My Qhawe madoda Ali Mgube phansi kwaMaphumulo akekho umculi engimthanda ukudlula uMgube.
Real TV one heads up guys syabonga kakhulu kuningi esivuleka amehlo ngako ngala interview enu👍🏼👍🏼👍🏼
Ngicela nilungise izinto no Cela no Mashansi please bhuti Ali ngiyacela kakhulu 😩😩😩😩😩😩😩umculo wenu wakdala ngakhula ngawo namanje ngisawudlala kakhulu
Siyabonga mfo Ka Mgube ugeqa magula inkulumo yakho Iclean kuyasho ukt usumnkantshubomvu ✊
wakhuluma iqiniso umgube uyaveza ukt yindoda
Unwele olude MfokaMgube bhut🙌uyazihlonipha kant nomculo wakho syawthanda futh. Uphile nje bhut kakhulu🙌
Senikhulile manje zamani ukubuyisana no CelaZimnike no Mashansi Mjiyakho, ningabanye babaculi engihlakaniphele kini, ingoma yenu yashisa ikhotha as AmaSAP eyayithi "uyongithola ngihlezi ngilindile" nale eyayithi "uyayibona lemikhuba yabo sebeyaqabulana sebeyaqabulana sebeyaqabulana" 🔥🔥🔥🔥 angisobe ngazikhohlwa.
Yamnandi intoo isiphela madoda Dankie guys
Ngiyabingelela Bafowethu, cha bhuti Ali Mgube Ngiyabonga kakhulu inkulumo yakho iyakha futhi uyisibonelo esihle kubobonke abaculi. Kuyasho ukuthi ungubaba onenhlonipho .
Yamnandi podcast ikhululekile lensizwa yakwaMgube
Bafwethu siyabonga kakhulu muhle umsebenzi wenu kodwa ongowethu salute
😂😂😂😂😂😂siyabonga kakhulu real TV1 muhle umsebenzi wenu madoda sengathi ungakhula njalo uve ufike nakulaba abazishelayo ngani bewubone ukhulisa abaningi
Bafwethu inhle intoyenu kepha anizange nikhulume ngobudlelwano buka Ali ne Ndidane
Upppp mfoka mgube imnandi inkulumo yakho
much respect Ali Mgube brazo
EzaseNquthu oJaiva, Ngiga, Mfezi , EZikanondindwa, IZingane Zoma uzishiyile Mgube
Ay kona Jaiva, Nginga, Mfezi azami lezi ezingiculela 1 koda umuntu nomuntu uthanda amthandayo💔
Thankc to my favourite chanel realtv1.....ndicela nibize igcokama elitsha please iyangiphilisa lantsizwa
Cha mfoka Mgube mina ngiyavuma uyingqwele
Amen Mgube mina nginithanda nihlangene noDuyaz
Uyindoda Ali, kodwa ngiyafisa nilungise izinto no Cela zimnike. Noma nikhiphe nje album yokugcina ndawonye. Senikhulile manje ngiyecabanga no Cela useyiqonda kangcono indaba yama contracts.
Uhlupha ngamanga nj Wena Alison uCela uphambili ngawe ngamaAlbums lento oyichazayo nj imbudane. Album kacela yokuqala eka1996. AmaSap album yokuqala eka2001.
Aw ngize ngizwe kahle indaba aw uyinsizwa lobhuti and igama lakhe ngilazi kudala impela yizo ubuso ngiphuzile ukubazi uMthandeni lo kahle isibhedi nje,ngiyabona bhuti uyinsizwa impela wena ngiyakbona mina
Bhuti Ali UMkhaya wami
Walandisa kahle u Mgube. 🙌🏾
😂😂😂😂 oh madoda yasho kwa vakala inkosi yomtalabho 🙏
Uneqiniso uMgube 🙏🏼
Siyabonga bafwethu ukusilethela iqhawe uMgube
Uyindoda mfoka Mgube usakhile isizwe ngokukhalipha kwakho siyabonga kakhulu
Ali mfowethu u Touch Mabanga ngimazi kudala 1990s sasisonke kwa Mashu hostela ngezikhathi zo Shomi no Bhekumuzi Luthuli ekhipha 1st album nengoma i Qololakho, Pat Mkhize owa leader Isigqi Soul band, Nothi Ntuli, Mgqashiyo Ndlovu, Mfazomnyama no Nduku ziyashisa nezinyosi njl njl.
Real TV1 igezile lensizwa
Wooooooshiiiiii mfoka ndukuzempiiiii mzukul ka bhekamevaaa 🤜😰😀
Uyanya wena Mgube ama SAP iqembu elaqalwa nguCelazimnike wena nje wamdlela igama leqembu nje finish
Uyintsizwa mfoka Mgube
Inhle inkulumo yenu noMgube, ayiphoxanga muntu, iyakha kakhulu kanti siyafisa futhi ukuthi nixoxe nabanye abaculi. uMgube kuyabonakala ukuthi uwu Mnumzane akakhulumisi okwengane. Isizotha nokuzehlisa kwakhe kuyathobisa. Nani babuzi bembuzo aniyibuzi imibuzo eqhathayo or engasusa uthuthuva.
Uboke usishaye ngo Live 🙏
Akenglalele nangu uMkhaya wam umfoka Ndukuzempi.. Phans kwaNgoni
Yamnandi inkulumo yenu mfoka mgube uyinsizwa mpela
ngiyakuzwa mfoka mgube
Hawu kodwa baba uMgube wangibonisa elinye side lakho
Dankie bhuti uMgube
Wawumnandi ushuni wobhuti abadala behlonipha kunamanje basahlonipha ngicela nihlangane sigqoko esimhlophe esasala enxiweni
Nice interview bafethu qhubekani niye phambili
Khuphuka Mgube ngyakuzwa
Sorry mgube ngokulimala esthuphen
Ay wakhuluma kahle mfoka mgube🙏
Up Ali.
Ngiyakuzwa mfoka Mgube ngicela niyilungise lento no mfoka Mtshali
Ai isamudla umfoka mgube lendaba namanje yokukhuleliswa kwengane kkkk ei mthandeni unzima kakhulu boy
Ubani Lo ominyayo lapho wemadoda yehla kangaka iheniss
Up ali
Wayibeka bhuti bengafudumezi engathi kwakungeyakhe ingoma
Ukhulile uMgube
Hennessy getting free promotion
Strategy sokutalabha umgube kkk ayi uyellow bone kķkk
Siyabonga bafowethu enikwenzayo
Uyawthanda umndeni wakhe
Eyi ayaphila lamadoda Hennessy emsakazwen 😂🤣 azikhale bawela ngk
Haaaaa istiff esingaka Mgube🤣🤣
Insizwa yangakithi baba umgube
😂😂Ay umgube uyakhomba kuth Namanga wachaza kangaka makumele asho kith bahlukana kanjn ngoba ucela usho nje straight ay khona babamgube Unamanga waba gridy nje vumaa.... Imali eyanixabanisa😂
Mgube uyasangana nge mpela
Mfoka ndukuzempi uyiqhawe
ngyejabula ekugcinen ngigcine ngazil kuthi bahlukaniswa yini noCela zimnike
NELO usemanzi te!!! Umfana Ka HOTI
Nimshiye kanjani u Bheki mshengu nelo
Up mgube up
Mnsipho uyiqhawe
igeza kakwaMgube syakthnda baba nathi eMzimkhulu
🤣🤣🤣ai uqinisile uMgubi ihawu nj elokcasha🤣🤣🤣
❤️❤️
Ngicela Nike nisilandele ubaba UMlethwa Majola
Iqiniso lithi umculo wenu wawumnandi ngicela nihlale phansi nibonisane nibuyise lowashuni wenu omdala wawumnandi
Kukho konke bhuti Mnsipho ngyathanda indlela owenza ngayo nohlonipha ngayo ungayeki ngicela nibuyise ukubambisana ninoCela zimnike
Washo mfoka Nduku Zempi
Buyasha kodwa lapho whiskey
Mgube mfowethu uyaphila ekenilikhumbule I chalaha
NO ALI WAGADLA NGE 9MM
Ali mgube
eyi wangithusa umthandeni
Amawala
Ungathi ngelidala ikhonde leli madoda
Ubhimba nome khuluma losathane
Mfoka nduku zempi khona lengoma ethi (waze wamuhle umuntu enokufa)
Ikhonde sesekhona?
Muhle msebenzi wenu bafwethu siyabonga
Akukuhle kukhuluma kakhulu nangomuntu engekho lapho
Kuzilani inte angaba wrong ukuqamba amanga ngomuntu but if kuyinto eyenzeka aykhinkinga hlezi skhuluma ngabantu evrytime ungabona ungafuni ukukhulunywa ungayenzi lutho emhlabeni mane uzvalele endlini
Logologo wenu siwuphuza nini isivakashi?
Uqeda kuncoma uShwi noMtekhala kodwa ngeke ubabize kuFestival yakho Mgube 😂😂😂
Mtalabho awufuneki uyivukabe😂😂😂😂
Ngayxukuza ingqondo kwabhed'uhlelo emndenin ashila demede
Wenze into enhle ukuthi uxolele uMthandeni bayingcosana abantu abafana nawe bhuti siyabonga kakhulu futhi umculo wakho siyawuthanda kakhulu.
Ichunu liyadingeka la ikhonde liyakhonya
KUTHIWA WAKHONONDELA UKUTHI AMAGIDANGOMA ALAMBILE
Inolimi lendoda
Ikhonde madoda🤣😂
Useyothola umtalabhoohamba nomvimbo 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Isiphume eyecommander?
Lamadoda aphuza I dash yodwa ,kodwa ibhodlela lisagcwele lol ay cha
' uma uyindoda ungasho ukuthi ngeke ngizwe ngomfazi ' .. Mgube ngiyabonga 👏👏