyawushaya umuthi lezingane zamanje 😊
She’s so sincere shame yekani amadliso Yhoo bethuna
Lomama usefile indlala ziyakhala manje.😂😂😂
You Goes Around 🎉🎉... You will Also Comes Around 🤣👍🤞😜😜
Wena nje uzozincengela ku bafo usuyabona ukuth ubeyindod eqotho kuwe sebelicuthile ijuba
I sifebe nje sizifunela imali akasayitholi 😮
Enkosi Sisi sikhathele ka madota🤜🤛good
skhothen nje cc ,uma dlisa muntu usuke umdlisa ykugcola umvalela nezinhlanhla zakhe ,lokhu owakwenza zobuya ngomtwana wakho
Kuxolele mft kuyalibona ngampela iphutha nizoba ryt ama phutha ayenzeka kodwa impilo iyaqhubeka wena tikilani yeka abangani😊
Ungaphindi uyenze leyonto cc
Bafethu ngiyavuma nithi losisi ubeselambile ekhumbula soft life nokuphatha ama bank cards, but akukho okumphoqe ukuthi a confess ngokudlisa ndoda, ubene choice yoku admit that wabuya ebusuku wangaxolisa but she chose to confess.
Nitsho if ngicabanga into ebedayo.
Thank you
😢Yazi ke njalo mebesishaya basola kona kuthi sibadlisile. Kant vele niyakwenza. Manje thina ma victims astholi I justice ngenxa yenu namadliso
Aibo cc wathi umuntu wesfazane akabekwa isandla 🥺 I know and no mfowe2 uyakwaz lokho mara ilento ayifakiwe leyanto masiphela yakha inzondo noku khohlakala kumunt we slisa ngicel uyibheke hlangithi zombili lento 🙏kodwa ngyabula Uma besa funa uklungisa ngibafisela okuhle
Hai bandla,,, siphila ezweni Elina bantu abakhohlakele nje
Cc wami ubolile isono esingaka pho💔😭
Yhooo cc umdaka yini phooooo yhuuuuu abantu besimama abalunganga njee
😢 Uthando luyaluthana, kwaze kwanzima ukukhipha idliso
Khona uzwa kuthwa umuzi awumi nje ungazamanga ukuhamba hamba udinga okubamba umuzi kodwa uhambe fut suloya kanti pho senzeni 😂😂😂😂😂
Love back show
Sesijwayele izinto ezinkulu thina kwaBlaqlife manje lokhu akumangazi nhlobo akuthusi
😂😂Yazazi izmanga zamakhanda engulubee😂😂
Ushawa yidliso sisi ay ubhuti and laphuma lelodliso uyokbulala aqede lapho akuyeke.
Nam benginjrngalomjita bengidlisiwe sengiyabona but idliso lakhishw utshwala 😮 ngalokhr ngiphalaza mangiphuzile kubehlung isfuba
Lezinyanga zenu azinitsheli iqiniso idliso lifana neschitho ngoba awube usamufuna niyanyanyana nalona onedliso uma ephakathi kwabantu akathandeki kahle
Aysekho esazolungA la lomuntu ukhulunyiswa idliso ugaL bazombulalA makungaphuma idliso 🤞
Uqinisile yazi ukuthi uzomnyanya njani kungaphuma ledliso ngabona ngobhuti wami adliswe umama wengane yakhe kwathi makuphuma ledliso wamunyanya akufuni nokuthi amehlo akhe ahlangane naye
Wawuyekelani umsebenzi sis hawu. Okokudlisa Rhona kukhona abantu abangadliswa
Yoh this guy is genuine😢
Usuyamfuna ke😅
Kulikhuni ukuba yindoda
Strueee🤞🏿🤞🏿
🙆♂️Haaa ubuyela kyen fut.nom kusasebnza lona idliso hlamp after ukphalaza uzomnyamnya fut
Ukujwayela imithi into embi cc ukube ubengakushayanga ngabe awukho lapho ubusazo mdonsa ngekhala umntano muntu idliso laphenduka iscitho I hope uthole isfundo
Uzoku nyanya more sis beku mele wenze something muse kumuntu amphalazise kube ngathi kumele nje aphalaze
Cc ukhohlakele uzofa ngenxa yedliso😢😢
Kodwa ke awsatsheli usis ukuth aka🎉hlukane nobfebe niyathanda ukscindezela kumele angamqondisi ebheda? Uma emshaya uthandimpela ufuna ahlukane modoti musani🤞🤞
Nenze kahle nangamnika ujuzi losisi uyathakatha.
Kodwa bandla esencenga😢
😂😂😂😂😂😂
Manje yayodwa ingilazi nibabili😂
Niyayazi yokuthi umuntu weimarane akabekwa isandla but yokuthi indoda ayifakwa udliso aniyiphathi leyo coz kmele kugileke amadoda ...😢
Cha ucc nje omenzile ukuthi amushaye ngokuthi amudlise yeka n ukudlisa amadoda
Guy is still under the spell. She is still in control😂
😂😂😂😂😂😂 lisasebenza leli dliso. Lijulile nalo eyyy
Kodwa cc ngicabanga ukuthi ufunde lukhulu ngenxa yabangani ngathi ubhuti angakuxolela futhi ancegakale
ngyabonga ukuthi wakushayela yiledliso ukushaye kancane😂😂😂
Cha ngingamane ngife kunokuncenga umfana eseke wangibeka isandla.
Usumdlisile futh?
Umunto makuthiwa unodlebe kushiwo umuntu ozwayo noma nikhuluphelaphansi sakuhleba noma nikhulumela kude kuthiwa unodlebe loyomuntu...umangabe ufuna umuntu alalele uyaye uthi ngicela ungiphe indlebe hhayi udlebe sisi uStufuza
Ufuna love back lo not ukukhuphisaa
idliso😂😂