Ngakhulelwa ingane yomunye umuntu umyeni wami enganginakile | NGABUYELANI EMENDWENI | S1 - EP26

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #devorce #marriage

Komentáře • 71

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma2036 Před 4 měsíci +14

    Kodwa Mathuli cc, lets hope uzobaryt, siyancokola nawe kodwa le ngyaqala ukuyizwa, uphole cc

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 4 měsíci +2

    Umuuntu cc me engasakuthandi usho noma ngayini ngawe embi ezokuzwisa ubuhlungu ngoba enzela ukuthi uhambe,kwesinye isikhathi singabantu abangomama sigcina senza izinto ezimbi ngenxa yezenzo zenu ningobaba,

  • @user-wp2ot5bh9f
    @user-wp2ot5bh9f Před 4 měsíci +10

    Dadewethu uhlukumezekile kodwake uzoba Ngcono ngoba uyakwazi nokuthandaza. Kwelinye icala ngibone kunguwe owabhebhezela ukuhlukumezeka kwakho ngokuthi uyolala nenye indoda uze uyimithele Ube ushadile nokwenza. Umyeni wakho noma ngabe uyafisa ukukuxolela inkinga leyonto ayidluli futhi ayixoleleki, icala lomjolo alithethwa kumuntu weslisa ubokwazi ukuthi indoda exolela ijolelwe isuke inenkinga yokungazithandi okanye ke isetshenziwe kodwa isuke izohamba yona ekugcineni, ngyabonga.

  • @bhekimbhele1563
    @bhekimbhele1563 Před 4 měsíci +4

    Indoda will never forgive a cheating woman

  • @user-zi9us3bs7x
    @user-zi9us3bs7x Před 3 měsíci +1

    So sorry cc kwaze kwabuhlungu but mina engingakusho wukuty naka izingane zakho okwamanje futy uhambele kude nomuntu wesilisa .cz awukudingi ukubuye uhlukumezeke futy .ngelinye ilanga u Jehovah uyokunika indoda eyokuphatha kahle .

  • @PalesaSawukazi-fc9mk
    @PalesaSawukazi-fc9mk Před 4 měsíci +1

    😭😭😭😭I’m so sorry maThuli you did not deserve such treatment may God give you strength to heal

  • @user-gu9yl7tq2w
    @user-gu9yl7tq2w Před 4 měsíci +6

    Ncese khelwane❤

  • @user-ki5en1si2g
    @user-ki5en1si2g Před 4 měsíci +4

    What a sad story cc asibonge ngoba usaphila njalo uqhubeke umazi uJehova wonke umuntu uyenza amaphutha

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Před 4 měsíci +7

    Eish kodwa sisi🤔 iRevenge endodeni, wawuyizwaphi leyonto. Jesus, zithethelele Wena ukhuleke ucele kuNkulunkulu ukundlula kulobuhlungu, into engiyizwayo la awuxolile I feel it in your voice

  • @NombusoMnguni-ke4up
    @NombusoMnguni-ke4up Před 4 měsíci +6

    Angiqondile ukuba ujudge judy bt akukho ryt ukt uhlale nendoda Kanye nomtwana engamzali

  • @makaintlegampe7762
    @makaintlegampe7762 Před 4 měsíci +2

    Mnxmmm niyayinyameza udot kula madoda yhuuu
    Once he beats u he will do it again.....run for ur life..
    Can u jc stay with ur kids ubakhulise uyek3 amadoda hawu

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 Před 4 měsíci +5

    Kwale ndoda yakumithisa kwamele vele uqubenke nayo coz uyahlukumeza lomuntu futhi akathandi ufuna 😢

  • @ThandiweRadebe-xf6pq
    @ThandiweRadebe-xf6pq Před 4 měsíci +1

    Zikhethele the right direction cc ukuze usizakale wena nabantwana bakho.
    Yooo ncese mama

  • @user-dw9cw6wh7w
    @user-dw9cw6wh7w Před měsícem

    Ndingekazi egoli ndandisithi amazulu angcono kunamaxhosa ngobufebe.
    Sies kuyafananwa nje😮

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 Před 4 měsíci +3

    And indoda ayixoli amandoda awafani nalento yokubenkezel uzizwisa ubuhlungu nje wena ngokwakho coz usunke ungafuni ukuphuma ubenkezele into eyaphi amalobolo nomshando akwaze kwaphoqwa kuthi ungashiwa monesizathu uyamshiya umuntu

  • @xolienxasane9644
    @xolienxasane9644 Před 4 měsíci +1

    Ibuye ibhore bandla lemlando ..eminye yayo

  • @khanyisilendlovu2196
    @khanyisilendlovu2196 Před 4 měsíci +1

    Why kungekho muntu okhuluma ngale abuse this man endured while married to thuli? Hai abafazi niyangihlula am so sorry thuli yani😒amithe ingane yo munye umuntu while ehlala ne ndoda endlini

  • @phendulanikhathi2179
    @phendulanikhathi2179 Před 4 měsíci +1

    Mina cc ngisola umnakwenu wekufaka izichitho ukuze nihlukane

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig Před 4 měsíci +3

    Weeemaye Revange ngawe sisi wami

  • @nelisiwemyeza2794
    @nelisiwemyeza2794 Před 4 měsíci +1

    2002 uqeda matric 2001 usuyasebenza kanti zkhiphani unyaka uyahlehla

  • @Nozipho-bh5zd
    @Nozipho-bh5zd Před 2 měsíci +1

    Girl kakwaz kuhlala ngapandle kweslisa

  • @cebekhulusinenhlanhla6731
    @cebekhulusinenhlanhla6731 Před 4 měsíci +3

    Kwaze kwabuhlungu jesu.ai siphila kanzima shame as abantu besifazane

  • @sbongavilakazi-p5t
    @sbongavilakazi-p5t Před 4 měsíci +9

    Kodwa naye ucc uphila impilo engena direction wena eskhaleni nje usuthola umunt nd uyamitha khona lapho ebunzimeni.upheya amarivenji nge Gqe uyamitha asizwanga nix ngoyise walengane yesthathu bashaya badlula nje ai nawe awuzthand cc

    • @user-wp2ot5bh9f
      @user-wp2ot5bh9f Před 4 měsíci +1

      Ilento engibonayo inkinga ilele kuye losisi big time.

  • @SibonisoTrevor
    @SibonisoTrevor Před 4 měsíci +4

    Ncese dade uyabheda lobaba

  • @machawehlophe96
    @machawehlophe96 Před 4 měsíci +2

    Ncesi wena sisi angikusoli safakwanguye bhuti isandla

  • @user-lq9lk3vg8c
    @user-lq9lk3vg8c Před 4 měsíci +1

    Kunzima ukuthi indoda ixole sisi wami nokwenza umithele enye indoda usahlala nayo indoda yakho, hhayi ngoba ngikwehlulela kodwa ngeke ikuxolele lendoda iyohlezi ikuhlukumeza

  • @fadzaidickson58
    @fadzaidickson58 Před 3 měsíci +1

    Please offer counselling to these women who have undergone such horrific abuse

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 Před 4 měsíci +3

    Awukwazi ukuziphindisela endodeni ukuthi ulale nenye no no no no coz uthi uzwisa yona ubuhlungu nizophela amandoda and ingane nosazozizala coz awukwazi ukuhlabenkis umuntu wesilisa coz akamithi yena

  • @sthe1867
    @sthe1867 Před 4 měsíci +4

    I problem abantu besifazane bayacolela

  • @user-ux2nw5qy9x
    @user-ux2nw5qy9x Před 4 měsíci +1

    Inkulumo yalocc ayihlangani uthi 2002 wayefunda umatric eqoma lomfana gwiqiqi 2001 wayesenzela ekhaya ayimina sengidideke zisukanje

  • @user-jj2gg9in4s
    @user-jj2gg9in4s Před 4 měsíci +1

    15:47 15:48 kanti waphelelaphi utata lo wengane yes 3 yena

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 Před 4 měsíci +3

    Shame sthandwa ay uyakwazi ukubekezela wabekezelela iskorokoro semoto esingadumi nange skelem key 😢

    • @zeemali4369
      @zeemali4369 Před 4 měsíci

      🤣🤣🤣🤣🤣ngaze ngahleka

  • @ntlantlandzoyiya7047
    @ntlantlandzoyiya7047 Před 4 měsíci +2

    Waze ububeka kahle ubufebe

  • @user-ul8ri1vu6i
    @user-ul8ri1vu6i Před 4 měsíci +4

    Kunzima😢

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 Před 4 měsíci +4

    Kwankulukulu lowo usiza ozisizayo bakwethu ayiiiii

    • @sicelomvdmedia7705
      @sicelomvdmedia7705 Před 4 měsíci

      Cha uNkulunkulu akadingi ukulekelelwa bakithi. Walekelelwa wubani edala umhlaba nakho konke okusemhlabeni?

  • @ntombisibanda7508
    @ntombisibanda7508 Před 4 měsíci +5

    Sphetho wawuzogcina ukubulele

  • @user-mk3lm1fm5r
    @user-mk3lm1fm5r Před 4 měsíci +1

    Kanti wasongachubeki ngani nalowakumithisa ay nawe cha bowulithanda bo lephara

  • @nkululekomaphosa155
    @nkululekomaphosa155 Před 4 měsíci +1

    Kukalushwana ukuthi indoda ikuxolele ujole wazewatholingani ekhona yena

  • @user-wq4vi3vc3x
    @user-wq4vi3vc3x Před 4 měsíci +2

    😢sorry cc nisiqedela idata lethu mahhala ngalamangenu okfuna ukbukwa ko TV mxm😢

  • @luciaphindile5953
    @luciaphindile5953 Před 4 měsíci +1

    Yini umendo?Ngiyadideka mina kuloluhlelo.

  • @bae2022
    @bae2022 Před 4 měsíci +1

    😢😢😢

  • @user-lq9lk3vg8c
    @user-lq9lk3vg8c Před 4 měsíci +1

    Sisi ngicela uthi ukuhlala kancane uphole kuqala,okwamanje ungabe usazikgulisela izingane zakho

  • @mafikamahlangu2267
    @mafikamahlangu2267 Před 4 měsíci +1

    Lendoda ofebe nayo ibikephi usugijima nay?

  • @Bhekizwane-vw3sm
    @Bhekizwane-vw3sm Před 4 měsíci +3

    Sisi awuhloniphi indoda ,izenzo zakho ayi,uzala umntwana wangaphandle,?

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Před 4 měsíci +1

      Yona ibimhlonipha yin weMangethe😂😂😂😂niyabonake zikhala ndawo zonke

  • @noluthandondlela9104
    @noluthandondlela9104 Před 4 měsíci +1

    Unenhliziyo

  • @SiyethembaShezi
    @SiyethembaShezi Před 4 měsíci +2

    Awubuyanga emendweni wena dade ngoba awukaze ugane.
    Wena wawukipitile nje qha.
    Kmele nivulelwe olwenu nodwa nje uhlelo oluzothi "Ngabuyelani emkipitweni"

    • @roseyrosey641
      @roseyrosey641 Před 4 měsíci +1

      🤣🤣🤣 Kodwa ushayelani khona...hawu from start to finish akukho okomendo lana.

    • @SiyethembaShezi
      @SiyethembaShezi Před 4 měsíci

      @@roseyrosey641 yaz udlala ngathi lona

    • @Norma-ot8fv
      @Norma-ot8fv Před 4 měsíci

      Kodwa wavelelwa nje??

  • @J1991-u6t
    @J1991-u6t Před 2 měsíci +1

    Sorry sister .lento yamadoda ayikho nje

  • @user-qc8gd2ot6e
    @user-qc8gd2ot6e Před 4 měsíci +2

    Uyabheda uzalela amadoda amabili ube uthi uyakholwa

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Před 4 měsíci +1

      Kanti amakholwa kwathiwa awingelosi yin

  • @siphiwesibeko1287
    @siphiwesibeko1287 Před 4 měsíci +4

    i smell love portion here

  • @madamc3849
    @madamc3849 Před 4 měsíci +2

    .

  • @No2HeartStoppingClotShots
    @No2HeartStoppingClotShots Před 4 měsíci +2

    ay awukho serious sisi....why ungazithandi so?

    • @sibusisotede9632
      @sibusisotede9632 Před 4 měsíci +4

      Ima kancane majola, waphawulisa okwengane?..mana kancane sisi

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Před 4 měsíci

      Thando hawu kanti wena uyingelosi yin aibo wancono bo dade

    • @No2HeartStoppingClotShots
      @No2HeartStoppingClotShots Před 4 měsíci

      @@masthuli2565 wena nalo sisi manifuna ukua mediocre ibani nodwa....asifani vele, abanye bethu bane direction nama goals and are focused and it does not cost any money dear! ask the holy spirit of the living God to guide you ihlale ngaphakathi then nizozibonela. Umuntu kummele abe nama standards, boundaries and never tolerate wonke u rubbish!

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Před 4 měsíci

      Inkinga thando niyajaja 3 much bby anokwehlisa manimsulwa dear

    • @No2HeartStoppingClotShots
      @No2HeartStoppingClotShots Před 4 měsíci

      @@masthuli2565 nithanda ukucasha behind ukujajwa... day is day and night is night period. isemhlabeni la dont waste your time given on earth by tolerating u doti

  • @sithembelazulu1230
    @sithembelazulu1230 Před 4 měsíci

    Awudelanga ikhaya lakho mama wayobekezelela usizi lwakhe, wawungena choice.