SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulalisa indoda yengane yami | S1 - EP62
Vložit
- čas přidán 4. 03. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo - Zábava
One thing this show show has taught me is that women are beyond evil, they are unmatched bro
Lol, i knew that before this show
Eyyii zifa ngamvunye mtanami nawe usho okusenhliziyweni yakho futhi kufanele ucabange kanjalo angikaze ngisizwe isihluku esinje selokhu ngazalwa 😭😭😭😭😭💔💔💔💔
That's true mf2
Ayyy mfana neencwadi ezingcwele ziyasho hayi banzima
Bm. L
When she said "u Sbu wami" 😢😢😢. ❤❤❤
Awukholwa mah ngoba ngabe waya emtwini wenza ukuthi intokazi imnyanye lomfana nokuthi umbulale
Aish 😢😢, bomama bomthandazo 🤮🚮
WeStufuza, sesicela kube namaphoyisa kule-show ngikhulumela bonke ababukeli, kuzoba mnandi kakhulu
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😅😅😅
Bazoyeka ukuza bezokhipha izimfihlo if sekuzoba namaphoyisa 😂😂😂
As 4 amapoyisa😂😂😂
This woman was supposed to confess to both the daughter & Sbu's mother.She's really evil,it's not like Sbu has ever abused her daughter
Vele
Ey uyobona mhla ungumzali, mina ngyamuzwa umama noma ngingeke ngimncome
Stay away from church people they r very crue😢😢😢rather be close to drunkard
Hayi Stufuza uyabheda nje nawe manje...ukubulala insane yomunye umuntu ubese uthi ubezivikela..angikholwa loko kuphuma emazwini akho...nithini ngabazali bakaSbu ngenxa yothando yindlela enjani yokuzivikela..umbhedo nje ibihlungu lento makaboshwe lomama..nathi siyabathanda abantwana bethu kodwa hayi ukuze kuphume umphefumulo..ngibuhlungu sengathi ngizaluzonda lohlelo lwakho ntombazana..uvumela nento embittered kangaka uyabheda impela
True
Abantu abavele bayeke ukuya emasontweni 😮
Awuyisho uyiphinde leyo mtaka baba.
ayiii lomama uzibiza nge kgolwa yooo akuvalwe wona amasonto ngoba enengi lemgulukudu lichasha esontweni
Ewu iyangthusa leyesonto😢 ushumayela akhale ngapha ubulele
Wemama yeka ukukholwa ukhohlakele mina bengingeke ngikuxolele ubulale umuntu ngenxa yami mina uwumawami ngingahambela kude kunami unenhliziyo embi okusho naleyondoda mangase axabane nayo ndodakazi kube kubi ungayibulala awuthembekile uyisilwane kwakungfnele umubulale kwakufalnele wenze ngenye indlela yokubahlukanisa awunawo nembeza uyisilwane soqobo
Ngvumelana nawe 100%
We need part 2 when this cruel woman call Sbu's mother!
Ttrue
Yes
This mom has helped to clean udodi.
I understand what she has gone through.
Myself, I used to pay I rent for intombi yam in nelspruit the girl was in college.... The boy friend was a nyaupe boy, eating my money aze alovise nengani yam eskoleni..
Baskema nogogo ekhaya.
I don't blame lomama
Lo mama uyingozi ebandleni nase mphakathini😮
The Most Brave Terminator...🙈
😅😅😅😅😅😅😅😅 uyingozi impela😂😂😂
Wawungafuni ngani ischitho kunokumbulala pho
Ngabe ufah nayo lemfihlo mama ngoba ubolile nejele likfanele uysikhohlala nobabili nalo mzalo wakho ningabulala umuntu ngokthandana nengane njena ekbeni bebeythandanela
Ngamxoleli ubolile lomama aww yaz wangidina niyathanda ukhethela ingane abafana angaz noma nongo Nkulunkulu yn nikwaz ukbona umuntu ongenalo iksasa
Uyandoyikisa lo mama.yhooo ipilisi .
Wena mama ukhuluma ngezinto zenkonzo kodwa ugcwele usathane
Yazi nhampela,uze ukhipha umphefumulo.kumzali kubuhlungu noma ngabe iyisigebengu ingane yakhe.ingane isizohlukana nalo osesontweni ngoba umfana uzomlahla ngenxa yomzali
Lomama kant unjan ufunq ingane ijole nomuntu othandwa wuyena😢😢😢
Ngabe umqoma yena lomfana wase sontwen
Ay omama bezikhathi zokugcinaa ukhethela ingan yakhe ukudli yehlisele bani iphent mxm
Kodwa mama ukuncolakwakho kufaka abanye enkingeni ulifakelani igama lamzalawakho ukhipha imfihlo zabanye engabe uveza okwakho ulungisa inkinga kodwa ukhandezinye uzothini umzalawakho esebukalokhu naye ubeyobanjwa ngokake
Usatane uqobo lwakhe lomama kodwa uthi uyaSonta usontani yona enehliziyo yokubulala
Lomama wenza ungathembi abantu abangena isonto
Hayi mama umdaka kakhulu
Haike mama ayisekho imfihlo la usuzokhipha no mzala wakhoke niye ejele naye
😂😂😂😂
She's evil lo mama hayibo💔💔💔💔😭😭😭😭
Waze wanginyanyisa lo mama 💔😭 Sengathi ingangamuxolela le ngane. Kanti akaboshiswa ngani lo mama ngoba ubulale ingane yomunye umfazi, omunye umfazi uyakhala ngengane yakhe 💔
Eish 😢😢😢😢😢😢
Usixhwali sika mama why engabulalanga lentombazana yakhe angit ufuna bahlukane why engabulalanga owakhe
Ngicela amaphoyisa alazi loludaba 😢 lomama nomzala wakhe bayinkinga emphakathini
Yebo kunjalo lomama uyinja shame😢
Ukwenza izinto nabafazi kuyinkinga usumkhiphelani mnj umzala ay
😂😂😂😂
Nam uyangimangaza
Ai Mzalwane angikujaji Sfiso kuhle ngezingane zethu ngiwumama nam ,kodwa mhlambe kwakfanele ukuxoxa Noma inomunye ngoba manje igama selithi nje ungumbulali ,ngyakbongela kuthi uyivume lento kuseneskhathi
Haai Njoko asifani singomama 🤣🤣
Bayophelela ejele no mzala wakhe 😂😂😂😂
Amakholwa pho mama bekungcono uhlale le fihlo yakho mama
Mh kwaze kwanzima ukuba umzali ,ubona i future yengane ishabalala ngenxa kaskhotheni ,okungasho ke nokho ukuth kwakmele ambulale ,mhlambe kwakmele ake ayise ingane yakhe ezihlobeni ukuze bangabonani
Sonke sisazofonelwa zihlobo zethu zegazi zixolise kithi kulolu hlelo 🤞🤞🤞
Ungasho uliphinde... Mina senginazo nezimpendulo mhla ngifonelwa😂😂
😀😂😂😂
@@hlonphilemncwabe7844 Nami ngiyovele ngixole kodwa same time 🤣🤣🤣
Aaaii khona Kuya lapho
Ungumbulali ongananembeza lomama isigebengu makaboshwe nomalume wakheloyo😮😮😮😮😭😭
Mama ungazibali kwabakholwayo waze wangizwisa ubuhlungu ngumuntu wesifazane ozele ingane. Yazi izinyembezi zigcwele amehlo ngokubona uwusathane nje uqobo lwakhe angifuni ukungasho.
why is this woman not in jail she has no regrets at all
Ungathanda wena umntanakho ejola nephara
4444a@@ntombenhlemanaka898
Am going to open case on her
You right she must be jailed
@@ntombenhlemanaka898dßh2hjsjhgsjkhh hi hhdslhkaqljjjjssbxowàlaaódaue
Mbophiseni lomama stufuza please
Nomzala akaboshwe
@@thulipizozo4368 lowo makabulawe
Lomama Kade ayebulalisa Abantu uyamuzwa nje ngisho ekhuluma ukuthi uyijwayele.
Lomama akangalinge nje aliphathe igama lokukholwa ngoba umhedeniLeviticus 19:29
King James Version
29 Do not prostitute thy daughter, to cause her to be a whore; lest the land fall to whoredom, and the land become full of wickedness.
Akaye nakubo kaSbu lomama ayibatshela ukuthi uye umbulali
Hawu kodwa mama ngabe awumbulalanga kodwa uyakholwa likufundisani iBhayi heli ngokubulala umuntu ka Jehovah indawo yakho yisiHogo
Kube wabafaka ischitho atleast
Ngihlala ngisho ngithi abantu abasontayo babolile bacashe ngesonto uwusathane wena mama sisi stufuza lendaba sicela uyidlulisele emaphoyiseni aboshwe lomama nomzala wakhe kwakumele abulale ingane yakhe labantu bashelana baqomana ubolile skhohlakali sommfazi
Hamba uye kumaka Sbu uyoconfesa nakuyena akwanele yafa ingane yakhe akamazi umbulali ukuthi wuwe isonto akuyona indawo yokucasha phelelisa ukukholwa kwakho wena 😢😢
😮😮😮wow
Awuuuu mama kant wenz into ebhlungu kangaka😢😢cha waba neshluku mah a angfun kukukhohlisa..ai mama uzele nawe wenz into ebhlungu kangaka awsacabangel nomama ozala lengan
Yey ngoba omama isilwane, ngadlula esimeni esifanayo. Mina owami umzali wathengela mina umuntu ukuthi angisabise.
Gcono akabulalanga muntu nkosiyam
Before I watch the show I first like the video always.❤
You are a blessing Londi.
Stufuza intokazi ezalwa uMamkhize ❤
Hayini Bethuna Lomama ukhohlàkele 😮
Ukhohlakele wena mama mele umkhiphe lomzala wakho oyinkabi ngoba nje banengi abantu asebabulele stufuza mele ube lengalo yomthetho kuze abantu abafana lalaba bejeze
Udingukboshwa lo
Congratulations you made it, I really enjoyed traveling with you and crew. Much love from South Africa
I am asking parents 2 pray 4 their kidz relationships, if u don't like boyfriend or girlfriend better talk 2 God rather than doing things that r going 2 haunt u at the end of the day, anything is possible with God, God is good all the time
I know the situation it happened to me, I did find inkabi kodwa ngelanga lokuyikhokhela, I could not carry on with the plan, my daughter learned drugs because of that boy,she left school, she stole a lot from me, she hit and stabbed me, I nearly died. She sold her four year old son for sex in exchange for drugs, police never did anything about it. We live in fear me and other daughter who is now 17 because though she's not living with us,we don't know where she lives. She comes around with lots of men and brake all house window, sometimes I would be driving and she would stone my car, she's 24years now and has been doing this since she's 18. Please don't judge this woman let God judge her accordingly.
Asikhulekele abantwana bethu siyeke ukuxheka abanye izngane zethu mezibheda lezngane ziwothathekile akekho muntu odliswa amadrugs engafuni engathunjiwe.
😭😭😭
Phephisa cc kunzima kakhulu ukuba ngumzala whether uzele umfana or ntombazana we need to pray for our kids uyasilwa usatana kunzima😢😢
Uqinisile we cc umama wami wayengathunjwanga,wazikhethela futhi ngingafihli lutho,ngifundisa ngocansi, ngifundisa ukuziphatha, nobuhle bokugcina ubuntombi, ngifundisa ngabangani abahle nababi,kodwa wakweqa lonke lokho.
Bengimuteketisa ngithi "mama"
Kwangathi akaysoli nje ngesenzo sakhe umama pho🥺
Yazi baningi abantu ababulawayo ngeyndlela ezingaqondakali ngempela and basazoba baningi abantu abasazovela kule show bezoxolisa bezophumela obala
Uqinisile lona othi mele kube khona amaphoyisa lana kule show😢😢😢😢
I always pray kumdali kutsi wami umntfwana ngingamkhetseli nje indvodza cos newami mom azange angikhetsele ngatikhetsela mine,so dis woman utsi uyakholwa,ukholwa kanjani ungumbulali.
Waze wa traumatised u Stufuza shem
inkinga yabazali abafuni kuyeka izingane zifunde emaphutheni abo....most ifuna kulungisa amaphutha abo ngabantwana babo😢
Waze wa evil kdw Mah😳😭💔🙆♂️
Ai injanje lomama yoooo and she doesn't even regret.
Umaa uxolisa emtwini orongi kufanele ngabe uxolisa kumama kaSbue 💔💔
If this evil woman will not get arrested i will was my hand 😢😢what a cruel n selfish woman 😢
...minus one mdlwembe!what the problem!
Izingane mama zifunda ngawo amaphutha, sonke siyakwazi lokho sidlulile ebusheni. Akekho umuntu ongenaso isono, uma singakwazi lokho ngabe singabaqambimanga. Indlela yomuntu uma esakhula ihamba lapho kudwebe khona uNkulunkulu ngoba kuhamba kuhambe ngokukhula avuleke amehlo abone ukuthi lendlela ahamba ngayo ayiyinhle neze. Kodwa wena mama wabulala ingane yomunye umama wenza unya olusabekayo. Into embi kakhulu ukuthi ungumama okholwayo kodwa weqile indlela kaNkulunkulu wabulala umuntu. Lento owayenza mama yimbi kakhulu iyisono kuNkulunkulu esibhubhisayo. Nami angazi ukuthi ngizothini ngoba izwi leNkosi uyalazi *HEBERU 6:4-6* Lokhu kubuhlungu kakhulu ukuthi wenza ukuthi umfana abulawe esemncane angalitholanga ithuba lokuthi akhule naye avuleke amehlo. Hamba uye eNkosini uJesu Ogcotshiweyo uzobona ukuthi wenzenjani ngawe kulenkinga. Ziyise wena uthulule kuye ngezinyembezi. Umama womfana naye uzogcina ezwile ukuthi umfana wakhe wafa ngesandla sakho, uzihlambulule nakuyena, ucele akuthethelele, noma kuzoba buhlungu kakhulu kuyena. Sengathi nendodakazi yakho ingakuthethelela nayo ubudlelwano benu buphinde bube buhle. Sibonga uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo onamandla okwenza abantu bazidalule bona imisebenzi emibi abayenziswa usathane. Amen
Ayi ngiyamsaba lomama 😢😮
Akubizwe amaphoyisa blaqlife
Cabangake umzala wakho zovala mlomo njengoba usishilo kuthi umsebenzi wakho Rest in skhohlakali somfazi qinisiwe igazi lomuntu liyakhuluma zikhiphe zonke vovoliuakhipha💔
😂😂😂elika vovoliyakhipha nje
@@user-zd8uz7mm1k yangidina nangu ngazi Noma engabe kwakuyiphara aze ayibulale ngane yomfazi ngcono Kube yabulawa ubphara Bayo🤞🥺
The subbies are popping please😃🤌🏾 road to 160k💃🏽💃🏽💃🏽
Hey notification gaaaaang💅🏾
Mmm omama ungumbulali nje mama wawungayzama enye indlela yokbahlukanisa 😢 wambulalisa pho
If eya kwisame university nomzalwana kwakuyiyo ezobahlukanisa.
Manje we Mama uyanqena yini uku Sala usufonela nomaka Sbuh....... hauuuuu jehova ngoma Bura Rest in Peace ba4.
ABAZALI BEYINSUKU ZOKUGCINA 😢😮
hawu😂
Ay I fillim inkosi impela awu ngokhlulwa ukgada ingan yakho ubulala omunye umtwana meyngaphinde ijole nomunye ay lofuna ajole naye uyokwenzanjn
Please assist this woman to go the police station there's no such thing telling the truth,she and mzala must rot in jail
Aphi amaphoyisa
😂
Ubolile mama 💔
Mother even if yo dota loves u, to kill is another thing it's evil, let's not destroy our kidz bcoz we've got power, please let's just trust God and pray
Yhe bethuna lo mama uthetha ngathi uthetha nge silwanyana. Yhooh zange ndaxakwa.
Akekho umzali ongavuma kuthi ngane yakhe ithandane noskhotheni...ngimile nje ngalelo seningalhulumake majaji
Elokbulala lona uthin ngalo lomama wabarong kakhulu kwakfanele ahlalephansi nendodakaz yakhe ayitshele kuth mtanam lomuntu othandananaye angimthand unguskhothen wena ufanelwe umuntu oryt uzomthola umuntu oryt myekele lo umuntu okanje kungenzeka u 1 no 2 no 3 empilwen yakho myeke bese ingane izithathelayona isnqumo kuthi yenzenjan akulunganga ukbulala
Kazi wena okhuluma kanjena ikusasa uyalazi yini?
🤞
Wakhulumisa komuntu ongenanqondo kuyakhulunywa nezingane ukuthi nje azizwa
Ukbulala cha kodwa ngeke ngempela uthande indodakazi yakho thandane ne phara noma umfana wakho athandane nesfebe sendawo ngaphandle mawngasile nawe uwu doti lwabishi
Aibo lomama uwu Nkulunkulu futhi uthi ubengeke aphile afike ku25!
I relief enkulu ozoyithola ukuya kumakaSbu uyomazisa, bese uzinikela emaphoyiseni uyojeza ngesenzo sakho...umalume uma engakaqedi ngawe😢😢😮
eyi,kodwa lomama Naba unjani umuntu uwukho umqomo wakulahla umuntu yhooo unesibindi wemama oyini yobuhlungulendaba sizajehova
Yooh yooh umama waze wanonya impela
Waze wakhohlakala lomama 🙆
Amakholwa ngiyawesaba enza izinto ezikushiya ubambe ongezansi omama ai Nkulunkulu uyazi ngezimpisi ezimbethe iskhumba semvu
Ohhh my goodness,this woman🙄🙄🙄🙄🤭
I m speechless🤦♀️
😮😮😮 aiiibo lo mama uze ubulala ingane yomunye umfazi ngoba ijola ne ngane yakhe😢 use umfunele enye indoda aiii bandla angiku judge mama ukt kubuhlungu within sonke esinezingane zabafana😢😢😢
Why engatsheli umndeni womfana mayekholwa ngoba uyathandaza
Angikusoli mama wabantu.
She must tell Sbu's mother too and his entire family. What a heartless woman and her cousin. She invited the poor guy and cooked for him pretending to like him while she already planned evil against him
NoSbu wenziwa ubungane njeee wazi kahle ukuthi umuntu akakaze akthande jikijiki useyakphekela uyadla impela elokufa alitsheli 😭😭😭😭😭
Kdw xa kuthethwayo apha emnyango, akhomntu ubonwa ngenkohlakalo nje nge ndoda, kulityalwa umfazi okwazi ukubulala umkhwenyana wakhe ophule intliziyo yentombi yakhe yokugqibela,xa egqiba ave athi ubesenzela esiyasitshumani somfana acawa naso, ongazi uba ingaba yintoni na enye ayifihlayo nayifihlayo ayenza nale nkwenkwe enguno bhayibhile ,,ey wambulala umntwana umzele,, kanti esisithethe sithi umfazi uyamzalela omnye umfazi sithini kuwe,,wacinga okomntwana onenyanga nje ezimbini ezelwe hayi mna ndiyakoyika,,futhi ubukrestu buyingxaki uba bunje....
Jyoooo!😮
Ingane yayiqonyiswe I ado nje yayisazo phuma kumfana noma kwakuzoba nzima sasingekho isdingo sokubulala yizwa nje wawuplane kanjani vele wawumbulala yoo kunzima but ukubulala Cha ngeke mama ngabe wabulala eyakho ingane mubona iyakuhlula mele uboshwe akufani nawe kholwa
This woman is looking a good life girl 🤔
Ngathi angikbulala umzala... Nawe ngoba usukhuluma nje... 'uyeke nokyesontweni
This ma is even proud xem 😅
This woman is literally confessing to murder 😮
Yeyeni😢
Ziyenzeka la ngaphandle ukubulala muntu sekwaba into elula kanje ngisho emakholweni
Isotsha lifela musebenzin walo gud wen Aunty 🎉🥳
Wow ukubulala pho 😮
Gr8 advice StufGirl 13:25
ngi ya buka njalo ku la ma shows, uStufuuzah uhlezi a shiselwa, Stuuuu faka iFAN PLEASE😅
ukhohlakele mama ikhathi ziyashintsha hlawmbe babesazohlukana babebancane
😭😭😭😭😭😭😭cha unesono wemama
Lo mama u dinga nje u ku jeza kabu hlungu ngoba la si khuluma nge ngane yo munye u mama la u bunja nje lobu abenza lesi khohlakali Se salukazi kwa ngathi a nga mlandela nge ndlela e dabukisayo a hlepuke e ma phakathini a nqunywe I khanda 🤬🤬
Mina ngisakulalela ,noma ngabe wayenjan umfana sasingekho isidingo sokumbulala,mina akaza Ngibe nengane ekanjalo kwami but if ngizwa umuntu wesifazane ebulala ingane kwavele kwavuka inhlungu nami ngabulalelwa ingane yami ingenacala ufanele ukubolela ejele wena💔💔💔💔😭
Hau🙆Waze wonakala nangu umama!Aishame 😢ukhohlakele Noma unga-confesa
yhoo kunzima....is the any chances these evil people to be arrested and charged...
This is serious offense you guy's need to call police to investigate.
Cha! Lana Stufuza ngincoma wena kuloludaba yaz wameseka umama wama naye Danky. Yebo yena imbi into ayenza but cha kwakumele evikele umntwana wakhe
Atleast ukhona omzwayo uStufuza
Lomama should apologize to SBU 's family no matter how she undermined the family and killed their son as if a dog has died or sh8die and the curse will fall on her household either way or two,she still doesn't have peace and she will never until she do the right thing
Sorry my stufuza I see you are emotional
Athi sorry my stufuza 😂😂😂😂😂😂
Waze wane sibindi umfazi 🙌🙌🙌
Mxm lomama.Unentliziyo embi lomama .uyasonta kodwa ukwazi ukubulala kanje.ungumama uzele kodwa ukwazi ukubulala umntana womunye umfazi.kahle kahle akaphilile lomama .
Ukhohlakele Noma ingabe yam Noma ingabaliphara yeyam hambobolela ejele wena nomzala wako nisile
Noma wayebona umah wakhe kodwa kwakungasho ukuthi mbulale
Why angamtshelanga umdeni walomfo so that nawo uzofumana I closure 😢😢