UNJOKO EGEQA AMAGULA NGENXABANO KA NGIZWE NO KHUZANI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 25. 08. 2024

Komentáře • 433

  • @samukelomkhize2811
    @samukelomkhize2811 Před 2 lety +18

    Ubudoda abukhulelwa. Windoda mfwethu,ungabukeka umncane uthatheke kancane kanti ukucabanga uyakwazi. Khula njalo Hoboshe unkulunkulu akusikelele mfwethu🙌🏼

    • @sivuyilentsunguzi8529
      @sivuyilentsunguzi8529 Před 2 lety

      Nina makwedini aseDurban kwanimosha ungalulekwa ngesidoda sakwantu soloko nitalabhana okomama. Ayikho kodwa lento kosisis benu, bangamadoda bona nina ningosisis.

  • @innocentngobese7417
    @innocentngobese7417 Před 2 lety +25

    Njoko ukhulume kahle kakhulu futh ukwi position eright ngoba waz izinhlangothi zombili. Okuhle wenze isibonelo ngawe. Nawe unyathelekile ngiyabona kodwa iqiniso nje kuhle ulimelile bayaz bobabili omkhaya bakho. Mina ngike ngibone uMacingwane ethanda ukugxoba kodwa uma uphendula kuyazwela. Ngake ngaqaphela edlala no Zimdollar , waphendula uZimdollar ngambona eswaba ukuth akasathandi kunalokho wafaka amanye amagama abantu. Lomdlalo awumuhle ngoba ugcina ukhipha izimfihlo . Mina ngaz umuntu egconwa kodwa hai ngesici sakhe ngoba lokho kufaka upelepele esilondeni.

    • @mvuyimpithi8648
      @mvuyimpithi8648 Před 2 lety

      Ngizwe yiqili lamaqili 😏😏

    • @khulanimoyo9174
      @khulanimoyo9174 Před 2 lety

      True

    • @syabongangobese371
      @syabongangobese371 Před 2 lety

      Njoko uyindoda mfwethu, ngoba awunagqubu even through wake wakukhuba ungizwe. Uqhubeke ndoda nalenhliziyo onayo. Lokhu okushoyo kuyiqiniso, ngoba ksasa kobe sekuthiwa UKUBE,engeke esasiza ngalutho.

  • @flody_films
    @flody_films Před 2 lety +18

    Mfana waseNkandla awumncane mfwethu ayh suka uyakwazi ukukhuluma, waze wakhuluma kahle mfwethu engazuthi ku ngahamba ngendlela osho ngayo.

    • @kwenzalangah2188
      @kwenzalangah2188 Před 2 lety

      Au Hobosha mfwethu ukhulile ndoda ay ichunu alikhule likhulise izingane

  • @cebomrx3946
    @cebomrx3946 Před 2 lety +5

    Ukhulumisa okwe Ndoda Njoko mfethu, yinhle inkulumo yakho👏👏👏

  • @jabunkosi451
    @jabunkosi451 Před 2 lety +7

    Siyabonga ndodana ngamazwi akhombisa ukukhula nobudoda👏

  • @thubelihledlamini2379
    @thubelihledlamini2379 Před 2 lety +5

    Lenkulumo yakho nkunzi ingenze ngakuthanda .... Up Hobosha✊✊✊

  • @simphiwengwane4189
    @simphiwengwane4189 Před 2 lety +9

    Ungizwe akaphume kubaculi ngoba vele akasasakazi akayolapha abantu ngoba wisangoma

    • @simoluthuli2849
      @simoluthuli2849 Před 2 lety

      Bafethu unjoko ukhuluma into eryt uma ethi ayilungiswe lento ngoba iya kude kuzobulalana abant ngampela uma kunje

  • @audreyngobese9986
    @audreyngobese9986 Před 2 lety +2

    Mmmm!! Wayibeka Bhuti thanks very much and God bless you most Smen Mr Njoko!!!😍👏👏👏👏👏

  • @ciandermncube887
    @ciandermncube887 Před 2 lety +18

    Ngyakhumbula ehlekisa ngawe ufake ukhonkolo😥

  • @khulumanimthembu2283
    @khulumanimthembu2283 Před 2 lety +12

    Musa ukuchema Njoko umgodi kumele etalabhe hayi indaba yibuxoki ukufaka indaba zasemaChunwini ngumfazi Ukhuzani

    • @possiblefx4216
      @possiblefx4216 Před 2 lety +1

      Wena uyini ke makawumfazi let me think.... Oh.. Uyistabane ke wena

    • @johnmamhungaire7987
      @johnmamhungaire7987 Před 2 lety +1

      Yabhosha wena mhla uNgizwe ethi ukhuzani uthwele ngogogo wakhe kwakwezakwabani lezonda kwakwezakini nxi

    • @possiblefx4216
      @possiblefx4216 Před 2 lety

      @@johnmamhungaire7987 kwakwezakini you know that too

    • @khulumanimthembu2283
      @khulumanimthembu2283 Před 2 lety +2

      @@possiblefx4216 sitabane nguwe nomgodi

    • @khulumanimthembu2283
      @khulumanimthembu2283 Před 2 lety +2

      @@johnmamhungaire7987 akaze akusho ungizwe lokho noma nawe upheqa umgodi

  • @buyiebuthelezikwalebiemeld7884

    Siyabonga ngenkulumo edodile Ku Bhuti uNjoko👏

  • @elvismoxy2454
    @elvismoxy2454 Před 2 lety +5

    Wakhuluma mpela Hobosha sengathi ingalunga lendaba eish 🤝

  • @smangacsithole5734
    @smangacsithole5734 Před 2 lety +20

    Mahle amazwi Njoko...at some point uNgizwe must take responsibility...I think ngaleyo ndlela kuzoba lula for uKhuzani ukuxolisa lapho enyathele khona kabi...but uNgizwe akabonise ukukhula...ayeke ukulwa nezingane...umbono wami...

  • @smisohsmile9440
    @smisohsmile9440 Před 2 lety +4

    Uyindoda Njoko🤝
    Kodwa no sis Ngizwe akaphume kubaculi ngoba akayena umculi😏

  • @xolanidlamini7157
    @xolanidlamini7157 Před 2 lety +1

    Siyabonga njoko kukhomba ukukhula kakhulu lokho ndoda yamadoda nokujula kwenqondo ngyabonga, yabona lento yala madoda ifuna ukulungiswa ngoba khona la iyakhona n la ekungeke kube mnandi khona so akutholakale indlela madoda ilungiseke ingaze indlulele kulelizinga cha lesisigaba ekuso manje yiso esanele bekungamele izifike la so madoda ayilungiseke akuzanye nje kuthi kuhlanganwe ilungiseke ngoba akusesikho ukuncweka lokhu sekuyimpi le n mayizoyekwa iqhubeke akuzukubamnandi ngoba izoba nesiphetho esingesihle ngoba usho nje kuthi banezinhliziyo so ayizanywe ilungiswe🙏🙏

  • @ntandomthethwa1981
    @ntandomthethwa1981 Před rokem

    Njoko amazwi akho akhomba ubunsizwa mfo amnandi uyindoda ngyayithanda lento yoqondisana sfunda ngawo amaphutha👏💓

  • @skhumbuzostubha7783
    @skhumbuzostubha7783 Před 2 lety +10

    Wakhuluma Hobosha mft❤️🙌🏿

    • @mvuyimpithi8648
      @mvuyimpithi8648 Před 2 lety

      I thought I hobosha ngumajazi kuphela😂😂😂

  • @dubeozwell6484
    @dubeozwell6484 Před 2 lety +3

    Indoda emadodeni yangempela' a wise man indeed. Ngikufisela konke okuhle bhudi wami

  • @skhuluondelakhayone8909
    @skhuluondelakhayone8909 Před 2 lety +6

    Kondwa wayinikwa I free advice ngumtshengiseni uba ayeke iziphiwo zabanye abantu uba ngumsakazi makahlale emsakwazweni yeke ukwehla enyuka neziphiwo zabanye zange amamele😔😔

    • @mzwandilecebo4730
      @mzwandilecebo4730 Před 2 lety +1

      Hei wawumlalela loyathisha waseMsinga,yayithishana leyandoda❤️

  • @wandilebombo5655
    @wandilebombo5655 Před 2 lety

    Shaye kwabola khuba mshaye mphinde yixoki leliya

  • @mxolisicosmusntshiza6709
    @mxolisicosmusntshiza6709 Před 2 lety +6

    Uyindoda Mfoka Mkhwane,Ukhombisa Ukukhula,Yize Uyingane But Umqondo Wakho Owendoda,Unkulunkulu Akugcine Mft.

    • @chazanikhwela2568
      @chazanikhwela2568 Před 2 lety

      Uyindoda Mfoka mkhwane, uyingane Bt umqondo wakho owendoda ukhombisa okukhulu uku khula Ankulunkulu akugcine Mf2 siyashoda ngabant abanjengawe la e Mzansi kungaze kufe abant

  • @ronaldonkosinathi974
    @ronaldonkosinathi974 Před rokem

    Wayibeka nkabi yami 🤝 onomqondo uyakuzwa

  • @pijaliofficial
    @pijaliofficial Před 2 lety +1

    🙏uyiNdoda Njoko -lendaba ka Ngizwe no Khuba ngeke isalungiswa muntu seyijule kakhulu manje

  • @bukhulubenkosi2297
    @bukhulubenkosi2297 Před 2 lety +3

    Ake ngidlule ngengoma ka Mgqumeni ethi noma ngabe kwakonenwe kubuye kuxolelwaneeee iphutha elikanoma ubani....

  • @khanyisanixulu6112
    @khanyisanixulu6112 Před 2 lety +35

    I agree with you that Ngizwe have to take responsibility but you seem like to be in favor of one of them, now I understand why you failed to solve it on the early stage.

    • @mavimbelahadebe6765
      @mavimbelahadebe6765 Před 2 lety +11

      He's talking sense but he failed to slove this bcz he's on Khuzani's side don't hesitate to say he's taking Khuzani's side

    • @PD-ph4os
      @PD-ph4os Před 2 lety +1

      Ukuluma kahle yena impela but ukuze ukwazi ukuxazulula kahle akufunakali ube nama sayidi idinga umuntu o neutral

    • @siyandabuthelezi7017
      @siyandabuthelezi7017 Před 2 lety +1

      Mina angikuzwa nje ukuthi uthini.

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 Před 2 lety

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @mandlenkosilucky9005
      @mandlenkosilucky9005 Před 2 lety +1

      @@PD-ph4os nomuntu o neutral akadingeki uma ababili bexabene, ngoba iqiniso lithi kukhona ozojezela into engekho. Eg uma izingane zilwa akumele uzishaye zombili, kumele uzibize uzwe anasayidi azo zombili bese uthola lo obhedile bese ujezisa yena khona naye ezobona ukuthi unephutha.
      Abantu ababili uma bexabene akafuneki umuntu umxazululi o neutral ngoba kuzolimala o innocent, yena lapho kumele avune o innocent 😄

  • @mkhohliseningubane4949

    Uma umbuka ungizwe uyenziswayini yonke lento from Bhubesi Ngubane emahlabathini enqabeni kwesakwazungu

  • @sizwemashazy4567
    @sizwemashazy4567 Před 2 lety +9

    Thnx njoko ngamazwi amahle aphilayo mina ngithi uNGIZWE uyena ixoki uthuka bonke abantu nje usegula ngekhanda.....siyibhekile if ukhuzane eke washona ngendlela esingayitholi kahle abokwazi ungizwe ukuthi naye uyalandela lisazosha ivolovola lah ngimfunge ubaba singafa yilomfazi ongngizwe.....

  • @sizwemncwango4503
    @sizwemncwango4503 Před 2 lety

    Dankoooooo Hobosha

  • @mbusomngomezulu8947
    @mbusomngomezulu8947 Před 2 lety +16

    Ungizwe wayengakoni waktshela iqiniso kth wabhimba last year fth encokola. Njengamanj uvuna ukhuzani ngesenzo asenzile

  • @zanelepetuniamdhladhla7865

    Amen Njoko uShembe akubusise ngeqiniso lakho

  • @phakamanisakhile4167
    @phakamanisakhile4167 Před 2 lety +4

    Wakhulumisa okwendoda nkabi yami yz,bt ke uNgizwe ayikho lento ayikhuluma ngo Khuzani uzama ukumdicilela phansi ngamanga akasho nje ukuthi wambuleke izinqe akazi ukuthi uzothini🤣🤣🤣🤣🤣ayikhaleeeee

  • @zakhelembhele7046
    @zakhelembhele7046 Před 2 lety +3

    Siyabonga Njoko. Muvezeni nonke aze asale nqunu. Ibambe ngakho!

  • @lukhanyocabilah6528
    @lukhanyocabilah6528 Před 2 lety

    Siyabonga Hobosha and inhle i watch yakho mfana🤝

  • @phelelanimafuleka3854
    @phelelanimafuleka3854 Před 2 lety +2

    UNgizwe uphendula kwashukuma amadoda enza ama video fast🤣😂🤣..uthe akakaqedi uyabuya.

  • @evans1832
    @evans1832 Před 2 lety +3

    Nifuna ukwenza I corruption ngenkani.khohlwani njoko naloKhuzani wakho menifuna ukwenza i corruption hamban niye Dubai not here
    Ungizwe iqhawe lelya

  • @thobanswelihle5878
    @thobanswelihle5878 Před 2 lety +2

    Cha njoko mina angikuzwa ukut uqondeni, kodwa khuzani ubhedile ngokukhipha izinfihlo ezazenzeka besaphila ndawonye, why arikhode mabexoxa nongizwe kusho kut naye khuzani uyinyoka

  • @evangsmdineka8262
    @evangsmdineka8262 Před 2 lety +1

    Bhuti 🙏❤️ Wakhulum amazwi anobuhlakani.....

  • @enosentenosent2842
    @enosentenosent2842 Před 2 lety

    Uyindoda mmmmmmm ubundoda yilobo uyinsizwa qhawe 🤝

  • @boneninzama2194
    @boneninzama2194 Před 2 lety

    Siyabonga hobosha ngingumlandeli kakhuba kodwa uyakuthanda ukukhuluma maje akaxolise eyeke lento ukhuzazani ubuxoki ukurecoder umuntu ubumbulu ngiyajolisa nkosiyami nginyanyile

  • @lindinkosinandisa9545
    @lindinkosinandisa9545 Před 2 lety

    Wena Njoko ucheme nomnganakho syakuzwa thina, bekufanele ukhuze k'phela if ungachemile ay ukukhimbamabala kuNgizwa , ulamula is islamula kanjn

  • @thubelihlesamkelo2266
    @thubelihlesamkelo2266 Před 2 lety +4

    Abamlaphe umona uMacingwane konke kunga lunga

  • @xolanielias6532
    @xolanielias6532 Před 2 lety +9

    Iqiniso limile nje entabeni musa ukuthi mawungazwene nami ebese ufaka umfazi wami abafazi bangizwe bangena ngaphi kulento cha uKhuzani ubhedile ke lapho 💔💔💔💔😭😭😭😭

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 lety +3

      Yini nje enhle ngomtalabho?ugogo yena ungenaphi kulendaba?

    • @halalamzwandile1979
      @halalamzwandile1979 Před 2 lety +2

      Bro you can't say ukhuzani ubhedile ekubeni ungalazi side lakhe

    • @halalamzwandile1979
      @halalamzwandile1979 Před 2 lety +4

      Ugogo kakhuzani wayengenaphi yena

    • @londybiyela4561
      @londybiyela4561 Před 2 lety

      Ugogo kaKhuzani wayengene ngaphi kuthiwa uKhuzani uthwele ngaye??? Kusho umfazi wenu okhuluma njalo nenqondo engaphelele

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 lety

      @@londybiyela4561 Yini nje enhle ngomtalabho ?ephesians 4:29-32,Colossians 4:6.

  • @GcinohCele
    @GcinohCele Před 2 lety +1

    Ngik'khonzile mnfana, kodwa Ngizwe Iqhawe

  • @sithembisondlovu453
    @sithembisondlovu453 Před 2 lety

    Ingakho ngikukhonzile uvuthiwe emqondweni, big up maboy

  • @muziwisemangumede45
    @muziwisemangumede45 Před 2 lety

    Ayikho nje inteshiwo yilo njokwe , awusho lutho ngokhuzani la ehlambalaza khona abantu abangekho emculweni

  • @lwandlehmzimela8707
    @lwandlehmzimela8707 Před 2 lety +1

    Eish wabeka ndoda n indlela obeka ngayo ikhombisa ukukhula kakhulu 🙏🙏🙏

  • @songezondakayi3511
    @songezondakayi3511 Před 2 lety

    Siyabadinga abantu abaqotho ezwenilethu unjoko ukhaliphile futhi unesisoka ngisho esekhuluma uqubeke bafo uyephambili siyabonga

  • @siphopholanimadziba7712
    @siphopholanimadziba7712 Před 2 lety +3

    Njoko so kahle kahle nawe unenkinga noNgizwe..uKhuzani usazokugila njengoba nje ubona kuyena oncono. Ukurecordile nje sikhuluma. Kahle kahle niyamsaba uKhuzani. Ngaphandle kwalokho imnandi album yakho..ihhashi nembongolo

    • @benbuthelezi4929
      @benbuthelezi4929 Před 2 lety +1

      Njoko uyaluma uyaphephetha cos if kukuthi uyalamula akmelanga afake inxabano yakhe noNgizwe en futhi angeke baxolelane labantu ngalendaba ye Rape ingane ena 14yrs

    • @mboniseniinnocent5014
      @mboniseniinnocent5014 Před 2 lety

      Alikho iphutha kuNjoko muzwe kahle uyasho nokuthi waxabana noKhuzani so uveza ukuthi bobabili banamakhanda abo

  • @malihlangenethabedetv9952

    Wakhuluma la umfoka mkhwane madoda n ubukeka ekhathazekile okwangempela
    Cha nami bengithi ukuncweka kodwa ayisabukeki ngoba nobani uselwa nokuvundulula okwakufihliwe ayilungiswe bafwethu lendaba ilulake futhi ngoba baphilile ndawonye bayazana ukuthi omunye uma ekanjena kufanele umqale kanjani ayilungiswe bafwethu

  • @mfanafuthimkhwanazi7011

    Bayeke babulalane, sobangcwaba thina.

  • @masixolembambatho192
    @masixolembambatho192 Před 2 lety +3

    Ndiyakhumbula mfethu esithi wena ukhuphe album engalalelwa - akekho right Macingwans

    • @Futhi_
      @Futhi_ Před 2 lety +1

      🤣🤣🤣🤦🏾‍♀️🤦🏾‍♀️🤦🏾‍♀️

  • @mbuyisenidube6628
    @mbuyisenidube6628 Před 2 lety +1

    Mmmmmmmh!! Uncane ndoda kdw ukhululile laykhanda💕

  • @melikayaasengwayo1558
    @melikayaasengwayo1558 Před 2 lety

    Wakhulumisa komuntu omdala Njoko

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Před 2 lety

    Syabonga njoko uyinsizwa mfana wami vele ungizwe nguye owaqala yonke lento

  • @thembelihlemsizi9696
    @thembelihlemsizi9696 Před 2 lety

    Uyinsizwa bhuti🤝🤝🤝👏👏👏👏

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 Před 2 lety +2

    Khula Hobosha, ubunsizwa abukhulelwa

  • @sicelontuli6667
    @sicelontuli6667 Před 2 lety +1

    Ungizwe akaphume kumaskandi kunin edelela abantu, wath ukhuzani uthwele ngo Gogo wakhe uban owayengakuthanda lokho kodwa mase ephendulwa sekukhala abafazi bakhe aii uyadelela uNgizwe kant uyatetema enjalo

  • @senzomdlalose2539
    @senzomdlalose2539 Před 2 lety

    Uyinkunzi Njoko. Ukhohlwe ukusho nje ukuthi uNgizwe yixoki. Wayekade ephila nokhuzani njengomzali kodwa bathe bengaxabana lathuthela esitheni sikaKhuzani lelinxele. Kulapho ke ayona khona. Kwakumele ahlale nendodana phansi baxoxe. Izandla zedlula ikhanda qhawe.... mahle amagama. Mina ngiyakuzwa

  • @londybiyela4561
    @londybiyela4561 Před 2 lety

    Siyabonga Njoko amazwi akho adodile, kodwa ayikho into eniyophinde niyenze ngo Ngizwe konakala emqondweni mhla ephelelwa umsebenzi, I depression idlala ngaye. Udinga ama PSYCHOLOGIST aseqophelweni eliphezulu, nina khohlwani

  • @nsikiemagebamagumede
    @nsikiemagebamagumede Před 2 lety +5

    Is this about ukuth balungise or ukugxeka ungizwe? Mina ngyavuma ungizwe uyagula pho uKhuzani ngoba uyaphila akathuli ngani? I'm sure Uma engathula engaphendulu uzogcine athulile ungizwe, nomncane kumele ahloniphe athule hau

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před 2 lety

    Cha mfana shaya la 🤜🏾

  • @mongushazoh8070
    @mongushazoh8070 Před 2 lety

    Asinandaba nama gula lana kanjoko thina sashawa sakhuliswa saqhathwa saphekwa sabuthwa sadodiswa kuphela khuzani khuzani khula mfana umcane DLALA

  • @maureentphakathi6295
    @maureentphakathi6295 Před 2 lety +1

    Thanks son🙏🙏🙏

  • @bonganisibiya6608
    @bonganisibiya6608 Před 2 lety +5

    Inkosi enjani longizwe ehambi imosha bonka abaculi akunkosi lento udoti

  • @mlungisishandu6303
    @mlungisishandu6303 Před 2 lety

    Dank Njoko👌

  • @mpilisosiyabongakhumalo2178

    Nxiii nawe shlama nesishiphi se album yakho

  • @oversizexulu4374
    @oversizexulu4374 Před 2 lety +8

    Uqambelani amanga wena mfana ukuthi akekho umuntu owazi ngezinxabano zakho no Khuzani, usukhohliwe yini wena ukuthi wawushabasheka ufuna ukucula noMthandeni
    Ngisawagcinile phela lawoma voice akho mina

    • @nduduzochonco7342
      @nduduzochonco7342 Před 2 lety +7

      Awusyeke ngendaba wena... Kungenaph lokho lana?

    • @busisanimdlalose4420
      @busisanimdlalose4420 Před 2 lety

      Khula bafo enqondweni neh wena uyazwana nabakini bonke yini ubuxoki bcs uyasho ukuthi bake baxabana b4 manje wena ke ungenaphi if wayethanda ukuthi acule nomthandeni aniyeke izindaba zabantu yini enza abantu bexabane tomuch yoo

    • @siyanxumalo4230
      @siyanxumalo4230 Před 2 lety

      @@nduduzochonco7342 uqamba amanga vele lo mfana. Wayexoxela wonke umuntu ngengxabano yabo. Ngo 2015 eMabhida emcimbini kaMcineka wayexoxela bani? Nina nikhulunyiswa wukungazi.

    • @mzwakhemsimango4459
      @mzwakhemsimango4459 Před 2 lety +3

      Ugcina ama voice note ezimpi zabanye abafana nje ulunywa yini. Akunamuntu onendaba nama voice notes akho nabangani bakho

    • @busisanimdlalose4420
      @busisanimdlalose4420 Před 2 lety +2

      @@mzwakhemsimango4459 uyabona kodwa bafo usangene kanjani lomjita yibo abafazi laba agcina ama voice note wamanye amadoda mxm

  • @b.ndlovubuzile7958
    @b.ndlovubuzile7958 Před 2 lety

    Njoko mfethu ibuhlungu lento futhi iyalimaza kwezinye izindawo ngasenxenyeni ka Maskandi amgama mahle ndoda sengathi ungathola abanye ozakwenu abakhonayo ukxhumana nawo lamadoda womabili mhlampe kungalunga akusesikhona lokhu esikulindele bese nithathe usmomoza nimbeke eceleni ngoba akabhekeni walutho ucekela phansi igama lika Maskandi siyabonga Njoko sengathi kungaba yimpumelelo

  • @sunnyboydanger2414
    @sunnyboydanger2414 Před 2 lety

    Ngiyakuzwa Hobosha kodwa kuzwakala sengathi uthatha isayidi yingakho wehluleka ukubahlanganisa

  • @evans1832
    @evans1832 Před 2 lety +2

    Uyahlanya wena njoko

  • @nozondela
    @nozondela Před 2 lety

    Cha uyibeke kahle lenkulumo wangathatha hlangothi 👊👊

  • @SyabongaKubheka-yx6vi

    Njoko uyindoda bafo yaz wakhuluma kahl

  • @mandlantshangase8797
    @mandlantshangase8797 Před 2 lety +1

    Ungizwe akaphume kukhuzane kanti yini inkinga kangizwe kubaculi

  • @bhekixolane2056
    @bhekixolane2056 Před 2 lety

    Shuthi isengalungiseka le I dnt think so kuningi o konakele lah ayivele zkhale njengoba zikhala nje

  • @evans1832
    @evans1832 Před 2 lety +2

    Ufuna uku trend ?

  • @hananancube3391
    @hananancube3391 Před 2 lety

    Umuntu noma engenatho uyahlonitshwa

  • @nhlanhlapurity5396
    @nhlanhlapurity5396 Před 2 lety +1

    Wayibeka Mfwethu siyabonga uyi
    Nsizwa.
    Mina engikubukayo this Ngizwe Mchunu usendlulile
    Kukhona okushodayo
    Futh akaphume ku BaCuli ngb kayena UMculu.

  • @babadkangwane1909
    @babadkangwane1909 Před 2 lety +5

    Ngizwe kade ebiza ukhuzani ngestabane sathula wathi ukhuzani uthwele sathula manje ukhuzani uphendula leyoncwadi kukhala abalandeli bakhe sanutetema Ngizwe

  • @siphamandlavincentsithole4507

    Mfoka Njoko ngikwethulela isigqoko nsizwa yakith yaz ukhuliseke ngendlela enhle futh emnandi,lento yobunsizwa izwakala ukhuluma ukuth ikuwe awuyithenganga,mahle amagama mfwethu syabonga ume njalo,ngyayithanda lento yokuth onendlela akangenelele ilungiswe lento

    • @ntandoncube2623
      @ntandoncube2623 Před 2 lety

      Up Njoko ukhulume okwensizwa mfowethu mahle njalo ayakha amagama wakho

  • @celumusazikhali7040
    @celumusazikhali7040 Před 2 lety

    Kahle ukuchema baba niyamsaba nina khuzani vele uyeyisa nje

  • @siphamandlagwala5441
    @siphamandlagwala5441 Před 2 lety +5

    Uthi awthathi sayidi kodwa ugxeka uNgizwe🤔🤔🤔

    • @nosiphomntungwa625
      @nosiphomntungwa625 Před 2 lety +1

      Uyahlanyaa Lona

    • @evans1832
      @evans1832 Před 2 lety

      Uyaphapha nje lo njoko
      Bafuna ukwenza I corruption ngenkani bayadakwa

    • @syabongambambo3533
      @syabongambambo3533 Před 2 lety

      Kuningi kabi uNgizwe asekusho kuNjoko emdelela engathi kuningi okuniphundulile

  • @mayandipipmagnetmedia3332

    Uzisabela ukhuzani wena nje finish

  • @rahmantshabangu1257
    @rahmantshabangu1257 Před 2 lety

    Inhlonipho yakho mntakababa qubeka ngayo ubahloniphe unkulunkulu uyaziphendulela abantu laba kune big problem idinga loh president ngoba ngeke iqawe sizolwa ukhuzani liqawe lethu njalo usibonisile ubuqawe bakhe ilwa gaz babonise gaz unkulunkulu lawe akulwele ayiiii inzima leh only u my bràa lomncàne uyabonisa omdala ilwa ukuzwanana emnculweni kuyimpilo

  • @b.o.pgcaba8952
    @b.o.pgcaba8952 Před 2 lety

    Lenxabano we Njoko ingalunga if nomfana engazazi ukuthi usemncane kwingqwele bt if esezibona eyingqwele naye umfana ngeke ilunge,uNgizwe unenhliziyo enhle kabi insizwa engenalo igqubu leya... Okusemqoka kulele la umuntu ongalungisa lesimo umuntu ongeke athatha isayidi njengawe nje kulenkulumo yakho...

  • @nonhlelanga4606
    @nonhlelanga4606 Před 2 lety

    Dankie njoko ukhulume okwe nsizwa asibonge ayiphele Lento

  • @thamiandriesmsane2981
    @thamiandriesmsane2981 Před 2 lety +2

    Njoko, ngyayizwa before lento oychazayo and okunye okuchazayo ngiyakwazi ngangikufunda khona la exikundleni zokuxhumana, indoda engalungisa lento yiyo le abayihlonipha bobabili, yiyo okufanele ibabize bobabili kuhlalwe phansi bavulelane izifuba labantu idlule lento....leyondoda engiyjshoyo uMsholozi.

  • @ayandamthethwa07
    @ayandamthethwa07 Před 2 lety

    Wemfoka Mkhwani uyinsizwa mf2 ubeke kahle🙌

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Před 2 lety

    Waze Wayindoda Bhuti wami Amazwi Akho Ayakha

  • @uzulusouthafrica6524
    @uzulusouthafrica6524 Před 2 lety

    Ngyamxolisela if awuphathekanga kahle mfe2 kodwa ngyakuzwa ungumfana impela kodwa ke kunzima

  • @musadodas2055
    @musadodas2055 Před 2 lety

    Uqamba amanga ayikho leyonto oyishoyo yokuthi nixabana kungazi even umuntu oyedwa

  • @mthunzimthethwa243
    @mthunzimthethwa243 Před 2 lety

    Okay

  • @mondlimncube7138
    @mondlimncube7138 Před 2 lety

    Njoko ubungabuye uthini wena lento ayikhongawe cinga indlela yokuxazulula ungathi uhlulekile ungasitsheli ngomlando wenu

  • @mavelaradebe7571
    @mavelaradebe7571 Před 2 lety

    Njoko yebo ukhuluma kahle kodwa inkulumo yakho ibukeka icheme no Khuzani ngoba sizwa ulokhu uveza ububi ngoNgizwe kodwa asikuzwa uveza obuka Khuzani and uma uzothi wadlula entweni kodwa njalo uma uphawula uyayiveza kusho usabambe igqubu

  • @intwanaencane9113
    @intwanaencane9113 Před 2 lety

    Wakhuluma amanga awubuhlakali windoda njoko🙏

  • @xolanisibiya6193
    @xolanisibiya6193 Před 2 lety

    Wawungakwazi kulungisa indaba kaNgizwe noKhuzani ube uhlulwa kucula wena ufuna udumo boy

  • @ziphosimelane5755
    @ziphosimelane5755 Před 2 lety

    Uyindoda Njoko, futhi ukulindele ukuthi usazothukwa uthukelwe ukuthi umela iqiniso futhi uyalikhuluma, kunjenjenje kungenxa yobumenemene nobuphixiphixi, wena uvele wakhetha ukumela iqiniso so usazophela zinhlamba qhawe, thina sikuzwile uyibekile ndoda yamadoda

  • @mandlankomo3407
    @mandlankomo3407 Před 2 lety

    Uyindoda Njoko cha nawe wake mnamathela ungizwe kodwa cha akukho la owawungena emndenini yimbi lento isiyasinyanyisa manje

  • @khetheloxaba309
    @khetheloxaba309 Před 2 lety +1

    Wena njoko ungafuni ukuzizondisa ngabantu ungathathi isayidi fuseg wethu

    • @phiwayinkosibhengu7084
      @phiwayinkosibhengu7084 Před 2 lety

      Useqedile cause umention kakhulu izinto ezinziwe uNgizwe kuye ebe eshalaza ngeyinxabano zakhe noKhuzane

  • @sikhumbuzosizwe546
    @sikhumbuzosizwe546 Před 2 lety

    Yazi ngabe ukhulume kahle kube bungachemile nkinga yakho chemile qhawe

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 Před 2 lety

    Khulumise kwendoda Boy khule Ndodayezenjalo