Video není dostupné.
Omlouváme se.

Usizi luka Mame wase Kranskop

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 03. 2024
  • Usizi luka Mame wase Kranskop.
    #Storytime
    #podcast
    #stories
    #trending
    #transformation

Komentáře • 164

  • @kgkhumalo-pt3wm
    @kgkhumalo-pt3wm Před 4 měsíci +78

    "Ey awume ngikhumule izicathulo eyi nxii" 😂😂 le channel ngiyithanda ngoba umfoka Cebekhulu is so real ngazuthi uhleli naye ngqo face to face

  • @thatoterrencenkgudi4668
    @thatoterrencenkgudi4668 Před 4 měsíci +21

    Am in Limpopo,and loving this channel over 6 months now,learning my Zulu as well👌

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Před 4 měsíci +28

    ❤Mr Cebekhulu Thank God bless you My brother you are teaching Us a lot we are leaning from these stories here in Lesotho 🇱🇸

  • @Nkifour4
    @Nkifour4 Před 4 měsíci +15

    Sengyayibona indaba yokuthi uma umuntu wesfazane ephingile umyeke nje. Imagine abantu abangaka belahlekelwa impilo zabo iphelela ejele.😢

  • @garrienobez
    @garrienobez Před 4 měsíci +8

    When I'm stressed and start to listen to this voice... It heals all ma wounds

  • @Queendollar83
    @Queendollar83 Před 4 měsíci +6

    The most authentic story teller. 👏👏👏

  • @diskiloverscorner.7688
    @diskiloverscorner.7688 Před 4 měsíci +29

    Angith lo Mkhize nje ukube akayxolelanga intombi yakhe kade imjolele okokuqala ngabe akagcinanga eseybulala ngezimpethu engaqondile, intombi mese iqomile uyayiyeka. Ngoba umuntu wesfazane akaqomeli indaba yokuth ulingekile, meqoma usuke esecabange kahle ukuth wena akasakudingi.

  • @sandilemntungwa1538
    @sandilemntungwa1538 Před 4 měsíci +10

    As much as ngimunyanya ngenhliziyo yami yonke owesifaza ofebayo noma ofebile kodwa angisoze ngathatha isinqumo sokumucupha never kungcono uvele umyeke.

  • @mondlimphilisi5412
    @mondlimphilisi5412 Před 4 měsíci +6

    Nami uMkhize ngangingambulala ngoba MC menzisto wayengekho ne Transformation life

  • @papoletw
    @papoletw Před 4 měsíci +3

    Very educational story Menzisto, ume njalo mfowethu uqhubeke uqwashise isizwe

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 Před 4 měsíci +6

    Ngihalela ukuba kwiProduction Team ngizobukela beqopha

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 4 měsíci +4

    Siphakathi our handaome MC ❤️❤️

  • @user-rw7dc5es6w
    @user-rw7dc5es6w Před 4 měsíci +5

    Yaze yabuhlungu lendaba mfowami....siyabonga Cebekhulu ngalezindaba

  • @mskhumalo5118
    @mskhumalo5118 Před 4 měsíci +8

    This story is 😢 so painful, anger can land you in big trouble 😢

  • @mandlajeffrey6241
    @mandlajeffrey6241 Před 4 měsíci +10

    Kdw umkhize why, angayi kulenyanga emnike umuthi wokucupha intombi masekonakala, ucabanga kancane futhi akuyena umfazi lona intombi

  • @user-xo2pl5lu2v
    @user-xo2pl5lu2v Před 4 měsíci +1

    Background song is incredible matete ndoda yamadoda

  • @philanizuma9873
    @philanizuma9873 Před 4 měsíci

    very informative menzisto, i listen to your stories everyday i can relate to almost all..keep up the good work and raising awareness of ijele and how easy one could find themselve in..

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před 4 měsíci +5

    Bakithi ishluku esinje bantu, yini akuthebhanwe yini😢

  • @MbizoG
    @MbizoG Před 4 měsíci

    Mr. Cebekhulu nethimba lakho siyabonga ukusiqhwashisa and ngiyabona ukuthi lokhu ukwenza out of love of it. Keep up the good work

  • @nzimaaa8861
    @nzimaaa8861 Před 4 měsíci +1

    Finally kunini kwas ngisi langazelele les story

  • @SiyabongaDlamini-mf5ky
    @SiyabongaDlamini-mf5ky Před 4 měsíci

    Dankie mfoka Cebekhulu, your narration is tip top bhuti.

  • @sithembisonange1757
    @sithembisonange1757 Před 4 měsíci +1

    eyi it's a sad story but umfowethu ubengasayithemba intombi yakhe ngakumbi xa intombi ubuyenzela yonke into

  • @remandlo
    @remandlo Před 4 měsíci

    Usizi ngempela indaba yalomama. Thank u for sharing Bhuti Menzisto. Uphile qhawe.

  • @akhelethumatikinca6500
    @akhelethumatikinca6500 Před 4 měsíci +3

    Enkosi bhuti maarn mna ndilapha e mthatha in the eastern cape.

  • @ayandagprinceg9466
    @ayandagprinceg9466 Před 4 měsíci +2

    Webafwethu akulula ukuyeka umuntu usamthanda seningazikhulumela nje kodwa nani niyalazi iqiniso so uMkhize ningamsoli ngoba naye wayethi uyazilungisela njengathi sonke enethemba futhi kwase kyaphambana

    • @nkanyisongcobo9944
      @nkanyisongcobo9944 Před 4 měsíci

      Cha bafo, musa ukulawulwa inhliziyo umdala. Akaxolelwa umuntu odliwe, nhlobo. Shiya phansi Uhambe uyoshela ngoba imuphumela yokuxola ivamise ukuphetha kabuhlungu njengalesi sgameko. Akaxolelwa umfazi ofebile.

  • @user-sp4ge6cj7y
    @user-sp4ge6cj7y Před 3 měsíci

    Siyabonga ukufunda akupheli,noma nje lubuhlungu undaba lolo

  • @sphelelemadlopha5347
    @sphelelemadlopha5347 Před 4 měsíci

    Mr Cebekhululu ,it's Madlopha keep good job u doing we ll support u ,uyasakha isizwi

  • @NolinganaManqawa-bw3qi
    @NolinganaManqawa-bw3qi Před 3 měsíci

    😮 yhoo Nami ngendenza njengo mama u Hlekayiphi kodwa ngok ngenxa yomfo ka Cebekhulu ndinganqaba ukhumbulala but yhoooo it's painful

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před 4 měsíci

    Present My Buti ❤️🙌 siyabonga

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Před 4 měsíci +2

    yooo hhaii uyabona nje indaba zothando engat yizo ezifakana enkingeni

  • @HalalaMdabe
    @HalalaMdabe Před 24 dny

    Yeyi ngiyayisaba kranskop😭😭

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 Před 4 měsíci +4

    Ukube wavele wayiyeka lentombi umkhize

  • @mgababadavies
    @mgababadavies Před 4 měsíci

    Very good story teller as well and learning a lot from you my brother thank you mfowethu

  • @user-lt3xl9nr7v
    @user-lt3xl9nr7v Před 4 měsíci

    Good morning brother 🙏 hope you well you know I been listening to you since the day you started your podcast I'm in Namibia 🇳🇦 but I'm a South African I'm from Johannesburg you are the best I respect you so much

    • @FikileEunice
      @FikileEunice Před 3 měsíci

      Zimnandi izindaba zakho manje u slow kakhulu kuphela I data zama ukuba fast kancane

  • @siyamgazi9454
    @siyamgazi9454 Před 4 měsíci +4

    If it wasn't for this page ngabe nami ngasibulala isfebe sami last year esangithithelela ngezifo saqeda sakhuluma ukwedelela sesithandane 5 years wonke🤦

  • @user-qt2us4bp5r
    @user-qt2us4bp5r Před 4 měsíci +1

    Linda mkhonto owakithy wen 🦸

  • @sphesihlndebele4841
    @sphesihlndebele4841 Před 4 měsíci +4

    Ngiyigqwele ngenxa yakho 😂❤

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před 3 měsíci

    Thank you bafo siyafunda lukhulu

  • @user-rs7rg9kn2n
    @user-rs7rg9kn2n Před 4 měsíci

    Othi ngkhumule iicathulo mnxiim🤣🤣kodwa syabonga bhuti ngezimfundiso zakho🙏🙏

  • @tholinhlanhlamhlophe6194
    @tholinhlanhlamhlophe6194 Před 4 měsíci

    💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭 Jyo ngaze ngalusizi ngalolu da a mfethu. Ei inhliziyo ayiphakelwa ngoba ekekho awaziyo ukuthi impilo ikuthatha ikubekaphi. Ngiyamzwela lo sisi. I hope Abe right after 😂

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před 4 měsíci

    Eyi kodwa madoda sometimes ezinye izinto aizenz not knowing imiphumela ngayicuph intomb kanti awuyazeli lutho mhlampe nakuwo lowomshado okuthiw walala no muntu khona mhlampe akana sure nje ayikwenzanga kwalokho

  • @CeboMngoma
    @CeboMngoma Před 26 dny

    Hhey impio ayikholula😢kodwa ke leyontokazi ibingenasimilo kwakumele lensizwa iyiyeke

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6f Před 3 měsíci

    Siyakhula kakhulu.ngokulalela izindaba ostholela zona.esikufundayo yikuth.noma singa hlukumezeka kanjan.siyekelele kuNkulunkulu.esifisa kukwaz uma.kunodaba esfisa kuludlulisa kuwe senze njan.please.zikhon izinto ezibuhlungu.ngeyhlobo zethu

  • @nomthandazomtha2488
    @nomthandazomtha2488 Před 4 měsíci

    Hawu uyazi sengifunde okuningi since ngiklalela qhubeka mfwethu❤

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před 4 měsíci +1

    Waiting Sir

  • @khulekanimbatha7847
    @khulekanimbatha7847 Před 4 měsíci

    Saze sabuhlungu lesl Story Bhuti Menzi😭😭😭😭😭💔💔💔💔

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd Před měsícem

    Kodwa kuleaisimo kuyezwakala bakithi waye guelwa u Dadewabo and ugule kabi esemzin walo

  • @mskhumalo5118
    @mskhumalo5118 Před 4 měsíci +1

    Present Mr. MC

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q Před 11 dny

    Ingabe ikuphi nomaphulo ngoba ngbuya khona nami nguMkhize eMaqadini

  • @buhlemhlongo7481
    @buhlemhlongo7481 Před 4 měsíci

    Hmmmmmm awu kwaze kwabuhlungu wengcwele

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 4 měsíci

    Saze sakuthanda Mc menzisto for being real ❤😂😂😂😂😂

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před 4 měsíci

    09:55 ngiyayibona leyo femu, hheyi kwakufanele umuthi ophathwa kuleyo femu. Laphaya ngase darlbridge station. Ngake ngas khona bambe itoho. Ziyabuya ngembokodo laphaya.

  • @MandlaKhumalo-mz6ct
    @MandlaKhumalo-mz6ct Před 4 měsíci +1

    Muhle umsebenzi wakho bhuti omdala

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Před 4 měsíci +2

    Shange eDalton inyanga yethu yakdala

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 4 měsíci

    This is very painful 😢 its a true meaning of icala livula ingubo lingene

  • @shakazulu5334
    @shakazulu5334 Před 4 měsíci +1

    Mfoka Cebekhulu, syabonga mf2 impela lezindaba ziyaqhwashisa 🙌🙌🙌... Ng'cela bafooooh uma usxoxela please uhlale odabeni straight ngoba umuntu usuke elalele and elandela mf2 please 🤦just stick to it ungayidonsisi plzzzzzzzz 🤷

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před 4 měsíci

    20:34 kodwa iyona ntombi kamkhize eyenza mkhize aze acabange kanje, or mkhize kwakumele ayale okungcono.

  • @user-yp4tk9ec8k
    @user-yp4tk9ec8k Před 4 měsíci

    Awume ngikhumule icathulo uyinkunzi mfoka cebekhulu 😂

  • @mxolisishezi2727
    @mxolisishezi2727 Před 4 měsíci

    Eyy uthando lunzima asthembe basaphila abafwethu abanye bona😢

  • @PressthobeZukePress
    @PressthobeZukePress Před 4 měsíci

    I love what you do my brother keep it up

  • @gcinanidanisa3047
    @gcinanidanisa3047 Před 4 měsíci

    Kungakith mpel ke eKranskop lenyanga yesbili nje kwakuMhlongo odume ngelika Jerico..

  • @user-uy6bw4ty3y
    @user-uy6bw4ty3y Před 4 měsíci +1

    Ukuphinda umkhondo ngakithi ukuphuca( ukuphuca)

  • @PhiwayinkosiKhanyile
    @PhiwayinkosiKhanyile Před 4 měsíci +1

    Mhmm painful story.

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 Před 4 měsíci

    Amadoda ahlala ngapha, abesifazana bahlala ngale, i wonder why atleast bebenoxubana yiziboshwa zonke moss

  • @user-wg8ch2jh6z
    @user-wg8ch2jh6z Před 4 měsíci

    Hazi bhuti mna ndingumntu ongenaxolo onenzondo kodwa oko ndithe ndeva isiphelo salomama nabafo bakhe ndaqala phantsi ukucinga

  • @Bafanagumbi
    @Bafanagumbi Před 4 měsíci

    Sengikhona mfoka Cebekhulu
    Gumba gumbà service loña

  • @nonikomaluleks317
    @nonikomaluleks317 Před 4 měsíci

    🎉🎉🎉🎉syabonga mfethu

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před 4 měsíci

    4:39 ngiyakhumbula wake wayithi halamuzi ndaba yalomama.

  • @buhlemhlongo7481
    @buhlemhlongo7481 Před 4 měsíci

    Ngakithi kuthiwa uyophuca

  • @sdywellmzwandile7253
    @sdywellmzwandile7253 Před 3 měsíci

    So 2024 usewaphuma yini lomama?

  • @ntuthukogift3929
    @ntuthukogift3929 Před 4 měsíci

    Why kodwa zinga edit ezinye izinto. We love our show we want production to be top. Ningaze ningi attavk

  • @khethacebekhulu7797
    @khethacebekhulu7797 Před 4 měsíci

    Ntshosho ❤

  • @sipheloklaas1311
    @sipheloklaas1311 Před 4 měsíci

    This is so sad 😢😢😢😢😢, for all of them

  • @gcinamkhize5473
    @gcinamkhize5473 Před 4 měsíci

    Awu lwaze lwabuhlungu udaba! Mshiye umuntu uma engathembekile kuwena, umcupha ngoba kwenzenjani? Abantu bayathanda uku owna abanye abantu hhayi suka. Isigwebo sikadilika jele was too harsh ngokubona kwami. I want to believe that all four siblings were fisrt time offenders? It's sad that in our country bakhona abantu asebabulala amahlandla amaningi kodwa bazihambela ngaphandle and some get very light sentences.

  • @lucymthembu7021
    @lucymthembu7021 Před 4 měsíci

    Haiboooooo,q, weather they revengenfed same time or few years .lobhuti was not going to be forgiven.Yaaa black life's🤭🤭🤭🤭🤭🤭🤔.very sad.ntozabantu abamnyana

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před 4 měsíci

    Kanti wayengasayi ngani enyangeni phela eyosho ukuthi kuyonakala ngiyethemba part 2 uyeza 😂😂

  • @prosthe1556
    @prosthe1556 Před 4 měsíci

    Thanks mfethu qhubekenjalo nokusikhulisa❤❤

  • @MabuthoDubandlela
    @MabuthoDubandlela Před 4 měsíci

    Kodwa Matete bakith umosha idata lam ngeycathulo nje

  • @nkaliphomkhize2702
    @nkaliphomkhize2702 Před 4 měsíci

    It’s very important to control your anger,no matter what

  • @siphesihlengcobo2695
    @siphesihlengcobo2695 Před 4 měsíci +1

    Present

  • @refilweseeletse5770
    @refilweseeletse5770 Před 4 měsíci

    Thanks!

  • @quellanjabulo6179
    @quellanjabulo6179 Před 4 měsíci

    Nesoka aweshade nalo alisaveli nakancane nje kwi picture or nalo lamlahla

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Před 4 měsíci

    Lwalubi loludaba kwathatheka ngeyinhliziyo ngoba wayesefile umuntu kanti futhi nayo uMfoka Mkhize ukuloyakwakhe aloye ishende elingayiphoqanga intombi waye wrong 💔

  • @bhekinkosimthandeni4994
    @bhekinkosimthandeni4994 Před 3 měsíci

    Umuntu uma ekujolela myeke ungambulali noma umfake imithi, ekugcineni uzomosha eyakho impilo

  • @user-dx9zu9uy4c
    @user-dx9zu9uy4c Před 3 měsíci

    Waze wayisinlingo umkhize nemithi yakhe

  • @thembanimakhoba1747
    @thembanimakhoba1747 Před 4 měsíci

    Ngcela ukbuza Mc owesfazane oboshwa ekhulelwe ejele bayavuma ukuth meteta esegwetshiwe ayokhulisela ingane ngaphandle or uykhulisela ngaphakathi eykhindini?? Nomungangphendula kwi video elandelayo Mnewethu aknankinga🙏

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Před 4 měsíci

    Aw bhuti yambi lento😢

  • @Buntu279
    @Buntu279 Před 4 měsíci

    Ufana no Jabu Pule bhuti wam kodwa yaz

  • @nkazimulontanzi9608
    @nkazimulontanzi9608 Před 4 měsíci

    When you said you know inyanga and yashona. I already knew it is the one who died before your sentencing

  • @ngcebomthethwa9361
    @ngcebomthethwa9361 Před 4 měsíci

    Ngyafisa lolu daba lufike kuwo wonke umuntu wesilisa

  • @MagicZakhe
    @MagicZakhe Před 4 měsíci

    PLEASE MC NEXT TYM SICELA USICHAZELE NGENTELEZI YEZIMPI LUZWAKALA LUHEHA LOLUDABA

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 3 měsíci

    Mmmmmm so painful 😣😭😭

  • @user-wb1db2sm9l
    @user-wb1db2sm9l Před 4 měsíci

    Ngaze ngafisa ukukhuluma nawe Menzi ngyafa i stress

  • @philiegumede2825
    @philiegumede2825 Před 4 měsíci

    It's very painful indeed.

  • @SboneloNtombela
    @SboneloNtombela Před 4 měsíci

    Ai umkhize washed cz kwakuyinombi kwakungemfazi wakhe

  • @bmdlamini7686
    @bmdlamini7686 Před 4 měsíci

    Yazi soloko ngalalela izindaba zakho cebekhulu ; ngingasho ngahlonizi kuthi ungikhulisile umqondo usuvuthwe kakhulu kunakuqala

  • @mbangomunidanisa
    @mbangomunidanisa Před 4 měsíci

    😖😖😖😖nami ngyafisa uku share story sami ngelinye langa

  • @kasipoetics4605
    @kasipoetics4605 Před 4 měsíci

    Usisi lwange mpela 😢

  • @bulihlongwane4893
    @bulihlongwane4893 Před 4 měsíci +1

    Kodwa uthando olunje lunjani

  • @lizwidoctor3846
    @lizwidoctor3846 Před 4 měsíci

    Kuningi esikufundayo 😢 la