Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Kancane kancane koze kulunge Keep it up
Hay yin len eniyibabazayo kulusanda😂😂
Suuuuuuuuuuuka! niza kahle impela bafana abancane, mina nginizwa kahle nobabili. Dear Lusanda, uze ungisize ungabalaleli laba abakugcekayo phela bebezitjela ukuthi bacedile ngeDlamanzi kanti ababuzanga elangeni.
Ay mshwathi uyeke mculo kuyaphambanu khala kwesigubhu nogida kwesangoma mfwethu hambo hlale khay shayi zinyoni ndod mshwathi ay nolunsand bhimbu mhlola ay ngeke abayofesa Bantu bengaphoqi into ngab vumi
Owangakithi wena ibambe Mshwati ubaba weZinyolenyoka
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣Baqinisile if bethi Umfundisi akalizali ikholwa sengbheme ngakhohlwa, ay ayikho lento
😂😂😂😂😂😂
😅 😅 😅 😅 Isiphiwo noma ngabe esikayihlo uma kungesona esakho ngeke sikusize ngalutho
Ulusanda yooooooooh uphathe loshuni ka Patric mft uyabhimba
Hawy
Sekuyalunga Lusanda mfana... Kuyasho ukt uphekiwe kodwa ngathi ubungakavutha komele ubuyele kwaPhumuz'mlomo... Khuphuka we Mshwathiiiih sikuzwa ke thina nkunzi 🤝✊
Niyacula bafana niza kahle kodwa zomele ninyuse amasokisi kuna bafana abancane omjolisi no mjikelwa abeza kabi
Dankie bafana ..wena lusanda yehlisa ku gwayi wesintuu
🤣🤣🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣🤣hambani nofunah amatoho
Muhle❤❤❤
Umona phasi geze geze afuza uyise kondwa naye uza goshuni wakhe khuphuka bhova elicani khuphuka mshwathi next track nithole umzukulu
Ay yashaya ntsizwa
Khuphuka lapho ugijima negazi umculo wenu
Abantu bathanda kugxeka uyaGijima nje uLusanda mabengathi ukubhalaa kancane iVoice iright
Aaaaa shuka!!!!!!! Mina bengithi velani nicule nobabili ......niyingozi bafana bakith
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣musani ukuba o patrick mfowethu bontangayethu.🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣. Ngeke ngeke ngeke...akuhlangani sdalo
😂😂😂😂😂
Iqiniso elimsulwa cha akuhlangani abayeke
Aycha akulungi ... isginxi sikhonyana kodwa iphimbo dooo
Umculo awungenwa lo mfana kaMgqumeni uyaygej ingoma wehluleka noma seku misterishiwe.😂😂😂
Ay kuyala ngempela,abagide okngcono
Khuphuka nkunzi
Khohlwani yilaba abanigxekayo. Kulomculo kukhona Unjoko, DSD noPotso. Ngenani bafana sizoniseka.
Izwi ku Lusanda ngathi ubindiwe nidlalelani nge ngane ya Qhawe kodwa😢
😅 😅 😅 😅
Ngiyo Mfana....umlilo wakho uyavutha
Nishayile la bafana muhle umsebenzi wenu qhubekani madoda
🤔💯🔥All on point...👌🙌🤗
Imnandi lengoma ayishe bafana mkhulu umnyango Maskandi
Waze wasishaya isiginci boo👏👏
Sinimame aphe kapa nenza kakuhle bafana keep it up
Awu hheshe manje bathi amaphathasibhamu
Mina ngphuma e vryheid ngyanvuma baf2 uyeza mfoka khumalo woza kancane kancane uza kahle
Isiginxi uyasaz nglethwe yi Kati u Lusanda
WOZA MFANA WEBHOVA , NIZA KAHLE NINOMSHWATHI
Imnandi ingoma uma ingaqhathanisiwe
Muhie umsebenzi wezinsizwa
Khuphukani lapho bafana,wamuhle umsebenzi wenu .
Ayy ngeke bafana uyeken umculo akuhlangan uma nisaxoxa kanjee🙌
umona
Ay bayabhimba impela
😀🤣🤣
Kaze wena ubhibhidla okunjani njengoba ugxeka izingane nje zizizamela shiya umona phansi xubha agwinye soze uzale ingane ezi talented njengalezi
Nanti bhova madoda livukile impela tshayi ngoma bhova elincane iphimbo yilo
Ungsholo kamnandi mfana kaMgqumeni
Zimbabwe approves dlodlo mbangizitha
ai ai i studio senu madoda
Siyabonga bafana abasebamncane yibambeni lapho
Mgiyezwa lapho ophongolo up up lapho💥💥💥💥💥💥
Mfowe Bhova uma ungabuyela kancane ku jaiva. Ngoba kushoda kancane nje,
Usuhambe Waze wafika khonake bhova elincane sale sewuyibhika kanjaloke ingoma.nganaki abantu bayohlezi begxeka.shaya ingoma mfana nabangavumi bayoze bavume
Jah mastr
Khuphuka mfana weBhova
Kwasuka loko khuphuka khuphuka khuphuka🔥🔥🇿🇦💯
Khuphula lapho Mshwathi !🔥🔥
Nazokeeeeh bangenile abafana
Aw sukan madoda lelibandla lishoda ngo KING NUBA
Abantu abayofesa Ayikho lento
Kohlangana bafana, i Talent likhona
Up bafana nishaya ngoma enkulu
Aii cha isiginci sakho siyangibulala qhubeka uyibambe lapho
Siyabonga Bafana✊🎀🎌🎀
Igagu umshwathi noma ekhuluma uyaqoqa
Ngyakuzwa Mshwathi ntanga ngyathanda lapho
Skhale esandleni ❤️
Aykhale, Mabili amasango
Usazokhula umfana akanikwe ithuba
Uphongolo olumanzabomvu uluwele ubheke kwanongoma... Khuphuka mfana #FEEL_THE_RED_WATER
Uyalaleleka uMshwathi uLusanda akakhohlwe umculo awlona ifa
Inkinga yethu silindele ukuthi uLusanda efane neBhova eqala nje usemncane umfana uzokhula naye kulendima yomculo
Omadlanduna bafike bawunamathela ushuni woyise, bafika ovezuthando kavezuthando noskoshi nabo bawunamathela ushuni kayise, kwaba umfana wendidane naye uwunamathele ushuni kayise kodwa lusanda uphoxelani wabhimba kangaka
😄😄😄😄Izindimbi zaThulungasho kamajotha lona
Mona njena why ngacomi abafana!! Yingakho ngenalutho njena nomona
fuseg mabhimbi
Khuphuka mfanooo
Muhle umsebenzi bafana ibambeni ningasayidedeli
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Khuphuka Lusanda mfana
Ushun ka mdumazi
Nincono ukunopotso ilokhu ahluleka njalo kulibe kuthiwa kozolunga
Ukhuluma ngomqoqi wezindondo? Usho u best ka live? Clearly awuyazi ingoma sbali.
Iphimbo lihle bengfisa umfana ahlangane noMashelela amfundise loshun wakhe.
Izombulala Insango umfana ka Mgqumeni madoda emncane kangaka.
Dont allow any one discourage you kancane uzakufika apho utata kho wagcina khona zethembe bayeke abagxekayo
Seliyenyuka izinga uLusanda uzoba ryt lomfana angazi nimsolani
Nam ngbona lokho mft kancane kancane, kuzolunga🤝
Uqinisile uzakahle u Lusanda
Step by step koze klunge bhova Eli small
Ngizoneseka ukube nivele Naba iGroup
Bekwalani umfana weBhova aye eNyuvesi ashaye Degree yakhe enze something ngoba ayikho phela lento
umsunwakho lowo.
Ayeke nensangu
😂😂😂
Hambani esikolen bafana abancane..
Ibambeni lapho zinsizwa khuphuka bhova elincane
ayikho lento
♥️♥️♥️♥️♥️♥️
Kodwa Nkos yamii🤦🙆...yabonake le Is Not!...Lusanda mfanwam yekela kyacaca awunfunzang ubaba wakho Mfana vele syaqonda umfundis akamzal omunye
Angsayngeni eyokuba I player, aykhale shit man demed
Hawu yin ewrong lana???Culani bafana kuzohlangana
Studio is not no no no
Ayisuka mfana kuphuka lapho wavuka u mgqumeni nkoc
Awsuka madoda
dlalani bafana silindele lokhulu kuni... amaqhawe wakusasa nini
Ayi angiyazi lento mina anikakaphekeki
Ngifuna lento Mina ayi laba abanye abanculi baya shipha nje
Sbusiso Izobankulu ingoma🔥🔥🔥
Anibhimbel khon ukut kube kuhle 😂 kodwa bafan abancane😅🙄
ULusanda mengancika kulensizwa ezancela kuyise zithi kumfaka eskoleni kusangalunga😂😂😂mengahlisa iPride ahloniphe obhuti abadala bemfundise ngoba Uma esazphatha ngeke afike ezingeni likayise never🤞,usafanelwe ukuba iGidangoma eze efunde kahle
Ngoba nisebancane futhi nisafika emculweni anginigxeki, ngiyethemba emnyakeni emhlanu ezayo niyobe ningcono kunalokhu. Okwamanje kusadingeka owukuthi nizame ukulungisa amazwai bafana ayikho lento, kodwa nje ningawuyeki umculo kuzolunga ekuhambeni kwesikhathi.
mixing nemastering 😭😔
Nami ngikhihla esilaNandi ngemastering ay. Otherwise bekuzobamnanjana kakhulu. Bona bayakwazi to write and compose.
Loool ay akasabhimbi kakhulu uLusanda sekunconywana uke wabhimba ngashawa amahloni😂😂😂😂 ngicabanga nj umgqumeni indlela ayecula ngayo
yindun'yakho leyo.
@@sbuyiselonkosi1106 ngisho khona nje kuth usencono angisho kabi mshanam wenzan manje uythela komancushe
Ewu cha kuyala mzukulu kaMaqhawe
Usazovuthwa lomfana bafethu, ayizalwa igijima ingane. Iphimbo likayise likhona uma nje engavuthwa kahle kusazokhala abaningi
Kancane kancane koze kulunge
Keep it up

Uphongolo olumanzabomvu uluwele ubheke kwanongoma...
Khuphuka mfana #FEEL_THE_RED_WATER
Uyalaleleka uMshwathi uLusanda akakhohlwe umculo awlona ifa
Inkinga yethu silindele ukuthi uLusanda efane neBhova eqala nje usemncane umfana uzokhula naye kulendima yomculo
Omadlanduna bafike bawunamathela ushuni woyise, bafika ovezuthando kavezuthando noskoshi nabo bawunamathela ushuni kayise, kwaba umfana wendidane naye uwunamathele ushuni kayise kodwa lusanda uphoxelani wabhimba kangaka
😄😄😄😄Izindimbi zaThulungasho kamajotha lona
Mona njena why ngacomi abafana!! Yingakho ngenalutho njena nomona
fuseg mabhimbi
Khuphuka mfanooo
Muhle umsebenzi bafana ibambeni ningasayidedeli
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Khuphuka Lusanda mfana
Ushun ka mdumazi
Nincono ukunopotso ilokhu ahluleka njalo kulibe kuthiwa kozolunga
Ukhuluma ngomqoqi wezindondo? Usho u best ka live? Clearly awuyazi ingoma sbali.
Iphimbo lihle bengfisa umfana ahlangane noMashelela amfundise loshun wakhe.
Izombulala Insango umfana ka Mgqumeni madoda emncane kangaka.
Dont allow any one discourage you kancane uzakufika apho utata kho wagcina khona zethembe bayeke abagxekayo
Seliyenyuka izinga uLusanda uzoba ryt lomfana angazi nimsolani
Nam ngbona lokho mft kancane kancane, kuzolunga🤝
Uqinisile uzakahle u Lusanda
Step by step koze klunge bhova Eli small
Ngizoneseka ukube nivele Naba iGroup
Bekwalani umfana weBhova aye eNyuvesi ashaye Degree yakhe enze something ngoba ayikho phela lento
umsunwakho lowo.
Ayeke nensangu
😂😂😂
Hambani esikolen bafana abancane..
Ibambeni lapho zinsizwa khuphuka bhova elincane
ayikho lento
♥️♥️♥️♥️♥️♥️
Kodwa Nkos yamii🤦🙆...yabonake le Is Not!...Lusanda mfanwam yekela kyacaca awunfunzang ubaba wakho Mfana vele syaqonda umfundis akamzal omunye
Angsayngeni eyokuba I player, aykhale shit man demed
Hawu yin ewrong lana???
Culani bafana kuzohlangana