1. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uzama ukuxubha amazinyo angcole kakhulu; lusho ukuthi wenza imizamo yokuzinakekela, ukususa imikhuba emibi, ukuzelapha, ukuthuthukisa ukuzethemba, nedumela lakho. 2. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uma uwaxubha; lusho ukungelela kukaNkulunkulu, ukuhlengwa nokusindiswa ezenzweni zobubi ezikukhungethe ukuze ubengcwele. Zechariah 9:7 And I will remove their blood from their mouth and their detestable things from between their teeth. Then they also will be a remnant for our God, and be like a clan in Judah, and Ekron like a Jebusite. 3. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uma emhlophe; lusho ukuthi lindela impilo enhle nende,ingcebo, ukuthuthuka kwesimo sezezimali nenhlakahle, nomzuzu ozokulethela injabulo, ukunethezeka nokwaneliseka. Genesis 49:12 “His eyes are dull from wine, and his teeth white from milk. 4. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma emhlophe; lusho ukuthi indlala enkulu, nokuhlasela ukweselwa ukudla. Amos 4:6 “But I gave you also cleanness of teeth in all your cities and lack of bread in all your places, yet you have not returned to Me,” declares the Lord.
Pastor please help me I dreamed the same thing yesterday ngizi khipha izinyo elixegayo and i was gonna file for a divorce on Monday and today its Wednesday 25th Jan does it mean I should proceed with the divorce or not?
Ngiphuphe bengijova balikhipha ekade libolile
Sawubona pastor weningi, ngiphuphe kuphume wonke amazinyo ami 😢but emvakwaloko, ngazi bona esemilile ngaphambili emahle ngabe kuchazani, usuku oluhle.
Thank you so much ngiyitholile impendulo ebengiydinga🙏🏼
Ngiphuphe amazinyo ami ebuhlungu wonke kodwa ekugcineni liphumile elilodwa
😢😢yhooo ndiyayifumana impendulo bawo kwaze kwababuhlungu nkosi yam
Sorry but let's hope it's not too bad,
Stay blessed.
uyabheda wena
Sawubona bhuti... Ngicela ukubuza, mina usisi wami uthi uphuphe ngizikhipha mina amazinyo ngaze ngaba nezisini... Ngabe leliphupho lichaza ukuthini ngoba mina liyangikhathaza kakhulu. Ngingajabula uma ngingathola incazelo🙏
Ngiyabonga ngokusipha ulwazi lwakho
You're welcome,
UNkulunkulu akwenzele okuhle.
Ngiyabonga baba kakhulu ngoba kuyangihlupha sikhathi sonke amaziyo
You're welcome,
Stay blessed.
Sawubona kuchazani ukuziphupha uphunyelwa amazinyo uma ngithi ngiyabheka asakhona amazinyo ngathi kuphinde kwammila amasha
Sawubona pastor ngcela kubuza, ngiphuphe ngiphunyelwa lizinyo elicijile langetulu.. Ngicabanga kutsi sekwesithathu
1. UKUPHUPHA UPOHUNYELWA IZINYO
(a) Uma uphupha uphunyelwa izinyo; wuphawu olukuxwayisa ngokuthi uzolahlekelwa wutho olubalulekile noma umuntu obalulekile. Kungenzeka uhlukane nomuntu wakho noma umuntu omkhonzile noma kushone umuntu osondelene kakhulu nawe.
Baba unjani ngicela ukubuza ukuphupha umuntu ongasekho ekhuluphele kuchazani
lishukuthini iphupho ophupha ukhumula iyerha uqedakuyerha igadi kuvele isalukazi sithi sawubona mzukulu kaban atsho elula isandla. abesethi ubenosukoluhle. ngimusha layikhaya ngiyaqala ukungena
Angilazi Igadi/or iyerha can u please write in English if possible.
Thank You.
Ukuphupha usemfen ubone umden kamufi susilwa sebetshayana ngamareki kucine sekuganyula abant lezimota
True I believe you in interpretation
thank you, Bukhobenkosi.
Stay blessed
Sawubona pasta weningi ngiphuphe ngishaya umntwana Wami ngento emlonyeni angisayazi ukuthi ibiyini wahlephuka amazinyo kungeyena yedwa nefriend nomunye engihambanaye ngetransport mangiya emsebenzi ngivuke ngibuhlungu
Ukuphupha ugogo encumela isoka, ethi ukupha nezipho zomuzi omusha
Sanibona ngyathemba bayaphila abantu, ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu wakho egqoke iimpahla ezimhlophe from head to toe
Sawubon pasta ngiphuphe umuntu engijaha engishaya bengathi uhlanya engishaya nasemlomeni emazinyweni engishaya nami ngamushaya but kube engathi phelelwe amandla but nami ngyamushaya bhut wami wafika wangilekelela wafika
Hello pastor ngiphuphe ngikhipha amazinyo bt kungaphumi igaz ngemva kwaloko ngabona kumila amanye kungabe kutshoni
Ngicela incazelo pastor iyangihlupha lento yamazinyo I think sokuka3 ngiliphupha
Ndicela ukubuza xa endiqaqambela amazinyo kuchaaza ukuthini. Kuphinde ukuphupha umntu ongumzantsi wefish?
Sanibonani ,ngimusha la ekhaya, please assist me with my dream...ngiphuphe ngiphunyelwa ngamazinyo awangaphansi ebolile
1. UKUPHUPHA UPHUMA AMAZINYO
a. Uma uphupha uphuma amazinyo; wuphawu olubi olusuke lubika ukuthi kungenzeka kunento eyigugu ezokulahlekela futhi kungaba umuntu oyigugu kuwe ozokuphunyuka kungekudala.
2. UKUPHUPHA AMAZINYO EBOLILE
a. Uma uphupha ubona amazinyo abolile; wuphawu olubi olusho ukuthi uzolahlekelwa empilweni yakho. Kungenzeka ulahlekelwe yinto obukade uncike kuyo noma ebalulekile kuwe.
Futi uma uphupha amazinyo abolile; wuphawu oluyisixwayiso sokuthi kunento noma umuntu empilweni yakho oseqala ukukuphunyuka kancane kancane noma oseqale ukuguquka.
Sanibonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uphunyelwa izinyo lihlephuka kancane kancane Lincolile kusale elisha ngaphasi elihle eliqinile
Ngiyabong
Pastor mina ngiphuphe ngizikhupha izinyo...kutsho ukuthini lokho
*Uma uzikhipha amazinyo ngaphandle kokusokola;* wuphawu olubika ukuthi kungenzeka ungadingi ukusebenza kanzima ukuthola okuthile okufunayo. Futhi kungasho ukuthi angeke usebenze kanzima ukuze uthole okudingayo.
*Uma uphupha uzikhipha amazinyo kunzima noma kubuhlungu;* wuphawu olukuxwayisa ngokuthi ungahle ubhekane nesimo esinzima okunzima ukubhekana naso noma ukusinqoba.
Sanibonani, please assist me with my dream, ngiphuphe ngi brusher amazinyo wami
1. UKUPHUPHA UXUBHA
a. Uma uphupha ugeza amazinyo; wuphawu ukuthi uzama ukuvimba noma ukugwema okuthile ukuthi kungamosheki. Uzama ukunqanda okuthile ukuthi kungafekeli nakuba unolwazi noma ubona ukuthi sekuvele kumoshakele.
b. Futhi uma uphupha uxubha; wuphawu olungasho ubudlelwano onabo nesoka lakho obungebuhle ozama okusemandleni onawo ukuthi bungapheli kepha izimpawu zokuthi buyafekela zisobala.
c. Uma uphupha uxubha; wuphawu futhi olukhombisa ukuthuthuka, noma kukhona okuthile okuhle okuzokwenzeka emndenini wakho noma kubantu osondelene nabo.
Sanibonani, please help me with this dream. Ngiphupha ngibona uBaba wam ejabulile enxibe ama-braces for amazinyo, kusho uthini lokho? Ngiyabulela.
Pastor kushoni ukuphupha umakhelwane eningazwani naye ngenxa yemfuyo ngiphuphe ngihamba namantombazane amabili ngiwalande eskoleni Uma sesifikile khaya athy alambile ngahamba nguwmuntu oyothenga isinkwa ngifike lo baba singezwani naye wangithrngisela BT wasixuba white n brown ,ngathenga Ngo 20 wangibuyisela ushitshi onemali emhlophe yodwa kuno 5 rand owodwa O silver and gold ngaphaphama
(1) UKUPHUPHA ABAFUNDI
(a) Uma uphupha amantombazane esikole kungaba wuphawu olukhombisa ukuthi inhlanhla yakho yengcebo izokwenyuka ngokushesha, mhlawumbe uzothola izizumbulu zemali.
(b) Uma uphuphe iphupho elilodwa lamantombazane esikole wuphawu olukhombisa ukuthi uzokuba nenhlanhla yothando futhi uzohlangana nomuntu omthandayo.
(2) UKUPHUPHA ISINKWA ESIMHLOPHE
(a) Uma uphupha izinkwa ezimhlophe kungaba wuphawu olumele umcebo/ingcebo, inzuzo ukuqonda, noma impango noma icala.
(b) Uma uphupha udla isinkwa esimhlophe wuphawu olusho okuhle empilweni yakho.
(c) Uma uphupha ubona isinkwa esimhlophe wuphawu olumele ukuthi ungase udunyiswe noma uthole udumo ngenxa yokuzikhandla kwakho.
(d) Uma uphupha uthenga isinkwa esimhlophe wuphawu olusho inzuzo, ukuchuma nenhlalakahle noma kusho into ezayo ezokujabulisa.
(3) UKUPHUPHA ISINKWA ESI’BROWN
(a) Ukuphupha isinkwa esi’brown wuphawu lwenhlanhla nokumbathwa yithongo elihle.
(4) UKUPHUPHA IMALI EWUHLWEZA
(a) Uma uphupha imali ewuhlweza emhlophe wuphawu oluhle olungasho inhlanhla, ingcebo, amandla nokuba namava. Kusho ukuthi ungalindela ukuthi impilo yakho izoshintsha ngendlela enhle.
Leli phupho lingasho nokuthi uzofinyelela enhlosweni yakho nokuthi ekugcineni uzokwazi ukufeza amaphupho akho.
(b) Uma uphupha imali ewuhlweza yegolide wuphawu oluhle kakhulu olumele uthando, udumo, nenhlanhla. Iphupho lingasho umcebo, ukunotha noma ukuzuza ifa lesamba semali esikhulu.
SUMMARY
IPHUPHO lingasho ukuthi umakhelwane unaso isifiso sokuti niikhumisane umlotha futhi izinto zingase zikuvume kungekudala. kungenzeka izinto zikuhambele kahle kokwenzayo noma kwezothando.
INKOSI ithel'umusa
Ukuphupha u brother ka babuwakho ethi ufuna ukhipha amazinyo...ngicelingcazelo kushukuthini?
Lokuphupha ngihamba endaweni igcwele amakaka kodwa bengivika ukuthi ngingawanyatheli ngihamba phakathi na phakathi ngavuka
(1) UKUPHUPHA AMAKAKA
(a) Ukuphupha ubona amakaka noma uzibona uvika ukuthi ungawanyatheli kuwuphawu lokuthi kukhona okuphonsa ngesichitho.
Be blessed
Pastor kushoni ukuphupha inkomo singeko khaya niphume uwena no baba wako nomuntu esingamazi wesilisa saphuma sayozicinga qede sabuya nazo nezimbuzi zihamba phakathi neynkomo BT zingagxobani zizihle inkomo nalezi mbuyzi
(1) UKUPHUPHA IZINKOMO
(a) Uma uphupha ubona izinkomo wuphawu olusho ukuchuma. Kusho ukuthi ungumuntu onesizotha ongadingi okuningi ukuze ajabule. Awuthandi ukuchitha imali ngezingubo, ubucwebe, nezinye izinto, kodwa uthanda ukutshala imali kwezemfundo nokuzithuthukisa weza siqu.
(b) Uma uphupho izinkomo zisekhaya wuphawu oluhle olukhombisa ukuthi asebekhulile bazophila isikhathi eside futhi umndeni wakho uzoba nokuthula.
(c) Uma uphupha izinkomo ziklabe emadlweni wuphawu lokuthula nokuchuma futhi kusho ukuthi uzokwazi ukuqongelela ingcebo.
(d) Uma uphupha ubona umhlambi wezinkomo usemadlelweni noma uwelusa noma uwuqhuba wuphawu oluhle olusho impumelelo nenhlanhla.
(2) UKUPHUPHA IZIMBUZI
(a) Uma uphupha ubona izimbuzi ikakhulukazi ezimhlophe wuphawu oluhle olusho ukuthi uzoba nenhlanhla.
(b) Uma ubupha ubona izimbuzi wuphawu oluvame ukusho inhlalakahle yezezimali, inhlanhla yokuphumelela ngokwezinto ezibonakalayo kanye nenhlanhla kuzo zonke izingxenye zempilo. Izimbuzi zimele amandla, umdlandla, kanye nohlangothi lwakho lokufuna ukwazi.
(3) UKUPHUPHA UMHLAMBI WEZINKOMO NEZIMBUZI
(a) Uma uphupha umhlambi wezinkomo nezimbuzi wuphawu olutshengisa amandla akho okuthemba abanye.
(b) Uma uphupha umhlambi wezinkomo nowezimbuzi ikakhulukazi uma ungalwi futhi unonophele kusho ukuchuma nenhlanhla nokukwazi ukuophilisana nabantu.
SUMMARY
Iphupho lisho ukuthi ukungahambi kahle kwezinto noma ukubheda kwesimo kepha ngenxa yokuzikhandla nokuphilisana nabantu uzokwazi ukusinqoba, uchume nezinto zikuvune.
INKOSI ithel'umusa
Hi what if you dream amazinyo uwaqinisile I'm not Zulu but Xhosa
Sawbona pastor kusho kuthi kuphupha uxhubha amazinyo
1. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uzama ukuxubha amazinyo angcole kakhulu; lusho ukuthi wenza imizamo yokuzinakekela, ukususa imikhuba emibi, ukuzelapha, ukuthuthukisa ukuzethemba, nedumela lakho.
2. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uma uwaxubha; lusho ukungelela kukaNkulunkulu, ukuhlengwa nokusindiswa ezenzweni zobubi ezikukhungethe ukuze ubengcwele.
Zechariah 9:7 And I will remove their blood from their mouth and their detestable things from between their teeth. Then they also will be a remnant for our God, and be like a clan in Judah, and Ekron like a Jebusite.
3. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu oluhle uma emhlophe; lusho ukuthi lindela impilo enhle nende,ingcebo, ukuthuthuka kwesimo sezezimali nenhlakahle, nomzuzu ozokulethela injabulo, ukunethezeka nokwaneliseka.
Genesis 49:12 “His eyes are dull from wine, and his teeth white from milk.
4. *Uma uphupha amazinyo;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma emhlophe; lusho ukuthi indlala enkulu, nokuhlasela ukweselwa ukudla.
Amos 4:6 “But I gave you also cleanness of teeth in all your cities and lack of bread in all your places, yet you have not returned to Me,” declares the Lord.
Ngimusha la ekhaya , ngaze ngajabula ngoba sengithole izincazelo eziningi zamaphupho wami..
Thanks for being part of the family
we wish you well.
Much love
Be blessed Saffair.
Sawbona ngicela ukbuza kuchazani ukphupha utshwala besizulu kdwa bungcolile
Ngibe kusho ukuthini ukuphupha kukhula izinyo langaphambili elilondwa?
Pastor 🙏🏾what if uphuphe kuphuma amazinyo kodwa when I look in the mirror wonke akhona ?
*Uma uphupha uphume amazinyo;* wuphawu olusho ukuthi uzolahlekelwa umuntu noma into eligugu ― okungaba ukuphela kobudlelwane, ukuphela umsebenzi noma ukubhekana nezinguquko ezinkulu empilweni.
*Uma uphupha uphume amazinyo kepha uwabona ekhona uma uzibuka ngesibuko;* wuphawu olusho ukuthi kukhona umuntu noma into eligugu engase ikulahlekele noma kunento ezokwenzeka ungalindele ikushiye umangele kepha angeke ibe nomthelela omubi empilweni.
Futhi kungasho ukuthi kunesimo esizokwenza ucishe ulahlekelwe ukuzethemba.
PASTOR kusho kuthini uma uphupha I ex yakho iphume isinyo eli one
Pastor unjani ukuphupha udonsa into engathi yichaphisi inamathele emazinyweni kodwa ingapheli lokhu ngiyindona kutshoni
(1) UKUPHUPHA AMAZINYO ENGATHI ANGCOLILE/ANENTO ENGASUKI
(a) Uma uphupha ngokuba namazinyo angcolile/anento engasuki kusho ukuthi uzothola inkinga ezinsukwini ezizayo. uzohlangabezana nenkinga noma ingxabano nabantu osondelene nabo.
Akukubi kakhulu, qala ukuqaphela uma wenza imisebenzi wakho noma uqaphele amazwi akho, uzokwazi ukugwema noma yisiphi isimo esingemnandi.
Be blessed
@@NufliqOnline ngiybonga Kakhulu unkulunkulu akubusise
Thokoza Mkhulu.
Ngiphuphe ngigeza amazinyo ingabe kusho ukuthini loko?
🙏🙏🙏
UKUPHUPHA UXUBHA AMAZINYO
(a) Uma uphupha uxubha amazinyo kuvame ukuba wuphawu oluhle futhi oluveza ukukhula kokuzethemba nokuthembela emandleni nasemakhonweni akhe.
- Futhi wuphawu lokuzinakekela nokunakekela impilo yakho.
(b) Uma uphupha uxubha amazinyo Futhi kungaba wuphawu olubi oluveza ukuthi uzithatha noma uzizwa njengesehluleki phambi kwabantu.
- Kungasho ukuthi unokuzenyeza
INKOSI ithel'umusa
Ngyabonga Baba🙏
Sabona Pastor ...kutshoni ukuphupha uphunyelwa amazinyo aphinde abekhona same time?
*Uma uphupha uphume amazinyo;* wuphawu olusho ukuthi uzolahlekelwa umuntu noma into eligugu ― okungaba ukuphela kobudlelwane, ukuphela umsebenzi noma ukubhekana nezinguquko ezinkulu empilweni.
*Uma uphupha uphume amazinyo kepha uwabona ekhona uma uzibuka ngesibuko;* wuphawu olusho ukuthi kukhona umuntu noma into eligugu engase ikulahlekele noma kunento ezokwenzeka ungalindele ikushiye umangele kepha angeke ibe nomthelela omubi empilweni.
*Uma uphupha uphume amazinyo kepha uwabona ekhona uma uzibuka ngesibuko;* wuphawu olungabuye lubike ukuthi uzophinde uzethemba ngemuva kokulahlekelwa ukuzethemba.
Can you plz ube straight to point kumbhuzo before usichazela okune?
but did you check the latest visuals or you just see iphutha on a old visual.
Pastor kusho ukuthini ukuphupha ngiyikhipha izinyo elilodwa kube buhlungu ephuphweni
*Uma uphupha ukhipha izinyo elixegayo;* wuphawu olungasho ukuthi uzothatha isinyathelo sokuqeda ngobudlelwane osebukuhluphe isikhathi eside, noma kunoimuntu ozomkhipha empilweni yakho kepha okungeke kumnandi ukuhlukana naye.
*Uma uphupha ukhipha izinyo elixegayo;* wuphawu olungakhomba ukuthi kukhona okumele kuphume noma ukukhiphe empilweni yakho okungaba wumuntu noma yinto engaselana usizo futhi eyenza impilo yakho ingabi mnandi.
*Uma uphupha ukhipha izinyo elixegayo kepha kubebuhlungu;* wuphawu olungasho ukuthi kunoguquko olukhulu nolunqala okumele ulenze kepha okungeke kube mnandi noma kubelula uma usalenza.
Pastor please help me I dreamed the same thing yesterday ngizi khipha izinyo elixegayo and i was gonna file for a divorce on Monday and today its Wednesday 25th Jan does it mean I should proceed with the divorce or not?
Sawubona Pastor, ngiphuphe kuphuma amazinyo angaphambili ebolile, ngabe kuchaza ukithini?
Ngifisa ukwaz kahle ngamaphupho ngoba ngyakholelwa kakhulu kuwona
Ok,..
That's so great.
Keep glued on our channel.
and you can also call me anytime.
Be blessed
Ngiphuphe kuphuma amazino awu4 on my right side of my mouth, ngicela ukubuza what does it mean.?
(1) UKUPHUPHA KUPHUMA AMAZINYO
(a) Uma uphupha uphunyelwa amazinyo invama kuba wuphawu lokuthi uzolahlekelwa into eyigugu kuwe.
(b) Uma uphupha uphunyelwa amazinyo kuvame ukuba wuphawu lokulahlekelwa kanye nezinguquko ezibalulekile empilweni. Leli phupho lingakhombisa ukuthi ubhekene nokulahlekelwa okuthile, njengokuphela kobudlelwano ungazelele noma ushintsho lomsebenzi.
Be blessed
Ok thank you pastor stay blessed
What if there's already a loose tooth in your mouth
Molo Pastor what if you dream amazinyo uwaqinisile I'm not Zulu but Xhosa
Hi what if you dream amazinyo uwaqinisile I'm not Zulu but Xhosa
Can you say it in English, then?