Uthukuthele uyaveva umndeni

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 06. 2021
  • Umndeni wowabe engumengameli wezwe uJacob Zuma aweneme neze ngesinqumo sokuboshwa kwakhe. Uphosa imibuzo ngokuthi kungani abanye ababengomengameli ngaphambi kokuthi lelizwe lithole inkululeko bangazange baboshwe bona njengoba bala baphetha kubuka izwe lonke ukuvela ekhomishaneni yamaqiniso, ukubuyisana noxolo iTRC.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #JacobZuma kuSocial Media.

Komentáře • 15

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před 3 lety

    kuxhashwazwa thina as ZULUS ayhlabane

  • @briansithebe4967
    @briansithebe4967 Před 3 lety

    Vele siyadakelwa akayi ejele umkhulu

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 Před 3 lety

    Let hope usefile already Edward😄😄😄😅🤣

  • @izinsimbi3858
    @izinsimbi3858 Před 3 lety +2

    Vele soqala iboko haramu

  • @bongumusabongumusa3784

    Uboshweleni uzuma lelikhala Lenja aliboshwa ngani ngoramaphosa

  • @slindilecele9965
    @slindilecele9965 Před 3 lety

    Kwaze kwanzima mhlabeni hlalani phansi nikhulume ANC sinithanda nonke kodwa lokhu nikwenzayo mina ngiboni kukuhle baba msholozi sekhulile kuthi angaya ejele bakithi

  • @bongumusabongumusa3784

    Nithule nithini bazulu sindlala iPedi uramaphosa esibophela umkhulu wethu ayivuke indlu emnyama silwelwe mazulu

  • @nanadlamini5442
    @nanadlamini5442 Před 3 lety

    Ngivumelana nawe Nxamalala abavuse u Botha kuqala ngoba siyaxhashazwa

  • @bhekimlondo1867
    @bhekimlondo1867 Před 3 lety

    Mnini bomthetho niyiboza niyaboza kodwa nizondani uBaba uzuma wanenzani wanidlela ini kozondo niyasifundekela ngomthetho kwanina anungcini kubole ephalamende loke libolile uma usebenza umthetho akuphoshwe lamaphoyisa ayedubula abantu emarikana eqhedela abantu bekakafi ngamashortgun uma usebenza umthetho awamiswe lawo maphoyisa uma usebenza umthetho sisekelo esouth africa nabulala abantu emarikana baba Ramaphosa uyakwazi lokho awukaze uthathe inyathelo awaphoshwe lawo maphoyisa kahleni ngobugebengu kwaninina

  • @ntombifikilepetronellamkhw3760

    ANC government made a big mistake! Bamuthintile uZulu, KZN akuyona into yokudlala... They will see what the Zulu nation is made of!!!

  • @bongumusabongumusa3784

    Lento karamaphosa ayikhoh sikhuluma nokhokho bethu sobana ozogcina nxxxxxa ngozuma

  • @shavi3108
    @shavi3108 Před 3 lety

    Lol