Sbongiseni Mphondi Ntombela wamaGeza Amahle

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 03. 2021
  • ilunga lamageza amahle okuqala elingasekho emhlabeni. Ziyofa izinsizwa kusale izibongo
  • Zábava

Komentáře • 11

  • @sandiswagift2972
    @sandiswagift2972 Před 3 lety +6

    Yabezwa abantu ababewuphilela umculo akugxekwanga muntu kukhonjiswe kakhulu ukukhula akunyathelwanga muntu inkulumo yonke iqoqekile akukho lapho ozothi awuzwanga khona yonke into izicacele kahle. Lala phumule mfoka Mahlobo sobonana kwelizayo 🕊

  • @lwazi2648
    @lwazi2648 Před 3 lety +1

    Mina ngiphuma kwa intombi inqoma indoda esgodini esincane ezidulini phansi le Nquthu ngyakukhumbula sbongiseni 😓😓😓😭😭😭😭

  • @avehlisah5910
    @avehlisah5910 Před 3 lety +2

    Bekmele izinsimbi lezi ezikhalayo usebenzise ezamageza amahle phela ay lobudututu esingabazi

  • @lungisanisecret1717
    @lungisanisecret1717 Před 2 lety +1

    Syabonga bafo.... Ngcecel ukbuza ngeynsimbi lezi ezkhalayo bafo ezayiphi ingoma and ishawa uban zimnand kakhul ngsize ngingajabula ukba nayo lengoma

  • @Thulz.
    @Thulz. Před 2 lety +2

    Rest in Peace Mfoka ka Ntombela

  • @hlangananibhengu9786
    @hlangananibhengu9786 Před 3 lety +2

    Bgyamvuma

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Před rokem +1

    Uveza umsebenzi welinye iqembu kodwa udlala izinsimbi zabanye abantu?

    • @mn_tv_channelmsizintshanga9239
      @mn_tv_channelmsizintshanga9239  Před rokem

      Akusiwo unsebenzi ngsuke ngenzela singalibali abacula esebasishiya futhi angikwazi kudlala izingoma zama Geza ngoba senza ama copyright claim, hopefully you'll understand 🙏

    • @sithembisomthethwa5236
      @sithembisomthethwa5236 Před rokem +1

      @@mn_tv_channelmsizintshanga9239 Interview yayi mayelana naMageza Amahle ne back music kfanele kube eyaMageza ayi omunye umculi.

    • @mn_tv_channelmsizintshanga9239
      @mn_tv_channelmsizintshanga9239  Před rokem

      Indlela ocabanga ngayo akusiyo mina engisebenza ngayo mlungu wami so ngisho ungaza kanjani awuyi understand CZcams so masizophikisana kungasa ekuseni, thanks for watching again please cela subscribe nkabi