Ukhozi FM TV: Muzi Mthabela

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 26. 08. 2024
  • Ukhozi FM TV luvakashelwe uswahla lwensizwa uMuzi Mthabela, osilandisa kabanzi ngempilo yakhe, ukukhula kwakhe nokungena kwakhe endimeni kamabonakude. Usixoxela ukuthi ngaphambilini wayengumhleli wamaVideo.
    Lesiqephu siqhubeka sifike lapho uNeliswa enza khona isimemezelo esibalulekile ofunayo ngempela ukusizwa mbukeli, bekela lesiqephu uzizwele wena sikuphatheleni.
    Thokozela ingxoxo emnandi phakathi kukaNeliswa kanye noMuzi, ungakhohlwa ukucindezela uLike kanye noSubscribe ukuze ungaphuthelwa isiqephu esilandelayo.
    #UkhoziFM #UkhoziFMTV #NeliswaCele #MuziMthabela

Komentáře • 6