Amaphupho aveza ukungabibikho kwedlozi ekhaya

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Nawa amaphupho ashoyo ukuthi selingaphandle komuzi idlozi lenu

Komentáře • 94

  • @CindyBekwa
    @CindyBekwa Před 2 měsíci +1

    amen Gogo ngocela ukubuza ukuphupha ugqoke unform Yama poyisa iyitssha kukhona ongibongelayo ethi congrats

  • @user-qo4ml1gw8n
    @user-qo4ml1gw8n Před měsícem +1

    Ngiyacela ukubuza ukuthi uma kukhona owathatha amadlozi ekhaya uyawasebenzisa uthwele owomndeni umuzi uyabhidlika ekhaya akalinakile ikhaya njalo kufa abantu laykhaya umanihlola kuthiwe usethathiwe nibabuyisa kanjani izidalwa ekhaya ngicela ungiphendule

  • @user-kr7bo7ck2d
    @user-kr7bo7ck2d Před 5 měsíci +2

    Njani maMbotho kusho ukuthin uma uphupha umuzi wakini koda kube isakhiwo esdala kungabi ilesi esisha enihlala kuso

  • @nonyamekongalo9543
    @nonyamekongalo9543 Před 2 lety +1

    Camagu Gogo 👏 Ndicela ukubuza kuthetha ukuthini ukuphupha ubona izindlu ezindala esezawa ,nokuphupha umuzi osewashiywayo kwayokwakhiwa kwenye indawo

  • @sharonshiba6548
    @sharonshiba6548 Před 2 lety +3

    Hay Sisi uyayazi into yakho 👏🏾👏🏾

  • @nokukhanyanokubonga154

    Amen gogo kodwa pho Uma ngiphuphe ubaba ongizalayo evalelwe zibini endlini thizeni kumele ngenzenjani ukumkhulula lapho

  • @FikileFavourite-vx4mr
    @FikileFavourite-vx4mr Před 4 měsíci +1

    Sawubona nkosazane ngicela uk'buza uma uphupha uxosha ingane yakho uthi ayihambe ngaze ngakhala impela ngabe kushukuthini

  • @sizakelemngomezulu5595

    Syabonga sisi Hlengiwe mina ngisanda kuphupha iphupho elithi alifane nalali olichaza lana,ngiphuphe umama nabazukulu bakhe behlezi ekhishini elidala begqoke izimpahla ezidabukile nabo bengombisa ukudubukisa bephashile ngathi bagcwele dust ngathi bathelwe ngumlotha wsekhishini

  • @DisreeQodashe
    @DisreeQodashe Před 3 měsíci

    Camagu gogo cela ubuza kutsho uthini ukuzithola uphezulu emthini ingathi uphezulu esebeni lomthi ezantsi kwalothi kungcwele abantwana benngwe isilo ingathi ndingawa soke ndothuke 🙏

  • @lungilengubane4388
    @lungilengubane4388 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo mina ngaphupha kufika abazalwane ekhaya bebaningi kwavela umngani wam wathi silethe umkhuleko lapha kini ngabe kuchaza ukuthini🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kumele ubekhona ngoba kungenzeka ukuthi kunesitha esidinga umthandazo futhi sizonqotshwa ngawo

    • @lungilengubane4388
      @lungilengubane4388 Před 2 lety

      Thokoza gogo👏ngyabonga kakhulu

  • @puritybear4344
    @puritybear4344 Před 5 měsíci

    Sawubona gogo.Nvicela ungichazele leli phupho ukuphupha inyoka encane ngomzimba ubude buphakathi nendawo ihleli ngaphakathi kwamagceke.

  • @busisiwenkosi2707
    @busisiwenkosi2707 Před 2 lety

    Uma uwuntwana wentombazane uthole umntwana ekhaya ungahlawulanga, uwugeza kanjani umuzi. Noma makukekwathukwana ekhaya uwugeza kanjani umuzi.

  • @phathiwemininye1863
    @phathiwemininye1863 Před 2 lety

    Ndicela ukubuza. Mna ndatshonelwa ngumyeni emva kwengozi yemoto. Mhla kusenziwa umsebenzi wokuchitha ingozi ndamphupha othe umlilo esigangeni echophe phantsi ejonge phantsi engathethi. Ndandingekho ke mna apho emcimbini ngenxa yenkcuku zomndeni.

  • @FikileMhlongo-kg6ht
    @FikileMhlongo-kg6ht Před 2 měsíci

    Thokoza gogo cela ukubuza kuchazan ukuphupha mzali wakho osashona nisegceken eliclean qeda kucleaner nasedlin ,bese yena alike aty cela kudla kwakhe

  • @nomusadlamini1385
    @nomusadlamini1385 Před 2 lety

    Thokoza gogo,celukubuza ngiphuphe ngibona makati mabili amadala besebanabantwana abaningi abamnyama,ngiwabona edla inyama yangaphakathi,ngasuka ngawaphusha ngomshanelo ngawakhiphela phandle,ngasengizibona sengingaphandle,ngabona indlu esasihlala kuyo idilikile lakuhlangana khona ikamero Nekhishi. Okunye sixakwe zintuthwane lezinkulu ezibovu,ziningi endlini.Angazi kushoni

  • @monicalefahla3716
    @monicalefahla3716 Před rokem

    Molweni gogo mina nje nginalo ndilonkinga akulungi kwanto ndithanda ukuphupha Loomzi umdala ungena bantu noba ndinenkinga endinayo ngithole imithi ndihlambe lutho maybe usebenza one day

  • @AgnesMakhubo-ht3ow
    @AgnesMakhubo-ht3ow Před 4 měsíci

    Kunjalo gogo ngiphuphe ngihamba sekukanengi Vele

  • @euginianoxolo8309
    @euginianoxolo8309 Před 2 lety

    Siyabonga gogo...siyakulandela siyafunda siyabonga

  • @phumzilenkabinde2975
    @phumzilenkabinde2975 Před 2 lety

    Siyabonga cc ngicela kubuza libuyiswa kanjani indlozi ekhaya

  • @emmanuelmdiniswa
    @emmanuelmdiniswa Před 5 měsíci

    Yebo Gogo nginokuphupha ngihamba ibanga elide ngikuke i ngane encane ngihamba ngendledlana edabula ihlathi elikhulu ..ngihambe ukusukela ekuseni ngabo 9am kwaze kwashaya 16hrs kodwa ngingafiki ekhaya..ngazibona ngikhalakathele noma ngithi ngitheleka komunye umuzi osehlathini ngathola umuntu ongumama engifiki ngabuza kuye indlela eya ekhaya

  • @AgnesMakhubo-ht3ow
    @AgnesMakhubo-ht3ow Před 4 měsíci

    Manje gogo kumele wenzenjan makunjalo indlozi lingekho

  • @jabusimelane4483
    @jabusimelane4483 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngingcela ukubuza uma uphupha abantu besilisa abafanayo bebaningi nezinwele ezimhlophe kuncazani Thokoza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ubuvezelwa umuntu okuphethe nokugadile ukuthi eyedwa uyishumi lezinsizwa akulula ukuthi kwenzeke into embi kalula kanjalo kuwe ngoba uhlezi ekugadile njalo nje futhi ufisa uhlale isikhathi eside nempilo ende ingakho zimhlophe izinwele ozibonile

  • @user-kk5vh1bc3i
    @user-kk5vh1bc3i Před rokem +2

    Is it possible ukuthi bad people can make it look lyk unabantu abadala while u dont have...

  • @njabulombatha1003
    @njabulombatha1003 Před 2 lety

    Thokoza gogo uma uphupha ixiwa esenahamba kuwo..nihleli n kungasahlali muntu kusuke kwenzenkani

  • @belindagoapele6501
    @belindagoapele6501 Před 2 lety

    Ninjani Gogo kushoukuthini ukuphupha la wakhulelekhona kuhlangahlhangene namanzi achithekile phantsi 👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kunenkulumo yenhlambuluko okumelele yenziwe yokuphathelana izinto

    • @belindagoapele6501
      @belindagoapele6501 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 👏 if I may ask yini ukuphathelana izinto , im not Zulu I'm traiying

  • @muziemntimande-us5lx
    @muziemntimande-us5lx Před rokem

    Ngicela ukubuza
    Utholaka
    Langanjani

  • @andilemahlangu219
    @andilemahlangu219 Před 2 lety

    Thanks alot kusho ukuthi kungaba umdeni, Noma abomakelwane.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      yebo kunjalo nje

    • @rosemalema3054
      @rosemalema3054 Před 2 lety

      Ngicela ukubuza uma uphupha unengane yomfana uhamba nayo otweni bese kungena owesilisa kodwa wena umthetho ingane zakho ngamantombazana futhi semadala sekukhona noganile kodwa akanayo ingane futhi uyasokola ukuyithola and kukaningi uyiphupha lengane

  • @deborahbuthekani8929
    @deborahbuthekani8929 Před 2 lety

    Thokoza gogo 😬🙏ngicela ukubuza ukuthi abuyiswa kanjani ekhaya

  • @NozukoMbhodiya-hi2ni
    @NozukoMbhodiya-hi2ni Před 6 měsíci

    Mina sisi kulezintsuku esidlule kuzo maybe 3days zilandelelana ngiphupha umtshato ...kushata usisi wam kodwa aaivani ekhaya

  • @zamamatthew1788
    @zamamatthew1788 Před 2 lety

    Sawubona gogo okuningi okuthintayo kuyavela empilweni yami bengicela uke wenabe ngenhlambuluko ngisala kakhulu kuleyondawo

  • @xolisagaga4883
    @xolisagaga4883 Před 2 lety

    N cela ukwazi kufuneka kutheni ukuze libuyele ngaphakathi ekhaya

  • @bettybusisiwe8725
    @bettybusisiwe8725 Před 2 lety

    Sawubona sisi mina bengicela ukubuza uma uphupha uhlanza amazinyo amancane amhlophe anobumnyama obuyidot

  • @user-bf5xn3nd7g
    @user-bf5xn3nd7g Před 8 měsíci

    Thokoza Gogo ndiphupha ndifile ndiphinde ndivuke

  • @phumzilemkhonta9606
    @phumzilemkhonta9606 Před rokem

    Sibonga kakhulu Dadewethu uyasisiza kakhulu.

  • @user-qq5by3gx3x
    @user-qq5by3gx3x Před 6 měsíci

    Ukuphipha.ushayiwa.umbani

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 Před 2 lety

    Gogo ngibingelele ngiyabonga ngokubeka kahle lendaba lelo liphupho elingihluphayo njalo ngiphupha ngiya ekhaya kodwa lutho ukufika

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kumele uzame ukuthi ubhekisise leso sibomgo ukuthi silungile yini kuwe noma kumele kube esakini noma sikamama wakho

  • @user-kk5vh1bc3i
    @user-kk5vh1bc3i Před rokem

    Thokoza gogo..consultation plz

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 2 lety

    Siyabonga kakhulu sisi, ungapheli umoya please. Mina ke umawethu yilo muntu nje onekhanda eliqinile akafuni ukuba faka ngaphakathi ngyaphupha imbuzi ime ngaphandle, ngaphinde ngaphupha abantu base khaya abangasekho nabaphilayo bemile ngaphandle bebuka ekhaya bebeke ugqoko phambi kwabo, bethukuthele, bathi bafuna nendku yabo yangenhla ngimtshele but lutho baze bakhuphuke bazikhulumele bona still lutho baze bathi bazomphuca konke anakho coz unayo imali but akalungisi or bazomthatha ezobona ukuthi kunjani lapha abahleli khona still lutho uthi usatshiswa ngokufa akekho umuntu ongeke afe, tjooooo sisi kungashona ilanga if ngingabhala I wish bangiphe into engzophila ngayo ngibakhele umuzi ngibafake ngiziphilele lempilo abathi ngzoyi phila ngikhathele nje awazi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      Yooo sori mfethu , kodwa basazomnika inkinga mayeqhuba kanjalo mncengeni bandla ukuze angazoba mthwalo kunina futhi kakhulukazi wena mncenge umenze asibone isidingo ngoba wena umntwana wedlozi kahlekahle umdala kumama wakho ngokwasedlozini nangokomoya izame leyonto ukuyenza kodwa ungaxabani naye futhi kungabi nomsindo kodwa ukhulume kahle naye ngoba yena ubuka ngokwenyama akanalo leliso onalo lesithathu ngyabonga nokungibhalela ngzokuthandazisa ukuze nenhliziyo yakhe yehle agcine evuma

    • @nontsikelelontuli4449
      @nontsikelelontuli4449 Před 2 lety

      Ngyabonga sisi ngyawudinga lomkhuleko, sengikhulumile naye no sisi wami omdala ngoba ngesikhathi bekhuphuka babefuna yena usisi so nje akafuni ukwenza lokhu abakushoyo ufuna ukwenza ngendlela yakhe, futhi ke nje ngoba kuyinto evela kimi ayi angiboni uzoyenza ngoba uze wakhipha amagama okuthi ngimxabanisa nezingane zakhe lezi ezinye ngoba sibawu 8 ekhaya. Akatshelwa lomuntu, akawenzi amaphutha, uhlezi eright so umuntu onjalo uyahlupha, uthi umtshela izinto akubalele izinto zakudala ezenzeka ongahlangene nazo, unenhliziyo elukhuni when it comes to us as her children u-right kubanyu bangaphandle yilo muntu onjalo. So mina ngikhathele it's better abantu abadala be nginike engizophila ngakho, ngikwazi Ukwenza izinto zabo. Ngoba nje ngike Ngaphupha ngi driver iRange Rover emhlophe imoto engiyithandayo vese I think kuzohlangana maduze.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ya kuzolunga mfethu unkulunkulu nedlozi bazokulekelela ngoba babona yonke into eyenzakalayo lapho kini

    • @jacobtheselamthimunyemthim2294
      @jacobtheselamthimunyemthim2294 Před 2 lety

      Swubona gogo mina ngine nkinga yokuvaleka isifuba angazi ukuthi kwenwa yini izolo lokhu ngi pushed inyama ehalf cooked ngiyifaka ku oven yestove kusho uku think naa asbonge gogo mina ngingu jj

  • @thembikhumalo6836
    @thembikhumalo6836 Před 9 měsíci

    Kusho ukuthini ukuphupha umemezwa kodwa awumboni okumemezayo

  • @samkelowelcome4933
    @samkelowelcome4933 Před rokem

    Kuchazani ukungena kwenyendle endlini uqhubeke phezulu kuroof uthenge umsindo

  • @DorisMukhavhuli-d9r
    @DorisMukhavhuli-d9r Před měsícem

    Mambotho ukhuluma inciniso ngincela ukwaz ulibuyisa kanjani idlozi ekhaya?

  • @johannahprecious7164
    @johannahprecious7164 Před 2 lety

    Sawubo mina ngiphuphe umuzikagogo Kumi izinkomo ezimbili brown nemhlophe Mara wathengiswa yindodana yakhe kusho ukuthini lokho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kushoukuthi akenzenga into enhle ngoba indodana yakhe ayimbikelanga yamazisa ngesilwane (imbuzi) acele kuye kuqala futhi nalapho kwakumele ayithole impendulo yabantu abangasekho ukuthi bayavuma na.manje ilokhu ivela kanjalo leyonto ngoba okuningi kwakho kumele kulungiswe kagogo wakho ingakho bekuvezela khona nokuthi basasele khona bona ogogo bakho abayidlozi kuwe

    • @johannahprecious7164
      @johannahprecious7164 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 so lomalume wayithengisa asaphila ugogo so ngicela ukubuza ukuthi mina umangingathenga istandi best ngiyakha ngimutsele ukuthi ngimakhele omunye or ngicela ungichazele ukuthi ngenzekanjani ngoba iyangihlupa lento Uma ngihlola banukungichela ngako

  • @xolisagaga4883
    @xolisagaga4883 Před 2 lety

    Camagu sis MNA ndinamaphupha endiwaphupha endisendini ezindala ezacithwayo ekhaya oko Xa phupha emaphupha ase family soloko ndivezelwa ezindlu zacithwayo ndixakwa apho kutheni

  • @user-vo8rn8yr3b
    @user-vo8rn8yr3b Před 4 měsíci

    Gogo if is a husband bringing girlfriend and run away what must i do please help

  • @kgadiselepe7913
    @kgadiselepe7913 Před 2 lety

    Thanks gogo I understand what you are taking about but my problem is I don't know how to write Zulu god bless you

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      thank you very much ,but you can write using english and iwill attend you and repply

  • @uniquelungie2225
    @uniquelungie2225 Před 2 lety +1

    Hi mina ngicele ukubuza uma ngiphupha ngikomalume la esasuka khona angikaze ngiphuphe ngikuleli khaya engihlala kulona, futh nabanye abafowethu kwenzeka into efanayo. Ngabe kusho ukuthini🤔.
    Ngiyabonga🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      loyonto iyinkulumo ekhulwa abantu abangaskho balapho kuzalwa khona umama wenu komalume benu banifuna khona ngokwangempela hhayi la nikhona ngoba niyizingane zabo ngoba shukuthi kubo kababa wenu bayakweleta izimfanelo zagogowenu nomkhulu wenu idlozi lakomama wenu ngaleyondlela lifuna nibuyele khona ngoba ilona idlozi eliniphethe futhi ilona eliphethe impumelelo yenu nina zingane kumele niyekhona futhi malenze njalo angeke kulunge kahle enikuzamayo empilweni yenu uma ningayi kubomama wenu izinto zonke zenu kumele zenzelwe khona ngaphandle mawukuthi sezilungisile izinkokhelo ubaba noma abakubo kababa wenu hambani komalume niphume khona ngendlela efanele neyiqinso kwabangasekho ukuze kungabi khona ummbango phezu kwen

    • @uniquelungie2225
      @uniquelungie2225 Před 2 lety

      Ngiyabonga isineke sakho🙏I wish all the ikhule iaccount yakho uNkulunkulu akubusise and bless you with all your heart desires. Uqhubeke usilekelele🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ngyabonga nami

    • @thembiprudence4858
      @thembiprudence4858 Před 2 lety

      Hi cc lungi exactly iphupho engihlala ngiliphupha nami

  • @rosengwenya1865
    @rosengwenya1865 Před 2 lety

    Thokoza gogo nngicela ukubuza uma uphupha ukhokho wam owashona ngimgeza isingezansi angibheka ahleke, kulamalanga ngiphuphe ubaba we partner wami onshone last year athi ucela ngimgeze

  • @richardbaartjies
    @richardbaartjies Před 2 lety

    How do you ask them forgiveness, and bring them back.

  • @ntombenhlembanjwa5943
    @ntombenhlembanjwa5943 Před 2 lety

    Thokoza gogo uma uphupha umuntu engakhulumi kungathi ubekhala kuchazani?

  • @SophieMabena-ti7yc
    @SophieMabena-ti7yc Před 6 měsíci

    Ngiyabingelela cc Hlengiwe kwenziwa njani uma uphupha kanjalo ngoba ngikusa kwanamuhla ngivuke nalo lelo phupho oliqhazayo thank you in advance usazophendula

  • @chilldvibes.192
    @chilldvibes.192 Před 2 lety

    Ngyabonga ngenkulumo eyakhayo.
    Ngizwe la uthi uma uphuphe ubona umuntu wakini engaphandle kusho ukuth abantu abadala abekho ekhaya, Ngcela ukubuza la ukuth uma uphuphe umi Nobaba wakho ongasekho ngaphandle kwesango nixoxa nihleka njr kumnandi exoxa ngezinto ayezenza esakhula. Ngabe kusho into eyodwa na?

  • @nandiphasango8966
    @nandiphasango8966 Před 2 lety +1

    Sawubona mama! uma kunjalo abantu bethwebula amadlozi kungcono senze i Cremation, what do you think?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      hhayi ungakwenzi lokho ngoba kumele umhlathi ubyele emhlabathini futhi uthuli othulini uma umshisa umzimba wakhe inkinga umoya yakhe awuzukukuthola ukuphumula ngoba uzobe unga lalanga usefe nokufa nizobe senimbulala okwesibili ilapho nani nizobe senithwala amacala akhe ngoba uma umbulala umuntu abekade ekwenza kuthwalwa yilo ombulele ningakwenzi lokho kodwa akukho okungalungiseki

    • @snethembanontlanga9262
      @snethembanontlanga9262 Před 2 lety +1

      HX Mbotho
      Uchaza kahle impela cc ayy ngyakvuma mina, ngicela ukubuza ba ukthwasele or ukfundele yiin ukuchaza kahle kanje or isiphiwo nje

    • @nandiphasango8966
      @nandiphasango8966 Před 2 lety

      Ndiyabulela mama, please make a video about this topic because cremation is advetised as a cheaper option and its saving the planet. I live in England and my son is not South African so the culture is not practised in my home. I am now sick because of Imimoya iyandihlupha these days , kunzima kumi khona manje . Camagu , Makwande!!

  • @nothandolangwenya5374
    @nothandolangwenya5374 Před 2 lety

    Siyabonga kakhulu sisi.. mine ngiphuphe bagcekeze endlini yami but in my bed was sleeping my late granny..and i tried to wake her up but angangizwa and by the time she woke up things were already stolen in the house..what could be the meaning?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      okusho ukuthi abayidlozi kuwe bathatha kancane izinto ukuziletha noma kunisiza nina nize nilahlekelwe izinto nina ngaleyo ndlela kusho ukuthi lungisani idlozi ukuze lisheshe idlozi lenu lingathatheli izinto phansi ,kanjani kungenzeka ukuthi bafuna ukuthi ubaphe amandla ngokuthi ubanike okuthize ongase ukwenzele bona

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Abantwana bebrother yam ndibaphupha besestratweni behaykha abahlali bazinze ekhaya kwenziwa yontoni

  • @andilemahlangu219
    @andilemahlangu219 Před 2 lety

    Ngabe ukuphupha inyoka emnyama ihamba ecekeni iya ngase toilet bese niyayibamba niyishaye ngamatse kodwa labantu abamusizayo awubazi. Bese Kona lapho uphupha umfana womlungu o driver imoto ebizayo yohlobo oluphambili ahamba nesitadwa sakhe Aku tsela NGO kuthi yena bam promotile emsebezini wakhe uhola kakhulu nalendawo ahlala kuyo it's paid by the company indawo kanokusho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunabantu abaphazamisa idlozi (inyoka)besebenzisa izilwane (umlungu) lapho baganga ngomsamo wenu kahlekahle ,uyabona njengoba kade iya ngasethoyilethe beliphuma kahlekahle ukhokho wenu loyo mayimnyama inyoka ephusheni ,umlungu (isilwane),ukudriver moto( indlela aqhuba ngayo inhloso yakhe )yokuganga lapho kini ,promotile(usekhushulwe amandla awasebenzisa lapho ukulwa nedlozi ,uhola(ukuphakelwa nokuthola lezinto esizidlayo sona,company (ila sifuywe khona ngoba sisebenzela bona abanikazi baso shuthi siqashwe ibona .njengbake uphupha lokho ubuvezelwa ukuthi kunabaganga ngomsamo wenu benixabanisa nethongo .amatshe (ukugadlwa ngemithi lokho )abantu ongabazi ephusheni kusho ukuthi in real life ubazi kahle nje futhi ngeke ukholwe ngyabonga

  • @thandekilekhathi7062
    @thandekilekhathi7062 Před 2 lety

    Sawubona gogo, ngiyaxolisa uku comment seyadlula incazelo yakho. Mina ngake ngaphupha ngihamba nogogo ozala uMah. Kuthe sisahamba naye bese ngithi mina kuyena ngisacela ukudlula kubo ka baba ngibabone bese siyaqhubeka nohambo. Hayi wavele wanganinaka waqhubeka nendlela, mina ngangena kubo ka baba. Hey bakithi ngafica umuzi osenhluphekweni exakile, ungathi bahleli phandle indlela umuzi ababehleli kuwona oyiyona. Babonakala belambile beswele ngisho amanzi okuphuza lawa. Ngisho nezimpahla abazigqokile zigugile kwabona babhalwe indlala nosizi ebusweni. Hayi ngavele ngavalelisa ngahamba, angibange ngisamfica ugogo wami lona ozala uMah wayesehambile. Manje gogo bengifisa ukwazi ngempela ukuthi lichazani ngesimo sakwa baba. Ngiyabonga usazongiphendula

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ugogo wakho wayekukhombisa ukuthi uyingane yakhe wena izinto zakho kumele uzenzekamama wakho ngoba uma uzozixaka ngabantu bakini kababa wakho uzoba naloluya sisi abanalo ngokwedlozi lakhona naye mase eyakuyeka ugogo wakho ngoba kubo kaba wakho babophene bodwa emndenini ongasekho manje akekho nozolungisa lento ngoba kumle bahlale phansi ilungiswe engingakutshela kona ukuthi uma bekhona kababa wakho ungaxoxela ngephupho mase ubanika umqondo wokuthi mabazame ukuthi baxoxisane balungise ngoba ukhonjisiwe ngesimo sabangasekho bakhona benze nemicimbi yabo laba abalambile begezwe ngyabonga Khathi

    • @thandekilekhathi7062
      @thandekilekhathi7062 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 kubonga mina gogo, hayi ungichazele kahle kakhulu. Kodwa ke abasekho kubo kababa bonke laphela ngisho ikhaya. Ngiyabonga kakhulu gogo, kwande mntane Thonga

  • @nokuthulamaphumulo58
    @nokuthulamaphumulo58 Před 2 lety

    P

  • @sfisobongani5686
    @sfisobongani5686 Před 2 lety

    Ukwazelaphi lokhu amanga nje

  • @pulengesther1890
    @pulengesther1890 Před 6 měsíci

    Thokozan sesi how to talk to u in private or WhatsApp