Ukuphupha amaphoyisa ebopha abantu |

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Ukuphupha amaphoyisa ebopha abantu | @Pastor WeNingi
    #dreammeaning #amaphoyisa

Komentáře • 41

  • @HlokozaShenge
    @HlokozaShenge Před 28 dny

    Ngyabingelela professor ngicela ukubuza ngiphuphe ngisestolo e ShopRite kwangena zizobamba inkunzi salaliswa phansi sonke kodwa mina bangiyeka bathi angiphume ngaphuma ngabona abantu abaningi ngaphandle kwaqhamuka amaphoyisa ngezimoto avimbezela lezigebengu esitolo

  • @user-bk1uh8uh7w
    @user-bk1uh8uh7w Před 8 měsíci

    Sawubona pastor ukuphupha Ubuntu othandananaye eboshwa amaphoyisa

  • @user-wj4mz3bq7r
    @user-wj4mz3bq7r Před 4 měsíci

    Ngiyabonga Pastor ngiphendulekile👏🏼👏🏼

  • @PhindiBright
    @PhindiBright Před rokem

    Sawbona Pastor weningi ngiphuphe ngiboshiwe Kodwa ngakwazi ukweqa ejele Kodwa khona lapho ngiqgoke I uniform yeskole uma ngisabaleka kanjalo amaphoyisa asegcewle yonke indawo ngathi ayangfuna vele ngibaleke njalo ke ngingene komunye umuzi umawakhona athi ngikhumule i uniform ngiphele endaweni uma ngisahamba kanjalo ngihlangane no mkhulu owayeshade nobabekazi kamama ongizalayo ngithi ku yena mkhulu anginamali yokugibela itaxi naye ethi akanayo yingakho eyinyandula sihambe njalo ke bese ngiphaphama

  • @Khululiwe2602
    @Khululiwe2602 Před rokem +2

    Looking dapper as always Pastor

  • @user-hy9me3kt5h
    @user-hy9me3kt5h Před 8 měsíci

    Sawbona ngcela ukubuza kushoni ukuphupha abaculi bavunule

  • @spho1190
    @spho1190 Před rokem +1

    Good Day Pastor Weningi. Cela ukubuza I meaning yokuphupha 1.ubona umntu edutyulwa.
    2. Ubona umntu (omaziyo) etica (spitting)
    Enkosi Pastor ngomsebenzi wakho omhle🕯

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem

      *Uma uphupha umuntu omaziyo echiza ukotshi;* wuphawu oluvame ukusho ukuthi lomuntu noma omunye ukubukela phansi noma ubukela abanye abantu phansi.
      *Uma uphupha umuntu omaziyo echiza ukotshi;* wuphawu olungabuye lusho ukuthi kumele uqaphele ngoba uzomcasula noma kunento ezomcasula kabi.
      *Uma uphupha umuntu omaziyo ekukhafulela;* wuphawu olusho ukuthi akumele umethembe futhi kungenzeka ukubambele amagqubu, uzophinde akwehlise isithunzi ungazelele.
      *Uma uphupha ukhafula omunye umuntu;* wuphawu olusho ukuthi kumele uqaphele ngoba nizoxabana nalomuntu noma nomunye umuntu osondelene naye.
      for iphupho lokudutshulwa kindly refer to the videos on the channel, sesikhulume kaningi ngalo.

    • @spho1190
      @spho1190 Před rokem

      @@NufliqOnline danko!

  • @ShahleenPhumzile
    @ShahleenPhumzile Před měsícem

    Ninjani pastor ngiphupha ngiboshwa ama phoyisa abopha mina ngedwa kubantu bonke and sibaningi

  • @thembekilemjoli
    @thembekilemjoli Před rokem

    Sawbona pastor weningi ,bengicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha usuthwasile usesgodlweni ngyabonga

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 Před 10 měsíci +1

    Siyabonga pastor

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 10 měsíci

      Kubonga mina,
      UNkulunkulu akwenzele okuhle.

  • @djtebzamrbigup2452
    @djtebzamrbigup2452 Před rokem

    Sawubon Pastor ngicel ukubuza uma uphupha iboshwa ziboshiwe ziningi kuchazani

  • @mattykwa7177
    @mattykwa7177 Před 6 měsíci +1

    Ngaphenduleka kamnandi 😊

  • @user-ql1ct1vj9y
    @user-ql1ct1vj9y Před rokem

    Sawbona pastor ngabe kuchazani ukuphupha osaziwayo eboshwa kodwa ephelezelwa imina

  • @user-ts3sl5zj1q
    @user-ts3sl5zj1q Před 6 měsíci

    Ukuphupha amaphoyisa abamba ungani

  • @mbabhathaluqa3767
    @mbabhathaluqa3767 Před rokem +1

    Thokoza mkhulu siyabonga

  • @cbonelomalinga2780
    @cbonelomalinga2780 Před rokem

    Sawbona pastor weningi.uLondiwe Zulu lona cela ukubuza nanti iphupho, ngiphupha kungathi ngithandana nomfana wangapha ekhaya kdw angimjwayele lomfana in real negama lakhe anginaso isiqiniseko salo kodwa ephushweni bengu Sbu okuyigama lika bhut wam omncane, amaphoyisa afike aya emotwen shut athola lokho akutholile kwabe uyaboshwa, manje ngizibone fut kungat sengisekhaya ngoba ubaba uyena olandele ngemumva amaphoyisa ukuyozwa kahle ngodaba

  • @user-do4lt7oq9s
    @user-do4lt7oq9s Před 7 měsíci

    Sawbona mkhulu cela ukbuza kuchazan ukphupha umuntu ngasekho ekbophisa eqhumisa nesbhamu

  • @SambuloDawu-gx3eu
    @SambuloDawu-gx3eu Před 11 měsíci +1

    Unjan mkhululi siyabonga kakhulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 11 měsíci

      Thanks to you as well, INkosi ikwenzele okuhle kodwa

  • @user-xb1ts8cn7b
    @user-xb1ts8cn7b Před rokem +2

    Sawubona bhuthi cela buza kuchazani ukuziphupha uyiphoyisa uhamba ngemoto yawo engathi ngyafika kamalume omncane ebaleni lapho kwakuhlalwa khona kudala

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      Please check this video for more clarity
      Filename
      Ukuphupha uyiphoyisa
      Video link
      czcams.com/video/5hnrvarPByQ/video.html
      stay blessed.

  • @ThabaniNsele-xn1yo
    @ThabaniNsele-xn1yo Před 5 měsíci

    Sawubona mkhulu ukuphupha umuntu oyushlobo ebophisa umndeni wonke ngama phoyisa kusho ukuthini

  • @noxyminnie407
    @noxyminnie407 Před rokem +1

    Sawbona pasta unjani nginephupho Lana ngiphuphe baba wami osewashona ephethe oplastic abanegrrosa wangibiza wangi huger then wathi uyangithanda

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem

      Noxy Minnie
      Sawbona pasta unjani nginephupho Lana ngiphuphe baba wami osewashona ephethe oplastic abanegrrosa wangibiza wangi huger then wathi uyangithanda
      *Uma uphupha umufi;* wuphawu oluhle ngokwesintu uma umufi ekwanga; lusho ukuthi uzokwazi ukuzimela, futhi uzophila isikhathi eside uphinde ukhule uze ukhokhobe.
      *Uma uphupha umufi;* wuphawu oluhle ngokwesintu uma umufi ekwanga; lusho umufi ulithongo elihle futhi elikukhathalele eliqinisekisa ukuvikeleka, nokuphepha nokuphila impilo ende futhi enhle.
      *Uma uphupha umufi;* wuphawu oluhle ngokwesintu uma umufi ekwanga; lusho ukuthi ungase uthole usizo, nokwesekwa, ngisho ukwenza inzuzo noma ukuhlomula ngefa nolwazi olunzulu imbala.
      *Uma uphupha umufi;* wuphawu oluhle ngokwesintu uma umufi ekwanga; lusho ukuthi lindela ukuthola induduzo, nokukhululeka, nokuzizwa kangcono uma kungukuthi unengcindezi nezinkinga ezikukhungethe.
      Summary this is positive dream, it means he's an Ithongo, that cares about your wellbeing.

  • @Jek85d
    @Jek85d Před rokem

    Sawubona mkhulu ngiphuphe ngiboshwa ngancaba wathi ngisayine iphepha ngancaba kepha long ongibophayo owesifazane futhi uyi warder usojele.

  • @ShahleenPhumzile
    @ShahleenPhumzile Před měsícem

    Ngiphupha ama Camera ama ningi angcwele isihlahla kuchazani

  • @renelwemoahlodi-hj9jm
    @renelwemoahlodi-hj9jm Před 5 měsíci

    Sawubona Pastor,uma uphupha amaphoyisa athatha imoto bathi eyomunye umuntu aksiyo eyakho,kusho ukuthini?

  • @andileroselina4292
    @andileroselina4292 Před rokem

    Ngincela ukubuza ukuthi mawuphupha imoto ya maphoyisa

  • @nonhlanhladlamini1885

    Ngiphuphe ngibona ojele besemsebenzini bexoxa bethamele ilanga

  • @nelisiweshabangu8118
    @nelisiweshabangu8118 Před rokem

    Cela buta phuphe khuluma nemuntfu wesilisa atsi uyanjabula umntfwana uphasile esikolweni ,partner wami akwate kutsi make walomntfwanakhe utjela lamanye emandvodza ngemntfwanakhe yena angati kwetiwa yini Kani umntfwana wakhe,ngabe kushoni Pastor

  • @user-oq8sy8bh1s
    @user-oq8sy8bh1s Před 5 měsíci

    Ukphuph muntu owashona eboshwa ama phoyisa?

  • @amlindilelindamzinyati4811

    Hello pastor I would kindly like to ask what it means when dream of police arresting thieves that were hijacking your big black car.

  • @renelwemoahlodi-hj9jm
    @renelwemoahlodi-hj9jm Před 5 měsíci

    Sawubona Pastor,uma uphupha amaphoyisa athatha imoto bathi eyomunye umuntu aksiyo eyakho,kusho ukuthini?