Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Bayede 🙌 Mh wayibeka Mkhulu 🙏
Ngiyabonga mfowethu amehlo asevulekile kancane 🙏
Ngizwa kahle Mina mfoka Ngcobo.
Kuyazwakala Mkhulu weSizwe sithi makwande lujulile lolwazi mkhulu
Impunga 🙌🏾
Mkhulu 👏🏿👏🏿 siyabonga mawungathola isikhathi ngicela I video ngokushiswa komzimba womuntu (creamation) nesintu. Kuvumelekile yini. Umakungavumelekanga kibangani futhi kulungiswa kanjani umakwenziwe. Ngiyabonga🙏
Enkosi mpunga Yesintu kakhulu Nathi siyafunda kule nqubo yakho ,sikumamele Nathi APHA Ku Gatyane eastern cape
Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi inkosi ikubusise
SAWUBONA MPUNGA YESINTU BENGICELA USENZELE UPART2 WENSIZWA EWUMLANJWANA EGANELWA KOMALUME
Ngyabonga umfanekiso oqoshiwe nam sengfundile ngob ngsahlalelw yiwo umsebenz wokungenis abakith emagceken akith ngzobe ngiylindele video ezochaza kabanzi🙌🙌🙌🙌
Shembe Abe nawe Kanye no Thumbu ka Tshatshatsha no Vaphi KAnokhonjwa
Mkhulu Mpunga🙌NGINGA sakha isbaya ngingakabi nazo izinkomo
Noma izimbuzi
Ubageza njani mawusobafakile ?
Kusho wona amakhosi nezinduna Mpunga abasafuni impela ubenendawo yakho yokufihla
Mmmmm ey kunzima uma kunjalo
Ihlahla lokulanda umuntu libekwaphi Fuze ?alivakwa kanye naye
Bengisacela ukubuza uluthi kwashona umuntu uma sewenza umsebenzi wakhe kubalulekile yini ukuhlaba imbuzi uma ubika umsebenzi kanye nokuthi inkomo Sasuke sikhona yini isidingo sayo
Uma nimenzela muphi umsebenzi?
UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abantu asebafa kabasaphili, Genesis 3:19, Jobe 7:7-10, umshumayeli 9:5-6,10,Isaiah 8:19, bazophila futhi lapho UNkulunkulu ebavusa ekufeni, Isaiah 26:19, John 5:28-29, Psalms 37:29.
Ay awusiyeke uqhubeke uduke wedwa
@@nkosikhonandlela1114 Ibhayibheli lithi liphefumulelwe UNkulunkulu, 2thimoty 3:16-17, so lingasidukisa kanjani?
uJesu yena akafanga yini
Mina ngiyakholwa kodwa angisoze ngivumele ibhayibheli lingihlulanise nabantu abadala,never akusoze kwenzeka lokho futhi akukwazi ukwenzeka actually akwenzeki, kwanawe we uyazikhohlisa
@@sbulelonzimande4645UJesu wafa then after 3 days UNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, 1Corintians 15:1-7.