amaphupho asho ukuthakathwa kuwe

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 16. 05. 2022
  • wazikanjani ukuthi kunabakugadlayo na?

Komentáře • 141

  • @khethiwekhabule-dw1fh
    @khethiwekhabule-dw1fh Před měsícem

    Sibonge MABHOTHO nalokhu uzihambela kuqhamuka ingane ikuphonse ngetse kusuke kungelona iphupho❤❤❤❤❤❤❤

  • @familylegacytradingandproj6788

    So far you're the BEST ... Siyabonga sisi...

  • @NokubongaMngadi-lz2rs
    @NokubongaMngadi-lz2rs Před 10 měsíci

    Sawubona hle. Ngcela ungichazel leli phupho. Ngphuphe ngaty mamezal sebenzisa ikhandlel elibovu nelimhlophe nempepho engaty ngikuthola endilin yakhe. Kusho ukutyn

  • @WamampelaMusicProductions

    Thokoza Gogo, you are so good Gogo......Amadlozi akubusise.

  • @PhindileAnnah-pv5yx
    @PhindileAnnah-pv5yx Před rokem

    Sawubona Hle siyabonga ngezincazelo ukhule njalo dadewethu God bless you ungadinwa yithi

  • @hlengiwemhlophe2212
    @hlengiwemhlophe2212 Před rokem

    Syabonga okuchazayo ngivama ukuqondana nokwenzeka Kimi, ngiyithola kanjani ino. Yakho ukuze ngixhumane ngomlomo nawe ngyazcelela bandla, Kuningi osethe mawchaza keangilungela 🙏🙏🙏

  • @noncedosiyo66
    @noncedosiyo66 Před 2 lety

    Syabonga gogo you are the best

  • @mbusombatha8604
    @mbusombatha8604 Před 2 lety +3

    I like ur natural buaty...u are a true african

  • @winniemoeketsi8302
    @winniemoeketsi8302 Před rokem +1

    Tnx my sister god bless you amen 🙏

  • @carolmabena3809
    @carolmabena3809 Před rokem

    Siyabonga gogo kakhulu ngiyaphupha kakhulu abomndeni nabo makhelwane

  • @londiwendaba9184
    @londiwendaba9184 Před rokem

    Siyabonga cc

  • @nkosikhonainnocent398
    @nkosikhonainnocent398 Před 2 lety

    Syabonga cc ngosizo lwamahhala syabonga

  • @DollyMarx-uw7jm
    @DollyMarx-uw7jm Před rokem

    Thokoza Gogo, ngicamuka Eswatini.. Ngicela kubuta ngibhudza ngishaywa izulu ngawa phansi ngaphuma igazi... Nangiphaphama ngithola kunephungane emcamelweni engingayazi ifike kanjani ngoba kumakhaza phinde anginazo nje nhlobo laphe ndlini... Isimo esi nje sithiwani...

  • @familylegacytradingandproj6788

    Siyabonga waze wachaza kahle sisi👏👏👏Thokoza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngyabonga

    • @sandilezindela6636
      @sandilezindela6636 Před 2 lety

      Mina ngumuntu wesilisa kodwa ngike ngiphuphe ngilele nomuntu wesilisa I njengokulalwa nowesifazane ngabe kusho ukuthini?

  • @thulileeunicekhumalo5636

    Ngyabingelela dadewethu ngiphuphe indoda yomlungu iphethe ummese ufuna ukungigwsza kodwa ngaphunyula ngabaleka ngasinda kanjalo ngabe kuchazani

  • @thulimagugu3251
    @thulimagugu3251 Před 2 lety +6

    How do we contact you

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 2 lety +3

    Cha uyachaza MaMbotho siyabonga kakhulu. Uchaza kahle into ecacule uqhubeke njalo ungapheli amandla we will support your channel, I came across it today but I like.

  • @user-nr1vg6gp1h
    @user-nr1vg6gp1h Před 5 měsíci

    Siyabonga❤

  • @sthembisomthembu6456
    @sthembisomthembu6456 Před rokem

    Ay kucaca bha mawchaza syabonga

  • @mzomuhlenjabulo6081
    @mzomuhlenjabulo6081 Před rokem

    Siyabonga gogo

  • @NkanyisoNgcobo-cl7du
    @NkanyisoNgcobo-cl7du Před 29 dny

    Muphupha isikhwama Sakho sisha sishunqa

  • @tholangkgutso2028
    @tholangkgutso2028 Před rokem +1

    Mina bengiphupha kakhulu.Manje ngikhohlwa namaphupho ngenxa yalelophupho lokulala nomuntu wesilisa.Uma ngiyabemuntwini ,ngathi ngenxa worse.Ngicela usizo,akusavumi ngiye ngisho emtwini.Ngibonge.

  • @SiphokaziSifuba-vi5gn
    @SiphokaziSifuba-vi5gn Před 5 měsíci +1

    Uma uphupha inyoka enkulukazi phezu kwengwaba

  • @ncamsilendlovu-dl3zd
    @ncamsilendlovu-dl3zd Před rokem

    Siyabonga unkulunkulu akugcine siyasizakala impela

  • @mhlahlozipricilla933
    @mhlahlozipricilla933 Před 2 lety

    Mamma ngi ya bonga ukulalela uku sazela amphupho. Ngi cela uku khuluma nawe Mina ngi no zinto ezinengi engizibonayo

  • @mqondisi3759
    @mqondisi3759 Před rokem +1

    ❤Mbotho❤

  • @nkosingiphilenkosi-mc3ex

    Aqsiyabonga CV ukubakhiona kwakho nencazelo yamaphipguo sisazofunda okuningi

  • @tholangkgutso2028
    @tholangkgutso2028 Před rokem

    Ngiyabonga ukuvulwa amehlo.Usebenza umnsebenzi omkhulu empilweni zethu.UJehova neDlozi bakuphe amandla.nathi kukhanye kithi.

  • @DupreezeDlamini
    @DupreezeDlamini Před 2 měsíci

    Thokoza gogo Uma kuthiwa uyThakatha but ungathakathi yenziwa yini

  • @user-cv8hr4yq3x
    @user-cv8hr4yq3x Před 5 měsíci

    Bazama ngazo zonke indlela abe anc davil is aliar up mk

  • @virginiasangcozi5874
    @virginiasangcozi5874 Před 2 lety

    Sawubona mama uma uphupha uhamba ube ungumuntu oya ehospital vele uyagula,uhlangane nabantu behamba nenja,lenja ikubambe ngathi iyakuluma ,uvele ume iyeke xa uqala ususa unyawo uhamba ikubambe futhi,inja yakhona iyeyesilisa iwhite nd grey uboya bayo,enkosi sengizolalela kuwe

  • @GabisileKhuzwayo
    @GabisileKhuzwayo Před rokem +1

    Hi sicela inumber yocingo

  • @temalangenizandiledlamini9914

    Helow mama ngicela inchazelo ngiphuphe umthakathi afutha ngabona imithi ekhungelwe eshlahleni wabese sotsi lomtsakqtsi uyngitsandza

  • @cawekazinomah1993
    @cawekazinomah1993 Před rokem

    Hai cc ngaxhumana kanjani nawe

  • @nkululekomasimini465
    @nkululekomasimini465 Před 2 lety

    Gogo ngibenephupho ngephupha ngisemathunene but what shocked me ngibengiphethe ithusi but ngiligubhela ngasethunene kucazani lokho

  • @DoctorMadloba-uc8jg
    @DoctorMadloba-uc8jg Před rokem

    Sanibonani ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha usebenza kodwa ungasebenzi and lephupho libuya njalo kusho ukuthini gogo

  • @ntombizodwantozakhe1742
    @ntombizodwantozakhe1742 Před rokem +1

    Sawubona ccphila Mina ngiyaphila ngicela ukubuza Uma uphupha uhamba phezu kwamalahle abomvu kodwa angishi ngiwaqelisa ngezinyawo emzini wesitha sami khona into yami bengifuna manje bathing bangvimba ngalomlilo ngadlula maqede ngathi mangigcobe ivimbela phansi kwezinyawo ngaphaphama ngangcoba ngayo ngempela emuva kwalokho kwalokhu kuqhuma endlini ngathi khona okubalekayo

  • @user-qh1vf7wz3v
    @user-qh1vf7wz3v Před 4 měsíci

    Enkosi cc

  • @user-vf7sb8bi1q
    @user-vf7sb8bi1q Před 10 měsíci

    Ukuphupha izinja kodwa zingakulumi mapitbull kodwa eyodwa ukuqindezela phansi isandla

  • @lindokuhledube3971
    @lindokuhledube3971 Před rokem

    Sawubona
    Ngicela ukubuza uma uphupha nidubulana nabantu uwedwa ngapha bebaningi ngapheshe ubaleke ungene etshanini obungathi buyincema or umhlanga uxongxe odakeni begcine bengakudubulanga leli phupho kusuka ngo April kuze kube imanje ngiyaliphupha kabili esontweni

  • @nomcebogoodness5228
    @nomcebogoodness5228 Před rokem

    Ngiyabo mamseleku ngencazelo yakho mina ngaphupha kuqhuma ukrikhet uqhamuka ewindini nangaphakathi beqhuma medubula bebhekise kulaba abaqhmuka ngewindi angazanga ukuthi lalichazani kodwa sengiyi tholile incazelo ngiyabonga

  • @luyolonxelewa4905
    @luyolonxelewa4905 Před 2 lety

    Sawbona gogo ndingu nokuphumla mima ngi phuphe ndibeke inyawo phezu kwesikhumba se leopards

  • @ncebamadiba2573
    @ncebamadiba2573 Před rokem

    Ngikulungisa kanjan lokho dadewethu omuhle

  • @bonanisikhosana
    @bonanisikhosana Před 2 lety

    Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi kutshoni ukuphupha usilwa nenkomo ezimbala emnyama nemhlophe

  • @NokwaziMkhize-eh5sj
    @NokwaziMkhize-eh5sj Před rokem

    Gogo njani if uphupha sehlathini kuqhamuke belungu bakhiphe zibhamu bathatha yonke into kuchazan ..kumina no boyfriend then laphela

  • @nomathembamkhulisi1344

    Thank you

  • @bhekincube4380
    @bhekincube4380 Před rokem

    Thokoza gogo ncela ukubuza ukuthi ngabe kushoni ukuphupha usakha ngabe indlu noma iflet

  • @nokwaziwinnie7413
    @nokwaziwinnie7413 Před rokem

    Ukuphupha umuntu obesejele esephumile kuchazani

  • @hlumisabadela9373
    @hlumisabadela9373 Před 2 lety

    Thokoza gogo mawuphupha usemotweni yomsebenzi iqolwa uphakathi mawufuna uphuma ukhonjwe ngesbhamu ngulomuntu usirobhayo ndothuke ingabe lithetha ukuthini gogo

  • @SimlindileVeveza
    @SimlindileVeveza Před 4 měsíci

    Kwenziwa yintoni uma uphupha intombi yakho ishona

  • @sontomthembu329
    @sontomthembu329 Před 2 lety

    Sawubona maMbotho siyabonga ngezincazelo zakho zamaphupho kodwa ngicela ikubuza uma ubaleka ngoba ufunwa ngamasotsha hayi amaphoyisa kodwa amasotsha ebala elimhlophe

  • @jabulileshongwe3599
    @jabulileshongwe3599 Před 2 lety

    Sawubona gogo ngishonelwe umnyeni wami ngsengagezi ngiphuphe abantu engiingabazi bengijikijela ngematje kepha naviika bangangishayii.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      lokho kusho ukuthi kukhona ababekugadla ngemithi kodwa bahluleka ngoba wakuvikela unkulunkulu nedlozi lakho

  • @ntombozukontombozuko3971

    Ngisacela ubuza cc uma usho isipikili usho ukuthini yini ispikili ngelinye igama

  • @pemdletshe2332
    @pemdletshe2332 Před rokem

    Kuchazani ukubona umuntu omaziyo ekukhombe ngezibhamu

  • @mkhwanazithabiso40
    @mkhwanazithabiso40 Před 2 lety

    Yazi mama ngiphuphe bengidubule ikhanda, ngazizwa ngifudumala ekhanda, kwehla ingazi kodwa ezange ngiwe. Ngaphupha futhi feeling dizzy ngazi thola ngingena endlini yomuntu ofike wangidubula esandleni, ngingasa Khali kodwa bengilwa nayi lo baba...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      sori mfethu leliphupho liveza into embi ehlelwa obaziyo hhayi ukuthi uzodutshulwa ngempela kodwa basho ukushawa ngento ezoba ujuqu ngaba izulu noma ukuphathwa yikhanda isikhashana kodwa ngoba ubulwa uzomhlula vele ,vele usubahlulile ngoba usuyazi ngeke besaphumelela ingakho abakini bebekutshengisa amaqhinga amabi ezitha engikwaziyo umuntu akathakathwa umthakathi ohlala phesheya kwezilwandle kuba ilo okubona nsuku zonke uzizamela mase kuvuka umona

    • @mkhwanazithabiso40
      @mkhwanazithabiso40 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 weehh mama anginaye ngisho umngani Mina, kodwa ngiyabonga mama. 🙏🙏 sengiyabona.

  • @luyolomajova4436
    @luyolomajova4436 Před rokem

    Uyicacisa kakuhle yonke into ndakuthanda Sisi wam

  • @Bongeka-fn6pl
    @Bongeka-fn6pl Před 4 měsíci

    Saubona ndcela ukubuza ukba xa kuvuke kukho izibungu emnyango kusho ukuthini?

  • @mbongeniduze9666
    @mbongeniduze9666 Před 2 lety

    tokoza gogo kuchazani ukuphupha umuntu wesimame oyiisiphiwo, ngibonge usazophendula ave usisiza nkosi ikubusise

  • @BhekizenzoSikhosana
    @BhekizenzoSikhosana Před měsícem

    Uma uphupha isbhamu kodwa usisebenzisa ulwa nezitha zakho, nalokho kusho ukuth uyagadlwa??

  • @mbonenixaba6736
    @mbonenixaba6736 Před 3 měsíci

    Ngicela ukubuza ungangi lungisela yini lapho kuwe esgodlweni sakwa Mbotho?

  • @adamszukile9153
    @adamszukile9153 Před rokem

    Ndicela ukucazelwa ma uphupha imoto iza iqhumisa ithulu ma isondela kuwe ijike in lihashe lifike likunukise lihambeli nyuke igqina libaleka

  • @dakalodeekay2342
    @dakalodeekay2342 Před rokem

    Sawbona ukuphupha ithanga elinezi perede kanye nezinkukhu ezimhlophe ezifaswe ngomuthi omnyama ezinyaweni

  • @thandekahlophe4360
    @thandekahlophe4360 Před 2 lety

    Cc cela kubuta kushoni kubona ibf yam ingishaya ngamatje. Ngiyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunomuntu okusebenzisela izinto ezimbi eziwubuthakakathi ngaleyondlelaqaphela abantu abathize ongabanakile njengoba kwenzeka lokho njengoba kwi bf shukuthi umuntu wesifazane ongamnakile loyo okugadlayo wasebenzisa isithunzi sevbf ukucasha ngaso ukuze ungammboni ukuthi uyena

  • @easy5417
    @easy5417 Před 2 lety +2

    I dreamed about my 3 neighbors, 2 of them threw some stones at me, but those stones didn't hit me, then i threw stones at them, they both fell down, they were wearing red n black clothes, then 1 neighbor next to my house said to them, let me hit her, she then threw stone at me when I looked at where the stone fall, i saw lots of millipedes, but so small (umsongololo) the i woke up

    • @Talkwithjoy88
      @Talkwithjoy88 Před 2 lety +1

      Pray kakhulu... At least it is revealed of the people

    • @easy5417
      @easy5417 Před 2 lety +1

      @@Talkwithjoy88 Thank you so much, i can't stop praying, but they are still fighting, n i don't know why are they doing this to me

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      uqinisile uthandaze ngoba kusho ukuthi unezitha ezikumisekabi zenza okubi kuwe

    • @easy5417
      @easy5417 Před 2 lety +1

      @@hxmbotho3458 thank you so much, i will pray, i always ask God to give me that power to kneel down n pray 🙏

  • @thabisileangelmkhize8915

    Sawbona cc ngisacela ukubuza ngike ngaphupha auntie wasemzini ebamba my fiance ngezandla engcolile khona ephuphweni namthela ngesiwasho wathi uzama ukuzongishaya washawa umbani o blue wangena ekhanda kuye wawa wathi ngeke ngimqede ngaphaphama. Ngisacela ungisize kuchazani

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ukhonjiswa okuthize okungalungile abathize abakwenzayo koda befuna ukuganga umkhonyana wakho ngoba bebona ukuthi uzenzela izinto zakhe yena manje kuvuka umona odala ulaka edlozini lenu ingakho kwehle umbani washaya yena bekuwulaka obelulwa nesitha leso

    • @thabisileangelmkhize8915
      @thabisileangelmkhize8915 Před 2 lety

      Ngiyabonga kakhulu inkosi ikubusise cc

  • @thandomabizela860
    @thandomabizela860 Před 2 lety

    Gogo, mawuphupha kudutshulwa oseduze naye? Kungene isgebengu endlini ebsuku simdubule?

    • @mondliemmanuel3824
      @mondliemmanuel3824 Před 2 lety +1

      Sibonge kakhulu gogo ngabe kusho kuthini ukuphupha udonsa intambo emlomeni iphuma ngaphakathi esiswini uyidonse ingapheli

  • @thandomabizela860
    @thandomabizela860 Před 2 lety

    Gogo, mawuphupha kudutshulwa oseduze naye? Kungene isgebengu endlini ebsuku simdubule?
    I’m posting this 12 days later… ngisalinde impendulo kuwe sengiphinde ngaphupha ngadutshulwa mina ke this time esphongweni, ngavele ngawa same time.😢

  • @mawethukzazini888
    @mawethukzazini888 Před 2 lety

    Molweni ukuzibona uhambaze uze ubonwe ngabantu kutsho ukuthini ube wena uzama ukuzifihla

  • @mcdollard7469
    @mcdollard7469 Před 2 lety

    Ave ngidlaliwe ngabantu guys ndiphele ndihlamba ndifutha ngamanzi olwandle but still ha.a. angiyiboni nje into engiyiphileyayo islwane sidlala ngami bakithi ngisho ngisemncane samething. Now i just feeling like i could just die

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      lalela mfethu ungazifiseli lokho ngoba kuyobe kufezeka inhloso yezitha zakho nginike ino. yakho ngizokutshela ukuthi wenzenjani angikhokhisi lutho mina la kodwa ngizokuchazela efonini mawufuna kodwa ngyabonga

    • @lesegondabeng9974
      @lesegondabeng9974 Před rokem

      ​@@hxmbotho3458 sawubona sisi mami bengicela ukukhuluma nawe ephonini please 🙏

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 Před 2 lety

    Ngaphupha ngihluleka ukulanda izinkomo entabeni sekuhlwa ngithunywe umama wami ecasukile ngazifica zikhuluphele zibomvu imbala,ngagcina sengidikila ngoba zazihlakazeka ngehla ngayekhaya ngloku ngidakhela umama ngabona ugogo esebuya nazo ozala umama ngazathi wayesivakashele ekhaya wabuya nazo Zonke inqwaba zamuzwa ngajabula ngakhululeka isbhaxu asangangidla nhlobo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      usazoba neningi imali ngoba ugogowakho uzkwenzela zibelula izinto kuwe

    • @thokozanizwane6170
      @thokozanizwane6170 Před 2 lety

      Ngyabonga kakhulu Wena wasebukhosini,ngingenzenjani ukuze ngiyivule lenhlanhla ugogo angamukelise Noma anginike Yona?

  • @mkhwanazithabiso40
    @mkhwanazithabiso40 Před 2 lety

    Isilwane mama siyakwazi yini sikwenze uthandeke?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      umthetho waso basenzela ukuthi senze kabi kuhliphizeke izinto kubenesidina

  • @nkosikhonantombela6254

    Ngiwuphuphe namhlanje u cricket engathi uqhunyiswa yimi u 100 shoots. Ligcine seliqhuma ngisho endlini ngazama ukuphimela nalo phandle. Bekukhona omunye obewuqhumisa kodwa angisazi ukuthi ubani kodwa bengimazi ephuphweni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      yebo bewutshengiswa ukuthi ungase kubekhona ongase akwakhele izulu kodwauyomunqoba kodwa nje usho lona nje

  • @sabelongema5355
    @sabelongema5355 Před 2 lety +1

    Ngiyabonga incazelo..mina cela kubuza kuthi kusho kuthini uma uphupha udutshulwa Kodwa uma sewudubulekile ukwazi kuyikhipha inhlamvu emzimben ? Ngaphinda futh ngaphupha umunt ethi uyangidubula Kodwa isibhamu sakhe singenanhlamvu ..kuchaz kuthin lokh?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kunento babekugadla ngayo (izulu)kodwa wayinqoba usizwa idlozi lakho ,baphinda bakuzama yonakala futhi yangenzeka nhlobo njengoba kade befisa

  • @easy5417
    @easy5417 Před 2 lety +1

    Again i dreamed about my partner asking me to visit him at his house, i did, i visited him but in dreams, when I arrived there, he asked me to come to his room, we both go to his room, then i found 3 things looked like big stone, when i came closer, they were not stone, be ku i amakaka

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kunomuntu okuthumela ngesichitho kakhulu koda kumayela nomuntu wakho ukhonjiswa impi obhekene nayo ongayinakile zama ukuqhaphela

    • @easy5417
      @easy5417 Před 2 lety +1

      @@hxmbotho3458 Thokoza Gogo, thanks for the translation 🙏i will try by all means to be careful, i don't trust my partner, i think there is something bad he's doing behind my back

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      mfethu ngicela ukuthi uzame ukuthi uthi ukumubhekisisa kahle umuntu wakho koda ungamkhombisi ukuthi kukhona okusolayo ngoba mangibuka amaphupho akho iningi lawo asho ukufakwa izi chitho nezitha koda kokuningi kuqhamuka ngaye manje ngicela ukuthi uma ungakwazi uthole amanzi akashembe uma ungenankinga uwasebenzise mase uwahlanganisa nawakho ozowathandazela wena mase uchela ngawo endlini olala kuyo nasegcekeni khona kuzovela obala konke lokhu ungaze uzithole ulimala kanti umuntu omaziyo lo wesifazane

    • @easy5417
      @easy5417 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Thokoza Gogo, thanks for the translation, will you pls explain in English from herepls, amanzi akashembe, uchela ngawo endlini nasegcekeni, kuzo vela obala konke lokhu ungaze uzithole ulimala kanti umuntu omaziyo lo wesifazane, i am a Tswana, there n there i can understand your language but some words are so difficult for me to understand their meaning pls Gogo 🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ok iwill do that for you

  • @sphamandlagumbi9525
    @sphamandlagumbi9525 Před 2 lety

    Sawubon gogo min ngiphupha amajuba Kade ngaqal ukuwabona endiza sekuphel iminyak ewu 10 ngiwupha

  • @senzombalane8936
    @senzombalane8936 Před 2 lety

    Sisi uthola ithuba uchaze amaphupho ezinja.

  • @nokwandanoks1054
    @nokwandanoks1054 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngicela ukubuza la esibhamini ngike ngaphupha amagroups aw2 eyasosha neyama photos kungathi kuzosala impi bephethe izibhamu ezinkulu. Kula group kukhona ubaba wezingane zami nabangani bakhe abawu mina kungathi lento ngiyibuka ngihambane zami, lento siyabuka around la sihlala ngakhona zivele ziqhume izibhamu izihlamvu zibheke kumina nezingane kube ngathi mina ngivika izinhlavu ngephepha elimhlophe le exercise. Bese ngizwe izwi elithi balekani nizolimala bese ngiphaphame lapho so manje sengizibuza kuthi ubab wezingane zami ngabe uzongidubula nabangani bakhe or okunye yin?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunomuntuobenicuphela izulu efuna ukunishaya ngalo

    • @nokwandanoks1054
      @nokwandanoks1054 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458
      Ok Gogo bt naye bab wezingane bedubula?🤔

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ubukhonjiswa into ehlelwa abantu abathize abafuna ukyenza kunina kodwa ngoba bekukhona amasosha bekuyidlozi lakini lelo lilwa nazo lezo zitha ebezonihlasela ngezulu

  • @NozitobeSambo
    @NozitobeSambo Před 2 lety

    Sawubona cc kusho ukuthini uphupha umuntu ekinika umlotha womuntu oshonile

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kwakuno muntu wayenolako noma wenziwe waba nolaka kunina ukuthi selwehlile ulaka entweni wayengayazi ukuthi yenzeka kanjani manje useyazi ukuthi kwakwenziwa yini lokho ,shukuthi use thole uqiniso ngawe elivele la mehlisa ikudinwa lisho njalo iphupho .

    • @NozitobeSambo
      @NozitobeSambo Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Ngibonge kakhulu cc.thokoza

  • @yalezwasharon5831
    @yalezwasharon5831 Před 2 lety

    Kulendaba oyibekayo yokusukuma dade we2 bengisacela ukubuza ukuthi kwenziwa yini ukuthi uma uyohlola ebantwini uthole ukuthi bonke nje abakuniki or akukho sizo olutholayo uze ubone sengathi banomona ngempilo yakho mhlawumbi kunento enhle ngawe so bafisa sengathi kungaba yeyabo /ukuyithola,nendaba yesilwane silahlwa kanjani ngoba lezimpawu ozishoyo kuyenzeka kimi,ngiyahlela ukwenza izinto kodwa umzimba wale ikakhulukazi uma ngila kwami but emsebenzini ngiba ryt

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      abantu mfethu abasebenza abantu lento iyibhizinisi kubona ingakho kufanele umuntu agade ngoba basebenza imali nje kuphela ukuthi inkinga yakho ilungile abakunaki lokho ukusizakala komuntu ofuna usizo ,koda mina angivumeli muntu ukuthi aze la kumina athi uzohlola ngoba angisona isangoma angisebenzisi lutho ngiyimina nje anginaso ngisho isigodlo leso ko0dwa ngyamusiza nje umuntu ngaphandle kokuthi aze akhiphe konke akusebenzele naye ,ngize esilaneni lapho uhlala khona ekhaya lakho kwabethelwa isuilwane eskufaka ikhathazo uze ungakunameli ukba khona ekhaya fethi uzizwe kungathi khona okungaphelele kuthi phuma ngaphandle komuzi kuyima ushawa umoya kudala into eyalandwa yafakwa lapho ekhaya lakho manje idlozi lakho wena alizwani nalento ngoba iyakungcolisa kakhulu ngoba ungumuntu ombethwe amakhehla afuna ukuthi kube iwona azophatha ikhaya ngokukhululeka manje lento elapho iyawasinda iwathothobalise angasazi ukuthi enzeni mase egcina ephumela ngaphandle komuzi nawe uzizwe engathi ungaya ngaphandle ,manje uzokhonjiswa ngayo lento ke ukuthi kukhona okushaya amanzi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ikhona ingane yentombazane lapho ekhaya esencane iyona ezokusiza mawunayo

    • @yalezwasharon5831
      @yalezwasharon5831 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Nginayo ingane dade we2 yentombazane una21 so angazi ukuthi kufuneka enangaki

    • @yalezwasharon5831
      @yalezwasharon5831 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Ukhona umuntu owathi sixabana wathi angeke uze ulungelwe yilutho ngisho noma ungaya kuphi but ngangayinaka leyonto coz ngalesosikhathi yonke yayihamba kahle kodwa manje kuyabheda impela cc wami

    • @user-ud4ks4ye2l
      @user-ud4ks4ye2l Před 7 měsíci

      😅​@@hxmbotho3458

  • @nokwandanoks1054
    @nokwandanoks1054 Před 2 lety

    Dadewethu ngicela ukubuza mayelana naleliphupho lesibhamu, ngisanda ukuphupha kungathi ngihamba nezingane zami, bese kuqale impi between amasosha namaphoyisa bephethe izibhamu ezinkulu kulama groups sowu 2 kukhona ubaba wezingane zami nabangani bakhe. Uma sekudutshulwana izihlamvu zibheke kumina nezingane zami ngizwe izwi elithi balekani sivikeke bese ngiphaphame lapho. Manje sengifikelwa ukwesaba umangibuka le video?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kushoo into ethize ebiyenziwa izitha zenu kunina iglozi lanivikela amasosha idlozielilwa nezitha

    • @nokwandanoks1054
      @nokwandanoks1054 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458
      kwande Gogo!

  • @angelam6466
    @angelam6466 Před 2 lety +1

    Syabonga cc wami uwachaza kahle impela amaphupho akho futhi engikuthandayo ngawe ukuthi ezakho izincazelo zi straight zisho into eyodwa coz manje kwezinye incazelo bafike basho ukuthi lichazani uthi usalalele loko aphinde futhi akunike enye incazelo edifferent which means ephusheni elilodwa you get 2 different explanations and loko its very confusing kuthina.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ngiyabonga sisi kodwa kuyenzeka zibe mbili kodwa ngyakuthembisa ukuthi ngiyokuchaza ngendlela oyobona ngayo ukuthi phakathi kwazo iyiphi eqondene nawe noma ungibuze ngelakho iphupho ngiyokuqondisela ukuthi lithini

    • @angelam6466
      @angelam6466 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu

  • @neliswagwebu3869
    @neliswagwebu3869 Před 2 lety

    Mine kubuta Kutsi kusho kutsini kuphupha isosha likukhomba ngesibhamu kepha ligcine lingakakudubuli

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      isosha idlozi lakini lelo elikugadile shukuthi belikuxwayisa kokuthize mhlampe okwenze wanganaka ukuthi alikuthandi ukuthi ukwenze ngaleyondlela babuze ukuthi bebethini awuzwanga kahle bazokutshela khona uzokwazi ukuthi belikhuluma ngani

    • @jacobtheselamthimunyemthim2294
      @jacobtheselamthimunyemthim2294 Před 2 lety

      Ngiyabonga gogo amazwi wakho mina ngicela ukwazi ukuthi kwenziwa yini amaphupho ami ngiwa khohlwa esikhathini esiningi amanye ngiwakhumbule ekseni mina gogo ngingu jj Ngiyabonga

  • @nokwazizulu7186
    @nokwazizulu7186 Před 2 lety

    Ngcelukbuza ukuvimba ngani ukshawa izulu??

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 2 lety

    Thokoza gogo kutshoni ukuphiph cat elimhlophe lihleli esitulwee endlini lapho olelekhona ma uvuka lutho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      isilwane esizothatha umphefumulo wakho futhi liqinikisekile koda lahluleka

    • @vanithavanitha635
      @vanithavanitha635 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 hayi ngiyabonga ngumntwana wami owaphupha kanjalo

  • @nashhlathi9565
    @nashhlathi9565 Před 2 lety

    Thokza gogo iwant your number 👏