THOKOZANI LANGA VS BHEKUMUZI LUTHULI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 06. 2022
  • #THOKOZANILANGA #BHEKUMUZILUTHULI #siyezatv #ISINTUSAKITHI
  • Zábava

Komentáře • 23

  • @nimrodgaskin3974
    @nimrodgaskin3974 Před 2 měsíci +1

    Ukuvuma ubucingo benye insizwa kukwenza uhlonipheke kakhulu nawe,mfokaLanga, siyabonga.Leyonsizwa beyijule kakhulu ngolimi lwesiZulu. Cha nawe Somnandi unaso isisoka. Salute!

  • @bhambathaskopion4290
    @bhambathaskopion4290 Před rokem +7

    Mfoka Molo waye good kakhulu naku live

  • @mzuveleimbongiyebhayibheli7570

    Ngyabonga ngeqhawe lami uSomnandi 🔥👌👌

  • @ntombelangiphile8508
    @ntombelangiphile8508 Před rokem +2

    Wakhuluma Somnandi wakhombis ukwephusa komqondo nenhliziy edlulisay izinto

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před rokem +2

    Ja ja uyabona uMandlanduna bekulosoka,ubenesisoka ekubekeni inkulumo.ngisho amagama abewaphatha emculweni wakhe amanye abekubizela ekutheni if ulalele uhlaziye.kubike Mfo kaLanga Somnandi ngoba lokhu nikuphimisa akasekho Kanti ukube istayela skhe nasthanda ngeqiniso naniyoyshaya kahle ingoma mhlawumbe kunamuhla ngabe sinengoma ehlanganise wena naye.aksenanike kodwa.

  • @lenfordmxolisidlamini6881
    @lenfordmxolisidlamini6881 Před 5 měsíci

    Wawu wawu wawu,zinsizwanaze zohlanga,naze nasikhumbuza ngeqhawe. Uyadela umhlaba noma unganoni nje. Sodumase, Nyongo yendlovu Madubandlela ngohlala ngikuhlonipha qhawe

  • @mbonisenilucas5073
    @mbonisenilucas5073 Před 2 lety +2

    Baba somnandi yesabeka njengekhekhe lezinyosi intombi zimgile igoda phekwe chiskop

  • @celimpilomajola2024
    @celimpilomajola2024 Před rokem +1

    Uqinisile Qhawe Somnandi yesabeka

  • @bhambathaskopion4290
    @bhambathaskopion4290 Před rokem

    Hmmmm

  • @melusimyeni8438
    @melusimyeni8438 Před rokem +1

    Hhayi ukhuluma kahle mfoka baba umfokamolo wayeyiciko njengawe

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 Před rokem

    Sawubona bhuti Thokozani ,akuthi ke cule ingoma yakho, we gaxekile we gaxekile, we gaxekile

  • @zakhelenhleko2695
    @zakhelenhleko2695 Před rokem +1

    Yebo kunjalo Sothole ingoma noma ingemnandi kodwa ukuthande amatemu asetshenzisiwe

  • @phillipngubane6552
    @phillipngubane6552 Před rokem +1

    Wafundiswa kahle mfoka langa unesisoka esihle nawe syabonga nsizwa

  • @djcastigador6028
    @djcastigador6028 Před rokem +1

    Nginithandela lokho no babili

  • @yaneli502
    @yaneli502 Před 4 měsíci

    Mfo ka molo

  • @mdubuthelezi7604
    @mdubuthelezi7604 Před rokem +3

    Fusegi ususho ngoba nakhu engasekho mfoka Molo wena nehlathi engathi izinqha vele ubekushiya kude le u Bhekumuzi wena uyibhimbi wena 100%umfoka Molo ubephiwe lento kungeyakhe mawusho njalo anihlanga nanga ngini pho nenze ingoma ndawonye angithi wayenza no Chwensa yena wayenza no mfoka Maqhawe ayashiyana I Bhova phela hhayi lombedo wenu kuthe kusuka wavuka umona la kuwe wase uxabana nomngani wakho u Chwensa hhayi kaku niphizanga kanje kwasho ingona ingoma yeBhova ethi sebe xabene laba bantu yibo laba ababe sithuka ibambe ngakho

  • @vusi3685
    @vusi3685 Před 2 lety

    Thokozane langa segqoka Fabian eyi siyabonga awukwazi kucula ne voice ehoshozelayo

    • @galela9461
      @galela9461 Před rokem

      Wakhulumakahle Somnandi

    • @siphathisenkathazo9096
      @siphathisenkathazo9096 Před rokem +2

      Wokunnda ukuyi hlonipha marn Uma muntu ngam thandi vele thule yeke loku gxeka

    • @thibantwakonono5351
      @thibantwakonono5351 Před rokem

      Ey n ngutata womtu wabantu lona isdingo nje sokumqhela kakubi andisboni umtu omdala yahlonishwa