I hope Dudu Chiliza Khoza Jabule uyafa ubakhonzile bantu bakubo' nenkosi yakho Phathisiswe Chiliza Emadungeni Ijabule kakhulu..... all the best Mkhayab
Ngyakuzwa mina mkhaya kwakumnandi ngalelilanga la ngase ngijuluke ngimanzi tee bayoze bayivume south coast njengoba beyibukela kude nje siyabonga kubhuti ugeh ngokungakhohlwa amabhenanyawo
Ndlela zimhlophe kuqhakazile...wish you all the best ngane yakithi
Siyaziqhenya🙌. Muhle umsebenzi wakho🔥🔥🔥
mfokaChiliza Unkulunkulu akukhuluse njalo nkunzi yombhemu aphinde akukhusele ukuze uzophila is'khathi eside kulomhlaba 🙌🙌
I think ikhayalami is the song that will stay for 20 years igoma engaphuphi 💥💥💥💥💥
Its like national anthem
Lengoma ngathi kudala ikhona ivele ikwenze ucinge nqoo ngeKhayalakho🧚♂️💪💥💥💥💥💥💥
Uba abaculi baduma ngokwemisebenzi yabo #Duma izwe lonke bafo Kuba yinkinga uba beduma ngemali okanye ngokuthwala abadumile kdwa talent excellent
Ndtsho kuwe #Skweletu 🔥
Skweletu, mfo ka baba ukhulile and ingoma zakho zingenile ebantwini. Ungayeki ukuzehlisa bhuti nokuhlonipha abalandeli bakho ngendlela owenza ngakhona. Muhle umsebenzi mfo ka baba.
Khuphuka mfokaChiliza✊ umculo wakh usukwelinye izinga mfwethu qhubeka njalo nenhlonipho onayo emnyakeni engemngaki nje ezayo siyobe sesikhuluma okunye ngoSkweletu✊✊✊✊✊
Kade abaqala uSkweletu. Kodwa balokhu beziba manje amasango avuliwe. Ungaziyeki izingoma zakho ezisebantwini. Fige ...Abafana izinja nezinye. Uyathandwa Skweletu.
Weeeee waphinda wayi skweletu. asambe chiliza 💥🙌🙌🙌🙌
Aw aw suka kukude eNMZ❤️
I hope Dudu Chiliza Khoza Jabule uyafa ubakhonzile bantu bakubo' nenkosi yakho Phathisiswe Chiliza Emadungeni Ijabule kakhulu.....
all the best Mkhayab
Ngyakuzwa mina mkhaya kwakumnandi ngalelilanga la ngase ngijuluke ngimanzi tee bayoze bayivume south coast njengoba beyibukela kude nje siyabonga kubhuti ugeh ngokungakhohlwa amabhenanyawo
Up mkhaya wam kude kwabhaca💃💃💃💃 fequ
Uyaybhaxa ingoma Skweletu🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥👌
Khuphuka lapho mkhaya man 🔥🔥 NMZ izkhwama!!
Kukude ka Ngceni bantu 🥰ucula kahle mfwethu❤
Up Skweletu up syabonga mfanakit udlale kamnandi
aii sukanin madoda uSkweletu uyakude maarn😌😌
Ngaze ngamthanda lo mfowethu,👊👊👊
AY mfanwam udlale kahle kakhul angilkhalel idata lam engkubuke ngalo ...ngla epitoli wemkhay
Abantu bengibiza isimo sendawo🙈🙈☺️☺️👌
Bhuti wam umculo wakho useqophelweni eliphezulu but recognition ekfanele ngathi witholi kdw vele iqiniso alikho emhlabeni
Iskweletu ezintombini nasezinsizweni,🔥
Bengifisa uqhubeke noshuni wakho mfana wami, into yakho iyakude kakhulu
Skweletu🔥🔥🔥🔥abakuyeke
I love ikhayalami❤
Ayy inkosi ka Maskandi❤❤
#skweletu oyiskweletu ngentambo nangephimboo
wumkhaya wam Lona NMZ 🔥🔥🔥❤️❤️❤️
Uyashaya lombhem shiya umona kwin uze engomeni uzobona
yabona makukhulunywa ngomuntu ocula okwangempela ,kukhulunywa ngawe mfwe2 ..ungenhla ngengoma up lapho
Umfana owafika endimeni kamaskandi kwezwakala sukaaaaah🔥🔥🔥
Ingenhla yakith mnj ongakakubon lokho unenkinga ... khuphuka Mdunge ngyakuzwa
Khuphuka nkabi Yami
💯💯💯💯💯💯💯🔥🔥🔥🔥🔥 Up Up
Muhle. Umsebenzi. Wakho
🔥🔥🔥🔥🔥 ay mfana iqiniso lithi ucula kamnandy sikufisela okuhle kodwa
Kodwa skweledu uyayishaya ingoma
I future kuMaskandi i bright
Kochiliza vele senza nj
Usuyiskweletu ngempela ke manje mfoka Chiliza ugqilaza ngempela
Khuphuka lapho Bafo🔥
Khuphuka mkhaya
Yinhle ingoma yakho nsizwa 👌👌
Usuyi credit card manje futh uzogcina siyi bond #thefeature
🔥🔥🔥🔥🔥
Khuphuka mfana oshaya umlayezo oqondenqo ngokwenzekayo esizweni likhulu inhale ithalente kumfana,aqhubekele phambili usasemncane
Khuphuk mfana
Ay marn
Inkulu ingoma yakho mfanakithi ume njalo
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Qhubeka njalo mfanakithi ukhiphe ingoma ethandwabantu
Khuphuka. Bafi
👊👊💪💪🤟🏿
Umsebenzi omuhle awuqhubeke
🔥🔥
Khuphuka lapho bhutii🥰🥰❤️❤️
Uyinsizwa mfoka Chiliza uvunywe nasezizweni umculo wakho ususabalele kakhulu ngiwuzwa etaxin eNorthern Cape kathu
❤️👍
Ayi cha mfoka Chiliza uyalwa futhi angaxi bayokuvuma nini
Okumhlophe kodwa mfwethu
Abuyeke mft🤘
Khuphukaaaaaaaaaa laphoooooo 👑❤🤗
❤❤❤❤😊😊
Sesifikile iskhathi sakho mfoka Chiliza
gijima baf siykuthand kakulu
Muhle umsebenz
Ming Ngicela ukujoiner ube yeQhawe lami uyangibusisa umculo wakho
Iyakhuphuka LeNkunzi
Ngyakuzwa mina mfana kithi
Name Tag Clothing 🔥💥
SKWELETU🔥🔥🔥
Story of my life
Mfanakithi uyakude ngibonile bengikhona
🔥🔥🔥