Shembe: INkosi uThingo (Nkosi Nkosi bubusise-3)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 25. 03. 2016
  • "Phakamisa wena Nkosi, Lokhu Kuphakama"

Komentáře • 26

  • @siphakanyiswakhetha7446
    @siphakanyiswakhetha7446 Před 6 lety +9

    Siyabonga Nkosi yomusa, Ngakho konke osenzela khona mihla namalanga. Amen

  • @ontargetmedia4728
    @ontargetmedia4728 Před 8 lety +13

    siyabonga nkosi yethu siyabonga baba wethu umusa wakho nothando lwakho owasipha lona thina zintandane zezulu esadabuka osizini nesililo sokuswela umusa wakho ungasifulatheli noma sesihamba ebumnyameni

  • @similemsimang4222
    @similemsimang4222 Před 8 měsíci

    WayemuhleuThingo embethe ubungcwele ubaba woNyazi. hhha kanti angazi ukuth uzele inkinga ezohlala emva kwakhe mesedlulile. nkosi yamakhosi khumbula ugogo wami intombi ezala umama wami seyadlula kulomhlaba yendulela kwelamathongo.

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 3 lety +3

    Ngavele ngakhumbula lapho usukhiphe isandla sakhe usemotweni Nkosi YAMAKHOSI SIKUHLANGABEZILE .SAKUBONA NKOSI YEZULU.

  • @bonganngobese9063
    @bonganngobese9063 Před 7 lety +11

    kumnandi ukuhlabelela manazaretha. kodwa nginenkinga uma kuhlatshelelwa esontweni kuvele kuthi angikhaleeeeeeee ngifikelwa umunyu

  • @njabuloprince7533
    @njabuloprince7533 Před 4 lety +2

    U Nyazi lwezulu unkulunkulu zonke zizwe zizombona

  • @sfisosibiya5791
    @sfisosibiya5791 Před 5 lety +2

    Nkosi yoxolo nomusa uyesabeka

  • @thinathompsonmzilikazi9627

    mmhhh wayehlabelela kamnandi
    syabonga Jehova olothando lwakho Simakade owasibonisa lona

  • @sizwemokhele3470
    @sizwemokhele3470 Před 4 lety

    Amazwi wakho nkosi thingo lwamakhosazani ayangibusisa ngasosonke iskhathi ngizwa nangenhliziyo yam Ijabula kakhulu ngezwi lakho nkosi amen

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 7 lety +2

    INKOSI YALAPHA SIYAKHONA UYEZWA UKUTHI IZIFUNDISWA ZASEZULWINI IZWI LAKHONA LIVUTHIWE UMUNTU OMUHLE NGAKHO KONKE

  • @khanyisilemngadi3055
    @khanyisilemngadi3055 Před 7 lety +9

    leli culo lingikhumbuza uMawami ongasekho emhlabeni. engathi uNkulunkulu kaShembe aze amkhumbule lapho ekhona.

  • @nomsangubane836
    @nomsangubane836 Před 3 lety +1

    Shembe oyiNgcwele uze ungikhumbule mina soni wangenzela izimanga ukhokhela indodana yami R40 000 isikweletu sakwa ANGLO waphinda wathatha iCV yendodana yami endaa wayoyithi qithi kwa Nampack ey ey futhi Shembe oyiNgcwele uze ungikhumbule

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 7 lety +2

    HAWWWU KODWA MKOSI YAMAKHOSI UYEZWA NJE UKUTHI KUHLABELELA INDODA YASEZULWINI KWAVELE KWAPHELELA KIMI

  • @sbonelosilangwe5553
    @sbonelosilangwe5553 Před 2 lety +1

    kwashonaphi lokhu kuhlabelela?

  • @khumalonkosi628
    @khumalonkosi628 Před 7 lety +3

    thingo lokubathiya ngyaguqaphambikwakho ngithi ubile inkosi ebantwin namanje usayiyona uyesabekaaaaaaaaa

    • @mpathoninompilo8212
      @mpathoninompilo8212 Před 6 lety

      Uze ungkhumbule Thingo lokubathiya ngoba kushukuth angsenzi kahl emhlabeni ngoba kangakuphuphi ungbonisa izinto zam,uma zizolunga noma zingazolunga

    • @mogalelegae8526
      @mogalelegae8526 Před 5 lety

      Nkosi yamakhosi uze ungikhumbule nami

  • @wonderboymkhize2756
    @wonderboymkhize2756 Před 8 lety +5

    UYESABEKA THIXO WAMI WOKHOKHO

  • @ntandoletho8627
    @ntandoletho8627 Před 3 lety

    Haaaa sukaaan madoda💯🤞

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety

    Nkosi uThingo lokubathiya madoda