[Exclusive Interview] Jabulujule no Okmalumkoolkat sithi uShukela eTiyeni.

SdĂ­let
VloĆŸit
  • čas pƙidĂĄn 14. 08. 2022
  • [Exclusive Interview] Jabulujule no Okmalumkoolkat sithi uShukela eTiyeni.
    Sihleli bukhoma eStudio nosaziwayo uSmiso Zwane, odume ngelika Okmalumkoolkat.
    Usixoxela ukuthi walithola kanjani igama lakhe elithi Okmalumkoolkat.
    Usithi fahla kancane ngeqembu owayekulo, elaziwa ngokuthi iDirty Paraffin.
    Ayilunge imililizelo njengoba esilandisa ukuthi usezoshada💍 nokuthi yini eyamuhehha kwisithandwa sakhe.
    Ugqugquzela ozakwabo abakwimboni yezobumnandi (umculo) ukuthi kubalulekile ukungapheleli emculweni kodwa bazame nokunye. Njengoba naye ene-Spovington okwiClothing Brand yakhe.
    #Jabulujule #UkhoziFM #UkhoziFMTV #ImbokodoInamandla

Komentáƙe • 31