Ayi! izinto zomsamo azipheli, ulungisa lokhu kuvele lokhu, kusho abantu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 2. 06. 2024

Komentáře • 25

  • @excellentmalinga
    @excellentmalinga Před měsícem +2

    Ngicela kubuza uma ungatholi I support kubo Malume nangabe ufuna kukwendza konke loko funeka wendze njani.

  • @MthobisiKhabazela
    @MthobisiKhabazela Před měsícem +4

    Mpunga Yesintu, ngiyafisa ngelinye ilanga uke ufike ujule kakhulu usichazele ngokuphupha inkolo yakwaShembe, Amakhosi akwaShembe kanye nokuphupha iLembe.

  • @DukeOfEccleston
    @DukeOfEccleston Před měsícem

    Haai kubi Mpunga, akupheli tuu

  • @PinkyGcaba
    @PinkyGcaba Před měsícem

    Wakhuluma mapholoba nami umama wami uzalwa umangcobo,

  • @RosemaryNdlovu-lc3ok
    @RosemaryNdlovu-lc3ok Před měsícem

    Eyi nkosi kunzima ziningi izinto esizibile yingakho kunzima empilweni

  • @khonzezulu9340
    @khonzezulu9340 Před měsícem +1

    Yakhuluma impunga yesintu,siyabonga. Uma umlando wasekhaya komama wakho ungawazi kahle kodwa uyabona ukuthi ilapho okunomsamo wakho,kumele wenzenjan? Angimazi ukhokho wam,nogogo sizwa ngendaba ukuthi ungowakwabani but asinayo isure ukuthi wayengumlanjwana noma cha.

  • @user-lr9ik6gr6z
    @user-lr9ik6gr6z Před měsícem

    Wakhuluma Baba kuymanje ngzofaka ukhokho wakomalume.. Umkhulu akamenzalanga lutho lokho sekumthwalo wami

  • @bonganikhumalo221
    @bonganikhumalo221 Před měsícem +1

    Aycha mkhulu iyangithinta kakhulu lendaba selokhu uqalile ukusivula amehlo ngiyabonga ngizoqiniseka kakhulu ukuthi ngiyakwenza ukufanele ithongo

  • @sibongiseniwonga
    @sibongiseniwonga Před měsícem

    Nang'omunye Rb khombisa khona lokho amakholwa akanayo inhlonipho baduke kabi, lokhu ebanga umsindo ngento engekho ayikho into noma umuntu ongu Jesu

  • @MelusiMdlalose
    @MelusiMdlalose Před měsícem

    🙏

  • @mondempondo
    @mondempondo Před měsícem +1

    Inyaniso leyo mkhulu sengase bandiphe Amandla ndikulungise konke okumele kwenziwe

  • @WandileMdlalose-hs8mt
    @WandileMdlalose-hs8mt Před měsícem

    Ngjyakuv bafo 🙏

  • @nokuthulaskhosana7700
    @nokuthulaskhosana7700 Před měsícem

    Akwande mkhulu ngiyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona

  • @MichaelMakgoba
    @MichaelMakgoba Před měsícem

    Keep it up.....

  • @RosemaryNdlovu-lc3ok
    @RosemaryNdlovu-lc3ok Před měsícem

    Mina ngihlushwa ukungalazi ikomalume ngafihlelwa ngakhuliswa .umama owayengabatholi abantwana manje bangifihlela imvelaphi yami manje nginekinga

  • @sibusisomhlungu5321
    @sibusisomhlungu5321 Před měsícem

    😂😂😂 Akaziwa Lord wakhona

  • @pixodelstudio
    @pixodelstudio Před měsícem +1

    1000%

  • @letalwandle4553
    @letalwandle4553 Před 24 dny

    Enkosi mpunga,

  • @user-op8it9gq3e
    @user-op8it9gq3e Před 18 dny

    Mina ngyasthanda isintu ngyafisa ukwenza konke kodwa angibambisene namuntu ekhaya bangibona ngthi ngyahlanya

  • @simangalisondlovu1628
    @simangalisondlovu1628 Před měsícem

    Uma amakhaya ninganayo??

  • @davidmalomboyvincentkekana9493

    Thokoza Khehla

  • @LuvukoNocha
    @LuvukoNocha Před měsícem

    Awu kutsho ukuthini ukuphupha endluni kuceliwe esithing room

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 Před měsícem

    😂😂😂😂 akaziwa lo Jesus

  • @ZGoba-vr8st
    @ZGoba-vr8st Před měsícem

    Mpunga yesintu Uma umuzi wa 51:08 mi useduze kwamathuna akunankiga yini