DANGERS OF OWNING A GUN[Part 2]

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 10. 09. 2024
  • We are talking about the dangers of owning a gun in South Africa.
    #podcast
    #storytime

Komentáře • 146

  • @nkanyisodlamini9210
    @nkanyisodlamini9210 Před rokem +21

    Dnt skip those ads kubalulekile kakhulu lokho plzzz.

  • @sandilesenzo821
    @sandilesenzo821 Před rokem +5

    I start listening this channel December last year I stayed home 4 month I watched all the videos mina i am short temper person ema tavern asigoli ngakithi awasingifuni ama own coz uma khona mina ne crew Yami customers the move into other tavern but since ngibuyile la goli ngisalwa namuntu last week one of my friends uxabe nomunta azi kuthi ngizolwa ngivele ngaguqa ngamxolisela kula bafana kumangele wonke umuntu ongaziyo kanjani because of this channel coz bengiseduze nokuboshwa or ngidutshulwe keep on sharing this story my brother it build us.

  • @songezodsd8590
    @songezodsd8590 Před rokem +6

    Mina bhuti ngihlale ngisiphethe isbhamu nami angithandi usizi olwehlela umdeni wami ngonyaka ka2018 ulo olwangenza ngasiphatha yize ngazi kahle ukuthi akukho ryt 😢😢

  • @qenehelokhaile4688
    @qenehelokhaile4688 Před rokem +4

    Ngiyakuzwa bhuti omdala but manje inkinga enginayo nayi - Yes owning a gun exposes you to certain dangers and subsequent incarceration but manje with the society we live in, how do I protect the very same family that I may perhaps use the gun on if I get emotional. When someone breaks into my house I can't exactly ngiphume nge qupha, I have to have means to protect my family because unfortunately our police offices focus on solving crimes instead of crime prevention. When you call the police its already late, the crime has happened, you have suffered loss to your property and family and been subjected to the trauma that comes with it. There's a qoute that reads "I'd rather be a warrior in a garden than a Gardner in a war, unfortunately south africa is a war zone

    • @ErnestB1
      @ErnestB1 Před 3 měsíci

      Very true bafo isbhamu nje syadingeka kulezwe esphila kulo elinobugebengu , hha ngoba usthengela ukulwa or ubuqwaga kodwa ukuzvikela ukuvikela ikhaya ne property yakho

  • @mzwamadodamzwa1289
    @mzwamadodamzwa1289 Před rokem +11

    Thanks!

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +4

      Mtakababa inkosi ibusise siyabonga kakhulu, kwande nalapho uthathe khona mfwethu be blessed 🙌

  • @user-hl4pi6zt2g
    @user-hl4pi6zt2g Před 7 měsíci +1

    Wonderful message. I have think that one has to deal with uncontrolled anger, guns don't kill, people do. With uncontrolled angere, anything can be used to kill.

  • @danielsember
    @danielsember Před rokem +4

    Kunendoda eyayingu(magistrate) la enkantolo yasePinetown, ngelinye ilanga yasuka emsebenzini emini nje ngezikhathi ze(lunch) yaya ekhaya, okwakuyinto eyayingajwayele ukuyenza, kanti izofica umfazi esembedeni nenye indoda. Magistrate wajika waphuma ngomnyango wahamba... unomphela. Akabuyelanga emsebenzini, nantambama akayanga ekhaya. Yavele yahanjelwa umqondo, kuyimanje ilala emgwaqweni, emini ihlezi ingaseposini (Post Office) noma eSpar kwaKnowles.

  • @godfreymbowane4089
    @godfreymbowane4089 Před rokem +4

    My brother thank you so much for the knowledge about prison and respecting crime no matter how much we need money I really enjoy your teachings big up

  • @givenmarsh998
    @givenmarsh998 Před rokem +4

    Very touching topic, how does one protect themselves and their families in this nowadays situations jesu💔

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před rokem +2

    Mr Cebekhulu kuhlale kuyntokozo ukulalela izindaba zakho awgeji ushaya NGQO💖🔥

  • @connieakhona3194
    @connieakhona3194 Před rokem +2

    Thank you so much for the beautiful work that you are doing!!! The life lessons that you share with us, we really appreciate!!! Please continue doing the good work that you are doing. May the Good Lord continue Blessing You😀🙏

  • @SibusisoSikhi-dd6kr
    @SibusisoSikhi-dd6kr Před rokem +1

    Syabonga mtakababa ukusivusa amahlo ukuba singazisolu

  • @fezilemthwazi8695
    @fezilemthwazi8695 Před rokem +1

    enkosi bhuti Cebekhulu nam imfundo yakho iyandakha nam brother ❤🙏 and keep up this amazingly good work ❤

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před rokem +2

    Dankie bhuti ❤ kahle kahle isidingo soku own isibhamu asikho

  • @heathermbambeni529
    @heathermbambeni529 Před rokem +2

    Guns are everywhere nowadays bhutwam,yaz kwezi veki nje ezidlulile kudutyulwe istate witnesses emgaqweni eWynberg,Capetown 😢that video indenze ndaphakuphaku...now i don't feel like getting outside the gate

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Eish sisi isenzo esibi leso esenzakele mani, please be safe and welcome back to the channel it's been long🙌

  • @gordenmg4966
    @gordenmg4966 Před rokem

    The amount of truth your telling my brother not so many reflect on it, this could help a lot us. Thank you very much.

  • @LuckyLuckiest-kw6lb
    @LuckyLuckiest-kw6lb Před rokem +2

    Syabonga bhuti ukhaliphe kakhulu wena

  • @qinisomkhize6526
    @qinisomkhize6526 Před rokem +2

    Thank you MC for your great interesting stories and advices...bengcela uke ukhulume ngalendaba yama Body guards aphatha ibhamu eynkulu kakhulukazi agcwele la eKZN ukuth ngabe abayona yin ingxenye yokubulawa kwabantu nanoksabalala kwezibhamu ngale kokuth basemsebenzini...ngabe umthetho uthini ngaleyanto futh ivumeleke kanjan? Kubani? Ngoba kubukeka sengazuthi isidleke seynkabi lesiya ngokubuka kwami...ngiyabonga

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Před rokem +2

    It's gorvenment that this gun's thanks Ntate Cebekhulu you teach me a lot

  • @Mvelase-kr3hd
    @Mvelase-kr3hd Před rokem +9

    Share and like💖💞from swatini

  • @sazishabz7869
    @sazishabz7869 Před 11 měsíci

    Inhliziyo iyaphakelwa 👌🤣🤣🤣. I love this channel. Ngayizwa first hand mina e trial and promised God ukuthi a ngiphinde, since since angihlangani nje nento ephambene nomthetho

  • @philanigabriel
    @philanigabriel Před rokem +2

    "Mhla waba sejele uyobona ukuthi inhliziyo iyaphakelwa"😂😂😂😂😂

  • @heathermbambeni529
    @heathermbambeni529 Před rokem +2

    Molweni maTransformers, its been a minute. Eush bhutwam lento othetha ngayo iyandichaba because I've been wanting a gun, lanaphara ayasihlukumeza😢

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Hello Heather I'm happy to have you back, you are an old member of this channel. yey ayahlupha amaphara but ukuba nesibhamu kuzoba yingozi nakuwe sisi.

  • @thobilemkhize1069
    @thobilemkhize1069 Před rokem

    Syabonga bhuti uphephisa abaningi.

  • @ntandokayisemnguni6482

    Onezindlebe akezwe!!! dankooooo

  • @nkanyisodlamini9210
    @nkanyisodlamini9210 Před rokem +1

    Tnxz bhuty omdala ngenkulumo zakho ezakhayo as alwayz bd u are a true blessing to us as South Africans.

  • @mazongwo
    @mazongwo Před rokem +2

    Syabonga unkulunkulu ngkusithumela mc mezisto emhlabeni ezosifundisa khuphuka njalo mfowethu unedlebe uyezwa god bless u

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před rokem +1

    Yebo bhuti, mina ngikzwile n ngiyabonga,kube zonked zinga thattha izeluleko zakho, siyabulela,God b with u forever ,❤❤❤ u,bigup bafo

  • @nomvulalangasiki3927
    @nomvulalangasiki3927 Před rokem

    May God help us thina sizivileyo indaba ezimnandi singalokothi sone...Danki mfo kaCebekhulu once more ...Our lives will never b the same..stay blessed

  • @BONGANI-G
    @BONGANI-G Před rokem

    Good story teller.... Nice content very informative

  • @user-we6gq8vi9x
    @user-we6gq8vi9x Před rokem

    Syabonga bhuti,we appreciate a lot abouts your lessons ❤

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 Před rokem +1

    Siyabonga secwayiso bhuti
    Much ❤ from eSwatini

  • @lungisanikuboni8178
    @lungisanikuboni8178 Před rokem

    Eyy waybeka mfoka Cebekhulu ayy bengithi ngiyasilanda cha zoke ngime kancane....

  • @ngcebomthethwa9361
    @ngcebomthethwa9361 Před rokem +1

    Impela unembeza ubalulekile. Kuningi esikufundayo lana.

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před rokem

    Usizi lolu yazi🥺... Omunye wezinsizwa esiphila nazo wasithenga emva kokuthi ecishe ethathelwa imoto ehamba nomndeni wakhe...
    Sengathi our societies engaba safe

  • @youthlink-jk7tf
    @youthlink-jk7tf Před rokem +1

    Bathi noma isizamula udliwa unembeza😂😂😂😂

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Před rokem +1

    Sibonge Cebekhulu,uhabho olumnyama alumnandi neze...angeke ushintshe wonke umuntu.Kodwa amazwi akho afana nebhewu kuhluke ukuth iwele emhlabeni ovunde kangakanani.Keep it up Sebekhulu mtanekhehla 🤝

  • @vusimabena2746
    @vusimabena2746 Před rokem +2

    kwaNdebele sinani❤🙏🏾💯

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Niyaphila kwaNdele?

    • @vusimabena2746
      @vusimabena2746 Před rokem +1

      Siyaphila bafo i wish singake sehlele in person Uzela kwela khithi uzokhuluma nathi in person❤.
      Sizoku phatha kahle just to come and Educate our youth

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      @@vusimabena2746 Kungaba kuhle lokho bafo. ngingakuthokozela nami.

  • @Forward_we_go
    @Forward_we_go Před rokem +1

    Kuningi esesikufundile qhube usixoxele ezinye syabonga ♥️

  • @daviddlamini9114
    @daviddlamini9114 Před rokem

    Bhutii wam siyabonga xem

  • @bonginkosipraisegod7722

    Kamnandi layikhaya ❤

  • @samkelombizweni1720
    @samkelombizweni1720 Před rokem +1

    Siyabonga mfowethu qhubeka usisherele njalo iyitory zakho

  • @lucaskhumalo6422
    @lucaskhumalo6422 Před rokem +1

    Mfoka cebekhulu izwe selonakele sunazo asithandi sithenga imfuyo emakhaya bayayeba sithenga izimonto bayazeba aii manje sezikhonake abasezi

  • @NjabuloMiya
    @NjabuloMiya Před rokem

    Webhuti indlela oyibeka ngayo inkulumo cha aii uyishaya khona vele ube sesigamekwen ungekho lapho asibonge!!!

  • @Bongz90
    @Bongz90 Před rokem

    Lol this guy will make you rethink your decisions and reconsider your life and purpose… ndiyi ndoda enomsindo okufutshane; kodwa yheyyy ha.a its not worth it; indoda mayihlale kwayo isebenzise amandla wayo ukwakha ikwayo 😅😅 ngekhe imagine nje sendise jele yhuuu ndingafa

  • @vusumuzimchunu292
    @vusumuzimchunu292 Před rokem +1

    matete I background song iyephi😢😢😢😢😢😢😢😢yabonake

  • @sthefakazi3383
    @sthefakazi3383 Před rokem +1

    Since ngaqala ukukulalela mfoka Cebekhulu impilo yami ayisefani indlela yami yokucabanga yashintsha unomphela, bengumuntu okholelwa kakhulu esibhamini kwazise ngiphuma le kwantabazikhala amanzi, ume njalo bhuti

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před rokem +1

    Eyi siyabonga we bhut uthinta indabenkulu ke laaa esbhanyini most cases enziwe ngeyibhamu vele mina ngibona sengathi isibhamu nje siyibhadi kwason waba nesbhamu nje suyibambele ibhade ngesandla 😮

  • @simphiwesimphiwegumede5536

    Syabonga cebekhulu 🙏

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před rokem +1

    Siyàbonga kakhulu namhlanje usifundise nge anger management ngamafuphi.

  • @sicelochiliza2338
    @sicelochiliza2338 Před rokem

    Sibaluleke kabi isibhamu in a country like south africa njengoba ubugebengu kungaka nje,isibhamu asbulali muntu,umuntu osebenzisa isbhamu for ukubulala my point is uma unesbhamu kmele ube umuntu ophusile ekhanda,bakhona abanezibhamu abakwaziyo ukuzibamba bangabulali singekho isdingo,ngenxa yobuhlakani babo.

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 Před rokem +1

    Nsizwa emhlophe

  • @syabongamkhwanazi3373

    Khona le sound ongasaydlali if uthula inkulumo sacela uyibuyisele nge nkulumo ezolandela

  • @mzwamadodamzwa1289
    @mzwamadodamzwa1289 Před rokem +1

    Sendikhona ku part 2 nami. Yazi kudala ngifisa uba nesibhamu. Kepha ngiyasaba mina ngiyashesha ubamba umuntu ngesandla 😢

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Kuncono uvele usiyeke bra wami ngoba sona sifakana ezilingweni mfwethu ugcine sewenza into ekade ungayihlosile ngempela.

    • @mzwamadodamzwa1289
      @mzwamadodamzwa1289 Před rokem +1

      @@TransformationLive1 Ngikuzwile Bafo kwaye ngeke ngisasondela kuso

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      @@mzwamadodamzwa1289 Danki mfo🤝

  • @buhlekwanele7043
    @buhlekwanele7043 Před rokem

    Yabona min awaphuthi ama video akho kodwa leli Lokuthi intombi mayijolile kuwe wena soka ayinaphutha. ngiyavuma kodwa ayamkeleki leyo.yingakho uyisola after lento usuyenzile ekebeni wazi kahle ukuth lento izo lead kuphi😢

  • @ntokozongcobo3044
    @ntokozongcobo3044 Před rokem +1

    Syabonga kakhulu bhut menzi ngeziqwashiso zakho...sicela uke uzame nokuya khona ejele nama camera akho nabaqophi ke niyo interview abantu abasadonsa namanje ke basitshene nabo ngamaphutha nangezimimpi nobunzima abakuthola ejele mihla namalanga

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Před 10 měsíci

    Nami nje bafo angisiye omuntu ofanelwe ukuphatha isbhamu lokho kuyanyisiza ngoba umonakalo engiwenzayo mangibambe umuntu wami engi crc ngaye ejola ngivele nje ngibone kuthi indaba yesbhamu nami ayihlangani kanti mina nginakekela ikhaya nabashana inganezami konke kubhekemina sồ yeah

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 Před rokem +1

    Sbonge bhuti omdala dankoooo

  • @bongkwandamhlungu4800
    @bongkwandamhlungu4800 Před rokem +2

    🤔 yoooh

  • @omakoyaingomayasenkandla8139

    Anginamalume nje ingenxa yesbhamu somthetho bamdubula ngoba befuna ukusthatha wahamba kanjalo emhlabeni

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Sorry mfwethu ngomalume wakho kwaba isenzo esibi leso sethembe laba abenza lokho bagcina bejezile.

  • @lolomzet8239
    @lolomzet8239 Před rokem +1

    Like this show

  • @ripples4ever
    @ripples4ever Před rokem +1

    Ngiyabonga kakhulu Cebekhulu nge channel yakho ,sengihlana usuku lonke ngibukele yona kakhulu futhi khona umjitha oseze angivakashele ngenxa yokulangazelela ukubuka nokulalela amazwi akho obuhlakani

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Siyabonga ngokumemana nizosibuka bafwethu🤝🤝🤝

    • @ripples4ever
      @ripples4ever Před rokem

      @@TransformationLive1 bengicela uke ubuke loludaba lwe Angels ministry elwenzeka e Ngcobo e Eastern Cape

  • @sizwenxumalo3925
    @sizwenxumalo3925 Před rokem

    You know there's a guy who told a story with no remorse and sense of fun about how he killed his wife and the boyfriend on CZcams on a channel called @RumourMongerTV titled "this is what u did to my wife and her boyfriend ". I saw after my comment that kuningi okusamele sikwenze njengamadoda emphakathini ukuthi sigweme lezi gameko.

  • @ntutuzelodaniso4531
    @ntutuzelodaniso4531 Před rokem

    ❤❤❤❤❤

  • @bonginkosipraisegod7722

    Kamnandi layikhaya

  • @sphesihle8598
    @sphesihle8598 Před rokem +1

    Bengiphisane nge phone phela ko clever yingakho benginga comments ngibuyile ngenkani 😂😂😂😂😂 futhi

  • @sbongamanganyela1750
    @sbongamanganyela1750 Před rokem +1

    Present Sir

  • @royaltympanza6910
    @royaltympanza6910 Před rokem +1

    Siyabonga ❤🙏

  • @bonobonok1412
    @bonobonok1412 Před rokem

    Bhuti🤝

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Před rokem +1

    Lindakamkhonto bafo bath isbham induku yamagwala isiphelile imphakathi ngenxa yesbham

  • @sandilepatrick1243
    @sandilepatrick1243 Před rokem +1

    Danki menzisto

  • @marangmasegomutloane3619

    Baba❤❤❤💯

  • @siyabongakhumalo1660
    @siyabongakhumalo1660 Před rokem

    🙏🙏🙏🙏🙏

  • @siphiwesihlecele6634
    @siphiwesihlecele6634 Před rokem

    ngcela uhlaziye isigwebo sa lorch

  • @kgomotsochauke9226
    @kgomotsochauke9226 Před rokem

    Most guys from KZN they own firearm, i would say 3 in 5 men have guys.

  • @athipohlwana4689
    @athipohlwana4689 Před rokem

    i do not skip the line

  • @ltdnovuka8176
    @ltdnovuka8176 Před rokem +1

    Usakhisen zikhali uphi

  • @fikilemmakhumalo136
    @fikilemmakhumalo136 Před rokem

    Onendlebe uzwile ngempela kwamanye amazwe isibhamu siphathwa iphoyisa kuphela ayi lombuso ola emzansi ,kungekudala bekunevideo yezinsizwa zakithi zikhombisa izibhamu zithi"insizwa engenasibhamu uZanele"ngisola uhulumemi wethu kukokhu🤷

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 Před 2 měsíci

    😇😇😇

  • @daviddlamini9114
    @daviddlamini9114 Před rokem

    Menzisto mc thanks Bhuti

  • @sbongs8247
    @sbongs8247 Před rokem +1

    Qinisile buti even esomsebenzi sinkinga isbhamu sicabangisa kaningi ...yingakho ngakhetha kuthi sihlale khona emsebenzini

  • @mkhanyakudetv01
    @mkhanyakudetv01 Před rokem +1

    🤝🤝🤝

  • @sizwemabele5398
    @sizwemabele5398 Před rokem +1

    Isfundo engisthole kule channel in a nutshell sithi mufunwa amaphoyisa baleka akufica zibulale😟😟😟

  • @macdonaldmatasanekonstable2107

    👌🏽👌🏽👌🏽

  • @Asephelile
    @Asephelile Před rokem

    That's the truth mfo

  • @tshedisoletlojane2409

  • @user-yg2xp5px3y
    @user-yg2xp5px3y Před 4 měsíci

    Kokunye abantu mele uzibuze kuthi kungani your partner cheats somtimes you are the problem

  • @mkhabolengayondodemnyama8418

    Nawo lama ads anokthathiskhatheside bese syalimala ngenxa yenetwrk evelihambe ungakakuzwa obufisukukuzwa konke engingakushonje qhubeka nomsebenzi omuhle mtakababa lastmnth ngsukelwe umfana mangithi ngyamkhuza wafunukulwa ngacabanga indabazakho ngazbamba maqedane wathi ngyasabisa uzongigxoba sengajwayela amagwala kumanje angabe ngphakathi edanyana ngenxa yokfuna uktshengisa ngyashaya mina nabantu bazbonela ivaka kanti ngaqhathwa mina ziyakha indabazakho mfowethu ukhule nje

  • @VikaShongwe-mb3ke
    @VikaShongwe-mb3ke Před rokem +1

    👌👌🇸🇿🇸🇿

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před rokem

    NGIYABINGELELA CEBEKHULU KUWE NETHIMBALAKHO LENTO OKHULUMA NGAYO YAKEYENZEKA UBABA OMKHULU WEZINGANEZAMI ECABENE NOMKAKHE KANTI KUZOFIKA UMAMA WOMKAKHE NOBABA WOMKAKHE NOSISI WOMKAKHE NENDODA KASISI WOMKAKHE BAFIKA BAZODLA UKUDLA KWAKUSIHLWA BABIZWE UNKOSIKAZI KABABA OMKHULU KUTHE KUSEMNANDI KWAFIKA UBABUMKHULU BABANOKUNGEZWANI NJE OKUNCANE NOMKAHLE WAVELE WAKHIPHA ISIBHAMU KWADUBULEKA UBABAZALA WAKHE WASHONA KWADUBULEKA USISI WASHONA KWADUBULEKA NENDODA YALOSISI UMKAKHE WAPHUMA WABALEKA YAZI MASEKUBUZWA UKUTHI BEKWENZENJANI KWAKUNGEKHO NTO ETHENI NGABONA LAPHO UKUTHI USIZI UKUPHATHA ISIBHAMU NGOBA SEKUFE ABANTU NGENTO ENGEKHO

  • @buhlekwanele7043
    @buhlekwanele7043 Před rokem

    Yabona min awaphuthi ama video akho kodwa leli Lokuthi intombi mayijolile kuwe wena soka ayinaphutha. ngiyavuma kodwa ayamkeleki leyo.yingakho uyisola after lento usuyenzile ekebeni wazi kahle ukuth lento izo lead kuphi😢