Umyeni wami wayethwele ngami | NGABUYELANI EMENDWENI | S1 - EP25
Vložit
- čas přidán 1. 04. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #devorce #marriage - Zábava
Ziyasfundisa lezitory kakhulukazi thina bantu besfazane ❤please keep on posting❤thank you
Kakhulu cc
Mina sengsaba ukujola ngoba woow
Same here
Usaba ngakhona nkosazane😅
Ukubane uSisi ucele Ukth afihlwe cz lena ibucayi kuzwakala sengathi umkhwenyana lona wayebulala abantu uma uhlakaniphile u can read between the lines😢 this is so painful.
Lo cc uyi worshiper ngizwa izwi lakhe ❤❤❤🎉
Uqinisile
nami bengisasho njalo
Ndifunda lukhulu kulechanel.
Yoh sis wasinda.We thank God
Ngithanda indlela okhuluma ngayo. You are beautiful, elegant, confident and classy ❤❤
Abangan ongeke uhlangane nanabo ezitoro ema Mall ai lensizwa yayigudla ngomunye ushuni😂😂😂
Ngyayithanda lena yokuba uzenze islima kwakusindisa futhi nokuthi ungabi nomlomo ovuzayo kwakusiza. Imagine kungena amawele awasaphumi, ungena endlini ufica igazi but umhlabelo awuwuboni.😢😢
Desi yini bowungabaleki ngoba amafilingi wàkho bowuzwa ukuthi kukhona okungahambi Kahle bekathwele ngegazi labantu bebabulala baleka kakhulu😮
I@@user-bt8bt2vs5s
Kodwa engathi kukhulu ongasitsheli khona 😳🤔😳
Yebo kunjalo😂
That part!!
Kuningi impela angakusho, like uthole kanjani ukuthi uthwele ngaye
Ndiyamuzwa mina usisi and ngiyabonga ukuthi wazikhetha wena. Kukhona izinto ezingachazeki kubantu but because we are spiritual beings we know beyond knowing that there's evil lurking in the environment and we don't need others to understand first before we start running, just get going le akusiyo eyakho mntaka dad! Bengibambe amazinyo ngilalele cause WOW 😳😲
Hey CC this thing was not easy kwasekuqaleni. We females we are easily blinded by men who can afford . It's good u saw through him ,he was a bully and full of evil
.
Uhlakaniphile cc UnoJehova muhle kuyakhanya empilweni yakho❤zikhethe wena kuqala i like that cc❤
You did so well darly..l can imagine ..usifundisile ukubekezela ubona okubi to save your life 🙏🏻
Locc uxoxa istory sam 😢😢😢kumanje ngna2yrs yenzekile lento angikho ryt.Ngavele ngathath abantwana emva kokbona umkhuba eyengihlalisa nawo ngingaboni lutho nakhona ngasizwa isonto thizeni ngavuleka amehlo ngaqede ngamona yonke into engazi ngazthulela nami. Sabuyel ekhaya nakhon safike sedlula sayocasha imali yakhe lokhu ngaygcina ngaleyonyang ngsekulowamuzi engangiwakha ngimncane ngithi ngijulukel iyngane zam ukuth zbenekhaya ngoba nam ngakhule sihlupheka ekhaya ngoba sasbuye shlale emzin yabantu.Abakubo bamuph umsebenz usebenza kwaTransnet eVrheid ungudriver waleziymoto ezis abantu eytimeleni. Wayekhon uphila kodwa ngoba zange aneliseke wakhetha ukuthwala ngami emva kwemnyaka ngibekezelil edlala ngam ngingaboni kodwa ngangsola njengalocc inkinga usuke ungenay isho futhi nomqondo uyawthatha awuvalele uzwa nje ngaye futh wenza ukfunwa nguye kuqede kubeyim orongi.Okwangjabulis ukuth mhla ngphuma kwabheda kuleziyntozakhe engangfihlelwe ngoba wayethwale ngegazi lami ngingazi sengihambile uthol inkinga kwash ukuth wayaz uzongthola ngob anginamali kanti uNkulunkulu wayengaz ekujulen kwenhliziyo yam ukuth ngangingakaze ngenze okubi komuny umuntu ngalendlela yakhe.Imali yakhe yokuth sidle ayphindanga yangena futh angikaze ngiycele ngoba kwasekuqalen wayaz ukuthi bayadla ngabon singekho nje kwasdingo sokuth ngmenz acabang ukuth ngeke sphile engekho.Uthulile nam ngathula kwaze kwaba manje uzame zonke izangoma nezinyaka ukuth sbuye uthe engabin ukuth uyehluleka wafun ukuth kufe ingane leyentombazane khona ngzobuya nguzogonqa bese eqedela isithwalo sakhe kimi nakulena yomfana.Kuthe after 2months ngisekubhaceni ngathol umseben ngoba uJehova akakniki umthwalo ongaphezu kwakho.Abantwana bayafunda futh ngangith bazophazamiseka emqondweni ngoba baybona izimanga zakhe. Mawngabona nom umuzwe nje ekhuluma angeke ucabang ukuth nguye izincwad zebhaybhel uzaz ngob ezaz kodwa akasonti.Uphansi, uthulile unobuntu, unozwelo izinto azifihla ngokuzenza zona.Mina okungzwisa ubuhlungu ukuth ungafik ukhulisana nomuntu ajike aphenduke inyoka seniwbaba nomama womuzi wenu.Kumanje kunzima kodwa ngyamaz akakwethwesi umthalo ongaphezu kwakho.Cha mina ngeke ngfak umthakathi isupport lemnyaka yam ew18 adlale ngayo usazoykhokha kdala hhay manje.Wayehlez eqhosha ethi emsebenzin uthandwa yiwo wonk umuntu ngisho namandiya mabenikwa iytifiket kuqala ngaye kanti wangphuce yonke inhlahla yami wayithatha ngbuka kodwa futh ngangingaz ukuth wenzani.Kunentombazane abasebenza nayo athandana nayo kudala mina ngingaz yon ingazi ukuth kumakot ongasile kanti ngzothi masengihambile esale edila nayo.Umyen before ngihambe kwase kuno2yrs ethe ikhulelwe kodwa kwangan akaythembbukth ngeyakhe ngoba wayenzela ngingahambi ngoba ngamtshel ukuth mhla emithis intombazane ngikhona ngyohamba.Inumber kacc ngnayo kodwa angikaze ngimfonele ngathi ngfun ukuthula njengaye ayezifihla engiloya efune ngshiy umuzi kuqede kuzongena yena.Okuhl ukuth loyabhut othulayo akamaz ukuth impisi leyana futh engikwaziyo ngoba ngikhonile ukbaleka mina yena angboni futh noma kthiwa usamubulala ngingamvumela ngoba kwasekmele kufe mina manje engabe ucc uqhubanjani ngoba cha wangikhipha ngeschitho kwami.Before uyenyangen uhambel indoda eganiwe uboke nje ukhulekel ukuth bakubonisa ukuth iyinhloboni kapende ngoba uyoythath inyoka uyfak enhlizwen yakhe uze uloye nje kant kwasa wena uzobulalwa
Mmmh kwaze kwabhlungu😢 manje awusho wabonani?
Ngyafisa ukuzokhuluma ngalento ngoba ibuhlungu futhi mhlampe baningi abayovul amehlo bekwaz ukuqaphela eziny izinto abasuke bengaznaki.Ngake ngazam ukubhalela kwaBlaqlife tv azange bengphendule
Mmmh zaze zaningi izinto ezenzeka emhlabeni ngenxa nje yokufuna udumo nemali, hhawu ulobole umuntu kanti ufuna ukuthwala ngawe!!!! Nkosi sihawukele
Mhmmmm😢😢
Ndikuvile mna sisi, and abantu abafana nomyeni wakho ndiyabazi.
Wasebenza cc, impilo yakho comes first. Sibonge uNkulunkulu ngokunika ukuhlakanipha neso lobokona izinto. May the Lord guide and protect you wherever you are ❤
Ngaze ngamthanda losisi❤ngithanda iconfidence yakhe
ukukhuluma
Ukukhuluma kwakhe i love her
Angive ngilitsandza naluhlelo nalu lusifundzisa impela
What if he sees this? Lomnyen was dangerous sibonga impilo yakho coz wayengakubulala njengalawo mawele enkosi 😢
Yhoooo
Great story teller syakubongela cc uphume usaphila 😊
Okwamawele😢
Qhawekazi imbokodo yoqobo. AMAMDLA..........
Thank you Cc, bantfu ngeke bakusite
Yooh voice yakh inhlee yooh and story si clear 🥺💖syabonga
Nonke nisuke niphuma eskoleni. What a coincidence😂🥴
Sadning story cc wami MaGatsheni Ngonyama
I gegalazation oyenzile. Maybe nozwile mina angzwanga lutho
Yoo ai syabonganiziyalo gel nanokutt waphumanphila❤
Ezinye izitori zingenza ngisabe kwamuntu nje wesilisa😢
Lona nje uzoshumayela, akasitsheli ukuth wabonani
Ai umlando nje ongawazi ukuthi uyaphi😢
Ufunukuthi ngumama Mfundisi 😂😂😂. Nami angimuzwa kahle
🤣🤣🤣
Ey cc ngyasthanda isbindi sakho❤❤❤❤
She sound like itende church goer.....
I couldn't finish listening to her story..ngoba ayi zwakali indaba yakhe !!
There was no Love there you just wanted the life you never had. Where have you heard of marriage in such a short time, you didn’t know each other. I hope you learned
Andidanga ndayivake indawo ethi lobhuti uthwele ngalocc
Mkhaya ❤
Eyi ngoba lento yabantu abathi basindisiwe ,nangu omunye onamakhanda ezingulube endlini yesonto umfundise naye loyo usindisiwe
ey ngaybona lena yamakhanda eyngulube 😮😮weeee liyabhubha
😂😂😂😂 Ave sengujahile uPart 2
Yey futh lowo satan onamabibane😂😂😂
He left whilst I waited to hear about the twins. And I was still hoping to hear more
So sad cc yhoòo bakithi yini kanti anjani amadoda anzulu yini Jesu,
kulungile baba i relate sies
Uvuthiwe ekhanda cc omncane, ukhuliswe kahle, ngibongela abazali bakho
Mantombazane nani bafana ngyaniqwashisa namhlanje abantu bakhohlakele bayayithanda imithi Bebe bengayazi imiphimela yayo yobubi bathwele abantu futhi bathatha izinhlanhla zenu ukuphakamisa izithwalo zabo musani ukujabulela into ongayisebenzelanga zazi wena above bengenalo Uthando abathwali Uma ekwenzela izinto usuke esazi ukuthi ingakanani inhlanhla yakho futhi izombeka kuliphi izinga bhasobhani Nani bafana sebenidlwengula ngemuva baphumile abakhunkuli la ngaphandle kubi impela
Ngiyabonga bhuti I wish everyone abeyi understand lento njengawe, ngobe abanye bayamphikisa usesi. Kanti vele ziyenzrka lezinto live selibi
Jehovah
ayizwkali into oyikhulumayo nento eyenza ukuthi uhlukane nendoda
Uqinisile, nami angiyizwa
Yiii! Kulukhuni lasikhonakhona, this is almost similar to where I am.
Ayi mina angisizwa lesi story kuningi nje okungahlangani
U sisi istory sakhe sinegephi ezi thize asiphelelanga
Ufihla ini ungabonanga lutho ,ngaphandle kokusola nje .
Ingaba mnandi lendaba if you can give full details ye story.
Ayi impilo indzima my sister
Le story syashoda locc ufihla lukhulu
Mins ngisafuna ukwazi ukuthi kwenzakalani.
Babulawa it's obvious
😂😂😂ngzolinda Kanye nawe
Ai cc uyakhuluma kodwake ayikhonje intomina engizwayo ukuthi wayethwelengaye ngaphandle kokuthi wayengababon ndawo abangan bakhe nembuzi ayeyisola futhi nayo.......kodwake sbongengoba usaphila nahlukanakahle nomkhwenyana
Ayihlangani lenkulumo, endlini ubengazi nokuthi kunrne ikamela angalazi kodwa indlu yabo
Haiboo
Cha ngyakhala ngedata lami engilimoshile, uphinde ubuye cc masufuna ukukhipha konke.
Yaz nje thina sifuna ukuzwa nje ukuthi wabonani
Kkkkk😅😅
Kubuhlungu cc yaz,kunzima ukuthandana manje cc,even ukukhumulela umuntu kunzima,wawusejele cc elibuhlungu
Kuningi ongakusho mhlambe wawuhlalele mali
Kodwa makhi 😢😢😢😢kwaze kwabuhlungu
😢😢
Imikhuba ezweni mayebabo
She was overlooking a lot of things ke naye.
AYI AYI asizwakali lestory, kufihlwa okuningi seloku uyalinganisa all the way instead of talking into injalo ...ay ayi ay ayo no... akuzwakali lutho la ! 😢
Ngyakbongela Ngan yam ngobuhlakan bakho
P2
Kodwa cc ngikumamele from ekuqaleni udaba lwakho alunangqikithi ukuthi wabonani ku bhuti alukho olubi esiluzwile alwenza kuwe .
Usisi wageja nje wabona ubhuti onemali wacinga ukuba uzomenzela zonke izinto amthengele nemoto kwangaba njalo
Uthi wayengacebanga ngalenkathi beshada uvumbuke Nomcebo emva komshado
@@nomaSokalisa Ay angikhumbile ethi baqala ukuthanda behlala emjondolo
Waze wathemeleza 🙆🙆🙆
@@xoliswaradebe8401 Washiseka nawe liyeza elakho ithuba lokuthi sikubone kwa Blaqlife usitshene ukuthi wayigila kanjani indoda.
Waze wankanta bo usisi wabantu
Waphazamiseka emqondweni😢
@@ntulinonhlanhla5487 maybe uqinisile waphazamiseka ngempela coz akasitsheli nokuthi yini lezi ewayezibona uyafihla
Lukhulu alubona losisi kangangokuba usaba nokuluveza. Kunzima la ngaphandle sakhile. Kubi.
A well narrated story🎉 with a beautiful voice❤❤
Yooo 😭
Ayi losisi walimosha idata nesikhathi sami angizwa lutho ithini inqhikithi yendaba yakhe vele kwenzakalani endlini like amakamelo bemangaki belikhona yini elivaliwe like izinto ezinjalo mayethi kukhona izimpawu yiziphi lezo ziphawu cha nisimoshela isikhath bo
Number sisi awusaziwa amanga Cebi
Impela indavundavu
😂😂😂niyahlekisa yazi Nina mangabe ningakaze behlakalelwe istory esifana nesa Cc.
😂😂😂kodwa yin
Ubekudake umuthi cc
Hhai ayikho lendaba awusho nokuty wabonani....eyembuzi yaphelelaphi ukwakho kodwa aw check lutho endlini...hhai cc dlalile ngaty
Ivoice ka mamu uMahlaba
Losisi ukhulumisa okukamaMthembu😂
Bayasisebenzisa abantu besilisa bengenalo nothando sorry mtase
Sixoxele phela thina lezozinto sifuna ukwazi
Yaze yaphela ivideo ngilindile😥
😢😢Lendaba yakho siso
Cha kodwa nawe uweak booo inyanga usuyalotsholwaa
Isichitho leso Dali
Why you busy with your fone Mara ke ?
Mkhaya
Xa nikhalaza nonke ngcono ndi Save data yam ndingabisayimosha ngobukel cz andizumva nam😂😂😂😂
Mmmmmmmhhhhh
ndiyamva usisi bt andimva kakuhle ngoba ezinye izinto ikhangeleka ezifihla ungahambha emzini ungabambhanga nto ethi hambha
nami angizwa kahle
Indaba yakho ayiphelele
Kodwa kunzima kumhlaba enikuwo dade wonke umntu akafuni nje ukungathwali kanti yhini
Kuyimalini ukuzosho into engekho kule channel ngoba iytorry zenu amanga nje azihlangani nhlobo
Ayizwakali indaba wagcina uboneni eyayisolisa
Ozwile utheni ucc kwenzekeni?
Ninemkhuba bo jesus yikho ningawafuni amadlozi ninemkhuba nina bantu abakholwayo ai bathwele abasindiswa
But we want the whole story njena
Then what was the use of that story 🤔
Ngoba abantu besilisa
lendaba ayphelele, ubhuti wayenzan kanti?
Ey nkosi ngoba syawufuna lomendo As if sikwi competition 😢 🚮
What is it that you saw , that you not sharing
Kune contradiction kodwa la ngob kuqale ngokuth wath ucela ningasafonelani
Jikijiki... sekqala emuva futhi😂😂
Awuzwakali isi story sakho angisizwa
Ibhadi mft wagana mntu othwele
You confessing kodwa usenamaSecret still there's something off here😢
I feel as if there is more yo ur story....
Mfxm my data was wasted nje apha awuvakali tu u only have a bold voice
Mina angi understand ukuthi wayethwele ngawe kanjani?
This story is not adding up something is missing here